@@KholoKhumaloTV Ngiyabonga kakhulu sewadlula emhlabeni kodwa ulidlozi elihle.She died in her 90’s she was a cousin of Lobengula KaMzilikazi from what l hear from history but wayethanda ukusitshela inganekwane.Before atshade umkhulu uBhebhe she was married KoTshabangu.
Uzosiyeka nini leso sibongo ngoba akusona esakho? Bukuxakile uBulanjwana buzokuxakela lapha Kimi Mphuphe! You are trying to start a stupid conversation with me angikufanele ukuxoxa nawe mina ,zama kwabanye
phambili sizwe sikakhokho ngiyaziqhenya ngokhokho wami mina ngizalwa yintombi yakwa Khumalo sithabile Khumalo ebukhosini ngaze ngajabulu mina Ndlovu limkani ❤❤❤❤ Viva Viva mthwakazi phambili isizwe esigcwele yonke imzansi iziphukuphuku azazi lutho ngoba asifundanga njalo zilanzondo imbala
Siyabonga kakhulu malume ubonise nalabo abadlala irumba yasezim thina asiyazi akusilo isiko lethu labokhokho omaskandi abatshaywe ngendlela eqondileyo ❤❤❤❤
Ngiwuthandile lumlando 👏👏👏
Ndwandwe omkhulu
Ngiyabonga Ndabezitha..ngiyabonga nokuthi ugcine umlando wama Mntungwa ngayo Inkosi uNkulumane ka Mzilikazi . Khumalo, Mtungwa, Mbulasa, Mzilikazi ka Mashobane, Mashobane ka Mangethe 🎉😊
Muhle umlando qhawe. Ukwenezezela nje, kukhonzwa umlando esawufunda sibancane ngaye inkosi uMzilikazi othi, ngaphambi kokuthi iLembe lithumele umlenze kuMzilikazi laqale lathuma izithunywa ukuyolanda izinkomo kuMzilikazi, kodwa yena wazisika izimpaphe ezazihlobe ngazo emakhanda okuyikona okwenza iLembe lidinwe lize lithumele umlenze kuMzilikazi.
wena weSilo
Ngaze ngaziqhenya ngomlandu we nkosi yesizwe sakithi saMaNdebele.
Siyabonga mfowethu.
Wena weSilo
Siyabonga mntanenkosi. Nxa usuhuba lengoma yesizwe ethi "Inkosi ysasidabula ngamandla" ngizwa kuvuka usinga. Siyabonga ngembali yeNksoi yethu. Awusachazanga lapha ngezimpi noMatiwane, uMpangazitha, uMoshoeshoe noMantantisi.
Kubonga mina wena weSilo,ngalibala ukuwufaka lowo mlando. Ngizowufaka uma sengenza ividiyo ethe thuthu
Siyabonga Mzilikazi kamashobane Mtungwa mbulazi khumalo
Qhawe lakithi ✊🏾
Ngihlonipha kakhulu uMzilikazi ngoba nguye yedwa owagcina ulwimi labokhokho wathola no mhlaba omkhulu, ukudlala I KwaZulu-Natal, Victoria falls iphansi kwesizwe samaNtungwa. Lomlandu kaMzilikazi siwuthatha kancani.
Mpunzi evuke nomkhonto
abafowethu abakuboni ukuthi lugcinakele ,futhi kuyasikhulisa isizwe samaNguni,
Siyabonga kakhulu 🙏🏾🙏🏾🙏🏾
Syabonga ngomlando omuhle kangaka Mntungwa
Godongwana woYengo
Ngiswela namazwi okubonga, kudala ngifisa ukwazi ngemvelaphi yam. Sicelo Sam sinye nje Mbulazi ngicela isithakazelo. Bathi uma uphahla uyathakazela. Mina ngazi Khumalo, Mntungwa, Mzilikazi kamashobane kuphela.
Kubonga mina Donda , ngizozifaka maduze izithakazelo
Linjani malume udlulwa ngumzukulu ngiyazazi mina kodwa hayi zonke inkinga zilenhlamba malume siyambonga umalume osihlanganisayo Siyabonga kakhulu ❤❤❤❤
Ndebele comedy imbongi kwabulawayo
Mntungwa ngicela ungilobele izibongo zeNkosi uMzilikazi kaMatshobana.
Yebo ngangezwe syabonga umlandomhle mina ngingu DISHON khumalo ngzalwa ngu mgodi umgodi ezalwa ngu nyanda
Yemkhontho unyanda yemkhontho
Elithunjana lika khokho umzilikazi
Wena weSilo esikhulu🙌 Ingabe zikhona yini izincwadi ozibhalile ngalona mlando ojule ngalendlela? Bayede!
Lutho wena ka Ndlela ngisazama khona ukushicilela
Awu waze wayibeka kamnando imbali kamntakaMashobana,
Mbulazi Mzilikazi kaMashobane Ntungwa wena wadlumuntu umyenga ngendaba
Qhawe lakithi ✊🏾
Asibonge ❤
Siiyabonga umlando mfowethu. Ngfisa ukuxhumana nawe mfowethu kesixoxe. Uma ukhululekile
❤❤❤🎉
Isiqephu sesibili sesikhona yini?
That’s my great grandfather .Ugogo NguMaSiwela igama Mbuka uShade KoShabangu .She came came from abenhla .
UGogo ugane kwaShabangu,kodwa wena ungowakwaKhumalo?
@@KholoKhumaloTV Ngiyabonga kakhulu sewadlula emhlabeni kodwa ulidlozi elihle.She died in her 90’s she was a cousin of Lobengula KaMzilikazi from what l hear from history but wayethanda ukusitshela inganekwane.Before atshade umkhulu uBhebhe she was married KoTshabangu.
Bazibiza ngamaNdebele manje, isizwe sakoMthwakazi, aMahlabezulu, legama elithi Mahlabezulu lisho ukuthi bahlaba uZulu bashiya kunjalo.
Balaba uZulu bashiya kanjalo kuphi?
@@mandlenkosilucky9005 Kwazulu
@@blacksmythcoaldustamanga lawo
Ubeyinkosi ethathe amaSotho, amaSwati, namaTswana wabenza babayisizwe esisodwa, yikho namhlanje kunendawo ebizwa uMzingwane, lona igama lisho ukuthi umuzi wamangwane, kube ne Gwanda ayinikeza amaSotho kuzothi iNtabazinduna lapho izinduna ebezihlanganela khona. Sikhumbule ukuthi lapho ebekaseyakhe isizwe khona kwele Zimbabwe, bekunamaNguni adlula kuqala, if ngingaphazami nguZwangendaba ne Queen yama Swati. I will research more.
Godongwane woYengo
Ungadukisi umlando wena
Uzosiyeka nini leso sibongo ngoba akusona esakho? Bukuxakile uBulanjwana buzokuxakela lapha Kimi Mphuphe! You are trying to start a stupid conversation with me angikufanele ukuxoxa nawe mina ,zama kwabanye
Uwethula kahle umlando
wena weSilo
Cha eyezinkomo isukela lapho ekuthanini uMzilikazi wayesebonile ukuthi uShaka umthuma nje yingoba efuna ukuba ebulawe ngabeSuthu yingakho engazisanga zonke izinkomo....
Usuqamba amanga ke. UShaka wayengabulala uMzilikazi for ini?
Njengoba kukhona uMusi ozala uMbulazi,ingabe kusangulo ophinde azale abakwaNzdundza?
Ogabeni Olumhlophe ngamagabelo
Wena weSilo
Mntungwa
Ntungwa elihle 🙌
wena oKanNGululu KAmaNGede
Wena weSilo
Siyabonga Ntungw'elihle!
Kubonga mina Shwabada
Uthi wayengakabi yiNkosi kanjani ekubeni wayevele eyiNkosi yamaNtungwa abekwe nguyisemkhulu uZwide iNkosi?
Ngicabanga ukuthi wayengakabi yiSilo esinezwe nesizwe sakhe esizimele
KwaZulu wayeyinkosi njengezinye izizwe ezazingaphansi kweLembe. Kodwa yayiyinduna yeLembe.
@@mandlenkosilucky9005 kwaKungeke Kube ne Nkunzi ezimbili esbayeni yikho wakhetha ukuhamba nalo ILembe lamudedela ngehlonipho egcotshwe Impi yamyeka wahamba
Ngombono wami igama elithi Mthwakazi lathathelwa kubantu abangama Khoi San, Abathwa, then u kazi bekasehlonipha abesifazane.
UMthwakazi kwaku yi Sangoma ebasithola e Zimbabwe... Ewesfazane... IsiZwe seNkosi uMzilikazi sathi masihlala lapho.. Bathi sihlala kwaMthwakazi... Bona babezibiza ngamaNtungwa
Isiqephu sesibili se sikhona na?
Yebo sikhona
Leculo eliku background lizwakala limnandi. Ngingalitholaphi?
Ubongithinta ungikuthumele Qhawe 067 144 0804
Ngekhathi iNkosi uMzilikazi izinze emkhwahla, empini yayo noHenrick Portgeter isizwe sayo sasisabizwa ngaMahlabezulu, ngoba babehlabene noZulu.