uFalabo ugxeka Umbuso Wamaciko ngokumuqhathanisa noMntuyenziwa.

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 26 ต.ค. 2024

ความคิดเห็น • 24

  • @mengezincube1150
    @mengezincube1150 2 ปีที่แล้ว +1

    Up bhemile..unsizwa lena ufalabo ayizethembi mpela mina angizazi ingoma zakhe lu mfoe kodwa ezikaBhemile nginazo

  • @khumalo851
    @khumalo851 2 ปีที่แล้ว +8

    Ayikho ingoma engekho kubantu ikinga laba badudwa kuthi bacula izingoma zashameni okulula ukuthi zivumeke kalula coz akulula ukuthi uzibhimbe kanti uma sesiza kwezomaskandi akulula nje uvele ukhuphuke ngeGcokama, uDumakahle, uMkhathazi, uMroza, uMzukulu, ithwasa lekhansela if unganalo izwi lokucula umaskandi uzohlekwa abantu bethi ubhimba ingoma kanti lezi zashameni nebhimbi like lizibone selicula kanti lutho

    • @chrisexcel7382
      @chrisexcel7382 2 ปีที่แล้ว

      Kanti yini umaskandi akusiyo I gospel Lena

    • @boxermtshali6638
      @boxermtshali6638 2 ปีที่แล้ว

      Yasgulela wena ngakhuluma ngabantu abaxoxayo uthi bayacula uDumakahle,ithwasa lekhansela bayayibhala ingoma bt indlela abacula ngayo angeneme lize lith ukuba ngcono ithwasa lekhansela lababanye ke bayathilila nje kuphela njengawe....

    • @sizwendlovu5793
      @sizwendlovu5793 2 ปีที่แล้ว +1

      Walikhuluma iqiniso bafo nam ngihlale ngiyibona leyoyinto

    • @quintonnqobile6715
      @quintonnqobile6715 2 ปีที่แล้ว

      Yanyaaaaa

    • @khumalo851
      @khumalo851 2 ปีที่แล้ว +2

      @@boxermtshali6638 wazini ngokucula wena yini oyaziyo, kuyini ukucula. Yini inhloso yokucula, ucula wenzenjani? Uyeke umaskandi ba4 uye kwigqomu coz uzithandela umsindo

  • @vusumzimacamba8323
    @vusumzimacamba8323 ปีที่แล้ว

    angimgxeki uFalabo usemncane kakhulu kulokhu.....into engizoyisho kuye akayeke ukushesha ukuzibona yedwa e top...asikamboni....angithi akekho top...but asifuni kuzwa ngaye ukuthi utop ...kodwa siyabona ukuthi wehlulwa yintambo okuyiyena umaskandi ...ingqikithi...

  • @luyandambasela2973
    @luyandambasela2973 2 ปีที่แล้ว +3

    Kanti beyaphi yena ngoba ngabe akazange eze😂😂

  • @thembinkosivelaphi7962
    @thembinkosivelaphi7962 2 ปีที่แล้ว +3

    Ayikho nje indaba yalofalabo wakhona usenzenzangathi uculakahle kangakananini yizozonke lezinto ezingenamsebenzi emculweni fanele uvunywe abantu not ukuthi uvume Wena safa

  • @dumohngobese2891
    @dumohngobese2891 2 ปีที่แล้ว +2

    🤣mayeza ngesiginxi kwaGogo ezola ..lo basuke bamona mabeth umshayi wentambo kuzonde ixhwele kant iyiph lentambo

  • @siyabhengu8286
    @siyabhengu8286 2 ปีที่แล้ว +1

    Isono ngalo mfana wase nqhuthu akasazi uzothini.

  • @mduduzindlovumduduzindlovu3648
    @mduduzindlovumduduzindlovu3648 11 หลายเดือนก่อน

    Edakwa lofalabo, usaba ubhemile😂😂😅

  • @chrisexcel7382
    @chrisexcel7382 2 ปีที่แล้ว +1

    Gezane izofa le chanel Uma uqhubeka wenza lento after this then what

  • @mfokamvelases.a
    @mfokamvelases.a 2 ปีที่แล้ว

    Falabo mfanakithy👏🏿🎙🤣🤣🤣🤣

  • @geesindy1203
    @geesindy1203 2 ปีที่แล้ว +1

    😂😂uqinisile FALABO, kodwa ke naso isginci uyasinwebanweba ungazeyisi ngalapho mfoo

  • @bonganimlambo8415
    @bonganimlambo8415 2 ปีที่แล้ว +1

    😅😅😅😄😄

  • @mnelisimlungisi3192
    @mnelisimlungisi3192 2 ปีที่แล้ว

    Wathi njeyena ungumgqoki webhantshi okungelona elakhe limlingane usebekene nayoke leyondoda yebhantshi ayelisho ... usebeka izaba manje? Zashemthini omanzi!

  • @MelusiLindelani
    @MelusiLindelani 11 หลายเดือนก่อน

    Futhi ngempela ayikho lento abakuqathanisa nayo nje ukhuzwayo umculi

  • @mfankho95znluthango77
    @mfankho95znluthango77 2 ปีที่แล้ว

    Nimtshele ukuthy umculi uzobonwa yithy thina balandeli