I lost it where bab Msweli said the mother uyamxolela losathane olimaze ingane yakhe 😭💔💔... Yho mina I can't ngingabazi nokubazi...I want him tortured!...but I guess forgiveness is freeing. I wish the family, community and the parents... all the healing.
baba msweli wenza into ehlula izimeya namakhansela,, wenza into ehlula osaziwayo,,,, laba abaphatha ama million abayaz lento eyenziwa u msweli,,, sadly and unfortunately baba msweli uzoba yisitha kubathakathi nakule genge ESEBENZA Ku hulumeni engenandaba nabantu
Yhooooooo!what's going on in our Rainbow country?What's wrong with you men?I can't express my anger towards this.The perpetrators should be cut these evil front tales to bleed to death.Im really angry.Im a South African in UK.
Lala ngokuthula sisi uze uyisibane wasishiya uyisibane njalo🧚♀️🧚♀️💔💔 Yabuhlungu lento nxa bethi bhabhayi...hayi ngiphela amandla. Umuntu owenze lento ingabe yinhlala yenza le anesibindi esingaka? Inkanuko yomoya omubi ka PEADOPHILE. Songani engatholakala amaphoyisa kufanele amthole lomuntu. Can the police do their jobs please, no child is safe with that person still on the run.
Baba Msweli siyabonga akubusise ujehova akugcine akuvikele nasezingozini njslo mawuhamba lezindlela ezahlukene
Ukhule Baba Msweli nemisebenzi yakho eyisibusiso kubantu base S A Qhubeka njalo 🙏
💔😭Kwazw kwabuhlung lent
Unbelievable I'm lost with words...rest in peace baby girl 💔💔
Baba uMsweli syabonga kakhulu ngeqhaza olibambili ekusizeni abantu noma umphakathi wase South Africa unkulunkulu sengathi angakugcina njalo baba syabadinga abantu abafana nawe emihleni yokuphila ngiyezwelana kakhulu nomndeni owehlelwe Umuga ngithi unkulunkulu ababophe ngabhande linye kuzodlula kubuhlungu kunjalo umtwana sengathi angalala ngokuthula.
🙌🙌Ngwenyaaa phakama njalo uyiqhawe
Syabonga baba Msweli , enye yezindawo zangakithi Kwaceza le 😭😭😭abafana Bala bengfunda nabo more than 6
Nkosi yami angazi nje nokuthi ngingakwazi Ukumxolela . Msweli ngiyabonga Phumula nana ( imindeni yomibili kunzima xolelani 💔💔💔 kunjalo. MSWELI iyindoda , nomndeni wakho ukuseke njalo.
Yini engahlula abantu uma bebambene. Syabonga bab Msweli
Siyabonga bab Msweli
God bless you Nongalo🤝 Ukhozi FM, dololo😏
I lost it where bab Msweli said the mother uyamxolela losathane olimaze ingane yakhe 😭💔💔... Yho mina I can't ngingabazi nokubazi...I want him tortured!...but I guess forgiveness is freeing. I wish the family, community and the parents... all the healing.
Uboshiwe nje kodwa lo wenze lento ebuhlungu kanje 😓
Cha uyingwenya Msweli msebenzi wakho mkhulu South Africa, udlula ngisho hulumeni uqobo.
Babu Msweli we as south Africa we behind you 🤗
Mhhhhh 💔😥 ngabe kwenzakalani nge sizwe sakithi😩🤦 ngoba yonke lemgingwane ayenzeki kwezinye izinhlanga💔
Ngwenya ehlala emgwaqeni ezinye zihlala emanzini igalelo lakho siyalibona sibonge kakhulu ku halfway ford ngenjomane abakunikayona ukuthi usize isizwe sakithi nabobonke abahlezi bekusiza nami bengingafaka okuncane manje ngisafunda enyuvesi yakwazulu natal kodwa nje siyabonga ngwenya
Ngwenya yakithi ngiyabonga kakhulu, usunikele kakhulu ngokubuka udaba!
Kubongwa amaqhawe ,uyiqhawe Nongalo uhlula ngisho izikhulu zahulumeli zikuphi njee
nkosyam syabonga baba uMsweli inkosi isigcinele wena siyakudinga
Labantu abahambe behlala belusa bengenamfazi angazi nibathemba kanjani ey isono Jehova ay mncm.
😭
Abantu abanjengawe mfowethu uMsweli sengathi banganda. Umsebenzi owenzayo ujulile kakhulu.
😭😭😭😭💔💔kwaze kwanzima kulelizwe esiphila kulo manje kodwa ngibonge babumsweli ngesenzo osenzela umphakathi wakithi lento ngiyayithanda kakhulu sengAthi nalaba abakwaford halfway bengakhathala yilamandla abakunika wona syabonga kakhulu Ngwenya👏👏👏
Tragedy!!!Condolences!!!May her soul rest in peace & rise in glory.
Baba Msweli,Unity 's strength,divided we fall.
Forward ever & backward never,Muthwa.
U 're a blessed man.Stay blessed,Muthwa.
Yooooo, bazebakhohlakala abanye abantu.....uyenza njani into ebuhlungu kanje, kubantu abakusiza uhlupheka😭😭😭😭
Mmm yaze yabuhlungu into eyenzekile emndenin wakwa dlamini phephisani Minden wakwadlamini ngyabonga kakhulu baba umsweli mkhulu umsebenzi owenzile lapha God bless you ngibonge kakhulu nakulaba abalule isandla inkosi inibusise.
Aw bandla oDlamini batheleka ngehlazo ey isono 😔🙌🏿 ay abantu banesihluku ay nc
Umunt obulala ngane suka sevukwe yibuphi ubulwane Kant Jehova ngenelela sivikele
Ubuyise unembeza kubant bakithi ohh 💔💔
Umangabe sonile kuwe smakade sicela intethelelo😢😢nginomtwana wentombazana umsiko njengamanje ohh Nkosi ngabantwana bethu😢
Ingizwisubuhlungulento Nkulunkulu akubusise baba msweli aduduzeke nomamawomntwana silubonge nobumbanesiluzwayo
Ungayimemezi baba msweli mali bazoyilanda inswelaboya ngiyacelababa nembezawusekhebantwini
Nongalo ubusisiwe Baba. engathi nje uNkulunkuli engasgcinele wena.
Uyazi ngi vesane ngibone kuyimi ohlangabezana nasimo
😭😭😭😭😭 kwaze kwanzima emhlabeni
Ukhule baba Msweli Kanye nomsebenzi wakho
😭😭😭😭kunzima emhlabeni baba umsweli ubusisiwe emhlabeni nasemazulwini
Kuyobongwa amaqhawe uyiqhawe ngwenya
Mmm wamubi sathane maye nizoqashwaphi
Ayibo💔💔💔losathane odlwengulile akafe😭😭😭
But God siyakucela nangalesikhathi Shem kubuhlungu bandla nabomalume mbumbulu a kubi bandla
Babu Msweli uyobongwa ezulwini ngwenya
Ukuletha nje umuntu emhlabeni kunzima ukukhulisa ingane kunzima kukodwa isingwebo nje asibuye abantu bafe once nje uhulumeni nguye ovuna ababulali ngoba abayenki abaphezi futhi.imali ngenke isize nompefumulo wengane
Babu Msweli 🙏🏿🙏🏿❤️
God bless you Ngwenya
Syabonga baba msweli
Nkonzo enhle msweli nkosi abusise ngisho isizukulwane sakho
😢Oooh nkosyAm 😓
Hawu usathane womalusi wezinkomo ulusa nezingane ezincane limfanele ijele ayoluswa iboshwa
Yhoo nkosyam kwaze kwabuhlungu😩😭😭😭😭💔
baba msweli wenza into ehlula izimeya namakhansela,, wenza into ehlula osaziwayo,,,, laba abaphatha ama million abayaz lento eyenziwa u msweli,,, sadly and unfortunately baba msweli uzoba yisitha kubathakathi nakule genge ESEBENZA Ku hulumeni engenandaba nabantu
😭😭😭yaze yabuhlungu intliziyo yam
Ayi ngibuhlungu kakhulu coz NAMI nengane yentombazane ngibuhlungu.ingane azisaphephile lomuntu bekumele angaboshwa abantu abenza okubi akangaboshwa coz ukuboshwa asasizi usazophuma .nithini nengane eshonile umndeni nawo awunacala wawuthi usiza umuntu
💔💔💔💔oh Nkosiyami 😢
Simakade ibizwa ngani lento 💔💔💔💔😓😓😓😓😢😢😢😢😭😭😭😭😭
Eyi abantu besilisa sebaba uzilwane kodwa ingane yenzeni kangska ayideserve ukuhamba kabuhlungu kanje akaboshwe dilikajele inja le sengathi bangamshayaa ejele angakutholi ukuphumula
UNkulunkulu amugcine njalo ubaba uMsweli umsebenzi muhle kakhulu
kubhlungu kodwa
Yhooooooo!what's going on in our Rainbow country?What's wrong with you men?I can't express my anger towards this.The perpetrators should be cut these evil front tales to bleed to death.Im really angry.Im a South African in UK.
Eish 😭😭😭😭😭🙏
Uboshiwe yn umuntuu
this is so Painful
Kakhulu 😢
AMANYE AMADODA AYASIHLAZA, KHONA IZIMWO ONGAZI UKUTHI ZINGAGWEMEKA KANJANI ,NJENGOKUPHILA NABANTU ABANGASILE. UBACANGA KANJANI NJE NGENGANE LOKHO KUFIKA KANJANI NJE EMQONDWENI. KHONA UMNGANE BENGINAYE INQO EYASIPHAMBANISA NJE WUKUTHI NGATHI AKABAZI ONTANGA. AWUKWAZI UKUBONA UKUMA KAHLE KWENGANE. AWUKWAZI UKUBONA UKUTHI INGANE IHLEZI KABI. IM SORRY KUNANA NOMAWAKHE INHLIZIYO IXOLE AYITHOLE INJABULO NGOMUSO SIYAMTHANDA
lomuntu akakaboshwa yini namanje akatholakali?
Ngwenya umsebenzi wakho unesbusisi phakathi qhubeke njalo
Phakama Msweli Phakàma
Lala ngokuthula sisi uze uyisibane wasishiya uyisibane njalo🧚♀️🧚♀️💔💔
Yabuhlungu lento nxa bethi bhabhayi...hayi ngiphela amandla. Umuntu owenze lento ingabe yinhlala yenza le anesibindi esingaka? Inkanuko yomoya omubi ka PEADOPHILE. Songani engatholakala amaphoyisa kufanele amthole lomuntu. Can the police do their jobs please, no child is safe with that person still on the run.
Bafowethu uyasebenza ubaba usweli sibonge nakulaba abanosizo ezweni lakithi
Kodwa kumele ephelele ejele
Asibanjwe siboshwe leSigebengu sibolele ejele
Xa iyintoni lorhulumente angabuui isigwebo sentambo umackenzi uthi yena uzasibuyisa bye ANC
iphi i ANC ufuna i vote kuphela masilitholile inyamalale ithuli ngathi ayazi masekunje uphi u mongameli wezwe ayi kunzima e S. A
💔💔😭😭😭
Inkonzo yoxolo? Badalwe kamnandi abanye abantu. Umxolela kanjani nje umuntu okwenze nje?
Ngaze ngabuhlungu into embi kanje endaweni yangakithi