Inkosi yamaNazaretha onke aphilayo emhlabeni ukuKhanya kwe Langa.

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 13 ก.ค. 2022

ความคิดเห็น • 47

  • @sbusisomngcwango9563
    @sbusisomngcwango9563 ปีที่แล้ว +10

    1992 sise Khumbula .wathi uBaba iNyangayezulu koba khona oShembe abaningi wathi kodwa uShembe wangempela ma ubhabhasisiwe uyomuzwa egazini.wathi oyozalwa Nguye uShembe uyosukumisa izishosha abafuna abantwana bayobathola.wathi ongeke aphume okhalweni lakhe kofika abantu kuye begula bayovele bafe .🤣🤣🤣🤣🤣🤣manje senihamba nilandelana nezidakwa .isidakwa usibhekile lesi .kunzima ukuba iphekula.uNyazi olokuqala futhi olokugcina

  • @mbusisenikhuzwayo763
    @mbusisenikhuzwayo763 ปีที่แล้ว +3

    Ngaphandle kwami angyena owakhe...mawuthi onke aphilayo chaa mina angsiyena owakhe..

  • @ZandileKhwela
    @ZandileKhwela 5 หลายเดือนก่อน +1

    WAZE WAFANA NE INKOSI LANGA

  • @dumsanindwandwe411
    @dumsanindwandwe411 2 ปีที่แล้ว +7

    Kwenzenjan ke lapha, ayyy ayikho lento kudlalwa ngabantu nj 😆😆😆😆

  • @makhonzaphewa1004
    @makhonzaphewa1004 ปีที่แล้ว +3

    Ubani futhi manje lo lomudemude 🤣🤣🤣🤣 sazesavelelwa

  • @user-tb4sy1vj7w
    @user-tb4sy1vj7w 11 หลายเดือนก่อน +1

    Nkosi.yeZulu nomhla KuKhanyakwelanga mnikazi wobuNazaretha uskhumbhule noma ngingekho phambhi lwakho kodwa ngyakuthanda

  • @somkhandainyosi
    @somkhandainyosi ปีที่แล้ว +7

    Akenginilungise Nina Esikhonza Nani u Nyazilwezulu ningamphikisi lo Ukhuluma into ayaziyo njengoba Nathi Simazi u Jehovah wangempela Ningavami ukuqophisana nezilima eziqophisana no Jehovah U Nyazilwezulu alukaze Luthi lufuna ukusihola kodwa Lo Mbhemu wayeka ukuba ummeli ngoba ethanda izinto angenawo amandla azo Ufuna ukondliwa uNyazilwezulu luyasondla Siluthandaza lusizwe lo Mbhemu wayene office eduze kwelami Ngakho qinani ningesatshiswa ngamagwala Ayakwesaba e Buhleni athi kuyaphela lokhu Kanti Cha Yekani imiphuphe Sengishilo Ngo Nyazilwezulu Umhlaba uzogoqwa

    • @ntombelangiphile8508
      @ntombelangiphile8508 ปีที่แล้ว

      Uqedile kimi

    • @mzansimedia6257
      @mzansimedia6257 ปีที่แล้ว

      Uboke uyeke into yabantu nabo abaniphazamisi uma nikhonza isidakwa senu esidla insangu

    • @mzansimedia6257
      @mzansimedia6257 ปีที่แล้ว

      Siyabonga awudakwa utshwala nensangu njengenyi ndoda edla insangu bese ithi ingu Nkulunkulu

    • @somkhandainyosi
      @somkhandainyosi ปีที่แล้ว

      @@mzansimedia6257 Ngiyafunga ngigoma Wena lo Shembe omdelelayo uyomkhonza Usuyisishosha or uyofika uzinyela or uyobe uyimpumputhe Akaze u Shembe akwedelele Uma ethanda uyoqeda ZONKE izinto ozithandayo ubuphukuphuku bakho Buzokufaka eweni ubunani ukuthuka mina uke Wambona u Nyazilwezulu likuphendula la Wena Ngizokunika isiguqo bothi uthakathiwe Kanti ulolimi lwakho olukuhlomekisile Mina ke angikusabisi uyoza kuye umazise wawumbona kuphi enza lento oyishoyo Ube Neshwa ke Namhlanje Inkosi ikubusise

    • @mzansimedia6257
      @mzansimedia6257 ปีที่แล้ว

      @@somkhandainyosi uyaphapha ukhonza isithixo esibhebha njengawe unkulunkulu akabhemi insangu akadli imnikelo yezimfabanga wena khonza lapho uthanda khona uyeke abanye nabo bakhonze lapho bethanda khona, unkulunkulu akagadwa ngebhamu unkulunkulu osabayo uzonigada kanjani nina naye esagadwa

  • @siyabongagoba9704
    @siyabongagoba9704 ปีที่แล้ว +3

    Khuphuka Ngwebedla man ungangenz islima mina😂😂😂

  • @mttmaaa9433
    @mttmaaa9433 ปีที่แล้ว +2

    🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣wandibulala ngensini lobaba womuzi wakhe😂🤣🤣

  • @reginasimelane2595
    @reginasimelane2595 2 ปีที่แล้ว +2

    Hay bandla kwaze kanzima ezweni

  • @mzwakhemsimango4459
    @mzwakhemsimango4459 7 หลายเดือนก่อน

    Oh yiyo le inkosi yamakhosi? Manje why singayazi thina 😮

  • @sthembisocele9153
    @sthembisocele9153 ปีที่แล้ว +3

    Lalelani nina ziphukuphuku lo ngu nhlanzi mina ngyamhlonipha owakwa shembe ngeke futhi ngimthuke kodwake cha akayona inkosi futhi akakwazi ukuphilisa akanawo umoya wasezulwini oyingcwele yindoda nje ebizifuneka ukondliwa yibandla ngoba neminyaka yokusebenza seyiphelile usegugile shame

    • @provincecebisa5291
      @provincecebisa5291 ปีที่แล้ว

      Isphukuphuku uwena

    • @sthembisocele9153
      @sthembisocele9153 ปีที่แล้ว

      @@provincecebisa5291 awuyena uCebisa wena unyoko wakufeba

    • @provincecebisa5291
      @provincecebisa5291 ปีที่แล้ว

      @@sthembisocele9153 akungimangzi lokhokusho imfundiso yaleziphukuphuku ezakuzalayo ezakufundisa ukukhonza oShembana uSHEMBE WANGAMPELA EKHONA

  • @simombele
    @simombele ปีที่แล้ว +1

    Inkosi ibe nani umfowethu uMdu akasoze athuka umalume wakhe njengani ubaba kimina.iyona nkosi yamaNazaretha Lena hhay unyazi neyinhliziyo zenu sezize sakhohliseka ukuhlala Ebuhleni.Kepha othandayo nongathandi ebuhleni Kanye nasekuphakameni yiyo inkosi yenu Lena uthanda ungathandi

  • @sanelemhlongo9512
    @sanelemhlongo9512 2 ปีที่แล้ว +2

    Lomgidi owugidayo ulayithi ?

    • @ezimnandichannel1018
      @ezimnandichannel1018 ปีที่แล้ว

      Igama lona ligidwa kanje but ukugida nomama uphinde uphathe isambulela nehawu lomama engingakuqondi

  • @siphiwekhwela2349
    @siphiwekhwela2349 ปีที่แล้ว +1

    Lolz 😂😂😂😂 mmmh bandla

  • @zanelekhumalo7169
    @zanelekhumalo7169 ปีที่แล้ว

    🤣🤣🤣🤣😂😂 mina nje ungangibali kulowo msangano wakho

  • @provincecebisa5291
    @provincecebisa5291 ปีที่แล้ว

    Ngathi ikhanda lomnikazi wePost linenkinga mayezothi inkosi yethu sonke Lena uShembana lona thina uThixo wethu uNYAZI

  • @masukumediatvandfilm
    @masukumediatvandfilm ปีที่แล้ว +1

    Anisangani ini njelena abantu abawu 4 , yazi ninesizungu esibhedayo shame.

    • @p.n8016
      @p.n8016 ปีที่แล้ว

      Awu kahle 😂😂😂😂😂😂🤣🤣🤣🤣🤣

    • @thabaninyawo9467
      @thabaninyawo9467 ปีที่แล้ว

      Kodwa iZulu kwaShembe lingenwa ngobukhulu bebandla noma ngobuningi babazalwane uma nibawu 4 akusinkonzo kuchithwa isizungu🤣🤣🤣

  • @zulumageba6949
    @zulumageba6949 ปีที่แล้ว +1

    Mina angisiyena okangwebedla

  • @xolanimkhize8476
    @xolanimkhize8476 ปีที่แล้ว +1

    Kodwa futhi jewova kwenzakalani Lana

  • @npntombela8339
    @npntombela8339 ปีที่แล้ว

    Baze bagijima

  • @sphesihlemdunge6915
    @sphesihlemdunge6915 2 ปีที่แล้ว +3

    Uyadakwa lo othi onke njengoba edlala nomama

  • @luckygumede7876
    @luckygumede7876 2 ปีที่แล้ว +9

    Sorry hhay onke thina singaboNyazi ungamthandi umuntu wakho ngathi.

    • @minenhlekhumalo433
      @minenhlekhumalo433 2 ปีที่แล้ว

      😂😂😂😂Hhay nkosana

    • @wendyntamo1494
      @wendyntamo1494 2 ปีที่แล้ว

      Baba wethu Nkosi yamakhosi Shembe Mbombela stimela samampondo 💯

    • @zamakhubampungose5340
      @zamakhubampungose5340 ปีที่แล้ว

      Ngicela nobanikelele ngedrum bakithi bezosina Kahle hayi lezizigubhu zasendulo

    • @zamakhubampungose5340
      @zamakhubampungose5340 ปีที่แล้ว

      Ijazi lakhe shame

    • @p.n8016
      @p.n8016 ปีที่แล้ว

      @@zamakhubampungose5340 Anikahle nina yini manje 😊😂😂😂😂😂😂😂😊

  • @sanelemthembu2514
    @sanelemthembu2514 2 ปีที่แล้ว

    Hhay ngeke hhay onke amanazaretha but awase Tz plz akasebenze aphendule abantu