uFalabo uveza inzondo uMntuyenziwa anayo ngaye, uMntuyenziwa wambiza ngeNina.

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 12 พ.ค. 2022
  • #gezanimediaproductions #maskandi #livepodcast #mntuyenziwa #khuzani #falabo
  • บันเทิง

ความคิดเห็น • 113

  • @luyandambasela2973
    @luyandambasela2973 2 ปีที่แล้ว +19

    Futhi umntuyenziwa uyohlezi ewunkulunkulu wesginci Amen, nina enithi uFalabo this and that yisono ngani

    • @user-vx2if2si5i
      @user-vx2if2si5i 8 หลายเดือนก่อน +1

      Suka kusizaphi lokhu ngoba ucula amsimba

    • @thudopesb6767
      @thudopesb6767 4 หลายเดือนก่อน

      Hayi suka akekho ngase zwini...uyena itin elithi qo!😂

  • @njabulomafuleka345
    @njabulomafuleka345 2 ปีที่แล้ว +12

    Yabona ufalabo ngimbona ephuke umoya nje umoya wakhe uphansi leshow iyaqatha ake niyiqondise nibize abantu kahle hhayi ngokuqhatha

  • @ndumisomajola8043
    @ndumisomajola8043 2 ปีที่แล้ว +9

    Ay!! Uhlanya uBhemile, abamdlela umona abakhohlwe ......Uzigqaja mahhala Falabo, uyingane kule nsizwa ...
    Khohlwa mfana, uyogijima uze ube umfishane la!!

  • @lindelani7807
    @lindelani7807 2 ปีที่แล้ว +14

    UBabhemile bekmele bemqhathe noJaiva hai uKhuzwayo, useyingane uFalabo

  • @canannkwanyana6731
    @canannkwanyana6731 2 ปีที่แล้ว +14

    Up Bhemil 🚬👌🏼🎸

  • @dlezakheamos7892
    @dlezakheamos7892 ปีที่แล้ว +8

    Wayengeke ukhuzani asebenze nalomuntu akahlelekile

    • @njongomatole5782
      @njongomatole5782 ปีที่แล้ว +2

      Kwalo khuzani wakho akakwazi kwa ukhalisa isginci

    • @thudopesb6767
      @thudopesb6767 4 หลายเดือนก่อน +1

      ​@njongomatole5782 akekho othe uyakwazi. Kodwa ok'salayo uyayenza lento ayenzayo.
      Ang'suye umlandeli ka Khuzani, ngi landela uMaskandi, and njengo mlandeli ngingasho ngithi ak'sibo bonke abaphathi iiginci abaculayo...ub'ningi babo abekho mnandi ezwini. Kukhala nto nto nto...ingoma doh (igama lo mnyango).

    • @thabisadintsi7413
      @thabisadintsi7413 หลายเดือนก่อน

      ​@@thudopesb6767hay ebengekhe nyani mntase,lo Bhemile wabo unomoya & nje I know is'gingci usibetha clean kwiingoma zika Khuzani le ayenza apha yingxolo nje engenasidingo
      I love i attitude ka Falabo it will take him far in life

  • @ayandamduduzi9994
    @ayandamduduzi9994 2 ปีที่แล้ว +12

    Ubhema sebebhemile inkunzi lena😂😂😂

  • @mhzmedia9481
    @mhzmedia9481 2 ปีที่แล้ว +4

    cha ufalabo uuyasidlala kanti uyasho nje kwi voice

  • @andilekortman6172
    @andilekortman6172 2 ปีที่แล้ว +6

    Danko mntuyenziwa 💯💯👌

  • @mfundoncwane9524
    @mfundoncwane9524 2 ปีที่แล้ว +8

    Falabo ngyathanda indlela obeka ngayo umoya phansi ubeke neFact etafuleni

  • @mzuveleimbongiyebhayibheli7570
    @mzuveleimbongiyebhayibheli7570 ปีที่แล้ว +1

    Sanibonani kulelikhaya uMbuso wamaciko niyaphila nibingelelwa uMzuvele imbongi yebhayibheli owenza umculo omusha oyizintshumayelo ngezinkondlo ngicela isupport nami ngivele kubathandi bomculo ngyabonga 🙏🙏🔥🔥🇿🇦🇿🇦

  • @bongisiphoduva6928
    @bongisiphoduva6928 2 ปีที่แล้ว +4

    Kodwa falabo unepoint mfethu uthi ushuni wakhe but still khuzani is the best

    • @njongomatole5782
      @njongomatole5782 ปีที่แล้ว

      But with other people's hand art yena dololo

  • @thandoshongwe5614
    @thandoshongwe5614 ปีที่แล้ว +1

    Khuphuka bhemi🔥🔥🔥akayeke umona ufalabo bakithi lento isegazini

  • @rasseesmokealot-y5p
    @rasseesmokealot-y5p ปีที่แล้ว

    This podcast is the best in SA....Umbuso wamaciko keep me entertained all day 😅😅

  • @ezibonakaliswenitv4016
    @ezibonakaliswenitv4016 2 ปีที่แล้ว +7

    Umntuyenziwa👌🔥

  • @lwazisishi6896
    @lwazisishi6896 ปีที่แล้ว +1

    Umntuyenziwa ufuna into yamanje mnandi ebhemile
    Uthatha kude falabo

  • @nhlanhlangcobo1960
    @nhlanhlangcobo1960 2 ปีที่แล้ว +3

    Khona iBar 🥃🍷🍾🥂🍻🍺emuva kwalana?

  • @user-hf8hv7kx8g
    @user-hf8hv7kx8g 3 หลายเดือนก่อน +1

    Uchemile logogo mashudula 🤞

  • @sthembisokhanyile8587
    @sthembisokhanyile8587 2 ปีที่แล้ว +6

    Mshaye bhemile sevumile uyingane lomfana kuwe

    • @zyenkosi2708
      @zyenkosi2708 ปีที่แล้ว

      Wasuke waqhathwa nenkunzi imnandi kakhul lenkunzi bhemile bashayeee

  • @user-pw1cr3qf3h
    @user-pw1cr3qf3h 5 หลายเดือนก่อน +1

    Bamuhlula ngamalengisolo Waka khuzwayo

  • @nompilongcobo5860
    @nompilongcobo5860 ปีที่แล้ว +2

    Uyaganga mtuyenziwa impela uyaganga udlalangomuntu ehlulwa siginxi yadelela😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂👍

  • @yokazimhlambi8580
    @yokazimhlambi8580 2 ปีที่แล้ว +2

    Umfana kanoNdindwa awu iyashaya leyondoma😘

  • @wisemanmagubane1914
    @wisemanmagubane1914 2 ปีที่แล้ว +5

    Uyasho kuthi akaxabene namuntu bhemile hhay lemibuzo yenu Nani ayisile

  • @maureentphakathi6295
    @maureentphakathi6295 2 ปีที่แล้ว +3

    Falabo uyinkosi mfani ngokungaziphakamisi

  • @kgzgila8015
    @kgzgila8015 2 ปีที่แล้ว +2

    Khuphuka mfoka Nondindwa

  • @tsamansa9251
    @tsamansa9251 2 ปีที่แล้ว +4

    Khuphuka falabo....

  • @langelihlemthokozisi7543
    @langelihlemthokozisi7543 2 ปีที่แล้ว +3

    Suvele wamkhipha emdlalwen ufalabo kodwa mntuyenziwa

  • @hawukaningcobo8707
    @hawukaningcobo8707 2 ปีที่แล้ว +1

    Khuphuka babhemile mani demed 🤗🤭👍👍👍👍✊✊✊✊✊✊✊✊✊✊✊

    • @user-vx2if2si5i
      @user-vx2if2si5i 8 หลายเดือนก่อน

      Kodwa ukucula akakwazi

  • @BhutiMthunzi
    @BhutiMthunzi 2 ปีที่แล้ว +6

    uhlanya lolu ubhemakakhulu lo MNTUYENZIWA wakhona

    • @mfundoncwane9524
      @mfundoncwane9524 2 ปีที่แล้ว

      Falabo ngyathanda indlela obeka ngayo umoya phansi ubeke neFact etafuleni

    • @mfundoncwane9524
      @mfundoncwane9524 2 ปีที่แล้ว

      Falabo ngyathanda indlela obeka ngayo umoya phansi ubeke neFact etafuleni

  • @simphiwemcebisi6428
    @simphiwemcebisi6428 หลายเดือนก่อน

    WInkunzi mfoka Khuzwayo ngthanda umoya wakho

  • @ThePlot4
    @ThePlot4 2 ปีที่แล้ว +4

    Lamasimba anguMntuyenziwa bantu nobubi, inkosi yesginci bafana uSongqongqo noMbhodobhodo

    • @zukiezukie7745
      @zukiezukie7745 ปีที่แล้ว +2

      Khupuka mnandi bhemile

    • @user-pw1cr3qf3h
      @user-pw1cr3qf3h 5 หลายเดือนก่อน +1

      Mina ngkhuphula umntebhemile bafana

  • @VusiBhekani-xh1xh
    @VusiBhekani-xh1xh ปีที่แล้ว +2

    💯💯💯💯💯💯💯🙌Mnthu

  • @luzukomboneleli3582
    @luzukomboneleli3582 ปีที่แล้ว +1

    ...alabo 2mu.. love

  • @thandozakes347
    @thandozakes347 2 ปีที่แล้ว +1

    Kuphukaa bhemileee

  • @thabaninyawo-hv5ge
    @thabaninyawo-hv5ge ปีที่แล้ว

    UmfokaKhuzwayo akamelami ngisho nakumelama uBhemile

  • @user-pw1cr3qf3h
    @user-pw1cr3qf3h 5 หลายเดือนก่อน

    Koda bafwethu isthutha ngampela umntuyenziwa omfana abamqhathenaye mncane😂😂

  • @user-rg3pu5yg1s
    @user-rg3pu5yg1s 8 หลายเดือนก่อน

    Isthutha madoda 🤝🤝

  • @thandozakes347
    @thandozakes347 2 ปีที่แล้ว

    U cc wezingwe uchemileeee straite

  • @thudopesb6767
    @thudopesb6767 4 หลายเดือนก่อน

    Inkinga nina nifuna ukuthi umuntu adlale njengo Messi noma uRonaldo kanti nabo bano kwabo abakwenzayo.
    Umbuso Wamaciko awakhi, kunalokho uqhatha abantu.
    Beku yini ukuthi nenze i-interview ngo msebenzi wabo abaw'khiphile, hayi lo mqudelwano onga sile.

  • @zakhelenizulu4548
    @zakhelenizulu4548 2 ปีที่แล้ว +2

    Kanti cha falabo ayikho inkinga kodwa wenza kube nenkinga wena

  • @bongyphangisa9052
    @bongyphangisa9052 2 ปีที่แล้ว +1

    Enqutu iykhwama❤️❤️❤️❤️❤️up Falabo

  • @deekhosi9705
    @deekhosi9705 2 ปีที่แล้ว

    Kkkkkkkk ayy zyawbeka la laaaa

  • @naktravelandtours8619
    @naktravelandtours8619 2 ปีที่แล้ว +1

    Uyashiyek umfokaNondindwa, syakhal isginci sakwaKhanyile ngeke 😂

  • @nhlakaniphonene1523
    @nhlakaniphonene1523 2 ปีที่แล้ว +1

    Two different tunes...hyper tune and solid tune

  • @mfokamvelases.a
    @mfokamvelases.a 2 ปีที่แล้ว +1

    Falabo way'fakaza Lengoma ethi inkani.

  • @aviwepiyose3916
    @aviwepiyose3916 2 ปีที่แล้ว

    Lol 😆 😆 😆 😆 😆 😆 up Bhemile

  • @asandawotata5042
    @asandawotata5042 9 หลายเดือนก่อน

    Uyanya uFalabo😅😅😅

  • @SbonisoMnyandu-yh5nb
    @SbonisoMnyandu-yh5nb 11 หลายเดือนก่อน

    Kushubile kodwa lunnandi uhlelo Lombuso wamaciko

  • @thabogodfreymsomi4195
    @thabogodfreymsomi4195 2 ปีที่แล้ว +1

    Hah hah! UMntuyenziwa

  • @solomonmaluleke9013
    @solomonmaluleke9013 14 วันที่ผ่านมา

    ❤❤❤

  • @user-sr3yw8zb1l
    @user-sr3yw8zb1l หลายเดือนก่อน

    Ulawulwa zidakamizwa lo. Ukuthi ulunywa yini kangaka njengoba elokhu epenapena nje ulunywa intelezi usuke efasile? Akuziwe khona empini okukanye emgangeleni lapha kuzokhulunywa lapha.

  • @user-hf8hv7kx8g
    @user-hf8hv7kx8g 3 หลายเดือนก่อน

    Yakuzwa winkinga mntu yenziwa falaba wingane kakhulu

  • @jokizwane5284
    @jokizwane5284 ปีที่แล้ว

    Isithutha senkunzi. Babhemile kithi enkadla

  • @samukelisiwesithole9543
    @samukelisiwesithole9543 2 ปีที่แล้ว +1

    Falabo uze ehlohliwe la kanti zizomkhalela

  • @ntombiendlovukazie6624
    @ntombiendlovukazie6624 2 ปีที่แล้ว

    Up falabo sinawe bhutie lomuntu udla amadrugs iwonder yindoda kabn

  • @nompilongcobo5860
    @nompilongcobo5860 ปีที่แล้ว

    Dladla nezinyane lanondindwa 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣

  • @a.mnqobigumede7182
    @a.mnqobigumede7182 2 ปีที่แล้ว

    Ei imibuzo yale channel iyaqhatha

  • @animalslife9714
    @animalslife9714 2 ปีที่แล้ว

    Empeleni le-Channel yenzelwa ukubhebhethekisa noma ukuqenda udlame kubaculi bakamaskandi yini? .. aningitsheleni nina enazi iqiniso!!!

  • @NolifewithoutJesus
    @NolifewithoutJesus 2 ปีที่แล้ว

    Ulawulwa iswazi usebhemile insangu

  • @phumlanifayilani5459
    @phumlanifayilani5459 4 หลายเดือนก่อน

    Ubanga umsindo umntuyenziwa

  • @ayandantombela509
    @ayandantombela509 2 ปีที่แล้ว +2

    Uyindoda Mnguni[Khuzwayo] yonke into uyena ngobunono.

  • @siphamandlamadonsela7512
    @siphamandlamadonsela7512 2 ปีที่แล้ว +1

    Ei Ave unebhadi kodwa umaskandi, leli hlathi eliwu bhemile livelaphi selisangana nje🤔🤔

  • @sokesibonengubane502
    @sokesibonengubane502 2 ปีที่แล้ว +1

    Ai Suja ufalabo siyamhlula isginci Kanti futhi if engathi uvula Kahle baba omzukulu ntencane manje akabalwa naku top 5 kulabafana abancane, ubhemile unomqondo

  • @sifisosithole9631
    @sifisosithole9631 2 ปีที่แล้ว +1

    Kwanqulu ikhwama Bafana !!Inkulunkulu weziginci ezidlala izingoma zabantu Kanti iphi eyakho ilokhu uyankuntuza nje."Ubaba wengane yokuqala owayitholela emjolweni uyalahlana"

    • @yolilemome5518
      @yolilemome5518 ปีที่แล้ว

      Zange umamele isihloko senqubo sathikukhunjulwa amaqawe asele alala

  • @sbongisenihlakaniphan6566
    @sbongisenihlakaniphan6566 หลายเดือนก่อน

    😂😂😂

  • @VusiBhekani-xh1xh
    @VusiBhekani-xh1xh ปีที่แล้ว

    Musani ukulwa bakwethu

  • @NcebaKumalo-vl2ig
    @NcebaKumalo-vl2ig 7 หลายเดือนก่อน

    😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @sibahlemotha3448
    @sibahlemotha3448 2 ปีที่แล้ว +1

    Iyekeni lento yenu Gezani.

  • @mpilisosiyabongakhumalo2178
    @mpilisosiyabongakhumalo2178 2 ปีที่แล้ว +2

    Shaya lento Bhemile ngisho lezihlama zalabosisi bezama ukunabukelisa loshlama ongu falabo

  • @JacobJirivengwa
    @JacobJirivengwa หลายเดือนก่อน

    khuphuka babhemile lento iyisphiwo kiwo ufalabo ujaha unogwaja ngofudu

  • @siyandazondi202
    @siyandazondi202 2 ปีที่แล้ว +3

    Mengehlisa ukuphapha nje uBhemile kungakuhle ijongo akumele liphaphe kanje

    • @thandoshongwe5614
      @thandoshongwe5614 ปีที่แล้ว

      Yekani umona bafe2 kuhle akazigcaje ngentoyakhe yinhle lento

    • @bongumusambuyisa1231
      @bongumusambuyisa1231 ปีที่แล้ว

      Khuphuka muntuyenziwa

    • @desperado6039
      @desperado6039 ปีที่แล้ว

      True yena akayitshele ukuth isginci akasazi pple wil judge ngoba phela i pride b4 fame or b4 imali isuka ikulimaze ucine ungasayaziwa washonaphi kayehlise umoya ubafo srs ngimzonda kabi umuntu olepride osuka ayeyise abanye abantu abone sengathi nguye yedwa one talent and omunye umuntu uyakhona ukumfundisa isginci aphumelele akdlule if enomqondo okhaliphile

  • @hambushonehlulezakhe9811
    @hambushonehlulezakhe9811 2 ปีที่แล้ว

    Uhlanya lolu

  • @NolifewithoutJesus
    @NolifewithoutJesus 2 ปีที่แล้ว +1

    Iyakuhlanyisa lokhu insangu

  • @manziniwaterson6740
    @manziniwaterson6740 2 ปีที่แล้ว

    Inkinga into muyithatha ngokuphapha ayjwayele ukuchuma ugcina ngakho ukuduma ezohosheni

  • @bongansele7782
    @bongansele7782 2 ปีที่แล้ว

    Umsangano we show lo.. Kuqhathwa abaculi... 🚮

  • @user-vx2if2si5i
    @user-vx2if2si5i 8 หลายเดือนก่อน

    Ukhuzwayo ungumculi not umshayi wezingici ningazomndakelwa nje futhi

  • @bongamabuyakhulu2889
    @bongamabuyakhulu2889 ปีที่แล้ว

    Ubhemile akakhuzeki u high

  • @sizwelwalweni2132
    @sizwelwalweni2132 2 ปีที่แล้ว

    Uhamba yedwa ubabhemile esgincini lomama welokhwe lengwe uchemile

    • @SbonisoMnyandu-yh5nb
      @SbonisoMnyandu-yh5nb 11 หลายเดือนก่อน +1

      Yebo uFalabo ungumuntu olindayo nokuzehlisa enze into efunwa undlali amdlalelayo nomculo wakhe muhle Ayi Umtuyenziwa😁😁😁isgingci syamhlanyisa Hahh maye Weeeh 😂😂😂😂😂uneSpirit ungathi udlala nezipoki🙏🙏🙏

  • @thandoshongwe5614
    @thandoshongwe5614 ปีที่แล้ว

    Khuphuka bhemi🔥🔥🔥akayeke umona ufalabo bakithi lento isegazini

    • @SbonisoMnyandu-yh5nb
      @SbonisoMnyandu-yh5nb 11 หลายเดือนก่อน

      Falabo wathathwa isigingci wasibeka eceleni nangumfana ! Ekuhcomela?😂😂😂😂😂