Uhlelo kuze luqhubeke ludinga support yenu ngoba uhulumeni akazimisele ngokuxhasa uhlelo if ngempela uyaluthando uhlelo join membership coz nama Dstv niwabuka ngemali For Schools drugs awareness R20 donation here is the link below 👇 th-cam.com/channels/AyS4KFEDFawnGHfbykFOkg.htmljoin
Ama comments enu koda nizokwenza le show ivalwe. Please people learn to watch, listen and keep your negative comments to yourselves ngoba maluyekwa loluhlelo lokuqwashisa abantu nizoba nalo yin olenu oluzokwenza kangcono? Ay animeni nje kancane nina ma judge ey mpilo zabantu. Our kids are learning lana ubungozi bezidakamizwa, im sure imost yenu eniphawula lana anikaze nibheme ama drugs koda ninama answer, nina nifuna ukuzwa lokhu okuthandwa inina. Anizifundiseni ukungabi ama judge. This is a learning platform. Niya judger but aninawo ama solutions. Bonke abantu abeza kule show abazona izingelosi. Bawenzile ama phutha koda if bekwazi ukuza kule show bezoxoxa ngezinto ezimbi abazenzile empilweni, that's a big step to self rehabilitation, they can't change their past but singabasiza nge future yabo. Izinto abazenzile zimbi ngempela koda there's a light at the end of the tunnel.
It's so sad ukuthi we are always glued Kuma TV watching actors but we fail to see umuntu who's acting or using body language to demonstrate inteyayenzeka okwenza indaba ibe more interesting. We are so lucky to have this gent here on MPTV 1, siyabonga professor. Very intelligent this man
This guy is proof that igebengu are normal people like me and you they have just been mislead ,you can hear how diligently he speaks about ukhlupa ,this guy can be working and living life wasted his life
you can not expect ukthola isfundo kyona yonke inkulumo.. maning ama video la i guess wafunda kuwo... phela wena u smart ngeke ufune ukufundiswa njaaalo nje
Bafwethu ayikho yinhle lento close to 33k views but ama likes aw 1100 . Ngyafisa umfwethu simbonise indlela yokumbonga ngomsebenzi omuhle akawenzayo si join ne membership bafwethu kulaba abanamandla
This guy must start afresh, isitori sakhe siyizitori eziyimilion sisodwa. And we don't see or hear any remorse from everything he says, without praising himself about his old life. Ngungathi nje akunasifundo esizotholwa umphakathi kulento yakhe. And nanokuthike I doubt he even stop smoking and lempilo yakhe yobukhothini. If usewashintsha ubezoba nendlela eyahlukile ukudlulisa experience yakhe nempilo yezidakamizwa.
Lingahamb emva kwakho, Mele ulibheke nje lidlule futhi show no fear if uphethe phone uykhiphe uycofe confidently. Ziysaba kabi induku lezinto, noma ngabe azibhemile uma nje zibona ukuthi zizoshawa siyahlehla
Uhlelo kuze luqhubeke ludinga support yenu ngoba uhulumeni akazimisele ngokuxhasa uhlelo if ngempela uyaluthando uhlelo join membership coz nama Dstv niwabuka ngemali
For Schools drugs awareness R20 donation here is the link below
👇
th-cam.com/channels/AyS4KFEDFawnGHfbykFOkg.htmljoin
Awukufanele ukuphila bhuti wami umphuca utshwala bomcimbi ngabe kuyangami nabe idalwa zikunqume unyawo olulodwa unesena nembeza
Cha mina uyacika nje ukuphila ngamandla banye abantu
Part 2 please
To see
Faka account number mfo
Thanks Professor for bringing some who managed to stop Yawupe .
God is good 🙏
He's handsome. It is the facial expressions for me when he speaks
Ama comments enu koda nizokwenza le show ivalwe. Please people learn to watch, listen and keep your negative comments to yourselves ngoba maluyekwa loluhlelo lokuqwashisa abantu nizoba nalo yin olenu oluzokwenza kangcono? Ay animeni nje kancane nina ma judge ey mpilo zabantu. Our kids are learning lana ubungozi bezidakamizwa, im sure imost yenu eniphawula lana anikaze nibheme ama drugs koda ninama answer, nina nifuna ukuzwa lokhu okuthandwa inina. Anizifundiseni ukungabi ama judge. This is a learning platform. Niya judger but aninawo ama solutions. Bonke abantu abeza kule show abazona izingelosi. Bawenzile ama phutha koda if bekwazi ukuza kule show bezoxoxa ngezinto ezimbi abazenzile empilweni, that's a big step to self rehabilitation, they can't change their past but singabasiza nge future yabo. Izinto abazenzile zimbi ngempela koda there's a light at the end of the tunnel.
True and bonke abantu ababhemayo abangenanga ngendlela efanayo
Eshh isono siyafana ebusweni buka nkulunkulu akekho oncono
It's so sad ukuthi we are always glued Kuma TV watching actors but we fail to see umuntu who's acting or using body language to demonstrate inteyayenzeka okwenza indaba ibe more interesting. We are so lucky to have this gent here on MPTV 1, siyabonga professor. Very intelligent this man
I love that God’s name always come up n siyamaz unkulunkulu sabantu ukuth simaz bese sisebnzimen
Lonake uzobulala isizwe,akukho kuzisola lana.....nakhona we Prof wobheka ukuthi uhleka ini
A good story teller,Part 2 please professor
Prof I like channel yako n I follow it futi kuningi engike ngikufunde kubafwetu abasuke befikile however with respect Prof bt lo bafo omulethile kuloku, akubonakali ukuzisola kuyena kodwa hlampe imina engingaboni kahle
Ngibona ubafo osiqhoshela ngesbindi sakhe nobungozi bakhe ngezinto ezingezinhle ayezenza
Asiko isifundo engibona esizela naso kanti hlez kufika abafwetu abasifundisayo kwesinye iskati uze uhlengezele izinyembezi
Angaz hlampe ingoba istori sake was all over kodwa nje angikboni ukuzisola kyena
Sibonge Prof noma kungaba buhlungu kanjani but isfundo ngistholile👌
Handsome guy ,his voice reminds Mandoza .good story teller
This guy is proof that igebengu are normal people like me and you they have just been mislead ,you can hear how diligently he speaks about ukhlupa ,this guy can be working and living life wasted his life
Unamanga lo awukwazi ukubambi nkunzi uxoxe kangaka nomuntu mcm
He looks proud
Ine proud kodwa
Ngingasho sekuyisikhathi . Siyabonga
What a gentleman nkosiyami kodwa kusuke kuthini 😅
Ngihlala naye
Hay Bafo you r a good story teller usinika umfanekiso ngqondweni
Ngiyavusela Professor, ngiphakathi inside!!! uMusa ufana noZuka wase Pienaar…
Kwaku mnganami wangempela sisa primary, Ngangilala ngisho kubo.
Lendoda yaqhala isencana ukuba nesibindi
Yiphi intwana uS'lwane.
I don't understand why people think he's lying🙄you can see that he's fearless.
Ukhona uSlwane naba Ngihleli nabo la syashuka😹
We Proff uthi isbhamu wasthola kanjan mesho yena?
Yangchaza mase ehlukumeza la ekade ethenga khona part2 please 🙏 ♥
I could listen to him the whole day ❤❤❤😂😂
Lol lo udlala ococo melon kakhulu😂🤣🙆🏾
Izitori zakhe akaziqedi🤦🏾♂️frm kweye Arrows to kweya cc wakhe no 500, nokuthi uwubani igama akazange azisho, i crime wayiqala kanjani, kuningi nje🤦🏾♂️
Hey nakhona engabe uthini. Angimuqondi nje sdalo😢😢😢
Late but present my Prof, Phakathi inside
Ngiyamsabake lona, kodwa Prof phepha nawe
Lo uzosichomela ngokusabisa kwakhe akalethe sifundo salutho bekumele aye ku skeem GP ay la..
.
Ngingathokoza if engabuyanga
you can not expect ukthola isfundo kyona yonke inkulumo.. maning ama video la i guess wafunda kuwo... phela wena u smart ngeke ufune ukufundiswa njaaalo nje
Story telling🔥🔥🔥🙌🏿
Exactly njenge mpilo yaseNanda
Part 2 please Professor
Noma ingabuyanga lenja yomguluduku vele ngeke ishintshe
Lendoda yangithusa ngikude nayo😂
Oh my word. Maybe you were supposed to hide his face. Phela taxi drivers don't play...
Noma engafa lo
😂😂😂@@siphamandlamagwaza5888
This one is not remorseful. He has destroyed people's lives.
He's not remorseful at all...
His full of himself lo uyanyanyisa! 😑😑
Uyanginyanyisa nje nami
Siphakathi inside ke manj😂😂
Kubuhlungu ukuba umzali ngoba Noma ingane yakho ingona kanjani kodwa uthando lwayo alupheli😢
You gain a subscriber because of this one ❤😢😂😂😂
Sengibuka okwesibili❤
Lol wazi yona ngempela bafo uze uthi thembeza 😂😂😂
Uyabonakala ukth umjita o Clean mabru 😅🫡
The best 😂
Yasabekalomasaka,,, futhi ngathi sayintshontsha nje iwunga,,,, ngeke,, akakayeki
Mmnnhhh yooo ngavele ngamsaba loGuy😅
Ai Musa ngath uyabu act ubugebengu💔💔😕 awunazwelo shym
😹😹😹😹
Okubuhlungu ukuthi muntu noma engasagangi muntu owamona methola ithuba uzokbulala
Ay nami ngeke ngimyeke lo if wangona noma engasabhemi
Uzosichomela lo
Ave ezphotha lama out aseMlazi naka Mashu😂 wonke futhi🤞... Ngnakho ukwabona la emphithi....
If Ego was a person ....yho this guy
This guy is a narcissistic psychopath 😂
Indaba yalomjita😂, ushaya straight
eyi unamanga lo
😂😂😂inamanga lenja..
Ibhacile kuyimanje ngoba iyadinga
Lmao ubhaceleni umuntu obeyinkinga engasabi ngisho abaphathi bo merchant.. lmao waaah
Ngyayazi lenhlobo enje kuphela kabuhlungu
Ay lomfethu ngeke angboni kahle, noma angangabe esabuya, aykabi.
Lomjitha angimu see Kahle 😂😂kodau akabuye kodau
Yamaz uSylvester awungtsheni loko😂🤣😂🤣
😂😂😂 yini utraaaaa neyimonto eziyi 500 per. Day
He’s too honest 😢
Present thisha😅
Part 2 please
Part 02 please
Bafwethu ayikho yinhle lento close to 33k views but ama likes aw 1100
.
Ngyafisa umfwethu simbonise indlela yokumbonga ngomsebenzi omuhle akawenzayo si join ne membership bafwethu kulaba abanamandla
eyi namanga lo... usenza uChuck Noris
Hay ngiyamazi no Chuck Norris, uwazi "WONKE" amagama ezibhamu🤔🤔🤔
Part 2🙏
Isdomu lesi sihlupha isho abantu abaziyo ai asimthandi nje loh
😂😂😂 uyamaz
Thina Bendlondlo.....!!! cha ngisase khona
Ngaze ngalimosha idata lam namhlanje
😂😂😂
Part 2plz
Waze wamuhle
Yabhora lomjita namanga
Impela is not make sure😂😂😂phoyisa laka Metro Rail…
Part two please isivesane yadla nasesakeni
Lol zaze zayiningi izindaba kuloku bamba inkunzi movie kuphela😂
Uyangichaza mina lo 😂
Wakhuluma nge Reservoir Hills lapho engihlala ngakhona
Kusafuneka asebenze amapoyisa
Cela ubuyise
Impilo inzima ncenga mjita ungabuyeli emuva ungabanaki abahluleli munye umahluleli.
Igwanekwane kwane le😅
Part 2
Sylvester of our time. What a shame.
Kuyenzeka kanti nani nisabe isibhamu😂😂😂
Ayi kabi Prof kokwa Part2
Ay unamanga lomjita kodwa
This guy must start afresh, isitori sakhe siyizitori eziyimilion sisodwa.
And we don't see or hear any remorse from everything he says, without praising himself about his old life.
Ngungathi nje akunasifundo esizotholwa umphakathi kulento yakhe. And nanokuthike I doubt he even stop smoking and lempilo yakhe yobukhothini.
If usewashintsha ubezoba nendlela eyahlukile ukudlulisa experience yakhe nempilo yezidakamizwa.
Mmm. Yabhemalena high
Koda lenzonndo ebekwa kuma nigeria ngezidakamizwa angphiki bayazidayisa koda nabantu bakit bayazidayisa. Nje kahle
we need more proff
this guys would have been a criminal regardless of drugs i think uzobuyela kwi crime uyayrhanda
I don't think he learnt his lesson as kuyi platform yokuqwashisa abantu emphakathini
Lona nje ugqugquzela ubugebengu and namanje akaboni inte wrong ngobugebengu
Ay akabuye
Please like the video to promote the channel.
Nina niyaphapha senajwayela ubangcolile nezimpahla ezidabukile.
Nifuna akhulume ngendlela yenu, nididwa yi lingo
😂😂😂
Ay this time uthole umuntu onamanga
😂😂😂😂😂
waze wazenza isinxadu umjida😂😂😂🤣🤣
Wisona akafosi lo lento iphila kuyena😂😂
😅
Umbuzo wami uthi yini ekumele uyiqaphele muhlangana nephara endleleni
Lingahamb emva kwakho, Mele ulibheke nje lidlule futhi show no fear if uphethe phone uykhiphe uycofe confidently.
Ziysaba kabi induku lezinto, noma ngabe azibhemile uma nje zibona ukuthi zizoshawa siyahlehla
Ukuthi lingaku Jovi ngalo mjovo
Bhutiwami oMncane bake bamuzame aYebhema nabo iWoonga,wevele akhale angimemeze eGoqana amaThumbu...
Buntu ngeFwn Yami??
Wawungeke ulunge laYikhaYa wena
Uyiyekile iwoonga, ubugebengu?? Uyingozi lomfana muhle for nothing uyisgebengu esingenazwelo
😂😂😂wigwala maMntungwa
@@cnengcobo5415 akulona iqiniso lelo🤣🤣
Uyisdomu on top of it all.
Mxm nonsense
Muhle?
Snawana amaphoyisa asazokutalabha njengoba uxoxa lendaba.
GLOCK EYEHLISWA ISAFETY😮
THE POLICE THEY ROBBED ON THE N2 WAS SAPS BUT LATER ON KWABA UMETRO😮😮
Part 2 professor this guy has a lot 2 tell
Ekse le’outie ighost hmn ukfaka esthomben ngemphela
Uyafosa lo
Ukhala ngoMsizi but yena akabacabangelanga abantu. Kodwa ayifi ngani lenja
Awu afeleni manje
@@MlungisiMcanyana afele ubunja bakhe, uyayazi I trauma after ukubanjwa inkunzi
Lendoda mina ngizwa ngatsi inesibindi sokutsi ikhonile ukukhuluma ngalento
angsho ngendlela embi kodwa lensizwa iphilile ... impilo yayo ebeyeMovie impela....
Ndebele mfowethu ngyakuhlonipha mina...
lento ubuyindzandza awkuphiki loko njengabanye bantu