Blame poverty for what?, I was born in big poverty but nje ngazitshela ngosebenza kanzima legeneration izofela emanyaleni worse they are alcoholics izinto ezingenandaba nempilo yazo zihambe zilalwa yinoma yikanjani nona yinini azazi zimitha nini kubani ngoba yizdakwa nje kodwa sisebenza kanzima thina bazali kunzima kulegeneration.Watching from 🇬🇧
Awuthi umuntu athule kuzothiwa we so judgemental 😢😢😢 but what I can say MANTOMBAZANE YEKANI UKUTHANDA IZINTO EZIZA KALULA EMPILWENI. ZAMANI SOMETHING UKUZIPHILISA.
Sabuhlungu i story sa sisi i poverty yiyo lena e lead to lento Plus keh nale Life Style abayijahayo .This is trauma awazi nokuthi uyoze ayekele kanjani ukufona. 😢😢
Ngiyafisa ukuthi u President bekalibukela le show ezwe ukuthi zihlupheka kanjani ngane zizilahlela ezintweni eziyingozi ukube beku right ku country yethu bekungeke abantu abaningi kangaka bayothwala
She had a boyfriend... yet agreed to wreck other woman’s marriage knowingly so... ended up sleeping with nyoka... betrayed her own parent by providing for her with dirty money... then now what? Shortcuts shorten the journey, but the price is massively high!!!
Ukhalelani ngoba bewuyithola imali. Sis...uze ulale nenyoka niyalayeka shem..ngapha u ne boy frn ngapho wenza ubungwadla bakho .. nxa sis man niya dabukisa shem
Poverty is a cheap excuse, hear me out. 1. At no point did she try to solicit a proper job from her blesser, instead it was easy to sleep with him. 2. She mentions that she was getting serious money even before she was sick. she could of started some sort of business with some of that money , like countless other people striving to get out of poverty. 3. Knowing the damage caused she still has not reported it to the police to protect other women from this man. (someone else's child will be a victim) If we blame poverty for this then, then we are condoning High jacking, robberies and all manner of crime can be validated through this notion. She chose the easy way and we all know "nothing comes easy in this world" (Always read the fine print) JUST TO BE CLEAR I'M NOT VICTIM BLAMING
Blame poverty for what?, I was born in big poverty but nje ngazitshela ngosebenza kanzima legeneration izofela emanyaleni worse they are alcoholics izinto ezingenandaba nempilo yazo zihambe zilalwa yinoma yikanjani nona yinini azazi zimitha nini kubani ngoba yizdakwa nje kodwa sisebenza kanzima thina bazali kunzima kulegeneration.Watching from 🇬🇧
I'm proud of you ♥️
There's no free meal,😢
God bless
Thank you 💕...
Imisebenzi ayikho, abantwana bethu bazilahlela nanoma kukubani, as long ezothola imali, mzantsi Africa, abantwana bethu bazofela emanyaleni
I Love you COMMENT ❤
Yebo
Kubi
Ayikho nje leyonto just dat thina South Africans we are choosey when it come to jobs
@@sunshine.T6158ukhulumisa okwe zai zai wena
Ngi right ngiyi security kanje kunokulala ne nyoka
Nduna yami❤
Hayi nam shem kungcono ndibe yisecurity
I'm a security too...I don't think of tinyokaa
Nami ngilunge ngiyilo angisweli lutho mndeni wami uyaphila ngayo le security
@@Romeofive eyi kunzima langaphandle
Watching from Canada but originally from Venda Limpopo ❤
How can I reach to you mntase😢❤
Ndaah❤
Where in venda
Canada o ndirang
Toronto?
Phola ntombi kubuhlungu 🥹🥹🥹 Watching from United States of JOZINI ngisayimele iJozini lakwaUTube phambili ngeReal TV stories 💯🙌🙌🙌🙌✅
Sengizoba yisekela lokho nge jozini 😂😂
@@zakhelemathenjwa1269 🙏🤣🤣🤣
@@ThokozaniDavid-wg6gw Sawbona mkhaya😂😂😂
Insatiable need for softlife without working hard for it....will be the end of this generation 😢😢😢😢😢
Very true😢
This generation they don't know that you have to work hard for something you want
Nellow the Lace 🔥my best presenter ever please we need content everyday kudala silindile Nelos
Lenyoka yalobaba isisebenza ngalo girl Intshontsha izinhlanhla zabantu besilisa uma elala nabo😭😭
Bayalunga omathandizinto, It's payback time! Sekumele sidabuke fuseki
Yini kodwa ningafuni ukuzimela mantombazane? Ukuqomela imali kunemithelela emibi
Bayalunga mtakama akukho kuswela la bathanda imali abavuneke! Angidabukeli sifebe gwani
vele kunjalo bathanda imali eningi noma izigwili mudle mali yakhe
@@NomvuseleloNkomoliqiniso izifebe zizo phelela kwabathweleyo ngoba bathanda imali eningi
@@BhekhinhlanhlaMdletshe Ngisebenza negenge encane bakhuluma indaba yemali bakithi abakhulumi indaba yothando nenhlonipho bangibiza ngo Sister Dolly🤣🤣🤣🤣🤣angazi abafana into abazoyithini lengempela kodwa Nani bafana niyizishimane manje neshela ngemali maweshela sowiyoyilanda emsebenzini intombi usuletha ama Lunch izokuqomela imalike Nani niyahlupha nje ngokwenu, intombi ihlulwa ngamagama hayi ngemali
@@NomvuseleloNkomo sekonakele Nomvuselelo ngeke isanqandeka lento
Mantombazane yamukelani imali eniyinikwa ama boyfriend angekho rich ngoba akunabungozi
Bathi Incane
Weeeeee bangafa banomhobholo laba
Bazovuthwa tobo! It's payback time sekumele sidabuke gwani
Big ups to ur bravery...sengath ungaluthola usizo sisiza
What shall it profit to gain the whole world and lose your own soul ?
Nothing
Ubufebe nje nokungazihloniphi, akukona ukuhlupheka. Uyifisa kanjani impilo ongeke uyikhone akukona ukuhlupheka loko. ubufebe nje finish. Wena ntombi siyabonga ngokuthi ufundise abanye kodwa ngawe kuphelile mama.
Phephisa Dadewethu 😢😢😢thanks for advice wakhuluma kahle
Poverty is Satan's number one weapon against God's children
May the Lord intervene in our lives
😢😢😢 Kushuthi imali le ubesenzela uba Incase uyafa ugcwatywe ngayo😢
You have Mom Leleti khumalo's voice...kahle kahle uyaqwayiza Sisi!!
Kodwa nkosyami yini ulaka😂😂
So true
Uyaqwayiza nje no excuse😂😂
It's payback time akaqhubeke a enjoye please
@@mndenincube700🤣🤣🤣
Unqono kewena mine ngalala nosomateki ngakithi empumalanga,ewubaba ukhulile,onenyoka,ngagcina nginento ehambiswa okwenyoka esiswini,sikhukhumale ngathi ngizobeletha ntambama,ngaya esbhedlela,ngagcina sengikhiswa nesbetho😢😢
😢aw nkosyam nx3se sis
😢😢😢eish sorry cc ngizwelana nawe
Manj kwenzakalan after usukhiph isibeletho????
Sorr cc bakith ngaze ngezwa ubuhlungu 😢😢😢sorr mtaka mah
@@PhilileMalevu ngiyabonga mfethu😭
Wages of sin is death ⚰️
🤞❤
Awula nyembeza wena stupid 😢
Yooh uyayibona imiphumela ukuthanda imali
Abashwe!
Sekumele sixwayise abangakangeni boys and girls. J
Ubethi uyazama umntwana 😢
Ngcela nimsize bakith akazenzanga eyii yabonimali
Wenziwe ngubani Uma engazenzanga❔
I'm watching from Mozambique 🇲🇿
Sorry my baby its too bad and painful ❤i mali yimpande yesono wawuthi lawe uzama impilo😢
Pray sis everything will be okay rite
Mina angimudabukeli nje umunt othanda izinto kanje, masenixakekile nibuya nizodabukisa Lana senifuna usizo.. nxa
The love of Money
Bayofela emanyaleni
Ngempela Yaz
Watching from united of vryhed
Money it’s a problem, sorry darling you’ll be ok
Yoooh emhlabeni kunzima imali impande yesono kanti nesotsha lifela emsebenzini walo lathini isoka unesoka ngapha iBlesser ngala amanyala angaka imallllli injeee askisi
Akekho umuntu ongavele akunike imali engaka Jst for ukwenza sex naye. Red flag nje leyo zisuka
You just built a hell for yourself all the trumpets and whistles are blowing over money
Wayeqinisile umfokaNgobe, uTshatha uma ethi siphila ezikhathini zokugcina!!!
Ngya e funa leyo nyoka leyo haibo 😂
Askies cc 😮 imbuzo yakho Nelo wow mihle
Indlala nkosi yami edala konke lokhu kwaze kwanzima😢and ubuthakathi buku higher grade 🤞
Ngyakwazi wena hau kanti
Good ibambe ngakho ubufebe buzophela uma zonke zizolala nezinyoka zife
Awuthi umuntu athule kuzothiwa we so judgemental 😢😢😢 but what I can say MANTOMBAZANE YEKANI UKUTHANDA IZINTO EZIZA KALULA EMPILWENI. ZAMANI SOMETHING UKUZIPHILISA.
Abanhe bathi mina ngyabeda ngoku then thengisa ama vegetables nama zimba
Hamba komhlaba uyalingana ntombi esigodlweni esikhulu kumkhulu u doctor 2+2
Kazi sesyoqoma Bani kulomhlaba ngoba kusele iselelesi Zodwa ngisho mina omthwalo bodwa nje
Asithwalanga sonk😂
@@NjabuloSphosakhe-y8j 🤣🤣🤣kubi mfo akusethenjwana tu
Go to Isinuka in Port St Johns EC, pray there
Uzolunga imali iyasetshezwa qhubeka uthi 1 naye athi 2 kusenjalo namanje siyaxoxelwa manje ngesikhathi uthi 1 yena ethi 2 besingaxoxelwa🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Injalo we Sfiso ababafuni ontanga, bafuna ama Kwerekwere nazoke it's payback time sekumele sidabukele ubufebe bakhe siyalingwa stru
😂😂😂😂 Exactly
Jerr kunzima
Kodwa mkhulu R30k kwakumele😂😂😂🙌
Cc plz ngicela uye erevelation spiritual home eholwa ngubaba uhadebe uzosizwa cc.
Ngicela inamba kabhuti bandla nami nginenkinga eishh
Nithanda imali mantombazane futhi aninamahloni, you'll never learn ende futhi nisazofa kabuhlungu. Nijola nawonke umuntu ningabazi ngoba banemali
Lerata cheleta lalayega cic😂😂😂
Ncese sis sengath ungasizakala.kaz lenyoka seydale idamage engakanan kuwe ngaphakathi nkos😢scela maniyofunda nifocuse kufuture yenu enizozenzela yona ngemfundo yenu niyeke ukuba ama slay queens cos nenza impilo yenu ibe mfishane.yanelisws ilokhu onakho cos not everything tha glitters is gold!!ku understanden lokho n ayokho into yamahhala in this life.sengath ungasizakala bese ushintsha indlela obuka ngayo impilo sis usangaphuma kulezinto
😢😢😢Kwaze kwabuhlung
Eyy abafazi bafa bazi😂😂
Tjoo akunzima emhlabeni asazi ezulwini
Uma uthi 1 yena 2 inyoka ithi 3ziyakhala kulomzi kuhanjwa ngeNumbers 🤣🤣🤣
Nello mtam njengoba ingathi awukathathi awuwesabi amantombazana ngalemikhuna anayo Jesu ukuthanda izinto bhasobha mtam
Yooo ay ngiyayesaba imali
Ubuthi imali uyithathaphi ubaba lowo, 2024 kukhona izilima ezifana nawe ezingazi Ukuthi abantu abalamali bathwele, ngubani ongakupha R25,000 engathwalanga. Ningabasizi pls labo abalala labantu abathwele ngoba ngeke beziphathe kahle osisi lana phandle. Yekani befe so that nabanye bezofunda
Why wena ungafi kusale bona
Ngryt ngisebenza e Carwash ngi Vacuum izimoto zabantu ngithole i Tip ngiqhubeke nempilo...
Eixh indlala bakithi 🙆🙆 bantwabethu nemali
Mm ungasitheleli please imali wawuyidla wedwa khipha imali uyokwelashwa ukhona uR30 sgodo nizofa mm bona uphuma neympethu manje cicyman
Sorry sisi kodwa nani hlukanani nokuthanda imali ongayisebenzele
Ungasho uliphinde
Sabuhlungu i story sa sisi i poverty yiyo lena e lead to lento
Plus keh nale Life Style abayijahayo .This is trauma awazi nokuthi uyoze ayekele kanjani ukufona.
😢😢
Abantu bes'fazane izinto nje ezingaphinde zisalungiseka
Accept Jesus in your life and you shall be saved
Ngiyafisa ukuthi u President bekalibukela le show ezwe ukuthi zihlupheka kanjani ngane zizilahlela ezintweni eziyingozi ukube beku right ku country yethu bekungeke abantu abaningi kangaka bayothwala
Oh GOD poverty it's a problem 😒🫢
She had a boyfriend... yet agreed to wreck other woman’s marriage knowingly so... ended up sleeping with nyoka... betrayed her own parent by providing for her with dirty money... then now what?
Shortcuts shorten the journey, but the price is massively high!!!
Ukhalelani ngoba bewuyithola imali. Sis...uze ulale nenyoka niyalayeka shem..ngapha u ne boy frn ngapho wenza ubungwadla bakho .. nxa sis man niya dabukisa shem
😂😂😂😂 yooo kwalumele ubone ukuthi lulesomething ntombazana uphiwe 30k 😅😅😅
Ngaze ngathuka Nkosi yami 💔 💔 💔
R30k uyinkinga 🙆🙆 omunye laliswa nenja for R30k
Was.born in poverty i wpuld go to school without shoes in winter but never resorted in these activities these girls do
Nkosi indlala Imingenhla😢
Let us not judge her,she made a mistake. Abakhonayo ukusiza,sizani bo,siyamcelela 🙏
Ay indaba yamaRes isiyingoz kodwa kuning okonakalayo lengane zizsbuyela neznyoka nemikhovu emakhaya😢
niyazenza izinto kodwa yooo futhi nje isibindi eninaso inyoka ngiysaba ngiybona kutv
Ngeskhath esayidla lemali ubengacabang kuth uzolindinga usizo
Ikhaya kodwa walivusa ngalemali akhe noma umuzi
Ukwenza njeeee kodwa dadethu kodwa uzogibela embhedeni Nkoc
Nkulunkulu ngenela KwaZulu-Natal 😢
Yhoooo this is scary
Girls nizofela imali bese nizogulisa Thina never blame poverty
I blame it ,on poverty.
Poverty is a cheap excuse, hear me out.
1. At no point did she try to solicit a proper job from her blesser, instead it was easy to sleep with him.
2. She mentions that she was getting serious money even before she was sick. she could of started some sort of business with some of that money , like countless other people striving to get out of poverty.
3. Knowing the damage caused she still has not reported it to the police to protect other women from this man. (someone else's child will be a victim)
If we blame poverty for this then, then we are condoning High jacking, robberies and all manner of crime can be validated through this notion.
She chose the easy way and we all know "nothing comes easy in this world" (Always read the fine print)
JUST TO BE CLEAR I'M NOT VICTIM BLAMING
@@sandilemsweli6746 I hear you
@@sandilemsweli6746ushaye khona🙌🏻
@@sandilemsweli6746 your opinion sir
Ningasukeli ipoverty sonke sibuya kuyo.
This is not poverty is to like things juct as vibes
SESI SORRY, TLOGELA GO ROBALA MOTSENG WA MOSADI O MONG ,KE GOTELLELA SEO
Amanga cc kodwa,azokubulala
How klk sana uthi abanye abantwana mabayeke ubukhazikhazi but wena if you were not sick ubuzoqhubeka ilala nenyoka just bcs of money,yhooo sheim
Why hlezi niney Torry zokuthi ekhaya this ekhaya that nibe niphethwe imfebo nje
Nithanda izinto uyalunga
Akekho ongazi ngobungozi bama blesser Mina ngiwasabisa okwenyoka Walingeka ubona nawe Cc Ngoba wawufuna impilo esheshayo Wariska ngempilo yakho
Hello ntomb yenyoka,how are you squeeza wenyoka
Lento i wonder uba ibhebha ngantoni ifaka ngani lapha empahleni or ingaba ingena ngentloko but kanjani nkosiyam weeee saze safa isizwe somntomnyama
Ingena ngekhanda ifike idonse lento esuke iyoyidla esibelethweni
@@ZefuQumbisa yhooo bawo apa ko tata weee Jesu
@@ZefuQumbisaaibo mf2 kanti? Weeee ngaze ngasaba smakade
Ukuthanda izinto ezitshetshayo nothing else ccwam I hope usifundile isfundo cc
Uthi ubesiza umamakhe bakithi ngcela mimsize ubengazi ukuthi ulalwa inyoka
Engabe bangakhi abafana osubagaxelise kulenkinga yakho sisiwami🤔🤔impela asazi siyofela kuphi
Yabo! Yabo! 😂 Yabo! Yabo! 😅 imali Yabo! , Yabo! 🤷abangaka O Yabo! , ende Yabo! 😂🙆🤦
Uyalunga🙌
Ubala lolo ngithinte Nkulunkulu akahluleki Luka 1 v37
you dont respond to emails from people out of KZN why?
Ibuhlungu lento yezingane ezihlala ema Ress yizona eziyi target yaloku kukhohlakala😮😮
Manje ufunani lana . Ufuna sikudabukele. GEDE 😮
Ay ngayi justify sis ngokut umama wakho bengasebenz, qale nj wemukele ukut uwena owabheda wajaha impilo ephuthumayo, azoniqeda amadoda anemali nama Nigerian. Engat ungaluthola usizo, kdw nj ay niyahlupha mantombazan ngokuthanda izinto nize nishiye amadoda enu ngoba engenamali
Okunye labantu basho izinto zakuma drama ngoba lezinto wazibona uyahlanya. Futhi waxoxa ngazo nje uyafa noma uhlanye.