Ngiphuphe kumele ngifunde umbhalo thizeni like in a work place. Kepha amagama ebefiphala kube nzima to read. Then people were criticizing my reading, kubuye kwavela a loaf of bread on the table. Nayo beyi bhaliwe kodwa bekunzima ukufunda the writing on it. The first loaf I saw was on a tree esgangeni, but zange ngifunde kuyo.
Elinye iphupho sesi hlengiwe bathe sebahambile labantu ngezwa ku khonkotha inja ngaphuma ngithi ngiya kuyovala i gaite. Ngithe ngisalidonsa kwa ngena izinja ezintathu 2 brown and 1 black zangena zigijima zajikela ngale phambili e kitchen jajika nge short again lapho ngathuka ngathi ngiyabaleka zozintathu zangi bamba isandla sami saka left. Nga zishaya zangekela kodwa azingilimazanga.
Siyabonga, Realeboga Gogo Mbotho ❤❤❤❤❤❤
Siyabonga gogo
Siyabonga dadewethu, izincazelo zakho nezimfundiso zakho zinhle kakhulu, futhi zisivula amehlo. ungadinwa nangomuso❤
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
Wena uhlanganaphi namadlozi
Vusimngomezulu ave enesidina uku commenter ngokungamdingi,engabe uhlala ku lane yenkolo yakhe finish.
Muphupha amajuba alako5 kodwa phakathi kwawo kuneskhova ngabe kushoni AMEN.🙏
❤ H mbotho ngiyabonga ukukhuluma ngalezizinto emaphusheni ey mina bengivele ngiphuphe ngi driver itrack ivele iphonseke edamini or ebrohwen yoo!! Bengingaz ukt kwenzenjan but now ngichazelekile ingabe ngikucingile ngaza kuwe ngezwa uthi ungapha empangen manje ngihamba ngesihlalo ngihlala ngedwa engangishade nabo babona ukuthi ngeke behlale nomuntu wenqola bahamba ngiyafisa ukukubona sisi mhlampe ngingasizakala thanks uMhlongo eMelmoth
Ngicela ukubuza nali iphupho, ngiphuphe umyeni wami ezonginika amaqanda athosiwe, kodwa bekuyiwo wodwa singekho isinkwa. Angikhumbuli ngiwathatha ngiwadla. Ngizobonga ngencazelo.
Waze waMuhle❤ maMbotho. Siyabonga Kakhulu ngosenzele khona❤
Camagu Ndlondlo❤️👏🏿👏🏿
Siyabonga incazelo cc, asithi usuzame zonke izangamo nabathandazi. UNKULUNKULU UPHI LA KUKHO KONKE SIKHATHELE BANDLA😔
Hmm kushuthi mina ngihlale ngivinjwa nkosiyam, siyabonga ngokusivula amehlo gogo😢
Ngaphezu nje kokukhuluma nabantu abadala kungayiziphi izinto umuntu angazenza ukulungisa nokulwa nalezizinto😮
Siyabonga ngencazelo ecacebha.Bengicela ungicacisele leliphupho.Ngiphupha ingathi esangweni lasekhaya kukhona inkomo emhlophe qwa.Eduze kwayo kukhona inyoka enkulu enokuyellow nokumnyama ithulile iyayibuka kanti nayo inkomo ilokhu iyibuka.Inkinga manje Ila kufanele ngiphume esangweni angisalwazi sengiyesaba.Ngime kanjalo ngizibuka lezinto ngaze ngaphaphama
Siyabonga Gogo ndake ndayiphipha imali ephephethekayo nonyaka yayingu-2013 before ndiqheshwe Kwa-Woolworths 😢😢 kushukuthi ndavalwa kudala
Morning Mbotho...kutsho ukuthini uphupha umuntu owamgcina kudala
Impela nam ngyafakaza ke kulelo banga 🙏
Siyabonga mambotho ngencazelo. Mine namuhla ngivuka ne ma phupho lamathathu namuhla. Ngiphuphe ngilindele kuthi kufike abantu engibakweletako, and ngangithukile kakhulu ngatjela umtwana wami wentombazane ukuthi uma befika ngitjele ngizokwazi ukubaleka ngiye kwamakhelwane. Bafika labantu and angibazi ngangicala kubabona kwaku madoda lama bili. Bacoke izimpahla zesonto oyi one ugcoke i code leyi green, omunye u coke emhlophe. Lo we code le green ubekade aphethe i sambok uthe umangena wangishaya ka bili wathi angizwa uhlaleleni ungabhadali. Ngathula ngangaphenduli. Bangiyeka baphuma bahamba bathi ngiyenze ngibhadale masinya.
Kodwa bathe umabaceda ukuphuma bavela e windini nge fosholo elicwele umlotha bangithela ngawo. Lapho ke bese babathathu lomunye ubekagade e gaithini. Kuthi aku phazamisi muntu. Ngiya cela shame incazelo sesi wami
Siyakubonga 😊
Mna ndiphuphe ubrother wam.edriver.imoto.yam.eyisa.emva.ndmbuza.kutheni.eyisa.engaphenduli
Ngicela ukubuza ukuphupha abantu begwazana
❤🎉 ume njalo
Makwande njalo ntombi!🙏
Hi sisi. Ngaphupha ngimoshekelwa zicathulo, ngicela ukwazi ngabe kushoni
Sibonge cc mina ngilokuphupha ngizama ukufona kodwa kungafineki ngilokhu ngingcindezela inumber kodwa isala liyangihlupha leliphupho
cyabonga kakhulu cc
🙌🙌🙌🙌🙌
Sawubona sisi nginenkinga yokuhlezi ngiphupha ngibona ufishi ongaphekiwe bewulungisela ukuwupheka unuka kakhulu, sengikuphuphe mhlampe kawu4
Hi cc unjani mine ngiphuphe ngishaywa umbane ngabe kushoni
Thokoza Gogo kushoni ukuphupha amaphondo kabhejane
Ndcela ukbuza sisi, kuchaza ntoni Uma uphupha uhleli endaweni ephezulu angathi iliwa woyika ukuwa
Amen, ngiyabonga incazelo, bengicela indlela yokuxhumana ukuze ungisiza okunye. Kungaba I email noma inamba
Ngicela incazelo yaleli iphupho, ngiphuphe ngithuma umafana ukuba angithathele ithawula lokugeza Eli purple noma ngithi elibukhwebezane. Kuhambe kwahamba ngazi Ona ngingena endini eyisitezi kukhona unkosikazi wami, yena washona ngo 2022. Uma ngingena angihlangabeze kwi passage efake insight Dress, ejabule.
Asizibongele maMbotho
Sawubona Hlengiwe ngicelaukubyza kusho ukuthini ukuphupha uzibosha eziyingozi ziningi zigadwe amaphoyisa ziya enkantolo bese kuyadutshulwana kodwa wena ukwazi ukubaleka ungadubukelanga ungene emanzini ubhukude ugibele ezitebhisini uze ufike esicongweni cellphone yakho uyotifigla bese kuthi ngesikade uyoyifuna uze uyithole kodwa lapho ebekudusthulwana kusele odadewenu nabadhana bakho
Ngiyakuthanda Mama uMbotho
Ngivele ngiphile Uma ngiva Livi lakho❤
Thanks for the video ❤ how do I contact you you?
❤ syakuthanda
Thokoza gogo cela kubuza kusho ukuthini ukuphupha ngathi uyasebenza msebenzini la kade usebenza khona waxoshwa kdw ephuphweni kube sengath usubuyele khona uyasebenza
Camagu
Ngcela ukubuza ukuphupha umnumzane ekhuluma nawe athi ucela ngitshele umndeni wam ukuthi yena ubonakala kanjan emanzini ukuthi ukhona
Sawubona maMbotho ngicela ukubuza ukt kusho ujtn ukuphupha uxoshiswa izinkomo
Hello sisi kusho ukuthini Uma izingilozi ziziveza ngezilwane? 🙄
Leli lesithathu ngiyenga fonelwa ngubaba lomcane wami. Ngambuza kuthi kungani angi fonela namhlanje ngoba njalo umangi mfonela akaphenduli ucingo lwami. Wase uthi mine njali umangifona usuke asebenza, and u busy ufuna kuyenza umsebenzi umsebenzi wokuvula matje. Khona lapho wangitjela ngezinkinga zakhe. Ngiyabonga usazo ngiphendula dadewethu
Ngiphuphe kumele ngifunde umbhalo thizeni like in a work place. Kepha amagama ebefiphala kube nzima to read. Then people were criticizing my reading, kubuye kwavela a loaf of bread on the table. Nayo beyi bhaliwe kodwa bekunzima ukufunda the writing on it. The first loaf I saw was on a tree esgangeni, but zange ngifunde kuyo.
Elinye iphupho sesi hlengiwe bathe sebahambile labantu ngezwa ku khonkotha inja ngaphuma ngithi ngiya kuyovala i gaite. Ngithe ngisalidonsa kwa ngena izinja ezintathu 2 brown and 1 black zangena zigijima zajikela ngale phambili e kitchen jajika nge short again lapho ngathuka ngathi ngiyabaleka zozintathu zangi bamba isandla sami saka left. Nga zishaya zangekela kodwa azingilimazanga.
Ngicela ukubuza muphupha uvivinywa (exam) abantu bebuzewena izimpendulo kodwa nesekumele kubhale wena ipeni lingabhali ubathe ucinga ipeni lingatholakali
Makwande MaMbotho❤🙏
Thanks xem ngxela ukbuza kushoni ukphupha ingani yakho kuhhusha umoya then ubone ishlahla isbhaha
🙏🏽🙏🏽🙏🏽🙏🏽🙏🏽❤
🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏
Ngicela ningipha inumber yenu ka WhatsApp