This is spiritual these kids needs to be prayed for He has transformed his spirit to them. We will have more of him in future.. May the spirit of the Lord interven.
Ayi bazalwane saze salimala Nkosiyam izingane zethu Jesu zihlukumezwa kabi kanje zincane... nathi siyi South Africa yizingane zethu lezi, Im sooo hurt and ngyazi kuth nabazali ababuka lohlelo balimele, I wish this kids can be brain washed so that they forget this traumatic experience awu kodwa izingane zethu zincane kangaka Jesu... ngazi ngalimala nkosi
Mmmmh ey ubulwane obungaka nxaghaaa inja lomuntu safisa ukumbona ey usile lo waze wazihlukumeza izingane I hope zithulele counselling bakithi zi heale 💔
Yoooo lengane ethi ngfuna afee 😢 askies mani boy i feel your pain nana😭 ungamfiseli ukufa mekele aphile until ubekwazi ukubhekana naye usukhulile, kubuhlungu ukut usufuna izimpendulo ungasazitholi ngoba esefile umuntu onezimpendulo, ngisakhala mina namanje my abuser died before I could confront him 😭
My heart is bleeding I can't even finish this episode ,watching from Borksburg my son is also a soccer player I can't wait to make a follow-up early in the morning ,Mkhwanazi please help these innocent souls ,big up guys u are doing a very big job
We need God himself to protect our children because the devil is coming to destroy their future. May the affected families find peace again, this is very touching 😢
Last year there was story like this at BBC form that time I told my self no man will take My son in the name of soccer ⚽ I hate soccer with all my heart
Let all the children affected in this matter be healed and comforted and also the parents
Watching from Eswatini 🇸🇿.This is a sad story, and this guy needs to be arrested .Parents, let's protect our children and pray for them .
From Eswatini with love ❤❤😢😢😢sad story indeed
Akasadingi ukuboshwa udinga ukubulawa
L
Póllló
@@ElisabethKunenel km llllllóo
Yoooo ngavele ngaphathwa yikhanda yazi yabuhlungu nansi into😢😢
Nhlalisuthi yoNyazi uqhubeke njalo nomsebenzi wakho omuhle wokusiza abantu ngikuthandani❤❤❤❤❤
This is spiritual these kids needs to be prayed for He has transformed his spirit to them. We will have more of him in future.. May the spirit of the Lord interven.
😢 😭 😿yho kwaze kwabuhlungu nkosi yami ,,waze wanonya umuntu uzihlukumezil ingane😢😢ngyakhala nkosi yam ,,lomlisa ngeke alibone izulu jehova somandla ,,yey ngiphelelwa amazwi
Ayi bazalwane saze salimala Nkosiyam izingane zethu Jesu zihlukumezwa kabi kanje zincane... nathi siyi South Africa yizingane zethu lezi, Im sooo hurt and ngyazi kuth nabazali ababuka lohlelo balimele, I wish this kids can be brain washed so that they forget this traumatic experience awu kodwa izingane zethu zincane kangaka Jesu... ngazi ngalimala nkosi
Isikhathi esiphila kuso sinzima Jehova 😢 inhliziyo yami iphuke kakhulu ngeke usathemba muntu ngengane yakho
Kudaaaala yabola court yase verulam Kanye namaphoyisa akhona 🤞🤞🤞 izwani ngam
Ukuboshwa akusizi ,,akafe lodoti osihlukumezela ngane zethu
I felt that ngifisa afe😭😭😭😭😭Yoooooo akabulawe lomuntu ngeke
Buti Mdu hay uyasebenza 🤞 sengathi unkulunkulu anga kubusisa and give you more wisdom and strength
Kdwa sothemba bani ngengane zethu simakade 💔😭 sizozifihlaphi mhlaba sewonakele
Why can’t o stop crying 😢😢 after watching the second child with his father
Mmmm kwaze kwabuhlungu abantwana bethu sobakhulisela phi. Makabolele ejele lowo uyingozi emphakathini💔💔
Kwaze kwanzima emhlabeni isono yey haaa abukho ubulungiswa😩🥺😭😭😭😭 isono yaze yangikhalisa ingane yesibili jesu kabuhlungu
😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭Ngphelelelwa amazwi Jehovah ngaze ngabuzwa ubhlungu nkosi 😭😭😭😭😭😭I can't stop crying kdwa ngeyngane zethu nkosi 💔💔💔akbuye isgwebo sentambo ngeke bakwethu Lwandle😭😭😭😭
South Africa is weak
Lento ihlukumeze abantu abaningi buka nje lengane ize imfisele nokufa ngenxa yobuhlungu benhliziyo niphole zingane zami💔💔💔
He Gugu mina bukela ngise Pretoria uya Uma nga hlangana naye uzonya Na ingi zwisa ubuhlungu
Waze wayisilwane umuntu😭😭💔 engathi angasthola isijezo kulento... Tjoooh mina bengambulala ngezami ezandla🤞
I can't stop crying 😢😢
Am hurt😢😢😢
Nami NGILIMELE kakhulu
Haaa ,uvela kanjani, ningakafiki bazali Haw umthetho wase South Africa.
Umthetho nasebuphoyiseni awukho 😢😢
Long story yokunuka,kwakumele abulawe esasho kanjalo
Kwaze kwabuhlungu kuÿazwela, ithwele lendoda, kungenzeka futh ukuth isebenzela usathane. Fire ngithumela lomlilo kuye ashe aphele lamandla kasathane asebenza ngawo Fire akashe. Siphila ezinsukwini zokugcina, seliyabhubha.
Yingakho abantu bezibambela umthetho cz eSouth Afica umthetho awunabulungiswa 😭😭😭
Mmmm saze sabhlungu istory webabooo 😢😢😢 kodwa lobaba odestroyer bantwana baningi kangaka Smakade weZulu 🙆🏿 ey kunzima kulelizwe esiphila kulona 💔💔💔
yabuhlungu indaba yengane😢 siyacela kuba Meli ababukayo besisizele bakith njengoba sesazi ukuth umthetho usuyathenga abancolile yanicela onosizo asize lomphakath ngaze ngakhala haw isihlungu esingaka Nkulunkulu ngenelela😭😭😭😭😭😭😭
Yaze yabuhlungu inhliziyo yami Nkosi ezinganeni zethu zincane😭😭 ngaze ngaphuka umoya nkosi kanti konakelephi wzweni lethu obaba bona izimpilo zezingane jehova ngenelela ngabe senzeni kuwe.. sixolele 😭😭😭
Hmmm nkosiyami ngeke iphinde isuke lento emqondweni wezingane akaboshwe 💔
Watching from Lestho😢😢my heart is bliding
Yaze yangcola inja😢😢😢 ifuna ukugaxwa ithayi nj finish
😢😢😢😢😢akabulawe lomuntu ubulele isasa lengane😭💔💔💔
Sleepover nje nomuntu enimgamazi Weee soze, inoba wayenomuth wokunithambisa bazali😮
Umhlaba wonakele. Siyabonga Thuleleni TV ngokuvungulula lezinto ukuze abantu baqwashiseke.
Kwaze kwabuhlu ngiyazwelana nani mphakathi nabazali nakubo abantwana😭😭😭💔💔💔
Cha ke lendoda ayilalwe nayo laphana eWestvill ngeke anishoni iwubani wakabani kwesitshele insizwa zimbheke yaze yangicika into ngifisa nokuya Nkantolo ngoyibona lenja 😭😭😭💔💔
Oh nkosiyam ngenelel vikela izingane zethu sozifihlaph sothemba bani uma sebecasha nasendlini yokukhonzela 😢💔💔😭😭
Ungenwe wuSathane lomuntu
Kumele buze nalezi zakekhaya kuthi coach akazenzi luthoni😮😮😮😮🙆🏼♀️🙆🏼♀️🙆🏼♀️
😢😢😢jesu ngenelela abantu basebenzela usathane nkosyam 😮😢😢wazimosha izingane losathane wenja! 😠😡udinga ukubulawa nje
Awu awu bakithi ngezingane zethu ..waze wangcolo lobaba sies maan ayife lenja maan
Sale usubuya Nkosi Jesu, kunzima la emhlabeni kwaze kwanzima sophephelap makunje
Kwaze kwabuhlungu Nami ngane Yami iyalithanda ibhola kodwa angimthembi nhlobo ukhoshi hlezi ngimxwayisa ngaye
yabuhlungu lendaba yezingane😭😭kumele afe lodoti ngoba mayeboshwa uzophuma ejele bese eqhubeka nalento
Jehova yabhlungu into ngabantwana bethu😢😢
Mmmmh ey ubulwane obungaka nxaghaaa inja lomuntu safisa ukumbona ey usile lo waze wazihlukumeza izingane I hope zithulele counselling bakithi zi heale 💔
Ey kodwa nkos yami usathane wani kanti lo ogibele kwiningi labantu beslisa sekungaze kuhlumumezeke iyngane ezncane kanje akayi ngan emaclubin eytabane lobaba ayocosha khona lemnsinsila ayfunayo kunokulaza abantwana💔🥺😡😭
Uthwele lobaba 😭😭😭😭 Nkosi yam kunzima bakithi abazukulu bethu nkosi enamuhla ngenelela
Uthi ngabe ucebile alale nabantu abafana naye hayi izingane ukhohlakele yoooo
Ay koda mthetho wase SA kungcola nasema court ay ngeke
Yaaaah yeyiiii labantwana abangabafana abaphephanga kade ngasho ngathi into elomfundisi phakathi doti.
Kwaze kwababuhlungu ukuba umzali 😭😭😭😭😭
Labantwana bayabonakala kubantu ababaziyo. Ngiyacela singafaki abantwana engciphekweni hle bangcwele bafihleni nomzimba please. Otherwise muhle umsebenzi wenu.
Ey nkos'yam saze sathwala kanzima sin gabazali ngabantwana bethu😭😭😭
Futhi Jehovah 😩 owami umntwana ngangimfunela mina u Coach ngibonge umDuzu owathi cha angingamhambisi uzobazamela yena izinto zokudlala😢😢😢
Nkosii yamii kodwa Jehovah kwazekwabuhlungu ingane zethu ezincane kanjena 😭😭😭😭😭😭😭😭
Lomuntu uthwele yingakho kunama delays 😢😢😮😢
Unomuthi😢
Kwabuhlungu Jehova makaboshwe💔
This should be put on Netflix
Mina angib9n8 kanjalo kodwa izingane ,iyaludinga usizo Kanye nomkhuleko
Ngendlela ngonyama yezulu Zafa izingane Nkosi Jesu usatane onezipondo 😭
Okubuhlungu ukuthi azihehe ngegama leNkosi. Labantwana bahlukumezekile kodwa bazosaba ukubalekela enkonzweni.
Nxa lomgodoyi akagwetshwe lodoti wendoda💔😭
Yhooo yhooo hayboi nkosiyam abantwana bethu abaphephanga tuu
Kwaze kabuhlungu 😢😢😢lapho ngno 12 years odlala ibhola 😢😢😢
He's from my church ngaze ngaphoxeka😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢!!!!!!!
Ngaze ngaphoxeka ngenkonzo ym usiphoxile shym
Haw waze wasihlaza kabi, bengfisa nebandla lingenelele kulento benze sure ukuthi ubulungiswa buyenzeka aw ngaze ngabuhlungu 😢
He's from my Church too. Yeyi Ngazengaphoxeka Ngithuke ngaze ngama ngezinyawo ngashawa uvalo, abanye abantu bayasehlisa isithunzi sebandla lethu🙆♀️🙆♀️
Yes mama said loko ukuthi izingane zivikelekile 😢Uma zidlala ibhola
Akabulawe akabulawe pls akafe uzodlwengula bonke abantwana bethu cz sizele abafana nathi Nkosi yam 😭😭😭😭😭😭
Weee waze wadicilela phansi isithunzi sezingane,nebandla asonta kulo .UDINGA IJELE LEMPISI
Lomuntu akumele aphile emphakathini
Yoooo lengane ethi ngfuna afee 😢 askies mani boy i feel your pain nana😭 ungamfiseli ukufa mekele aphile until ubekwazi ukubhekana naye usukhulile, kubuhlungu ukut usufuna izimpendulo ungasazitholi ngoba esefile umuntu onezimpendulo, ngisakhala mina namanje my abuser died before I could confront him 😭
😢 sorry 💔
@@mamsiemakubo2770 kubuhlungu sisi 🥹
Yhoooooo coach uthwele tyhini undlabntwana bethu
I wish othisha bengeza I awareness azikoleni baxwayise abanye abantwana ukuthi kulesimo esenekile kwabanye abantwana akungahlekwana futhi ayingakhulunywa lento ngoba iyahlukumea😢
😭😭😭💔💔💔💔ngisakuthemba namanje somandla oyingcwele ngyacela baba ukhusele ingane zethu yoooooo Jesu kwaze kwabuhlungu 😭😭😭😭
Mmm💔💔💔😭😭😭
Hayibo waboshwa ngecala elinje waphuma kanjani pho,?awufele ejele lomgulukudu😢😢😢😢😢😢😢😢😢
ISIZULU SITHI QKUKHO SIZIBA SACWEBA IZINGWENYA ZIDLE IZINYANE LEMVUBU😢 UJEHOVA UYAPHILA AMEN
OHLABELELA KAHLE UTHI NGINOMHLOBO ONGUJE😢😢BONG3 NAMATHONWE AKINI DADEWETHU
Akukho zinyane lemvubu ladliwa izingwenya kucwebe iziziba
My heart is bleeding I can't even finish this episode ,watching from Borksburg my son is also a soccer player I can't wait to make a follow-up early in the morning ,Mkhwanazi please help these innocent souls ,big up guys u are doing a very big job
Mmmmmm ai .UJehova aniqinise bazali
A whole seventh day Adventist man 😢😢😢😢😢😢😢😢😢
Ngaze ngabuhlungu aziphephile nhlobo iingane zethu💔💔💔
Hayini guys this is sad. USathane usegijima nge underpants manje!
@@madonselaxoliswa8685 kunzima 💔💔💔💔💔
Haaaaaa haaaaaa yooooo
Manje? Kade eyenza lento usathane uyabusa nje emhlabeni @@madonselaxoliswa8685
We need God himself to protect our children because the devil is coming to destroy their future. May the affected families find peace again, this is very touching 😢
Yhooooooo Yhooooooo Yhooooooo Yhooooooo hayi ngohlale ngibabaza kwenzekani ezweni lethu lowo akadingi bail fanele afele khona ejele or agxotshwe umphakathi watching from 🇬🇧
Udinga ukufa qobo losathane😢😢😢😢
Last year there was story like this at BBC form that time I told my self no man will take My son in the name of soccer ⚽ I hate soccer with all my heart
Sad
Kuzomele bashintshwe izikole ngoba ngeke kusafundeka
Kufanele umphakathi wase kzn mhla kwe cala uphume ngobuningi uye khona simcelele ibheyili sizenzele kulomgodoyi
Iyoooo my heart is broken I'm crying 😢😢
Yoooo Jesu sizothemba bani ezweni
Ei kodwa Jehova soneni kangaka💔💔💔😭.
Mmmh 😢Jehova kwabuhlungu ngezingane,akaboshwe lobaba waze wonakala mhlampe ithwele lenja ghaa
😭😭😭😭😭😭💔💔💔💔💔kotwa senszeni nkosi yami
Yaaaah neh ngiphelelwe amazwi😭😭 lobaba akabulawe umphakathi ngoba bazomkhipha laphana ejele
Oooo no 😢😢😢😢 what a sad story my heart is bliding
Mhlawpi ngulo Baba wayefuna neyami Ingane xa uthi ngowase EC ethi uzobadlalisa ibhola kodwa umoya wam zange uvume TU ndacabanga ukuthi uzobanquma oh nkosi yam 😢😢😢 kwaze kabuhlungu jesuu yhini
Yoh Yaze yabuhlungu into 😭😭😭💔💔 wakhohlakala umuntu
Ay mungezuqiniswa umthetho waseSA zizophelingane akaboshwe atholodilika jele abolelekhona ngobumthetho untekenteke ibe awfuni sizthathelumthetho yazeyabhlungwinto eyenziwilobaba ubulaliksasa leyngane😭😭😭😭😭😭😭😭😭syakhala siyisizwe
😢😢😢😢kwaze kwabuhlungu phephisani bazali nophakathi aw jesu
This is sad yazi nathi bazali asibeni careful ngabantwana bethu 😢😢
😢😢😢lomfana ulibulele ukusasa lalabafana ngathi naye bangamenza lento kade eyenza labafana uma efika ejele
No.4 even his voice ingane encane nkos yam💔💔😢
Kodwa Jesu😭😭😭ngenelela zaze zalimala iyngane
Umuntu akazithembe yena ngengane yakhe manje kunzima emhlabeni lo lwabishi uzimoshile izingane 💔bese kuzoba umthetho walelizwe lethu 🚮🚮🙌
Oh Nkosi kwaze kwanzima kwababuhlungu😢
Yoooo angikaze ngikhale kanje bancane labantwana okwegciwane lengculaza okomqondo wezingane lomuntu bekungamele aphile lezingane zizofunda kanjani zibhulushwa abanye abantwana siyabonga presenter siyacela nathi ningenelele
Watching from Jozi Diepsloot 😢
😢😢😢😢kodwa nkosyam bancane abanywana😢😢😢😢😢😢
Ey engathi kungaba nobulungiswa, neyngane zithole induduzo nokuthobeka. Ey angifisi nangelilodwa ilanga ukuzwa ubhlungu obunjena.😢😢😢