ขนาดวิดีโอ: 1280 X 720853 X 480640 X 360
แสดงแผงควบคุมโปรแกรมเล่น
เล่นอัตโนมัติ
เล่นใหม่
Thokoza mkhulu vela ukubuza umlanjwana uyathwasa Na? Uyayenza yini imvumakufa ? Makhosi👏👏
Uyashaya Mkhulu ubeke kwacaca syabonga kakhulu
Mkhulu ngifisa uthinte udaba lwempophoma nobungozi bokungalandeli imgudo uma uya khona. Nokuthi umuntu onjsni okumele aye. Ngoba ngake ngaya kumthandazi wathi akufanele nhlobo ngingene empophomeni koda ekubeni amanzi ngiwaphupha nsukuzonke
❤
Mkhulu thokoza. Ngicela uke unabe ngesiziba ukuthi uma uyongena khona usuke uyokwenzani kahle kahle. Ngabe kuyathathwa noma kuyagezwa?
Ngonyama ngicela ukubuza ukuba uthi ingubo ezimnyama zande ukuba zinkomba zemimoya yomndiki . Umbuzo wami uthi yini kumbe yiziphi inkomba ezihlukanisa umndiki inzunza lemimoya yamajaji. Njalo imbala yezembatho zale imimoya zehlukana njani.
Camagu
Sawbona Ngonyama.ngicela ukubuza u a umtwana kuthiwa Ukhanyeslwe ngabe kuchazani loko?
Thokoza Mkhulu ngidlulisa amazwi okubonga ngikusicacisela ngemimoya mina nginenkinga ngomelaphi ongisiza ngegobongo ngilapha indiki usethi mesengiphothula angivume idlozi ngiyothwasa mengenjalo ngizofa lapho abantu abadala bangibonisa amanzi isembatho esimhlophe ithisi bathi ngingumthandazi kodwa Gobela uphikisa okushiwo yibona
Lapho sisi ngiyakuzwa,ukuthi uthini ,Uma usulidlile igobongo lalela bona abantu bakho ukuthi bathini ,omunye umuntu ukuthi uyamazisa uthole ukuthi akafuni ukutshelwa amaphupha akuvale,Thina sesisizwa ukhona ukukhuleka nokuhamba amanzi strong
Lokhu okuphuphayo kuyikhona,ezinye izinto kumele uzenzele Wena ngoba nabantu namanje sebancola
Khehla uma zalelwe komama uyayenza yini mvuma ndlozi?
Ngonyama ngithi Mina angibuze ukuthi lama gama alemimoya aqhamuka kanjani ngoba ngiyathemba ukuthi igama negama linomlando walo njengoba usho ukuthi ugobela uwugobela ngoba bayamugobela lowo umlando wegama ngifisa ukubuza ukuthi masithi umndawe,umlozi, umndiki kuze kwethiwe nje kwakwenzenjani?
Thokoza mntanedlozi umbuzo wakho muhle ngizowuphendula nge video ngoba uyisihloko esibanzi uwodwa nje
@@KwaZulayithole Thokoza Mkhulu 🙏🏾🕯