No problem umuntu uma elandela i Mk ne ANC at the same time Cause a leader Zuma is ANC at the right an side and MK at the left an side fanele silandele 2 party at the same time ..
U Arthur akasulanga ukuba ilungu le MK kodwa usule ukuba u SG we MK ngenxa yomsebenzi omningi (1) SG of MK (2) MP in national parliament (3) his own private businesses
@@lindenirachael ngiphikisa laba abathi u Arthur usulile eqenjini. Akudingi ukuba ngize ngibe u spokesperson wakho ngoba Incwadi ayibhalile icacile ngaphandle uma uyifunda unezinhloso zakho
Kanti why nifuna ukumosha I mk.niyenzelani lento ngempela.inenzeni i mk.if beniphila kahle emaqenjini enu aniwavoteli ngani ukuze i Mk ke ingezukuphakama kunokuthi niloku nisimosha.ngathi ningafa nonke Nina enisihamba ngemuva.
Viva MKHONTO Wesizwe Viva Nxamalala 💚🖤💚🖤💚
Bazobulalana bebanga
Amaphara asiwadingi kwi MK sifuna abantu aba clean ku Mkhonto wesizwe. Asibafuni abantu abazongcolisa umbutho
Only a fool did not expect this. Some people will find it hard to convert from ANC
Ake azikhulumele yena oKhumalo bazikhulumela bakwethu
Weee comandaz😂
Akubona bonke abantu abakumk abavumelana nayo,abanye banamaqembu abo,abasizo izilima abantu 😅😅😅
Bamba Msholozi 🤣🤣
Viva MK
Mk ufuna into eqondile nje ayizwan nento engacacile muya ku mk iya uzazi ukt unjani esimuwen sakho ngb mk uyashanela😂
MKHONTO UYISISEFO UYASEFA OKUNGALUNGILE
Awahambe amaPhara😂😂😂
Cha musanni ukuthukana nihlaze omama ongazi yini babelula kodwa kuyibo abaniletha emhlabeni ayikho vele into eiyibangayo nina maMk iqiniso limile nidlala ubaba wenu noduduzile niyophaphama sebezicebi ngani ngoba ayaphusha amagupta emvakwabo vukani kusasekseni
Muuuu kunzima 🙄🙄🙄
Ubezoganga besigamfuni vele thina
Basefeni ningasabi ngisho ningasala nibe bathathu nangu UPANYAZA umile akasabi muntu ozomsabisa ngama bilions abahambe abahambayo bayalazi iqiniso
Mybe ubekulaba abakade bezodlisauZuma upoison
Vese abakhishwe bonke baphindele kagogo asfune zinyoka la thina ku MK
Huntshu hambu hambe asibadingi oothikoloshe kwa MK
Yebo kuyezwakala ubuya kwagogo bathanda imali kunesizwe asebolile amazambane awahambe
Abahambe viva mk
I wonder how many of those from what it called kwagogo I guess even those who are called leaders I hate politics
Izolokhu ibajoja kancane lento ewumkhonto
Who is the deputy president of mkhulu Zumpta ,because mkhulu can die anytime😂😂😂
Asinendaba naye akambe indaba yakhe
No problem umuntu uma elandela i Mk ne ANC at the same time Cause a leader Zuma is ANC at the right an side and MK at the left an side fanele silandele 2 party at the same time
..
Who does not have a history with ANC in MK?
Only you cuz you a nt well known
Uphethwe ubuxoki umngani kaKhumalo uhlangene nephara
U Arthur akasulanga ukuba ilungu le MK kodwa usule ukuba u SG we MK ngenxa yomsebenzi omningi (1) SG of MK (2) MP in national parliament (3) his own private businesses
Uphikisa bani as a spoke person sikaZwane
@@lindenirachael ngiphikisa laba abathi u Arthur usulile eqenjini. Akudingi ukuba ngize ngibe u spokesperson wakho ngoba Incwadi ayibhalile icacile ngaphandle uma uyifunda unezinhloso zakho
@@DumisaniManyoniungaba kanjn uspoke person wami ube uthi ukhuluma into ebhalwe Arthur..njengoba uphikisa ubona ukuth uneqiniso ngakubhalile..
Baneqiniso abath uxoshiwe..u Arthur ongakhulumi iqiniso cuz enamahloni..ubesazi uzoxoshwa ngezinto abazenzayo kwiMK..washeshe wazikhipha yena..useziba ngokuth uyesula cuz ubusy..why lebusy yakhe iqhamuke esehambe kangaka esese parliament kade eqalile ekwi mk..nabanye basazoxoshwa...
Bebezenzela ngokwabo le emahontshi beshintsha ilist yabantu abazomela izinto ezithile befakana bodwa as friends..n eparallel esakwi Anc..kwatholwa lokho wasula kuqala..
Uxoxelwa yimi ke spokes person we mk
@@lindenirachael mina angiyingeni indaba yokucabangela mina ngikhuluma ngento umnikazi wendaba AYISHILO hayi imicabango yakho( from the horses mouth)
implosion
Umbutho wama phara ne tender boys
uyi phara?
Waze wasphoxa singabakwenu Phikela wena kaLindamkhonto Ewu 😢Mangethe!!
😂😂😂 ixoki lakini
@@MaryMemela-e8d Awu!!! Lasgila 😂
@@DuduzileZwane-i4q lisheshe labanjwa lingakawenzi umonakalo 😂
Resign from a position or party?
Both, uwumdayisi nje naye lo
Niyakhuluma tjoooo
Kanti why nifuna ukumosha I mk.niyenzelani lento ngempela.inenzeni i mk.if beniphila kahle emaqenjini enu aniwavoteli ngani ukuze i Mk ke ingezukuphakama kunokuthi niloku nisimosha.ngathi ningafa nonke Nina enisihamba ngemuva.
Hawu kahle bo bafe pho hai hai ayinambitheki lento yakho
Bezobulala nje naye ku Mk uyamaz bemcabangelani Zuma kuze bamsuse?
Uxoßhiwe goba uyi sellout
Manje kusho ukut bekuyibo labaabakade sebe profithiwe
true
Mmm lento kazuma
Iyeke akuyona eyakho khuluma ngezakini uphume kuZuma
Mk ispaza shop aka Zuma no Duduzile
Shame pho nisnake nani ispaza shop? Mk izoqondisa la
Hambani niyokhipha izipaza ezihlukumeza abantu zidayisa ukudla namachips abolile kulelizwe namadrugs ,kubulawa lelizwe nikhohlwe iSouth Africa
Manje ukuze ingabi ispaza shop kufanele igcine amazambane abolile
Niyoxoshana kuze kubenini inkulu inkinga elapha Mk
Yeka amanga nje wena akukhonkinga kwi MK kphela asifuni izimpimpi namaxoki ku MK labobantu abanjalo bakagogo
Ayifuni ongaphandle lokho.
Nakhuya simaz enje uzwane besisamangele
😂😂😂wenze kahle aziveze ngokshesha
Aaybo kanti uyaziwa..ubebonakala eparliament if umbuka kwitv ukuth akakhululekile..uyambona umuntu uma umbuka..
Usuka kuliphi qembu lo Zwane?
@@PhindileMagwaza-v1w usuka kwagogo emaxokini adayisa ngezwe sbuka
@@PhindileMagwaza-v1w ubeyi ANC
Ayikho lento
I MK ingkhumbuza I MMM ibhanoyi eleza mawala landiza😂😂😂😂
We mame Mk ayiyi ndawo noma ungathini 😂
MK ayiyindawo
Kanti umuntu omnyama ufunani emhlabeni..ingakho sisetshenziswa abelungu besithuka bethi kaffir..dogs..monkeys
I'm saying cuz..kunokuwrong r corruption niyakhononda...if kuhlungwa niyakhononda..kanti nifunani r nifuna enizolokhu Nima ngakho kwi media nigxeka mk.
Angith benith kwi mk kugcwele izgebengu eziphuma kwagogo..if sezikhishwa niyapepeza futh..awukhulume ngeDA njengoba ithi niyizinja..uphume kwi mk..akuyona eyakho..awuyona futh imember okungenza silalele okushiwo uwena
Angibingelele siningaze nithukane nge ndaba yephara meaning parallel ngesiNgisi ,futhi bawethu ndlu kaPhunga noMageba asikugwemeni ukuthukana ngomama bethu ,yingani singabahloniphe oma bethu,konakale kuphi,angibonge.
Ayikho lento ye Mk
Naze nazixaka nge Mk aybo khulumani ezasemaqenjini enu
Kuphelile ngamaqembu abo yingakho bephawula 😅😅😅
Khona eyani nqesta piping lesipoki
Vele mk hlanganiswe amaphara and eyamaphara
😂😂
Phara nguwe futhi uyileli elidla amasimba
Iphara elkhulu uwena sdomu
Kunani pho..cuz ayivulwanga uwena..beningasho lutho lawomapara ekwi GNU..r DANCE if siwakhipha still niyawakhulumela..
Ziyakhala ku MK😂😂😂😂😂
NIZOVOTA NINI NIKHETHE I LEADERSHIP??
Ukungakhethwa kwe leadership kwenziwa ngamabomu.
If kungakhethwa i leadership njengoba iqembu liselisha lokho kuzokwenza ukuthi osomathuba bagijime bayothenga labo asebekhethwe as leadership to destroy the party.
Akufuni wena loko why uzxaka
Lenhlangano we ihlangahlangene
Nguwe iphara mhlathi kanyoko
😂 😂 😂..PARALLEL n PHARA kiyafana yini...mhlathi we monkey
Mk is a joke really 😂