Othwele ngobudoda (Sperm) babantu besilisa ukhathele ukuhamba elalwa | UKUHLUSHWA IZITHWALO | S1-E20
ฝัง
- เผยแพร่เมื่อ 2 พ.ค. 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #IkuhlushwaIzithwalo #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #ukuthwala - บันเทิง
Muyofuna usizo uyaqgoka cc wam
Ugqokile usisi inkinga ikuwe ne ngqondo yakho engcolile
😂😂😂@@noxolosithole9140
EMhlanga kusho ukuthi kugcwele abantu abangcolile noma abathwele, ukhona owesifazane oke wafika kule show owayekhala ngokuthi usekhathele ukuvuka njalo ebusuku ayobhukuda olwandle, uphoqelekile ukuthi ngasosonke iskhathi kumele ahlale endaweni egudla ulwandle, naye wathwalela ukuheha amadoda anemali.
Ngiyayikhumbula lo show... ngeke ngisaya kwakona emhlanga 😂
Yey
Ngikhumbula kahle😂😂😂
True even nabesilisa Nabo konke namasulumane alalana wodwa for imali, Kahle Kahle Abantu abanemali banezimfihlo enkulu
Ngiyakhumbula 😂😂😂😂 waze wacela ukulishiya estudeo ibhodlela lakhe😂😂😂
Hhay siphila kwezokugcina insuku ezweni
Amathanga wona mahle kodwa ku inappropriate/ wrong place. ubhut akasakhoni noku concentrate 😢
Uze ngomsebenzi lomuntu la,uEva akadlali!
Uhehwa yilesthwalo ubhuti kikikikiki
@@bakoena82 🤣🤣🤣🤣🤣
😂😂😂😂😂ay bandla niyakhuluma ngemilomo yenu
@@KingSchakaLuqaTVnawo ubuka wona nje sibhala la
I wonder zinjani iimpilo zalomadoda ebekade elala nalosisi
Ngiyasola ayehla amandla emali uyoze uthi kukhona owangiloya izinhlnhla sezihambile.ngiyacabanga ukuthi iyathebuleka.
ey shame poor madoda, yaphela nya inzalo wayo ngenxa yokthand izinto
For sure ihlangahlangene
Kuvaleka yonke into💔
Now this s a lesson 😢I'll take it
Bab Gasa....isithwalo siku verse ban ebhayibhelini?.....e Natal ayve kunezinto ezningi..aybo misani manje kwanele....safa yizikhukhula ngenxa yenu.....izithwalo yini, ikhukhula yini....inkabi yini aybo😢 kwanele🙆🙆♀️🤦♂️
Angithi u jesu uthi nonke enikhathele wozani kumina ngizolinikeza ukuphumula.
Hawu uthando lwemali ❤
Sibonge...
Kunzima Baba abantu bayazifaka entweni ezzobaxa endlele angzi kungni Bangathwali ngo Moya ka Baba Moya weqiniso Moya wamandla awkunikezi kinga loyo Moya
Kazi wayesho nini
@@omagandatvindlela asho ngayo ungafunga ukuthi wemva ngendlebe zakhe 😂😂
Hayibo ujesu uzoxibilila isithwalo uzomondla yini lomntwana
Siyabonga Mkhulu Gasa ngokuzinikela kwakho ukulekelela abantu, ungabanaki laba abathanda ukukhuluma. Kukhulu lokhu okwenza unkulunkulu akusize nama efuna ulwazi usheshe uluthole kusizakale abantu amaan.
Ugcokeni wesisi....uzofuna usizo lapho kodwa awuhloniphi lobaba ohlezi naye....unfortunately unomfazi wakhe.....yayaphi nhlonipho nokuzphatha....msize please Dr Gasa......but before ngicela ayo confesser ku gogowakhe....then ugogo amkhaphe ayoshweleza emsamo .....nakumdali......then uzocolelwa.....abaphansi nomdali bazomupha umsebenzi asebenze....babhidlize yonke indlu alahle ne moto....angayithengisi ayilahle vir......acale phansi
Kikikiki 😂😂😂
Ugcokile cc kumele agcoke ngathi uganile awukahle ngimbona mbhethe kahle
@@DanisileDludlu aybo angeke....amathanga wonke ngaphandle.....remember lo sisi uzofuna uncedo la.....kfanele azehlise....beside umsebenzi wakhe syawuzwa....kodwa she need help....aybo
Sekajwayele kuthi ugcoka ngaleya ndlela kuye ku normal uzibona right
@@DanisileDludlu .....m praying ukuthi asizeke....ayosebenza ufundile.....kodwa uSathane yena vele udlalela ebantwaneni abahlakaniphile.....buka abafana ababhema inyaope ukuthi ba bright njani.....so intelligent....jo! Asthandaziseni ingane zethu umoya omubi uhambele kude nabo
Usisi udlala ngathi, akakhali, akazisoli futhi ukhuluma nje. Amathanga angaphandle. Umuntu ofuna usizo ubona izenzo nezwi lesikhalo. Sibonge.
Ucabanga ukuthi abantu abangenanembeza bayakhala
Angihlale lokuhlupheka nxa inotho inje
Blaqlife TV,hay cha ngiyakuvuma shem, I learn EVERYDAY from la ekhaya ngiguge ngimngaka tjoo 🙆🙆 🤷🤷
Sengathi abantu bengafundiseka ngokujula kocansi 😢
Ucansi lujulile ngampela, uma nje singake siyiqonde lento.
You can say that again
kuliciniso lokho ukutjitjana nje ngengati nelituti lalomunye libasetu komunye
Mina nje since ngaqala ukubuka loluhlelo,angazi kwenzakalani
Kodwa kukhona lento engithi mangibona umuntu osemncane o driver imoto enhle ebizayo kuvele kube khona into nje ethi mnx uthwele lo angisaba haleli nhlobo
Kodwa nje wena wajaha izinto wahlulwa ukbekezela usuze wafika nase varsity 😢
Uphambili ngempela ngokucabanga.kuhle ngempela ukulinda.
Ubhayize kakhulu losis
Yey ngempela 😢
Isilima lengane
Guys be careful outside ....its bad
Kunzima nalawa amadoda ehamba elala nje ebona amathanga amhlophe weeehh liyabhubha😢
Lamakhehla wona....
Hayi boo isingathi kwa Zulu Natala iya thandwa imali boke nje bayatwala for imali God please come down and help this province😢😢
Kunzima
Ake ngikuphendule nakwamanye amaprovince inqwaba ithwele umehluko ukuthi thina kwaZulu sinesibindi sokuphumela obala masixakekile asithuli nokuthi most yabantu bafika kulama show bakhulume isizulu ,omunye wase Limpopo naye ukhulume isizulu ubezofuna usizo naye
Cha ngisuka khona kzn kodwa sengiyesaba bakwethu
akusiwo amaZulu odwa baningi abantu bathwele okwamaZulu ukuth ayasaba and awanaso isibindi esanele nokuth asuke aze ukuth abakwenzayo asiyo into elungile kahle kahle asifundisa ukuth uMzulu kahlekahle usenalo uValo akanaso isibindi esinenyo phakathi njengamanje kunamanye amazwe ath konqoba ukufa
Akulona iciniso lelo
Sekuts nje bona sebaphumelo bala…
Otherwise sonke siyafana
Sigcono ke lesi isthwalo ngoba shlukumeza wena sis qhubeka ngaso 🤗🤗🤗
😂😂😂ngathi singcono impela ngingamane ngizitikise ngamadoda
Umjolo guys is dangerous just stop today and thanks me later 🤞
😂weeee ay ithi asiqaphele but ngeke sikwazi ukuwuyeka umjolo never
That is not umjolo mos
Kunzima ngempela😢
I'm addicted to this show❤ watching from Norwood
Yazi nami sengi addicted ngaloluhlelo
Salute e Uta👊👊
Me too ngize ngiyilalele ngingayibhekile if am biz at work
Ndixakwe kufunda ngenxayoba addicted pkofu umntu uyabhala next week
Also me ❤
Hhayi yanzima Mpilo asihlaleni nokuxakeka kwethu ngeke 😢😢😢
Isbindi sakho nkosazane🙌🙌🙌
Kuse classini ngapha kwa Blaqlif TV ake nibe e show kwi Moja live ❤😂😂Nowanda wagqoka kanje kanti uyadayisa yoooob
watching from Zimbabwe , kunzima ke lokho sisi
🇿🇼
Shona shona
Ayyy ngeke ngiphinde ngiye emhlanga 🏃♂️
Awunamali vele 😂😂😂
😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂balekani bantwana bam ogel abadlali😂😂
Umkhulu ne presenter bathetha kamnandi namhlanje andazi noba ngalamathanga la abenze bane voice ezimnandi
😂😂
😂😂😂😂😂😂😂😂
Sihle usithwalo sakho wengane qhubeka,mabungathandi ngabe ugqoke ngendlela eshoyo ukthi ukhathele
Udayisa ngalento ! "Ngyakbona nowanda" 😂😂😂
Skufisela inhlahla cc inzima lempilo kuncono uma bezokusiza kuvuleke inhlahla yomsebenzi
King schaka wawbuza kamnand umbuzo wokukhokhelwa imali😂❤
God is merciful cc turn to Him and u will be delivered thank u for coming out many will be saved from doing the same mistake
As from now on ngizoba single and not available kanti kunje but I'm glad obami ubudoda vele angibushiyi ngizilahlela mina toilet ngi flush
Sengzoqaphela nami uma kunje.
Qaphelan ngempela bafwethu singcolelene lamhlabeni
Oh yah yini laba Eni blockHisa ama toilet thina masfika sizovula ama blocked pipes siwathola nathi enhle imali le
🤣🤣🤣🤣
Bengicela king nike nisibuyisele laba abasuke beyovala or beyolahla isthwalo beke bezosichazela kuthi bahambakanjani emvakokuba besuka la kuyishow bayalutholusizo or abalutholi ezinyangeni ngyacela ngoba sisala singazi kuthi wahamba kanjani noma umkhulu uGasa ethe uzomsiza mayeyile kuye ufike asizakaleni kuye
Manje wawufunda nje waphelelaphi enyuvesi coz bengithi ufundela ukuthi uthole umsebenzi wondle ikhaya
Kuhle ngoba asbulali isthwalo sakho
🙈🙈🙈🙆🙆🙆🙆🙆Ayikho into ebuhlungu nenyanyisayo Abantu bayahamba beyothwala Uma sebethwele Zonke izinto abebezithwalele sezinkinga Kubo bese befaka abanye Abantu kuzo,Ngoba Zonke izinto ozenzayo zinomvuzo ,Kungani sebefuna kunelele abanye entweni abeyazi Kahle umvuzo,Ngabe Inhlupheko iyaqala ngaye, Imindeni ihlupheka iminingi Kodwa Akubona bona bonke abafuna umcebo,Angabe Abantu bayofunda Nini.
Wayiqala early ke le yokuthwala uyofa nini?Ukhathala kanjani wayefunani😢 kanti nayo nje imali owawuyifuna yisakaze
Umfundisi uphi masekunje ayi kodwa siphila ezinsukwini zokugcina shoooo nabafundisi balapho😢😢😢
Asikho isithwalo esingayona inkinga .noma ungabanemali kodwa awukutholi ukuphumula 🤞awujabuli
Mina ngiyasifuna Sheim ngabe uyalwazi please help
Ubhudi wabantu kunin ekhotha umlomo🙆🏾♀️😧 abantu besilisa balula ukuheheka🤦🏾♀️
😂
😂😂😂
Nothing is for free
No pain no gain
Wakhokha ngo NSFAS lwabishi❤❤❤❤
I came in the comment section for people like you 🤣🤣 thank you for making my day ngalamaganyana nje I died 😂😂😂😂😂
🤣🤣🤣🤣🤣
😂 sqaka nawe ungamnika i R50000 unamanga maaaan😅
😂😂😂😂😂😂awahlali ama-boyfriend ndigqitywa nangubhuti xa ebiza wewe kacc uthi uilento😂
Ngeke king Schaka ngasithanda lesithwalo nami ngiyasidinga
,🤣🤣🤣🤣🤣🤣
😅😅😅
😂😂😂😂😂😂😂😂
Nami ngiyasi funa phana ngama contact ntomboo 😂😂😂
Yooh shuthi nalobhuti waseNquthu wayivuselela iNkothiraki phela
Hay mina ngiryt ngizihambela ngezika Adam bafethu😢
Welcome back Dr Gasa👌👌🙏🙏🙏
Woza kwamhlabuyalingana ukhona ubaba ugodo olulala amankankane ephelandaba kwamhlabuyalingana ungasizakala usebasizile abaningi ngakusiza ngama direction
Can I have your number
Kodwa cc ukube wabekezela ufune amatoho konudayisa ngemomozi easy money 💴 cha ayi unesibindi uthanda izinto shame ubulala iksasa lakho sengidabukela umzimba wakho lo ongawuhloniphi nje .
Nani enogxeka abathwalayo noze nithwale nani ngoba siyahlupheka la emzansi ungake ulinge ugxheke omunye umuntu ungazi ukuthi kwenzakalani empilweni yakhe kuncono kuwena uma usanemali uphinde udakwe ngayo thina sixakekile
She's so cute 🥰 sambaweli☺️
Njengamanje sivakashelwe wusisi uti udayisa ngalento! Undichaza makulapo uKumkani
Ai sisi thola izinto ezizokhuthaza umzimba wakho ungazizwa unomzimba okhathele but isthwalo sakho asikho nzima kakhulu qhubeka naso ngoba wasthatha wasthatha and nasekhaya kzobheda mawuyiyeka lendlela owayikhetha.
Mogul ngoba nje akufi muntu nawe futhi uyazithandela imali qhubeka coz it seems awuzile vele ukuzocela usizo lokuyeka, qhubeka ntomboo thina silala nabo baphinde bacele imali kuthina😢
😮😮 kodwa mntanami ngabe wakhangelana lezifundo wekela okomhlaba ngeke ukuqede
Ngibonga iQiniso laGasa 👏🏾 Ayikho intho enhle ngokuthwala. Izilwane zizokuphilisa impilo yobugqila, akukho okudlula ukukhetha inkosi ngoba iyona yodwa eletha izibusiso ezinokuthula
Sisi sisiphiwo sakho esi solala namadoda ufumane imali qhubeka sisi nesithwalo sakho lubizo lwakho sthandwa Sam wena awudalelwanga kusokola😂😂😂qhubeka nono ngoba lemali uthi unayo izakuphela wakuyeka ukuthwala
Esani iscefe😂😂😂🤣🤣🤣🙆🤦
Aaawena akathole njee usizo okunye kuzabuya
izingane zakini cc lezi obuthena zifunda ezikoleni zakanokusho manje ngoba usufuna ukuyeka zizokhokha ngani okungcono Linda Zona ziqede ungahlekanisi ngezingane nezinye
Yazi mangise church ngihlezi ngiyasho ukuth ungayihaleli impilo kamakhelwane ngoba awazi uphila kanjan benjalo abanengi anilali😢
Sisi uzofa wena from Malawi
Ufuna usizo kodwa sizovezelwa amathanga😮 kwaze kwanzima kamhlaba.
Mmmh ngryt ngiyhluphekela nkosyam😢😢😢
Eei a-FRESH amathanga adlula awama 2000 😅😅 nam ngi rich mfethu awungiphe Phela nam ngizweee injan eyomphakathi wase RICH LAND
Unomzimba omuhle kodwa akusho kuthi khhangisa ngawo noma uyofuna usizo girl
eish kwaze Kwa nzima
This doctor is only adding more trouble to already troubled kid.l know someone who can really help his name is Sekuru Tasvu watch his utube channel.he has helped a lot of pple.he is in Zimbabwe unfortunately most of his work is documented in shona and chewa but believe this not major to him.he won’t give u esinye isithwalo but rather set u free tht lm 100% sure about
Iyooo kwaze kwanzima
Yihle i-voice yakho Sisi
Siyasebenza isthwalo🤣🤣🤣🤣
aze amahle amathanga ey
Uzafaaa😂😂😂
R50K
Yadayisa khipha imali uzobona😀😀
Phela naye loka 50K uthwele akekho ongathenga lento ngo50k
Yhuu waze wazifaka mntase yhoo ,kunzima ukuhlupheka uzibona sele u kwinto ezinjena ngenxa yogxamela ubutyebi . Ngowafundela ukufuna umsebenzi darling . Ngenile ngenile
"Kuyomsiza ngani umuntu ukuthi azuze izwe lonke kodwa alahlekelwe ukuphila kwakhe na?" Mntanami nikela impilo yakho kuJesu isikhathi sisekhona, uJesu akakubaleli izono zakho. Phendika lingakashoni ilanga
Usibuzela kahle Mphathi wohlelo.uyayidedela intombi iye esokeni.
Mmmmm nkosi jesu.usisi uqgoke ngendlela ayijwayele kuthi uyosebenza.
Ayibo mntanami ngeke CC ayi mntanami kuyathusa lomusebenzi uyagqilaza uyeke uThixo uzokusiza methembe xoxa no Jehova umazise Indaba yakho uyanceda methembe CC iNkosi uyakuthanda ma!.
interesting information from uDokotela
Isi Zodwa wabantu kanje kind of a thing
O glori to Jesus abame kancane ujesu akasizi ngalutho la ngaphandle komuntu wasemhlabeni ophatha umuthi othi thi 🖐🖐🖐
Kodwa ekugcineni kwakho konke ..konke kuyoguqa ngedolo phambi kwakhe🙏
is'bindi sakho my sister ngyasfisa nam 🤞
Qhubeka sisi ungasayekeli isotsha lifela emsebenzini walo keep it up
Doctor jack of all trades!!!!
Refer ngifuna ukuya khona
Nami yazi
Awqgoke ngani kodwa
Cc siyalele indlela la owathola khona lesithwalo nathi siyasidinga singamadoda
Hi. I love the way you ask questions on this show ❤and keep it up my brother....
Kazi ayezwa yini amadoda ethu nkosi
Wakhuluma nge past awusakwenzi yini😮😮
Ngithi God ngenelela baba ubhlungu impilo ezweni sakhile
Manje cc kuzoba nzima ekhaya mawuyeka bcs lengcebo onayo eyesithwalo hey kunzima emhlabeni
😢 hawu! Ai kwanzima
Good question King. Baningi abaqwayizi pho yena eyalhe imali yenziwa yini ukuthi ibeningi kangaka. Cha usechazile kusetshenzwa isidoda
Sisters ustrong shame amadodethu awaphephile yooo ukhona
Yey asazi kunzima
Awungipha sona oe😊
Qale uyoqoka cc bese siyakusiza oh hou ngek phela dear 😂😂
sikhona yin esabeslisa abafuna osugar mama ngathi lesthwalo asikho bad
Sogcina sithi lala nomawakho noma nengane yakho
😂😂😂abanye bafuna ukuphuma Wena ufuna ukungena
@@user-pr6qn3nq5z 😂😂😂awu u my sister isixhakile muss imali
😮yoooh
Usisi akasale eseqhubeka ngoba kuyacaca ukuthi lesidoda usifeeder otikoloshe noma engazi. Okunye akathathe ingxenye yemali anayo okuncono ayigcine kwi bank account yomunye umuntu wakubo okanye bavule ibusiness ngemali, but yena angazihlanganisi nebusiness and ibona bakubo abazomupha imali.
Yazi kahle kahle imali yimpande yesono.....i dont blame her bekunzima ekhaya....sengizwela izigwili zabantu
Sona lesi ayii sincoono kakhulu, Uma nje kungasuka lombandela wokuthi ungabi nandodda yakho eqondile ayii sincoono, ngobaa awuchithii gazii lamumuntuu kanti nomndeni uvumelekile ukuthi uwunakekele. 😂
Yho kunzima ezweni 😢
Akaqhubeke usisi into yakhe ayihluphi ngalutho😊
Qhubeka my sister, ciphisa ucansi nje kphela😩
😂 your advice