Syabonga baba uMsweli lensizwa ewu Khulekani sasifunda nayo eMangosuthu university from 2010 to 2011. NGO 2012 engathi wabe eseyeka ngenxa yomsebenzi but wayekhaliphile impela yena ngoba wayehlale eyi highest. So sad ukuthi sifunda naye nje kanti hes been through so much 😢. Ngayizwa indaba yokudlula kwabazali back then coz nathi ekhaya sasisonta khona esontweni esamungu ngase Bhunwinwi but ngesikhathi ngifunda naye ngangingazi ukuthi uwubani. Qina Mvelase and I’m happy to see you doing well. Syabonga baba uNongalo ngezifundiso nokusiphakela njalo ngolwazi lwempilo, ngiwabuka njalo ama video akho ngoba ayasakha, Mina ngibuka nje ngikwese Canada
Yazi mfe2 into engiyibonile ngempilo as much you working so hard but mukhetheke ngendlela engenanhlanhla uhleli uzobuyela phansi something eyenzeka kmina I'm just waiting to die
You two made me feel like I bipolar the previous episode, I was laughing, crying and all that you can imagine. Thank you for sharing such a deep stop. Prayers are that God leads you and family where your mom is lying so she could be put to rest like everyone else. 🙏
Number 4 Gcinekile Ntuli was my friend .We used to live in King Dinizulu Eshowe😢😢😢 Rest in peace Gcieh my friend.Every time when I cross the river I used to become emotional 😭😭😭
Saze sabuhlungu istory nkosyam. Ku part 1 bengbuye ngihleke but nginobuhlungu deep down coz I can imagine the pain umndeni owaba nayo. Phephisa Mvelase and you are a good story teller.
Who else noticed how he looked around before baqale inkulumo that says a lot 😢, how he also felt that the water pressure is increasing. This says a lot about his mental and psychological health, I pray he gets help like counseling at least yebo akusoze kwadlula, but i believe counseling somehow helps. He's a great storyteller, and he's smart also😊❤, siyahleka siyakhala khona la😅
Lento ka bafo ibuhlungu kakhulu yazi at the same ingfundisa isifundo siyeke lento yokuthuka abantu kum social media singazi umuntu ubhekene nani okanye udlula kuphi engathi bafo ungaphola eyy ibuhlungu lento ayichazeki uqine kanye nomndeni wakho bhuti omudala 😭❤❤🙏
Angaz kanjan mekhuluma lubhuti ngizizwa nginomuzwa yokut ungumfundisi even niqala ukuxoxa ngakezwa sonke istory Angaz kanjan nam its just a feeling ningangi judge guys
To share a bit of my family story I know the pain of loosing your parents in such a tromatic way I lost my mother she was stubbed 8 times we know where she was buried kodwa ngokunganaki komdeni asikwazi ukulikhomba ithuna lakhe ngenxa yendawo owabekwa kuyona ngifisa ududuzeke amanye amanxeba awapholi ngisho ungazamakanjn phola bhuti
I wonder what is going through his mind at the moment he's standing here going through what happened to his parents day 😢😢😢 may God keep him and his family well protected and strong strong not forgetting anti Brenda crying and having a cookie and drink 😂😂😂what a good gentleman and an excellent storyteller he needs to consider writing a book about their life from when they were growing until when their parents departed it wasn't a blessing that he Mr Ayanda Msweli ❤
Ngisakhona nami sisuke ku fb sathi episode 1 njengoba sesilana. Mina bengifisa ukwazi ukuthi ngabe waphuma ngawo lowonyaka e school of excellence or nginyaka eyalandela
Syabonga baba uMsweli lensizwa ewu Khulekani sasifunda nayo eMangosuthu university from 2010 to 2011. NGO 2012 engathi wabe eseyeka ngenxa yomsebenzi but wayekhaliphile impela yena ngoba wayehlale eyi highest. So sad ukuthi sifunda naye nje kanti hes been through so much 😢. Ngayizwa indaba yokudlula kwabazali back then coz nathi ekhaya sasisonta khona esontweni esamungu ngase Bhunwinwi but ngesikhathi ngifunda naye ngangingazi ukuthi uwubani. Qina Mvelase and I’m happy to see you doing well. Syabonga baba uNongalo ngezifundiso nokusiphakela njalo ngolwazi lwempilo, ngiwabuka njalo ama video akho ngoba ayasakha, Mina ngibuka nje ngikwese Canada
Yazi mfe2 into engiyibonile ngempilo as much you working so hard but mukhetheke ngendlela engenanhlanhla uhleli uzobuyela phansi something eyenzeka kmina I'm just waiting to die
You two made me feel like I bipolar the previous episode, I was laughing, crying and all that you can imagine. Thank you for sharing such a deep stop. Prayers are that God leads you and family where your mom is lying so she could be put to rest like everyone else. 🙏
Number 4 Gcinekile Ntuli was my friend .We used to live in King Dinizulu Eshowe😢😢😢 Rest in peace Gcieh my friend.Every time when I cross the river I used to become emotional 😭😭😭
Saze sabuhlungu istory nkosyam. Ku part 1 bengbuye ngihleke but nginobuhlungu deep down coz I can imagine the pain umndeni owaba nayo. Phephisa Mvelase and you are a good story teller.
Counseling would also help a lot. It was such a great loss and unimaginable. Qina ndoda and get Counseling
Who else noticed how he looked around before baqale inkulumo that says a lot 😢, how he also felt that the water pressure is increasing. This says a lot about his mental and psychological health, I pray he gets help like counseling at least yebo akusoze kwadlula, but i believe counseling somehow helps.
He's a great storyteller, and he's smart also😊❤, siyahleka siyakhala khona la😅
UJehova abenawe Mvelase mfwethu, Akabalahli futhi akabadeli abakhe...Syabonga bab' Msweli🙏
Lento ka bafo ibuhlungu kakhulu yazi at the same ingfundisa isifundo siyeke lento yokuthuka abantu kum social media singazi umuntu ubhekene nani okanye udlula kuphi engathi bafo ungaphola eyy ibuhlungu lento ayichazeki uqine kanye nomndeni wakho bhuti omudala 😭❤❤🙏
Aw qina Mvelase nomndeni wakithi Mhlakaza siyabonga Baba Msweli ukusinakekela si mphakathi wonke wase S.A
Angaz kanjan mekhuluma lubhuti ngizizwa nginomuzwa yokut ungumfundisi even niqala ukuxoxa ngakezwa sonke istory
Angaz kanjan nam its just a feeling ningangi judge guys
Ey Nkosi yam wakhuluma Baba msweli ngoba siyajajana singabantu kanti izimo umuntu nomuntu akusona asisazi....ngikufisela ukuphola Bhuti wam enhliziywen unkulunkulu akusule izinyembezi...ibuhlungu Indaba yakho😭😭😭
To share a bit of my family story I know the pain of loosing your parents in such a tromatic way I lost my mother she was stubbed 8 times we know where she was buried kodwa ngokunganaki komdeni asikwazi ukulikhomba ithuna lakhe ngenxa yendawo owabekwa kuyona ngifisa ududuzeke amanye amanxeba awapholi ngisho ungazamakanjn phola bhuti
Engathi uNkulunkulu enganisingatha bhuti wami eniqinise kakhulu kulengozi embi eyehlakala ekhaya ingikhalisa njalo le ndaba😢 ngathi lingagcine litholakele ithambo lika mama, kanti nezinto zesintu kumele nizenze ngoba ukuhamba kwabo kuthinta isintu kakhulu noMama uyothola ukuthi wathathwa obabomkhulu uhlezi nabo.
Inkosi ikubusise bab’uMsweli njengoba umane wavusa lendaba noma kuvuka amanxeba kodwa ngithi shuthi i-spirit sabazali bakhe especial umama siyakhuluma sifuna ubulungiswa, ave enedlozi eliphilayo uKhulekani unesiphiwo esihle sokuhlola he can touch your heart and tell you kwenzakalani i think izona zinto eziphinde zibe umthelela wokuhamba kwabazali kanjena. Abantu base DarkCity babethi uyahlanya kanti “cha” akaze ehlanye isimo sabantu abadala sike samhlupha. Ngiyathemba kuzolunga nezibopho zizoqaqeka Mvelase
I wish now she can appear and make a sign please it's said😢😢😢😢😢😢yoooh kubuhlungu ngiqeda kukhuleka
Mmmmm nkosi 😢😢😢😢ngizwa ubuhlungu obungaphezu kwalobu obangilalisa esbhela kodwa bhuti wami unkulunkulu unawe uqine bhuti yooohhh kwaze kwanzima😢😢😢😢😢
Ngaze ngakhala jesu saze yabuhlungu indaba kodwa nkulnkulu wayefunani ngoba lezinceku zazimuthanda zimusebenzele kanti ayifunayo kithi 💔💔😭😭🙏🙏
I always ask myself that ukuthi if esesibukelala kant kusuke sekwenzenjani😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭
Hawu kodwa ngo Aunt Brenda bemgifisa ukumubona😂😂
I wonder what is going through his mind at the moment he's standing here going through what happened to his parents day 😢😢😢 may God keep him and his family well protected and strong strong not forgetting anti Brenda crying and having a cookie and drink 😂😂😂what a good gentleman and an excellent storyteller he needs to consider writing a book about their life from when they were growing until when their parents departed it wasn't a blessing that he Mr Ayanda Msweli ❤
Babawami ❤🙌 siyabonga ngo part 2
Phephisa Mvelase nomndeni uthixo anibheke anivikele zikhathi zonke,God bless you Baba Msweli
Umsindo wamanzi uyaphazamisa, asisayizwa kahle ingxoxo.
mmmhh ngaze ngabuhlungu kulobhuti ubhlungu obungaphakathi ngathi sasikhona
Ijule kakhulu ngokomqondo lensizwa,inhlonipho nesizotha enaso ekubekeni lendaba yayo ebuhlungu❤😢
Ndivumelana nawe
Siyabonga kudala silindile🎉
Pholisa lamanxeba nkosi❤️🙏🏽
I was young but ngiyasikhumbula lesi story se family yakaMthembu ESamungu sheim.
Phephisa bhuti ubuhlungu obungasoze baphela kakhulukazi ngoba azange ubeke isalukazi sakho kodwa sethembe ukuthi uzokwenza zonke izindlela ezikhona zokuthi uphole nomdeni wakho 🙏🏾
Lucky for them bakhulele enkonzweni, inga ke uTixo womusa angapolisa ezintliziyweni, abuyise itemba abagcine besemandleni, Amen
Mmm unkulunkulu akakupholise amanxeba akuphe ukuthula enhliziyweni yakho
yabuhlungu lendaba ka Khulekani nkosi yam,but sibonga ukuthi wadlula kulesimo ngoba uyabathwala abakhe uNkulunkulu
Eyi babuMsweli, kunzima ukuphila singabantu siphila enyameni.Siyona ngomlomo,ngokudlinza,ngenhliziyo,ngokubona ,ngokwenza eyi kuningi nje,uThixo awuhawukele umndeni, uthole i closure efanele.Phephisani icebo lika Nkulunkulu lingevinjwe yiko ethi isikhathi sakhe asifani nesethu, ngaze ngabuzwa ubuhlungu ngingawazi umndeni.Engikujabulelayo balubonile uthando kubazali babo noma babe nga understand why bebakhulisa ngalendlela. Anone ngalutho kuNkulunkulu kuphela nje iskhathi sase sifikile ukuthi kwenzeke konke ngaleyandlela.Phephisani mndeni
Eish yazi brother ngiyazwelana kakhulu nawe nomndeni wakho lena angazi kuthi iyondlula likuphi ilanga kunzima wemukela umuntu sesimazi kuthi nangu ya la esimbeke khona kangakanani le yamama eish 💔😭
Imoto yatholaka yini? Mengabe yatholakala yatholakala maphi nomfula?
Hawu bakithi ngiyakhumbula ey kwakunzima lapho kungakithi ngangisemncane
Laze labuhlungu nali ibali.uthixo akufihle wee Khulekani Mthembu. 😢
Nceseni mndeni wakwethu kwa mvelase siyafi sa atholakale amathambo ka mama
Ey sbonge baba Msweli ngokusitholela lensizwa esethulela ngodaba olungeluhle lokudlula kwabazali bakhe bonke engekho duzane kwabo ayiqine indoda Jehova ukhona
Ncese Mvelase ncese Mnisi wemvula ncese mtanama uNkulunkulu akwelaphe ndodana yam. Iyebo uyena yedwa ozoksiza😢
Ngisakhona nami sisuke ku fb sathi episode 1 njengoba sesilana.
Mina bengifisa ukwazi ukuthi ngabe waphuma ngawo lowonyaka e school of excellence or nginyaka eyalandela
Kwaze kwabuhlungu kubantwana angisakhoni nokuqhubeka ukulalela.
Uyazi Nkosi yami usamcinga namanje uMawakhe njengoba emi kulomfula. Nkosi ngenelela kutholakale ithambo. Akukho okungenzeki Kuwe, ukuze babhodle.
I know I may sound crazy but let’s try uShembe on this matter….ake sizame nje we have nothing to lose…
Abazali bakho bhuti Baku kwa ukulwa okuhle uNkulunkulu ukhona ngoba le yokuthi umama animfihlanga ngesizotha esimfanele akukho lula 💔💔😭😭
Mhh angazi ngizothini mfana wami. Sengikhalile nako akungilaphi. Ibuhlungu kakhulu lento eyenzeka kubazali bakho
Umfowethu kanye nomndeni badinga ukwelulekwa komqondo ukuze bakwazi ukwendlula nokwamukela isimo abandlula kuso ngoba isimo asikendluli emicabangweni yabo
Sibuhlungu istori sabazali bakho bhuti uqine njalo nje I’m sure usadinga more canselling baba😢
I yebo 1 linqabelani ukudlala?
Ujehova uzokukhumbula bhuty nakuba kunzima kodwa kuzodlula mtaka baba. Ukukhuluma ngento eyakwenza uyehla kancane umthwalo
Phephisa Mvelase ibuhlungu nansi indaba
❤❤❤❤❤
Ey nkosi yam bhuti lulama😢
Yaze yabuhlungu Indaba Nami uMalume kaMyeni wami wamuka noThukrla alikho ithuna lakhe Sesikkholwa yiZwi leNkosi elithi mhla uJesu ebuya nolwandle liyokhopha abafele kulo
P2 comment no 2
KWAZE KWABUHLUNGU JESU
Yaze yangikhalisa lensinzwa benginendlela akusahambeki uJehova akugcine mfana uqime
mnisi wemvula ngibonga isbindi sakho khona kuyezwakala ukuthi ukhona umunyu osenhlizweni egathi ubungathola okusa cancelling qina ngoza wakithi uwena osuyoyixoxela isizukulwane sasebathenjini uqhubeke nje uhlale kujesu uyaphendula noma isimo sinjani.
Unkulunkulu abenawe bhuti akuphe amandla akukho lula sihlekile kuqalwa kanti kubuhlungu kanga sakhala kodwa intando kankulunkulu ibuhlungu aze aniphe amandla unkulunkulu
Yini enusilalelisa yona ngumsindo wamanzi
Qina mvelase wakithi
Unkulunkulu unani ngelinye ilanga uyowapholisa amanxeba
UNkulunkulu apholise amanxeba siyabonga Nongalo
Awu ncese chainlami lento hleze imkhalisa
Asizwa lutho ngenxa yomsindo wamanzi
WePhumi unjani? uphumaphi ngampela,ngoba phela angisakuboni Kuma comments
@@nontsikelelontuli4449 Ngyaphila sisi. Manje uthethelani 😂🤣? Yaze angikaze ngithethiswe umuntu engingamaz kuTH-cam, ongathi syazalana😂. Ay uTH-cam unezimanga struuu
😂😂😂yeyi ukube uyazi bengi worried yikho ngithetha nje😂😂 lokhu ngizibuza ukuthi kwenzekeni ngoba phela uvele wanyamalala
@nontsikelelontuli4449 Nganyamalala ngoba khona owayengistalker🤦, kodwa ke ngikhona ngiphile njengosheleni omdala 😊😀
Kungcono ke mawusaphila