King Bhaka ekhuluma Ngomculi we Gospel u Babo Ngcobo, nangezigelekeqe u Thabo Bester no Dr Nandipha.

แชร์
ฝัง

ความคิดเห็น • 37

  • @sanelemdluli3414
    @sanelemdluli3414 ปีที่แล้ว +3

    Cela ukubuza mfowethu , ukhulume ngokunamathelwa ithunzi lomuntu oshonile , ngiyi paramedic ngihleze ngithinta izidumbu , kwenziwa njani esimeni esinjalo #kingbhaka

  • @siphiwomkokeli9416
    @siphiwomkokeli9416 ปีที่แล้ว +1

    What a powerful message from my King Bhaka my King

  • @mlamulimagagula8061
    @mlamulimagagula8061 11 หลายเดือนก่อน

    Waze wakhuluma emagama lamahle Nkhosi Bhaka😮😮😮🇸🇿🇸🇿🇸🇿

  • @siara8267
    @siara8267 ปีที่แล้ว +2

    Ngeke King Bhaka ukhuluma iLanguage yabaPostoli straight, kulento yabangesekho, siyabonga ukuchazela abantu ukuthi umuntu usuke esebenzela itikithi lomphefumlo wakhe kanye nabakubo abangesekho uma ekholwa, now they know the truth and thruth can set them free from the york of slavery

  • @kamaveetv
    @kamaveetv ปีที่แล้ว +1

    Namanje ngisasho awuqambi amanga mawuthi uyiKing and uyinkinga when it comes to sipiritual 👏👏👏👏👏👏

  • @nathimixbuthelezi2047
    @nathimixbuthelezi2047 ปีที่แล้ว +2

    King bhaka mina bengikubona nginganaki yaz since ngikulalela ungichaza ngokuthi uhlale useqinisweni, and iqiniso lakho liyakha king.Unkulunkulu akubusise king

  • @BongiGumbi
    @BongiGumbi 5 หลายเดือนก่อน

    Kunjalo my King khona ejoyitini sibalande

  • @jabulanizungu5010
    @jabulanizungu5010 ปีที่แล้ว

    Ngyavuma king bhaka my son inkosi ikbusise uyibekile indaba ongezwa ngeke aphinde ezwe inkosi ikbusise

  • @PETRONKALA-qw7wx
    @PETRONKALA-qw7wx 9 หลายเดือนก่อน

    Cha, cha, Mfowethu angivumi izingelosi zona azifi, azidakwa, azingcwatshwa kanti futhi azoni. Akulona iqiniso ukuthi izengelosi abantu abangasekho futhi khumbula ukuthi izingelosi ezinye zawa ezilwini no- Sathane lezi namhlanje ezinga Mademoni okusho ukuthi imimoya engcolileyo.

  • @user-le1hu5zc5r
    @user-le1hu5zc5r 6 หลายเดือนก่อน

    mmmmmmmmm sukanini madoda wakhuluma my king

  • @thabanimthethwa3994
    @thabanimthethwa3994 ปีที่แล้ว

    Power my King 👑👑 uyinekile enedlebe uyakuzwa isithutha kuphela esingathi asizwanga . Power in the name of your artist's an Jesus name

  • @samuelmxhokonxilose4983
    @samuelmxhokonxilose4983 ปีที่แล้ว

    King Bhaka my King ngiyafisa ukubona just ukubona ngeso lenyama nginethemba kungakhululeka okuboshiwe iminyaka empilweni yam kunzima.

  • @smangeletshabalala5158
    @smangeletshabalala5158 ปีที่แล้ว +1

    My king kunjalo nomfazi odakwayo umthathe umenze oqhotho

  • @dumisanimbongwa3142
    @dumisanimbongwa3142 ปีที่แล้ว +1

    King uyinkosi emhlabeni uyindodana e Zulwini

  • @marthaskosana4612
    @marthaskosana4612 ปีที่แล้ว

    Mina ngiyakuzwa King.
    Kuthiwa "igazi lomuntu liyakhuluma"

  • @HollyWoodRockStarMovies
    @HollyWoodRockStarMovies ปีที่แล้ว

    Inamandla My King indoda engageji nhlobo kwezomoya cha uyinkunzi impela mfokaNzama..!!

  • @thamingwenya4006
    @thamingwenya4006 ปีที่แล้ว

    Thank you King I knew it kuthi you will address this issue kaThabo Bester

  • @Cazza321
    @Cazza321 ปีที่แล้ว

    Law has the long arm... iqiniso lelo!

  • @nomusaphala3485
    @nomusaphala3485 ปีที่แล้ว

    I salute you my King ngikulalele ngise Goli eVosloorus

  • @sbongilekhanyile6392
    @sbongilekhanyile6392 ปีที่แล้ว

    My king 👑👂

  • @robertgcwabaza8462
    @robertgcwabaza8462 ปีที่แล้ว

    My King! Zakhala madoda ongezwa Fokoof !!

  • @thokomogashoa767
    @thokomogashoa767 ปีที่แล้ว

    Well said Gabhadiya🙌

  • @thulisilasila7092
    @thulisilasila7092 ปีที่แล้ว

    🤦🏾 I'm speechless my King

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 ปีที่แล้ว +1

    Liqinisile ibhayibheli uma lithi ohamba neziphukuphuku uyoshoshozelwa yizo Proverbs 13:20,1Corinthians 15:33.

    • @sindintuli5200
      @sindintuli5200 ปีที่แล้ว

      Nginokukulalela my king Kodwa umuntu ukuthola kanjani umuntu wafa ukuhlupheka

  • @mamkitimloyi2486
    @mamkitimloyi2486 ปีที่แล้ว

    Uyahlekisa King 👑

  • @senzoblessing2863
    @senzoblessing2863 ปีที่แล้ว

    King pleased go deeper about THABO Theres something about him

  • @siara8267
    @siara8267 ปีที่แล้ว

    King bhaka ngyakuvuma bhuti, ukhulumisa oko mpostoli yaz

  • @sqrd3536
    @sqrd3536 ปีที่แล้ว

    Mina ngisola uNandipha. Ukuthi aze ashiye indoda efuna isboshwa? Uthanda izinto lo sisi uvele khona umsebenzi wakhe yena uNandipha uyaphambuka. Altering something that God created and coloured according his choice design. Out of the love of money and self 'glorification ' of human body they alter what God had blessed. It is something ppl take likely but it matters as level of alteraction is of significant magnitude.

  • @phumiegs5198
    @phumiegs5198 ปีที่แล้ว

    👌👌👌👌👌👌kinnnnnnng!

  • @nobuntundiza4880
    @nobuntundiza4880 ปีที่แล้ว

    Nkosi yam🙏🙏🙏

  • @mduduzihlutywa904
    @mduduzihlutywa904 ปีที่แล้ว

    Wayibeka uKing Ene icace GCA ungezwa uyosala enjalo

  • @mvuyimpithi8648
    @mvuyimpithi8648 ปีที่แล้ว +1

    Ndibone usgujana claiming to have white people at his church😂😂😂iyawa lantwana straight….mna ndithi bhaaaaaaaaaaaka 🙌

  • @sabeloshabane6433
    @sabeloshabane6433 ปีที่แล้ว

    Eyi lerazoh madoda hayi enye I razoh le ingako ngikhonzile 😅

  • @emmanueltrevor
    @emmanueltrevor ปีที่แล้ว

    😅😅😅😅😅😅😅😅😅hayi
    Mmm😅😅😅😅😅

  • @sizuyisemngadi9559
    @sizuyisemngadi9559 ปีที่แล้ว

    wena usuqala ukudida manje. utmthethwakho uyintatheli noma uyinyanga noma ungumfundisi ikona kuphi. njalo make kwaba nesigameko usizakala ngaso ay ngeke

    • @phikelansele5651
      @phikelansele5651 ปีที่แล้ว

      izinto azikhulumayo zijulile zingaphezulu komqondo wakho omncane, ingakho uthi uma ekhuluma loludaba uyasizakala.