UMEMULO

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 7 ก.ย. 2024
  • #isintu #isiko #comingofage #idlozi
    #ancestors #umcimbi #africanspirituality #africanculture
    uMemulo yilapho abazali besuke bebonga intombazane ukuthi iziphathe kahle yaze yafika esigabeni sokuthi ingaganwa. Kubongwa futhi unina, abazali, amathongo ngokugada intombazane.

ความคิดเห็น • 19

  • @mbhekenimathebula7973
    @mbhekenimathebula7973 2 ปีที่แล้ว +4

    Siyabonga kakhulu incaciso.

  • @ntandokazindlovu4478
    @ntandokazindlovu4478 2 ปีที่แล้ว +1

    Syabonga kakhulu ngolwazi yilokhu enghlezi ngizbuza kona ngokwenza umemulo usuna 21

  • @bantubonke5835
    @bantubonke5835 2 ปีที่แล้ว +2

    Ngiyabonga kakulu, you are guiding me in every step of the way it feels like my God and ancestors gave me you. My name is Bantubonke Nkosi

  • @vuyosithole5487
    @vuyosithole5487 2 ปีที่แล้ว +2

    Siyabonga mkhulu

  • @nonhlanhlamdlalose2099
    @nonhlanhlamdlalose2099 2 ปีที่แล้ว +2

    Siyabonga Nkomose.

  • @itisdalo
    @itisdalo 2 ปีที่แล้ว +1

    Syabonga ngokwenaba, sibani sama thongo. Lezi zinkulumo zenu syakhona ukuzidlilisa kwabanye.

  • @SindisiweThusi-wr7ui
    @SindisiweThusi-wr7ui 2 หลายเดือนก่อน

    Cela ukubuza baba ulandwaphi umkhonto mangabe umemulo uzokwenzelwa komalume

    • @sbanisamathongo3180
      @sbanisamathongo3180  หลายเดือนก่อน

      @@SindisiweThusi-wr7ui bangakulandisa wona esibayeni

  • @princesibusiso3648
    @princesibusiso3648 2 ปีที่แล้ว

    Bengithi baba uzosho ukuthi memulo qalaphi kwenziwani islwane esihlatshwayo intombi igonqa kanjani inkomo ehlatshwayo iyiphi

  • @mimalete36
    @mimalete36 2 ปีที่แล้ว +2

    Thokoza mkhulu how does one get hold of you ?? I need to see you. It's a matter of urgency. Amen

  • @noziphonzimande1304
    @noziphonzimande1304 8 หลายเดือนก่อน

    Ungashada ungakaze wenzelwe umemulo?

  • @NPSELA
    @NPSELA 4 หลายเดือนก่อน

    uma nibathathu kini ni' osisi ubani okumele amule,ingabe ilo omdala noma nimula nonke ,noma omncane angamula omdala engamulile uma eselungiselela ukushada?

    • @sbanisamathongo3180
      @sbanisamathongo3180  4 หลายเดือนก่อน +2

      Uma omdala esayitshitshi kufanele kuqale kumule yena or nimuliswe nonke

    • @NPSELA
      @NPSELA 4 หลายเดือนก่อน

      @@sbanisamathongo3180 Ngyabonga

  • @vinnidavinci3932
    @vinnidavinci3932 8 หลายเดือนก่อน

    Umemulo is done even before you get married.

    • @sbanisamathongo3180
      @sbanisamathongo3180  8 หลายเดือนก่อน

      Yebo

    • @vinnidavinci3932
      @vinnidavinci3932 8 หลายเดือนก่อน +1

      @sbanisamathongo3180 So, from my knowledge. Umemulo is not only for girls aziphathe kahle, even those who get married and they are nolonger virgins and they are still young, ungahlala ube iskweletu that you have to do before you get married even if you're nolonger a virgin.