Kwande Syabonga kakhulu,I’m obsessed ngamaphupho since I was a child,my dreams and visions were wild and mysterious..I couldn’t wait wait to sleep to see what I’ll dream of..till this day...God &Gods divinity.I’ve learned that I’m an “Indigo child” ...look it up.All this dreaming had protected and prevented me from a lot ahead ebengixwayiswa ngako futh my intuition are sharper and I’ve learned to trust in them. Please do more of dream interpretation shows.Thanks
Hi ngicela icazelo ngaleli phupho ngi phupha sihamba no buti engi zwana naye siya e pitori sathola I dawo yokuhlala... Naye futhi a phuphe sithole indawo empumalanga sihlala sobabili sinezimoto
Im in Swaziland. Igama uThulani wakaMmango isibongo. I would like to know what can i use as isigezo seNzuzu and ihlanjululwa ngumuntu onjan and ihlanjululwa njani. Yini imigomo yayo and nezinto ukungamelanga ngizenze if ngineNzuzu
thnk you for the lesson... i am being haunted by the dreamof keys. i always dream abt keys be its car keys or home door keys.. plz help me to know wat it ,means
Ninjani, mina ngicela ukubuza ukuthi uma uphupha ujampela ngaphakathi kwe swimming pool kuchaza ukuthini and amanzi akhona ebe clean clean clean ubona ngishone floor yakhona phansi but igcwale i pool
Where is ur relationship now. It's interesting, it's obvious that she dislikes you to the extent yokuthi uyakuhambela and high chances that she wants u to loose ur Job
Mina yazi angazi ukuthi ngiqalephi kodwa ngisho iphupho lokuqini nje " ngiphuphe inyoka encane not encane kakhulu yona iyabonakala" lenyoka inomubala yellow ngaphansi ngaphezulu its green "uma ngiyishaya lenyoka kuvela enye " ngithi ngiyayishaya noyo manje sezining an seku green phansi " one off this snakes " yazi yavele yangibuka yathi " musa ukubashaya bafuna ukukhuluma nawe
lol I keep dreaming of demonic spirits, possessed people I pray for then the demons manifests and tries to attack me soon as they are about to leave or get to me I wake up.. same dream different scenarios for 4 years now.. ONLY happens when I pray before I sleep
What does dreaming of you braaing a snake(skin was already removed so cannot say colour) and eating it, was in a public space n other people were also braaing normal meat n also a skin peeled snake...🤔🤔
Molo baba kunzima andizazi indaba zam kukugula ndandinemibono ishwa lambaya bhubha abantu abazama ukundinceda ndiziva ndi shota ngobaba andimaz2 ndiya phupha ulwandle kathathu ngendlela ezahlukene
Great programme. Just discovered it. I moved overseas from home in SA many years ago, so ukuzwa izinto ezi nje ziyasiza. Ngibongile🙏
Do you think we care ? no need to tell us neh
@@terencemasilela9339 clearly you care deeply by commenting. You could’ve kept it moving. Go suck a tool!
Great Shows as always... When you invite Mr Mnyadi ,please extend the show to 2 hours -:) He's got a lot of information.
Kwande Syabonga kakhulu,I’m obsessed ngamaphupho since I was a child,my dreams and visions were wild and mysterious..I couldn’t wait wait to sleep to see what I’ll dream of..till this day...God &Gods divinity.I’ve learned that I’m an “Indigo child” ...look it up.All this dreaming had protected and prevented me from a lot ahead ebengixwayiswa ngako futh my intuition are sharper and I’ve learned to trust in them.
Please do more of dream interpretation shows.Thanks
Same here KaMbethe am extremely obsessed
Please try not to cut them short. These things need thorough explanation 🙏🏽
Yxog
Ukuphupha isikhwama Sesikole besintshontsha
Bengi phupha ngingaka sebenzi ..sengiyasebenza ..ngusebenza ubusuku bonke ...angisakwaz ukuphupha ngingena i night shift ngike ngizumeke emsebenzini ngabo 3...ngithi ngi phupha kungaka pheli ngisho u 4 minutes...ngizumekile ngicela ukuthi angiphelezele ngyo patrol...emnyango ngi security ..mengiphupha ngiyakhulume omunye engisebenza naye uyangizwa ngicela ukuphelezelwa ..wabe sengivusa ..ngisacela usizo
Dr Myadi i salute you
This is very helpful to me yazi...Asisa fundiswa lezinto and ngihlehzi ngiphupha ngicindezeleka ngikhula.
Mina ngi worse 🥺🥺
Mina hlez ngicindezeleka sekwahlula ngisho into zokushunqisa
Asbonge Alex baning abasizakalayo ngalo hlelo
Ngine nkinga ya maphupho nami sengi thole ukusizakala ngoba lamanye awu sengi zitholile use luleko 👏👏👏
Amen Alex Yabonga ngaloluhlelo ngiyabonga kobaba bami ayiwayibeka baba mnyadu ngiphuphe ngiseskoleni ngazi ngenzani leliphupho selibuye kwaze kwakabili izolo phupha inyoka ifuthela isandla 🙌🙌🙌🙌🙌🙌👏
I date yesibili ngo 27 November 2017 was a Wednesday. Khehlelezi is correct. Very correct, ngiyabonga.
Thanks Mthiyane. Nami ngiseSwazini ngyasizakala
Sabona mina ngiphupha ngibelethiswa ingane esinda kanzima njalo njalo.
Simple, umbhathiswe isilwane
Ngiyabonga guys to all of you. Very helpful.
mina ngiphuphe ngibhukuda olwandle cha bengi happy nje nolwandle belungenawo amagagasi i wonder kusho ukthini lokho
Ngiphuphe ngifika ekhaya kuthuthwa kuhanjwa kugcwele ngisho phezu kwecenop .okwesibini kulahleke isikhiiya semotor yam safuna sathola esephukile hayi esam
Thanc to alex ngaloluhlelo kuningi esisizakala kukho salute to king bhaka🙌🙌🙌
>1
Mina amaphupho eskole sengaze ngawajwayela ngoba asengifikele kaningi. Recently nje bengize ngifake iuniform but ngi aware ukuthi sengasqeda nje iskole ingakho bengingavumi ukuthi ngihlale ngahlala kancane ngihamba around eskoleni then ngahamba. Ngabe kuchaze ukuthini lokho?
uzothwasa
ľ
ungajahi kuyo kwenzeka ungalindele
iphupho lering angihambisani nencazelo yalo
Wow mfundisi... ngiphuphe imali emhlophe today. Thank you I understand.
Hi ngicela icazelo ngaleli phupho ngi phupha sihamba no buti engi zwana naye siya e pitori sathola I dawo yokuhlala... Naye futhi a phuphe sithole indawo empumalanga sihlala sobabili sinezimoto
Syabonga ngale show me ngicela Nike ngikhulume ngamabhayi nokuthi ameleni and nesimilo sawo for example ingwe red, green ijiti meroon dank ngingabonga
Sanibonani uma uphupha umntwana elahleka sengiliphuphe kaningi
please elaborate leyamazinyo kahle cause I always have a similer dream now and then, ahle aphushuka amazinyo or ngivuvuke aphume.
Great programme bakithi.
Super 100👌👌🙌🙌
Ngigcwele ngo King bhaka😍😍😍😍😍
Okay...how do you unlock lowomcebo Dr okuphupha imali e silver
For the first time ngaythola impendula endaben yephupho lenyoka enombala omhlophe I've had that dream and i was confused 🙌
Gagas olukhulu oluhle ngemsebendzi yalo no buti u Alex mthiyana nabobonke abavakashi abasikhulisayo abasiyalayo ngesintu sabantu abantsundu ngi dlulisa ukubonga kakhulu futhi ngiyakhula ngosiko nangehlonipho unkulunkulu anibusise nonke ngomsebendzi omuhle
Siyabonga ukuchazelwa limnandi uhlelo
MNA ndiyabonga kodwa abantu akulula babone baqonde okuninzi,ngani sekuphilwa isilingu mnjena. MNA ndingowase kuphileni phantsi kwa king Bhaka,ndikubone ndaqonda ,imphilo inzima kodwa uyoxelelwa yintlizoyo yakho ukuba vuma konke kuyozizela
Kuvuleke , king ndobambelela njalo emphethweni wasekuphileni,phambili nkosi yam.
wweeee babab uMnyadi uzophupha ke manje bese uhlala noBhaka. akawazi umuthi loyo unesalamusi ukhohlisa abantu
🤣🤣🤣
😭😭😭😭😭😭😭😭😭
Thank you this is very helpful
Im in Swaziland. Igama uThulani wakaMmango isibongo. I would like to know what can i use as isigezo seNzuzu and ihlanjululwa ngumuntu onjan and ihlanjululwa njani. Yini imigomo yayo and nezinto ukungamelanga ngizenze if ngineNzuzu
Nam ndinengxaki yamaphupho
Mina ngihlala ngiphupha ngathi umuzi wakithi wakhiwa wangapheli kodwa sathutha kuwo kodwa ngizibone ngibuyela kuwo ngithole kulefurniture eyinye seyaguga eyinye lokhu inhle ngabe lichaza ukuthini,kumbe ngiphuphe ngixosha impahla Estrada zona ziyabe zizinhle impela sizani booo ayangihlupha la maphupho
Kusho kuthini ukuphupha amaphupho ungawakhubuli kahle frm mandla
Uma uphupha amazinyo ephuma bese ephuma ngempela kusuke sekutheni Uma esephumile kodwa ungathwasanga
thnk you for the lesson... i am being haunted by the dreamof keys. i always dream abt keys be its car keys or home door keys..
plz help me to know wat it ,means
Ewu, you didn’t give him a chance to explain the brown snake 😖
mina ngiphuphe imali yamaphepha eningi but kube engathi ngyayeba kodwa kube engath lemali eye salukaz kodwa ngyayeba angaz ukuthi kusho ukuthin
Ninjani, mina ngicela ukubuza ukuthi uma uphupha ujampela ngaphakathi kwe swimming pool kuchaza ukuthini and amanzi akhona ebe clean clean clean ubona ngishone floor yakhona phansi but igcwale i pool
No Khehlelezi again- l will watch next time Mnyathi is always off topic.
Alex unqamulana kusachazwa into ebalulekile
Gagasi is so informative plz can i get station number se gagasi👏
Mina kee nginokuphupha kunomunye umama esisebenza naye ezakimi ezonginikeza ukudla engidunusela engaqokile impahla yangaphansi kushoni lokho and minanaye asizwani njee sdalwa.
*Ngokwazi kwami* kusuke kuyisichitho _ responding from experience.
@@simplyandrandomlysane8208 ngiyabonga , and sebebaningi betsho into efanayo bathi yiso impela ischitho
Where is ur relationship now. It's interesting, it's obvious that she dislikes you to the extent yokuthi uyakuhambela and high chances that she wants u to loose ur Job
So manje if uphupha ukhohlwa kufanele wenzeni?
Yaz mfth hey futhi jesu
kumele uzijwayeze ukuphalaza uhlanze isfuba nakanjn uyophupha uvuke waz
Thanks
Ndifuna number ikhona into endifuna uyebuya nge phupha
Ay kodwa lobhaka akathuli ngani
😂😂😂
😹😹😹😹😹😹😂😂😂😂
🤣🤣🤣
Sanibonani manje ngizoyi anlock kanjani
Kuchaza ukuthini uma uphupha ulwa nobaba okuzalayo
Silungise ukuthi amaNgisi ake anqotshwa ngamaMelikana. Ayeqala ukunqotshwa ngabantu ababelwa ngezikhali zendaboku.
Ngaphinde ngaphupha inyoka ifuthela sandleni ngabaleka mebaleka bona lenyoka iphenduka ikhehla elidala ngalazi
Yhoo
Kusho ukuthini ukuphupha umfana womlungu ezakuwe
AmaDlozi akini. Ikhehla lelo
As much as I enjoy the show, I really don’t enjoy when u cut them off. I understand the timing issue but they can’t explain things half way
Ngigcwele ngo king Bhaka uyaynemba lento
Me too tjoooh yaybeka ✊✊✊
@@ncumisatsawulwayo41 nam yazi uyibeka inkulumo icace bhaaaa King
@@philileshoba5227 yoooh mfethu wenza sure kuth umlalel phume enelisekile ngephupho lakhe angasal ebuza ✊✊✊😘😍😍King Bhaka👑
@@ncumisatsawulwayo41 true uphuma wanelisekile sis qhubeke njalo king bhaka usicacisele lapho singaboni kahle khona👑👑👑🙌🙌🙌🙌
@@philileshoba5227 sike sith King Bhaka 👑 🙌🙌🙌🙌dumo lungolwakhe
Ngifisa ukwazi ukuphupha uhlanya kuchazi?
Bayakugangela babes. Isitha sikufuna uhlanya
@@quincymzimba3124 yooo thanks I was wondering nje lichazani
Ithongo lakho futhi kuyinhlanhla
Mina yazi angazi ukuthi ngiqalephi kodwa ngisho iphupho lokuqini nje " ngiphuphe inyoka encane not encane kakhulu yona iyabonakala" lenyoka inomubala yellow ngaphansi ngaphezulu its green "uma ngiyishaya lenyoka kuvela enye " ngithi ngiyayishaya noyo manje sezining an seku green phansi " one off this snakes " yazi yavele yangibuka yathi " musa ukubashaya bafuna ukukhuluma nawe
cha ai ubabu Mnyadi uyiphiwe lento yokuhlaziya isegazini ushaya ngqo emhloleni
lol I keep dreaming of demonic spirits, possessed people I pray for then the demons manifests and tries to attack me soon as they are about to leave or get to me I wake up.. same dream different scenarios for 4 years now.. ONLY happens when I pray before I sleep
Sawubona sisi please tell boyitholile incazelo nginenkinga efanayo nami
Lutho, do you also have the same dreams? what happens?
@@Thokozile_Tee sometimes ngiphupha engathi kukhona umuntu ngiyamubona lomuntu but uyangisinda engathi udemonic bese ngiyathandaza ngilokhu ngithandazile kube engathi ngiyancindazeleka kodwa ngigcine ngiphaphamile .....elinye kwangathi ngiya eskoleni endleleni ngihlangana nengane embi emnyama engathi idemonic ngathandaza ngaze ngaphaphama
What I know is that it's a gift of intercession you're an intercessor ungumthandazi… do you go to church?
@@Thokozile_Tee yes ngiyaya sisi ekhaya kusindisiwe so siya kwelaba sindisiwe isonto ...kodwa ngiyaphupha ulwandle isikhathi esiningi ngibuye ngiphuphe nenyoka noma ngiphuphe ngathi ngigqoke iuniform eye uniform iyangixaka ngoba kade ngaqeda eskoleni ilokhu okungixakayo
Lol
What does dreaming of you braaing a snake(skin was already removed so cannot say colour) and eating it, was in a public space n other people were also braaing normal meat n also a skin peeled snake...🤔🤔
You should limit your trust to people and rely less on them, some are not good for you.
Kudlaliwe ngomuntu omnyama.Uma uphupha esikhathini esiningi kusuke kuyingqondo yakho idlala ngawe.IZINYANGA AZIYEKE AMANGA!
S'cela uthule mungazi ukut uzothini
Uyabheda wena vala inkebebe yomlomo
@@fadigakhalilo4012 uma ungumzulu uyazi imvelaphi yakho ngeke ukhulume kanje so kyang'cacela ukut aksiye umzulu lo osho kanje
lucky mtshweni You’ve never had a visitation in your dream. You’re excused
@@fadigakhalilo4012 🤣🤣🤣