INkonzo ka Mfundisi Ndlovu ngeSabatha eKuseni (18 July 2020)
ฝัง
- เผยแพร่เมื่อ 17 ก.ค. 2020
- INkonzo kaBaba uMfundisi uNdlovu emsakazweni Izwi lomzansi. Lamazwi eqoshwe entshumayelweni yakhe akayenze ngeSabatha langomhlaka 18 July 2020 ekuseni. Siyabonga baba Gatsheni ukusipha ukudla komphefumulo yize kuyizinsuku ze Lockdown. Amazwi akho anobuhlakani sengathi engahlala ezinhliziweni zethu. #Shembe #EBuhleni
One day ndiyoze ndivakashe kwa Shembe. Ngathi impilo ikhona
Mmmmm ngachazeka engathi angathola ithuba naso Khozini ngenye imini
Lomfana akhuluma ngaye osebenza egarage, owakwaZulu. Usebenza la egarage laseNanda. Wangtshela impela lensizwa lendaba
Ameeen mmm lobhuti wakwaNgubane wagwetshwa sikhona ngikhuluma namhlanje ukhona ngaphandle sibonga amandla oNyazi
Shembe unyazi is d way uthixo askhulisele abafundisi abaneqiniso njengo rev ndlovo syakubonga nkosiyamakhosi kubafundisi basezulwin amen👌
Pastor sibonga amazwe akho ukuba ukhuthaze sazi unyazi Shembe💪💪💪💪
Ayi u Gatsheni ✅✅✅
Siyabonga Rev siwacelela indawo enhlizweni zethu lamazwi 🙌
Iyakhuluma leNkonzo ingenza ngifune uShembe kakhulu kulezinto engizifunayo uShembe uyaphilisa
Mmm kodwa mfundisi 😍🥰🥰 yaze yamnandi inkonzo ngibonga isandla sidlula ikhanda
Nkosi yamakhosi ibanami zinsuku zonke 🙌🌈⚡️
Mmmmh Yaze yamnandi Inkonzo siyabonga 🙌🙌🙌
Shembe uNyazi Lwezulu lusikhumbule
Amen Mfundisi wenkosi inkinga lapha izindlebe azikho kuhulumeni yebo kumele athole kahle emadodeni ukuthi kwenzenjani ulaka olungaka
Awu ssiyabonga baba mfundisi weNkosi @RevNdlovu. Sicela ningaykhiphike Lena coz sebezikhiphe zonke iNtshumayelo zakhe angazi why🤺🤷 bashiya ezabanye abathuka nenhlamba kodw😢
Impela Mfundisi ongekholwe la alandele uNyazi unkulunkulu wethu ngoba into oyishoyo iyiqiniso futy ivuselela abaningi ekukholweni singofakazi ngakho konke okushoyo uShembe unguNkulunkulu wangempela
USHEMBE UNKULUNKULU EMHLABENI NASEZULWINI
Uyesabekaaaaa... syabonga Shembe ongcwele... #blessed#
Mmm uNyazi lwaseZulwini lukugcine uphila mfundisi weNkosi
Yaze yangdodisa lentshumayelo, Siyabonga olwethu UNyazi.
Mmmmh uNyazi Lwezulu luvela ezulwini .Yamnandi inkozo, siyabonga admin
NOMA BENGATHINI UNYAZI LWEZULU OLUSIHOLAYO
Mmmmmm. Lomfundisi KASHEMBE impilo uyibheka ngobuqiniso bayo. Uyibheka nxa zonke.
Ngivumelana nawe mfethu inamandla baningi abadinga ukuyizwa
Syabonga Shembe amazwi awukuphila sengiyathanda nam kashembe Lamazwi angiphilisa ngilele embhedeni ekhaya. ❤️❤️
Sididwa yini wemanazaretha usefikile olandelwa izizwe 🤮🤠
Ammmennn Nyazi Lwezulu uwuNkulunkulu noma umhlaba ungathandi sikubonile sakulandela ngemisebenzi osenzele yona
Siyabonga Mrev
Ukhuluma izinto ezinohlonze lo baba. 🙌
Syabonga baba Ngekhonzo enhle kangaka🙏
syabonga amazwi amnandi ukudla komphefumulo impela uNyazilwezulu uNkulunkulu luvela ezulwin
yaze yakha intshumayelo ngokuphilisana sisemhlabeni no kwazi uShembe kubalulekile kulesikhathi esiphila kuso .
Re ya leboha ka mantswe a halalelang 🙏 Amen.
😍😍😍
Syabonga Gatsheni yaze yangakha intshumayelo yakho
Mmmm and kunjalo lama lungelo asibulele u #uNyazi luwu nkulunkulu
Nkosi NYAZI LWEZULU ngicela ngiphe kukholwa kweqiniso nothando nokzimisela nesineke ngoba ngebe lutho ngaphadle kwako Baba 👐
🙏Baba MF weNkosi amnandi amazwi
Amen hulumeni asekhulumile amadoda, khona kuzoxazululeka inkinga yokubulawa kwabantu besfazane kumele kutholakale kuthi yini esuke ilimaze amadoda emoyeni ngangokuthi azephelelwenembeza
100%uNyazi lwethu ✨🌹💖
Syakbonga nkosi yamakhosi Nyazi lwezulu .khumbula okhokho bethu.ameen
Nkosi tshala uthando lwakho kimi
Mmmh syabonga mfundis wenkosi amazwi amnandi
Shembe uze usikhumbule🙏
Thixo unomusa uze ungikhumbule
Siyabonga bafowethu, ningasitholela nekaMfundisi uNxumalo khona kwiZwi loMzansi FM just before uJuly.
Njalo mandidinwe ngumntu wesfazane ngikhokhelwa, ngalamzwi kamfundisi. 🙏🙏🙏
Sikhumbule nkosi yamakhosi 🙏💫
Ammeeeeen, 100% UNyazi Lwezulu
🤲Amnandi amazwi, nkosi usikhumbule utshale njalo okuthandwa nguwe ezinhliziweni zethu ngezikhathi zonke
Amnandi amazwi kaREV Ndlovu , Suyabonga kuMfundisi weNkosi
Syabonga Ku Gatsheni🙌🙌🙌🙌🤗🤗
Ameeen
Haaaaa uyncwele shembe
Amen uyingcwele Nkosi yamakhosi.
Sybonga Mfu.Ndlovu ☺️☺️☺️☺️😌🤭🤭🤭
Mmm lenkonzo yangikhumbuze yase Homisi ngpmunye unyaka
Ushayile uMfundisi ❤️👌 Ngiphilile mina 💯
🙏🏿🙏🏿🙏🏿🙏🏿🙏🏿🙏🏿🙏🏿 Amazwi akhayo
Ameni mfundisi wenkosi kumina lentshumayelo yakho kimi noma ngake ngayizwa ngyathanda ukuphinde ngiyizwe khona lapho inglapha ebese ingvuselela nabanye abangakaze bayizwe bayasizakala so ngenyindlela qhubeka uyidlulise lemassage ingukuphila syaluthanda uNyazi inkosi ikukhulise mfundisi ikbusise inkosi uNyazi lwezulu ameni
Mfundisi WeNkosi
Syabonga Nceku yeNkosi
Washaya u Rev Ndlovu la
Amen
Siyabonga amazwi amnandi mfundisi wenkosi
Uthixo wethu siyamazi uNyazi lwezulu uShembe wasebuhleni indlondlo yomusa ekuthanda noma unezono shembe sehlulwa yizono
Mmmm unkulunkulu ophilayo lo osimlandelayo amen baba Ndlovu
Gatsheni Boyabenyathi nkomo zidlekhaya ngoba zisaba abelusi.
Ngizwile mina Mfundisi weNkosi
Eiy uyangshayela uGatsheni madoda yey
Ukhulumekahle mfundisa syabonga ukuvuselelwa ithemba
Sabonga baba
Ameni inkosi ukubusise mfundi ikuvikele kukho konke uze ungasuki ku Shembe unyazi lwezulu ambisa lezindaba ulambile umhlaba
Ameeeeen 🙏🙏
Mfundis wam
Amen🙏
Siyabonga Amazwi asiphilisaya nasifundisaya.
Yebo
Amen uyigcwele
Ameeeeen
👏🏿
Ingena ngaskhat sini inkonzo? And la ePietermaritzburg ngilithola kep Izwi lomzansi?
Liku 98.0 inkonzo ngenango 04:00 kuyaku 07:00 noma download i a pp uthi izwilomzansi
Siyabonga amazwi kaMfundisi amahle. Kodwa sesikhumbule iNkosi yethu uNyazilwezulu eBuhleni. Lemikhovu engu 19 iyasihlukumeza.
Ngyabonga kakhulu
@@nkosinathizulu9313 lol imikhovu ewu 19 😂😂😂
@@mhlonishwamfeka725 kuluphi usuku Mfwethu?🙏
🙌♥🔥
There is only one God in Heaven
siyabonga yaze yamunandi inkonzo yaseZulwini🙋♂️
Ameen olwethu unyazi lwezulu. Sabusiseka
Amen
Ameeen
Amen 🙏
Amen
Amen🙏