ขนาดวิดีโอ: 1280 X 720853 X 480640 X 360
แสดงแผงควบคุมโปรแกรมเล่น
เล่นอัตโนมัติ
เล่นใหม่
Ngiyabonga ukuzwa umlando omuhle kangaka. Njengoba zonke izibongo ziyakwa Zulu nome ngithi u Shaka , amakhosi afana no Mzilikazi , Mashobane abadlala indima kuso isilo sakwa Dukuza ekucijeni impi , nangamasu , nobuchule babo , indaba bengena mlandu kwa Zulu ?Ngicela babhali siwakhumbule amaqhawe ethu onkhe
Akhona ama-video ambalwa alanda ngomlando kaMzilikazi kwaZulu nakhona eZimbabwe. Sesha kuyo le channel Mntungwa.
Very interesting history ,l will be happy to know how people moved from North Africa to Southern Africa
This is North Africa so we didn't move...😊😳😲
Siyabonga umlando eakithi Kwa Zulu kodwa sicela nisisusele lendoda takes Cele akaze abeyisilo mhleli uHendry akaze Abe iNgonyama Siyabonga
Nathi siyabonga ukulalela lomlando... Mayelana nesikhalazo sakho, ngeshwa kasikho isithombe seLembe laso uqobo, ngabe sifake sona esikhundleni salesi...Ngaphezu kwalokho, lesithombe esisifakile wonke umuntu uyazi ukuthi esika Henry Cele umdlali weshashalazi ongasekho owaduma umhlaba wonke ngokulingisa iLembe. Ngakho-ke sibone kufanele ukufaka isithombe sakhe ngesizathu sokuthi kasikho isithombe seLembe nqo... Nalo mdwebo okuthiwa ngowakhe lapho ebambe ihawu elide nomkhonto omude, abahlaziyi bomlando bathi akulona iLembe lelo ngoba iLembe langempela layiguqula indlela yezempi laze lafika nomkhonto omfishane obizwa nge-iklwa, okungahambisani nalowomdwebo okuthiwa ngoweLembe. Siyabonga.
Nami bengizophendula kanjalo ngoba vele asikho isithombe seLembe uqobo,uCele wayelingisa nje emdlalweni kamabonakude,Tv
Ngifisa ukwazi ukuthi izindlu zesibongosakwaZulu ukuthi zihlukene noma siyindlu eyodwa. Ngabe kusetshenziswa ihubo elilodwa Noma ahlukene. Ngokomlando ubaba wathi singabendlu kaZibhebhu, kaMaphitha, kaSojiyisa kaJama eGazini kwaNodunga.
Sizozama ukukutholela ulwazi oludingayo ndabezitha.Subscribe to get new updates.
Kuno zulu khalmetshe
Syabonga makhulu amazwi
Ngiyafisa ukubanencwadi equkethe lomlando yakithi
Ngicela ngelinye ilanga kengicaciseleke ngokuhlobana kukaZulu , Biyela, Mahaye no Bhixi ukuthi basondelene kangakanani.
Senzangakhona wayenamakhosikazi amangaka, ay ngeke kunesandla sikaMkabaya la yoh😮
Akekho yini ongasikhulumela lomlando kancono kunalona ongakhoni ukukhuluma isintu?
Hawu, akuzwakali mhlonishwa? Yobe.
OK luhle ulwazi uzulu nogumede no ntombela bayazalana bangobafo
Ngiyabonga ukuzwa umlando omuhle kangaka.
Njengoba zonke izibongo ziyakwa Zulu nome ngithi u Shaka , amakhosi afana no Mzilikazi , Mashobane abadlala indima kuso isilo sakwa Dukuza ekucijeni impi , nangamasu , nobuchule babo , indaba bengena mlandu kwa Zulu ?
Ngicela babhali siwakhumbule amaqhawe ethu onkhe
Akhona ama-video ambalwa alanda ngomlando kaMzilikazi kwaZulu nakhona eZimbabwe. Sesha kuyo le channel Mntungwa.
Very interesting history ,l will be happy to know how people moved from North Africa to Southern Africa
This is North Africa so we didn't move...😊😳😲
Siyabonga umlando eakithi Kwa Zulu kodwa sicela nisisusele lendoda takes Cele akaze abeyisilo mhleli uHendry akaze Abe iNgonyama Siyabonga
Nathi siyabonga ukulalela lomlando... Mayelana nesikhalazo sakho, ngeshwa kasikho isithombe seLembe laso uqobo, ngabe sifake sona esikhundleni salesi...
Ngaphezu kwalokho, lesithombe esisifakile wonke umuntu uyazi ukuthi esika Henry Cele umdlali weshashalazi ongasekho owaduma umhlaba wonke ngokulingisa iLembe.
Ngakho-ke sibone kufanele ukufaka isithombe sakhe ngesizathu sokuthi kasikho isithombe seLembe nqo...
Nalo mdwebo okuthiwa ngowakhe lapho ebambe ihawu elide nomkhonto omude, abahlaziyi bomlando bathi akulona iLembe lelo ngoba iLembe langempela layiguqula indlela yezempi laze lafika nomkhonto omfishane obizwa nge-iklwa, okungahambisani nalowomdwebo okuthiwa ngoweLembe.
Siyabonga.
Nami bengizophendula kanjalo ngoba vele asikho isithombe seLembe uqobo,uCele wayelingisa nje emdlalweni kamabonakude,Tv
Ngifisa ukwazi ukuthi izindlu zesibongosakwaZulu ukuthi zihlukene noma siyindlu eyodwa.
Ngabe kusetshenziswa ihubo elilodwa Noma ahlukene. Ngokomlando ubaba wathi singabendlu kaZibhebhu, kaMaphitha, kaSojiyisa kaJama eGazini kwaNodunga.
Sizozama ukukutholela ulwazi oludingayo ndabezitha.
Subscribe to get new updates.