You not fare to yourself, your mother and your siblings. Your mum deserves to know the truth. You cant suffer because of your cousin sister and the sad thing is you you are not only one who's affected. Tell the truth please, its the right thing to do.
One thing I know ukuthi umufi uyamazi umbulali wakhe thats why ethi khipha iqiniso and wena sisi uthi wazile ukuthi umnngani ubulawe iskhafthin immediately mawubona ewile , how did u know? And uthi u cousin no boyfriend bayaqhuba meaning they were dating vele wena ukuthi ubufuna i boyfriend ka cousin so you wanted to poison her kanti umngani wakho will eat the skhaftin. Khuluma iqiniso sthandwa the truth will set u free
Ngathwala ngensila kasisi wami | UKUHLUSHWA IZITHWALO .leTopic ayihlangani nento ekhulwunywa la
Yaz bengith imina isdomu
Why besdida ngathwala ngensila kodwa sxoxelwa okunye ai
Lo Bekmele aye ku stufuza izimfihlo
Ay nam ngithi ksazo shuba kanti lutho...
Yazi bengithi ngowulamthuthu, cha mfo uneliver. Thatha leyami ngoba angiyisebenzisi.
Bekmele uye kustufuza usikhipha izimfihlo😢😢it sad hey
yeah lendaba ekasdufuza ibidinga kufonywe
What an intelligent lady ..wish all goes well for her
Uvikela umuntu more than yourself
Kahleni BlaQlife ngokuphambanisa izihloko zezindaba, i story nesihloko akuhambisani.
🎉🎉Thina esi liker isaqala asihlanganeni laa👍
I love the chemistry here.....schaka's comments, nohleko lukaSisi...ayy
ewu🥰
Awufuni kukhuluma iqiniso kodwa uphupha umufi ethi khuluma iqiniso😮😮 ay ayiphelele le🤞
😢😢Aibo mina kuyimina ngangizokhuluma nje zibekwa.bengeke nje ngithule nendaba engaka uze udingiswe pho😢kodwa awusho lutho.ngeke dadewethu khuluma iqiniso ucabangele lomphefumulo ongaphumulile.
Ukuchazile lo cc Luqa
Why are you protecting the witch? It's time to tell all if umsulwa
Tsiiiiii mntanakuthi tsiii lenkosazana uyithandile mntam tsiii❤❤❤
Ufihla umbulali ngapha umufi uvakashela wena akayi kumbulali ngob phela seyamazi yena ai ntombi usadlala ngathi uzobuya umufi akadlali nawe usazokhuluma qiniso wena
😢phephisa Nana tjooo kwaze kwabuhlungu bakithi.usamuncane usazoqhubeka nempilo bakithi mina ngibona psychologist yakusasa laa❤
Ucalekisiwe umuntu obeki ithemba lakhe komunye umuntu.
The poison was meant for you but yadliwa mngane wakho😢
Sawubona we Ma,
Ninjani hayi Thina Siyaphila,
When your mind is pure even your past mistakes are forgiven,❤
Hawu Ma Afrika Amahle, Asbonge Dankoo...
Luqa umbuzelani umuntu igama lakhe ekubeni nimfihlile ngoba phela abantu abamaziyo bazokwazi ukuthi ubani lona
I'm watching frame Cape Town
Veza iqiniso cc ukuthi wathwala ngensila kasisi wakho,ukhuluma okunye kubhalwe okunye futhi😮😊
Im watching fram cap town❤
😢😢😢eyh kubuhlungu CC. Watching it in cape town
🎉King nawe Mthembukazi Molweni🎉Mntanam xelela abazali bakho Zihlambe kufunwe igqira lize kwezi family Liza kuza nayo igqira inyaniso🎉🎉🎉
Ubathathaphi labantu King ave baphila😮😮😮
Watching from Midrand
Makaye KwaShembe eBuhleni ayomnikelela umngani wakhe ukuthi uNkulunkulu amkhumbule angene eZulwini bese ephinde enikelele ukuthola isixazululo
Wena khupha iqiniso ebadaleni
Khuluma Sisi nawe ngoba nawe uyoba inkinga mawudlula emhlabeni
God Almighty in Jesus Christ name may have mercy on you😇
Please Blaklife assist her ngenelela.
Msizeni blaqlife team alubeke loludaba usizo uyaludinga usizo
Lesifebe sifuna idunku nje
Luqa u catchile😂😂❤️
Usisi bekumele aye kuskhipha izimfihlo....
M watching from Jozi😢
Manga lawa akuhlangani how can I protect someone than my self😊
Manje what are you doing here or what are you want 😮😮ur aliar man
It's a lesson Lana kithi sonke.Iqiniso liyamkhulula umuntu.
Zazw zaphambana izinkomishi kuloludaba. Mthumeleni ku Stufuza . Bese nina niyayicisha levideo ngoba nesihloko imbidayezi nje yengxubevane
Catchile Catchile Mr Luqa😂😂😂
Hy bhuti schaka love ur show very much. Nawe ke ay uyinsizwa❤❤😂
Isihloko sodaba akuhambisani nengxoxo
Mmmmmmmm painful
Ai Luqa isiminingi imibuzo😂😂
I topic ayihlangani ne story sika sisi😊
Kahle abantu besifazane ukuba ingozi baqala bebancane ufihla into enjena baze badingiswa endaweni ithulinje nalento yeses
Plz Speak the true
Khuluma iqiniso ubuyele eskoleni ukhohlwe abantu abangenandaba nawe, your cuz knows the truth but eyakhe impilo iyaqhubeka
Mina nje ngithi hello crush yami❤❤
Hoooo am watching from Salt Rock
Me too
@@BongehMabasowhat does that mean 😂
Bawelile uzivaleleni pho
You not fare to yourself, your mother and your siblings. Your mum deserves to know the truth. You cant suffer because of your cousin sister and the sad thing is you you are not only one who's affected. Tell the truth please, its the right thing to do.
Uma isihloko sithi ngathwala ngensila ka sisi wami konke nje enikukhulumayo sesikubona kungamanga odwa asisathembi lutho futhi sikubona kukngathi kukhona okungahambi kahle uzenamele nje losisi asizwa ndumalo nakukhathazeka kodwa ke asisho lutho. Vele nathi sihlushwa yikho ukuthi sinedata
Gal khuluma iqiniso umngani wakho uzokulimaza ekugcineni uma ungalikhulumi iqiniso
Lombuzo usubhekephi 🤣🤣🤣
Into ebekumele kube wayikhuluma esagula nje lomuntu esesbhedlela maybe bezokufakazela if bekwazi ukukhuluma manje wena wathatha icala walenza elakho
Kufuneka iqiniso la
Mina ngcela ukfika ka BlaqLife ngizothi "Hi"🥰 ku my King❤
One thing I know ukuthi umufi uyamazi umbulali wakhe thats why ethi khipha iqiniso and wena sisi uthi wazile ukuthi umnngani ubulawe iskhafthin immediately mawubona ewile , how did u know? And uthi u cousin no boyfriend bayaqhuba meaning they were dating vele wena ukuthi ubufuna i boyfriend ka cousin so you wanted to poison her kanti umngani wakho will eat the skhaftin. Khuluma iqiniso sthandwa the truth will set u free
Kwaze kwaze kwanzima mugal yhoo ilishwa ,kuxoshwa abazali ngento ongayazi. Kutheni lomntwana efika kuwe engayi kulo weskhafutini. Andicacelwa apho mna mugal
Hayi cc ungaze udingiswe umdeni ekubeni ulazi iqiniso awube serious ntombo why ezofika kuwe umufi engafikeli umuntu oneesandla ekufeni kwakhe
Ngempela why efikela umuntu owrong?
Khona okshayamanzi la
Sfihlelwe la iqiniso
Hamba uyokhuluma iqiniso maybe ufuna kugezeke igama lakho
Mntanam ngiyayazi into okhuluma ngayo uNkulunkulu akakusize kodwa mazise umama wakho ngalokho kwenzeka noma engeke esenza lutho kodwa uBaba uNkulunkulu uzomenza umzala wakho alikhulume iqiniso.
Iqiniso lizokukhulula, umama wakho nomndeni wakho bayadinga ukulazi iqiniso.
Khuluma iqiniso njengoba linjalo angaze adinwe akulande
Biza mndeni wakho nowakubo ubatshele
Yooooo
My God 😭😭😭
Letopic ayihlangani nalendaba 😢
I'm still waiting for the part where uthwala ngosisi wakho...
Hay cc sudlala ngath haw yin kodwa lo owashona usemaqiniswen la ekhona if wabulawa omunye ngabe uhlupha yena hay wena 😮
Batshel cc wami iqiniso laziwe
Syashoda lestory umkhetha kanjani muntu kunawe ubulale ksasa lakho ngenxa yomuntu
Bekumele uye ku stufuza kusikipa imfihlo cc ufownele umndeni woshonile kuzoveli qiniso
Kwakumele usho kodwa gal buka manje awuzange usasiqeda isikole next time ungabothula ngento futhi lena serious
Khulum iqiniso cc ukuz nawe uzolungelw izinto
Khuluma iqiniso cc kumama wakho khona inhliziyo yakho izithola ukuphumula
Nisamfihlelani eselshile igama
Isihloko nendaba🤔akuhambelani confusion
Sisi batshele iqiniso ekhaya. King Schaka awusabuzi ngani ukuba sebeke bayixoxa lendaba nosisi wakhe umnikazi wendaba nah?
She should try the TVET college and not use the report with no return khona ezokwazi ukuqhubeka nefundo.
Le topic ayihambisani nalento eniyixoxayo kwenzakalani nisuke nifune sibuke sidinswa isihloko noma kanjani yazi nibuka okwesithathu ngifuna leyokuthwala nensila
😢😢 sorry
Ehh kunga kuhle kubizwe um'ndeni womtwa waphanga lala uhlangane nowo msolwa nani bahlonishwa bohlelo nilwe ndlalela udaba mese kujeza umzala
Akuhambisan ke lan nidlal ngath nalocc uthuli ucc wakhe wayefuna ukubulala yena awukubuzi ngan lokh ngoba locc waqoma uboi isintsha sasizobulala yena kodw yena akafun ukukhuluma iqiniso suka ningasisanganeli nina amadata ethu esibuka ngawo lan
Hhaybo losisi aluyerna lobethi kwadliwa iskhaftini sakhe ingane thizeni yashona
Hayi kodwa nawe cc uliqili yintoni enzima ukuthetha inyani sokude kufe nomntu
U cousin sister ubeklanje bcz of niyafana ngobfebe benu and nuyazana, that's this boy wanenza nobabuili bcz ubonile
Kanti I heading yalento ayihambisani nale oyishoyo cc
The title is misleading...
I think she is lying, bcz there is no one that will keep quite for sumthng srs you ddnt do and the topic is misleading bcz it dsnt match wit da story
Cc khuluma okwenzakala kokhusiza ubelokuthula empilweni yakho
Indaba ayihlangani neshloko sayo🙄🤔aba bona nje ngam asihlangane la
Nagxothwa elalini yenu nonke,ityhefu, ngku kuthiwa thetha inyani nyani zikhulule apha uzochaza lonto qha uyoyika wena
Iyashoda lendaba. Wathi iskhaftini wawusithathephi and wafakani uma bekubuza ekhaya? Ngoba babengeke bangakubuzi beze badingiswe
Uyisigebengu locc ngeke uthule usenkingeni
Hlw King..I wish to know kwenzakalan ku cc we pride ongafun inhlupheko😂
Cc iya ku Stufuza ke manje uykhiphe lemfihlo
Z uyaphupha wena ungathwala icala ongalazi wee aysuka angikukholwa njena
Namanga cc iqiniso uyalaza uze ulahlekelwe ikusasa lakho
These two would make a great couple😍😍😅
Akuyona le video efakiwe, le edlala lapha ekasisi lo onomzala owayemfakele ushevu kwashona enye ingane