UKULUNGISA UMSAMO NOKUHLANZA IGCEKE

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 26 ต.ค. 2024

ความคิดเห็น • 64

  • @NtombifuthiDlamini-l3v
    @NtombifuthiDlamini-l3v 5 หลายเดือนก่อน

    Syabonga ngkusipha ulwazi❤❤❤❤❤

  • @ThemiluMntambo
    @ThemiluMntambo 3 หลายเดือนก่อน

    Syabonga kakhulu amaqiniso

  • @siphontandane3331
    @siphontandane3331 2 ปีที่แล้ว

    Thanks very much Mpunga yesintu for being available to help us.

  • @lindokuhlezondi323
    @lindokuhlezondi323 3 ปีที่แล้ว +1

    Ave isiza IMpunga yeSintu. Siyabonga. Sayilethelwa iNkosi.

  • @BonisileDlamini-kz3bg
    @BonisileDlamini-kz3bg หลายเดือนก่อน

    Siyabonga kakhulu kwiMpunga ukusilethela abantu abafana nalaba ugogo ngabe ukuphi netheku?

  • @nkosinathinxele3898
    @nkosinathinxele3898 2 ปีที่แล้ว

    Umama Dlamini usebenzela kuphi netheku

  • @thobisilegumede2374
    @thobisilegumede2374 2 ปีที่แล้ว

    Lilungiswa kanjani idlozi nomsamo

  • @nokuphilagama2503
    @nokuphilagama2503 3 ปีที่แล้ว +4

    Mmh! Kwaze kwanzima Jehova, sthwele kanzima. Syabonga baba ukusilekelela.

  • @tsepog1906
    @tsepog1906 3 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga mpunga ya kunzima sawalahla amasiko wethu kuningi esingakwazi yingakho sididekile

  • @mikemzikhe1252
    @mikemzikhe1252 3 ปีที่แล้ว

    Uwugeza kanjani umsamo wakini Uma kutholakala ukuthi abathakathi Kona Lapha ekhaya izihlobo bawungcolisile

  • @msawenkosinyuswa3161
    @msawenkosinyuswa3161 3 ปีที่แล้ว +1

    Lazotha ibala lakho namhlanje Mpunga. Kusho ukuthi ikhehla belingenhla ngesikhathi uqopha lomfanekisa.
    Siyathokoza ngalolu lwazi osipha lona nsizwa yakithi. Asbonge 🙏

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  3 ปีที่แล้ว +1

      🤣🤣 Yey Uma ngingakuxoxela Angeke ukholwe, kwale sesibhekisa iLigth ngakimi ngavele ngamnyama bhuqe

    • @msawenkosinyuswa3161
      @msawenkosinyuswa3161 3 ปีที่แล้ว

      @@impungayesintutv 😂 ngiyabona iphinde yakugila i camera naku mfanekiso olandela lo. 😃

  • @juniormcreator3995
    @juniormcreator3995 3 ปีที่แล้ว

    Wazibiza kamnandi ngane yakithi ko Fuze ewuu madoda👏🙇🏾‍♂️🙌🙌

  • @emmanuelmchunu3526
    @emmanuelmchunu3526 3 ปีที่แล้ว +8

    Impunga sicela uke usilandele ozosiyalela ukugeza abadala nokubangenisa ngekwesinazaretha ake asicobelele naye

    • @sfisongubeni9594
      @sfisongubeni9594 3 ปีที่แล้ว

      Uqinisile bhuti ngyawuthanda lowombona wakho

  • @mmalebelomasake4150
    @mmalebelomasake4150 2 ปีที่แล้ว

    Mpunga ngiyabonga kakhulu ulwazi osipha lona. Ngizozama ukuchaza ngesizulu kodwa ngafunda isitswana esikolweni hleze kokunye ngibhale isizulu esibhedayo. Mina ngihlala ekhaya kobaba lapho ngaphupha khona ngibona umuntu oyinganyanga noma isangoma ngoba wayembhethe umyeka ezivalile ubuso bakhe echela ekhaya lapho ngihlala khona. Ngathi ngisambukile kwaba khona izwi elikhuluma kimi ezindlebeni lathi lomuntu uchela ngenhlabathi yasemathuneni njengoba ngimbona ngase mina ngiyambuza lomuntu ukuthi wenzani wavesana wangibuka wayesebaleka ngaphaphama. Manje ingabe ngingasizakala yin ukwazi kabanzi ngaleliphupho ukuze ngazi ukuthi lomuntu wayehloseni nokuthi ngingasizakala yin njengoba nginokuphupha sengathi ngilele nomuntu wesilisa

  • @nkululekocele2085
    @nkululekocele2085 3 ปีที่แล้ว

    Nduna kaNdaba, sibonge mnewethu ngokuthi ulokhu uqhubeke njalo usivezela abelaphi bendabuko abasebenza ngezindlela ezingafani futhi neziphiwo zabo zehlukene. Lokhu kuyasisiza kakhulu ukuzama ukulungisa lezi zinkinga esibhekene nazo zemisamo yethu eyahlukene futhi edinga ukulungiswa ngezindlela ezehlukene. 🙏

  • @sitholokuhlemoyo4510
    @sitholokuhlemoyo4510 3 ปีที่แล้ว

    Siyabonga kuyezwakala khona kakhulu.kutshiwo njalo kwelakithi igceke ngoba umsamo wamosheka sisebancane

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 3 ปีที่แล้ว +4

    Ngicela ukubuza Mpunga Noma kungazange kuthintwe esihlokweni,Kudalwa yini ukuMongoza kumuntu engazange ashayeke ekhaleni?(Ukuphuma igazi ngamakhala).uthole ukuthi uyageza mawuke wabheka phansi livele likhophoze ngamakhala igazi,Noma ebsuku ulele livele liphume nje

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  3 ปีที่แล้ว

      Kwenziwa imimoya yabantu abadala kusuke kukhona okukhalelekayo kuye

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 3 ปีที่แล้ว

      Kungaba okunjengokudla igobongo ukuze yelapheke lemi moya,or kukhona okunye okuzindlela zokulungisa lesi simo?

    • @ntuthukocele2326
      @ntuthukocele2326 3 ปีที่แล้ว

      @@impungayesintutv Ngabe kusuke kumele wenzenjan uma umongoza kuleso simo sabantu abadala

  • @mandlandlovu4838
    @mandlandlovu4838 3 ปีที่แล้ว

    Mpunga Yesintu ngiyabingelela baba nginephupho baba ngiphuphe ngikhonkothwa yizinja ngasengiyabaleka ngindiza emoyeni.kambe lokho kungabe kuchazani Mpungaaa.

  • @curiousk4083
    @curiousk4083 3 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga kakhulu Mpungaaaa. Injulile

  • @thulanidhlamini7856
    @thulanidhlamini7856 3 ปีที่แล้ว

    baba muhle lomsebenzi owenzayo,usebenzelu mphakathi,umadlamini naye uzwakala ewazi kakhulu lomsebenzi waba dala

  • @phumelelembutho5394
    @phumelelembutho5394 3 ปีที่แล้ว +2

    Sanibonani, owafela empini yena ugezwa kanjani

  • @siphompulo5433
    @siphompulo5433 3 ปีที่แล้ว +1

    Syabonga kakhulu ngoksizakala kwabantu ngohlelo lwakho

    • @alberttsotetsi6066
      @alberttsotetsi6066 3 ปีที่แล้ว

      Angazi ukuthi ngingabonga ngithini kuwe Mpunga YeSintu. Ngoba abantu lapha kulelizwe sebefile ukunqolwa nokudukiswa abantu okuthi balapha kanti basebenzela ukuduma ngeze nokuzuza imali ngeze. Silamulele wena ka Mapholoba. Unwele olude kuwe.

  • @traceywinnie5622
    @traceywinnie5622 3 ปีที่แล้ว +1

    Thokoza khehla ngibuza ukuthi umom Dlamini uyatholakala egoli na? Ngiyamdinga kakhulu ngiyabonga

  • @skhumbuzomzimela8564
    @skhumbuzomzimela8564 3 ปีที่แล้ว +1

    Impuuuunggggaaaaahhh. Ugogo uyawzi umsebenzi wakhe.

  • @lwazithokozani9174
    @lwazithokozani9174 3 ปีที่แล้ว +1

    Syabonga uLwazi mpunga

  • @siphamandlabrainmnyandu7618
    @siphamandlabrainmnyandu7618 3 ปีที่แล้ว

    Washaya khona ngalendaba yokugcoliswa kwegceke ngezonhlabathi zamathuna abantu abangagezwanga ngenhloso yokuletha ubumnyama ethongweni lakho,lomkhuba sebesabalake kakhulu ngawo,sebewenza ngisho nangokwamabandla abakhonza kuwo,bathathe izinhlabathi zamathuna esabandleni bazowasakaza egcekeni lakwakho, ngenhloso yokuthi uthi noma uphupha ubone abazalwane abavathile kuze kuzoba sengathi ubizelwe kuleyo nkolo.

  • @sonton9059
    @sonton9059 3 ปีที่แล้ว

    Incwadi zakho ziyimalini njalo zitholakala kanjani

  • @patricksiko8154
    @patricksiko8154 3 ปีที่แล้ว

    Oh uyasinceda tata enkosi kakhulu

  • @bongiwenyandeni6966
    @bongiwenyandeni6966 3 ปีที่แล้ว +1

    Mshana wakoFuze noMama Dlamini ngiyabonga kakhulu hayi ngizwile.

  • @sandilemkhize2277
    @sandilemkhize2277 3 ปีที่แล้ว +2

    Sibonge mnewe2 ngokusilethela abantu abano sizo olungaka kuthina sizwe sika mphunga nomageba sithi umenjalo fuze

  • @lunganinyandeni7819
    @lunganinyandeni7819 3 ปีที่แล้ว

    Siyabonga Mpunga yesintu

  • @selassies9783
    @selassies9783 3 ปีที่แล้ว +7

    I love this channel

    • @sandilemzwandile1591
      @sandilemzwandile1591 3 ปีที่แล้ว

      I have seen you quite some time now... you are really a family of the channel

    • @tashntokzin1443
      @tashntokzin1443 3 ปีที่แล้ว

      Mfo kaMbanjwa noMamDlaMini ngihlala egoli kodwa ngiphupha ngisekhaya njalo ngibona engathi ngeza ngephutha la alukho elamahala njalo bafo

    • @thembagumede9591
      @thembagumede9591 2 ปีที่แล้ว

      Ngyayithanda le channel iyasakha siyindlu emnyama

  • @fikilekhanyile2782
    @fikilekhanyile2782 3 ปีที่แล้ว

    Ngithi mangibingelele mpunga ngice kubuza Kuthi kwenziwa yini kuthi balaphi labathi bendabuko kuthi bank ke Avanti igubhu kuthi bayokona umsamu .kuthi masekuthi laba abaxaphazelekayo nabayo funa usizo bababize imali enkulu .Kube kungiye umelaphi oshoyo kuthi anilungelwa ukuthi ngeke nibenalutho .lama thousand awabizayo usuke adathi woman azobuyaphi

  • @normanstuurman8277
    @normanstuurman8277 3 ปีที่แล้ว

    Wenza njani umntu xa esuka kude mhlawmbi e Eastern cape?

    • @shirleyncube3697
      @shirleyncube3697 3 ปีที่แล้ว

      Kulezinto nawe ungazigezela umuzi wakini izilwane namadlozi amabi uyakhona wena ubasusa easy as one 2,3 inkinga inyanga zakithi azikutsheli zifuna wena ubabize kuyabiza kakhulu lokho

    • @Zeei490
      @Zeei490 3 ปีที่แล้ว

      @@shirleyncube3697 Uzenzela njani cc,mina ngikhathele ubiza abantu kodwa akhonto ilungayo

    • @shirleyncube3697
      @shirleyncube3697 3 ปีที่แล้ว

      @@Zeei490
      Hi my dear seems like I comment yami angiyiboni mntana sekhaya izinyanga lezi zidlala ngathi nami nginje ngahamba ngaze ngaguga angazi ukuthi yini inkinga yakho ngane yakwethu mhlawubhe awu sizakali ithonga lakho lifuna uzenzele like me

  • @thembelihlekhathi5189
    @thembelihlekhathi5189 3 ปีที่แล้ว +2

    umama Dlamini usebenzela ukuphi neTheku?

  • @sphindilentunzela5247
    @sphindilentunzela5247 3 ปีที่แล้ว

    Ngicela inamba kaMama Dlamini

  • @cebohnzama5450
    @cebohnzama5450 3 ปีที่แล้ว

    Utholakala kuphi gogo???

  • @lunganinyandeni7819
    @lunganinyandeni7819 3 ปีที่แล้ว +1

    Ngicela ukubuza usebenzela kephi uMama uDlamini?

  • @ayandantombela509
    @ayandantombela509 3 ปีที่แล้ว +6

    Impunga phakama baba

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 3 ปีที่แล้ว

    Mpunga Yesintu no goggo Dlamini

  • @patrickndlovu550
    @patrickndlovu550 3 ปีที่แล้ว

    Sicela inamba kamamaDlamini

  • @mangangemkhovumuzie8986
    @mangangemkhovumuzie8986 3 ปีที่แล้ว +2

    Amen

    • @mangangemkhovumuzie8986
      @mangangemkhovumuzie8986 3 ปีที่แล้ว

      Yebo Mkhulu ngithi angizicelele lapha kuwe.ngelinye ilanga nike nikhulume ngomuntu osewalobola umtwana wakhe kodwa wagcina engasamphandlanga ngase sidin lakhe kuthi kuye kuthiweni ngalokho.umtwana uninawakhe wadlula emhlabeni ngagcina kodwa ngikwenze konke okufanele ngikwenze kubo kanina wengane

  • @evelynranta8555
    @evelynranta8555 2 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga bengicela u kwazi ukuthi uma umuntu uma e suka kude nje ko Northwest anga sizakala ka njani

  • @normanstuurman8277
    @normanstuurman8277 3 ปีที่แล้ว

    Mpunga ndicela ukhe usiphathele umntu oyinyanga noma umthandazi oqhamuka la Eastern Cape. Siyafuna ukusizakala lezinyanga zikude kuthi. Ndicela uzame.