Nisho kahle manithi ama bodyguard ngoba akusiwo ama Close Protection Officer lawa. Yonke into iwrong nje ngathi abawufundelanga lo msebenzi ngoba asenzi kanje.
Awu iynsizwa madoda 🙌🙌🙌 Ngikhale nje nami kwengaka yona imali Ewu Cela nje R2000 nje ngigcwalise ngthenge I laptop ngikwazi ukuTrader ngizenzele nama investments unyaka usaqala nje ngisilungiselele Mfoka Luthuli nga ngyathakazela mfo 🙏
Isebenza kahle lensizwa ingake ingizamele kodwa nami amatohwana nje
Koda mfoka luthuli ungake ungithi fahla ngaphepha amubalwa kulawa owaphethe kengehlise lezikweletu enginazo 🙏🥺
Ubusisiwe mfokaLithuli.Ngisacela Nami ngwugogo wabazukulu uNkulunkulu akubusise njalo ndodana sibusisiw sandlephayo kunesamukelayo🙏
Ndiyarhalrla Lee ukuthwalaaa😊
Kuthwele emhlabeni kajehova
Nisho kahle manithi ama bodyguard ngoba akusiwo ama Close Protection Officer lawa. Yonke into iwrong nje ngathi abawufundelanga lo msebenzi ngoba asenzi kanje.
Cha khona kuhle ukugadwa kodwa umuzi wendoda uyahloniswa isiqgoko nokungena ekhaya nesibhamu maZulu kusafuna kesicathuliswane
Yebo kunjalo kodwa nokuthi kwenzeka ngasiphi isizathu angeke sakusola.
Luthuli uthwele hawu😮
Awu iynsizwa madoda 🙌🙌🙌
Ngikhale nje nami kwengaka yona imali Ewu
Cela nje R2000 nje ngigcwalise ngthenge I laptop ngikwazi ukuTrader ngizenzele nama investments unyaka usaqala nje ngisilungiselele
Mfoka Luthuli nga ngyathakazela mfo 🙏
Iympahla ezembethwe zithi cha🥹🥹🥹
Ibhizinisi thizeni elipheka into ongakwazi ukuyigagula...Izidakamizwa.
Ayibo awukwazi nokubhala isizulu.....nibuye nisibhedele nisihlanyel nje .
Auu bakity kodw mthimkhulu cela ungizama nami ungiphe imali eyiii muntu usuwaba umahlalela angisakwazi ngisho ukukherisa izingane khaya nokusiza njeh mama bkity sengathi Inkosi ingaba ngakimi
Sekuyistayela ukuth kube namadoda aphethe iybhamu eynkulu
Kodwa Mshibe awungiphe okuncane ngixoshe ikati eziko
Kazi ubani igama lale nsizwa yakwa Luthuli
Weee gwajo mfoka baba ngicela ungidibanise nobaba uma Balabala ngike ngifumane umuthi we nhlanhla nami ngicebe ngiphathe imali njengezinyi ngani ngoba ngabashiya belambile khaya
Kuhle kakhulu ukuthoba sobonile ukuthi.unyathele umuntu Siyabonga
Igama lokuhlupheka liyi mvela kancane🤣🤣
Inkunzi uLithuli🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽
Nkunzi malanga
Awungiphe Mali , Mr
Cha lensizwa iyayiphatha imali
thwaling le
Luthuli🙌🏾nakhu langikhona
Mfoka Luthuli ngyacela mfe2 ungisize indlu ekhaya melina silala phandle ngilungise nje iroof iNkosi iyokubusisa mfe2 kwande kuchichime phezu kwalokhu osunakho kuphindwa phindwe
Kodwa ikhuluma Kahle lensizwa akuxatshenwe
Ngiyafisa ukubonana nalensizwa yakwethu koMshibe sihlanganise amakhanda iyubani ukuze ngikwazi ukuyibona
Lensizwa ngiyayazi
Aw kodwa MFT ungith fahla nje ndlwanenhle
ND 595 ngyakubon nkunz yam
Ayi cha niyayiphatha imali imndandi into yenu ayi
Mfowe Hhundela Sfiso ngyakthola lapho Mageba
Mina ngicela ukuba umamncane kaLuthuli
Amadoda akwa Zulu ai ndyavuma imali anayo sdonza nzima kanje
Awazongqeni izinto wona sizoyika nje thina anezibindi
Eyangakithi lensizwa ucbari wam nenduka yayishaya ft
Hayi ngeke KZN nentsizwa hayi ndiyafunga zikho apha Eastern cape Ezi intsizwa ziphila kamnandi kanje ziwafeza amaphupha abazali besaphila
Awungiphe 2000😅
Bhungane lendlela
Cha inomoya ophansi lenkabi
Sekwaba i fashion ukuphathwa kwezibhamu emicimbini
Ifeshini ebolile ethandwa esifundazweni sakithi KwaZulu. Ayi...
Guys have money but still look dirty
awsukamadoda
Mfaka Luthuli 😳 I bet that is R800000🙆
Angazi noma ngibona kahle bengithi ngibona iAK47/48. Ivumelekile yini?
It AK 74 it a Replica,
yebo Futhi nawe ungayithenga ,Fathi ayifiki naku R10,000
Kuhle kakhulu ukuthoba sobonile ukuthi.unyathele umuntu Siyabonga