ukufunda isiginxi 2

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 1 ธ.ค. 2024

ความคิดเห็น • 14

  • @nhlanhlatreasure2443
    @nhlanhlatreasure2443 2 ปีที่แล้ว +1

    Danki wenkabi uqhubeke ungadikibali sifunda lukhul kuwena kwazise phel abanye abadhay bentambo banomona nalolwaz lwesginci angaz kth kudalwa yin

  • @MthokozisiPhilasande-uc3tr
    @MthokozisiPhilasande-uc3tr 6 หลายเดือนก่อน

    Ngicel ukuthath inumber yakh nkabi nm ngiyathanda ukufunda isigci nginazo kuhle umusebenzi wakh

  • @mbutfo4
    @mbutfo4 2 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga mfowethu .... Mina ayangsiza kakhulu ama video wakho .... Bengicela uchubeke njalo uthathi iskhathi eside kuphinde ubuye.... NgiseSwazini mina mfowethu🇸🇿

  • @mvulanakunene77
    @mvulanakunene77 ปีที่แล้ว

    Ngibingelele mfwethu yinhle lento oyenzayo ngokusufunfisa ngesiginxi ngijabulela nje abafana bami ukuthi kozobalula ukusifunda isiginxi mabezobukela Kuma video show enu Amen Muntomuhle uDokotelaweNtambo.

  • @khabazelazamanimkhize2037
    @khabazelazamanimkhize2037 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga ma video, aya siza impela.....mina eyam inkinga ise ku kitazen intambo, kahle kahle iyona yiph indlela yoku kitaza intambo (Strumming) kitaza saku ncinza noma uya dlulisa isthupha?

  • @nturhmsomi9234
    @nturhmsomi9234 ปีที่แล้ว

    Cel usifundis ekaMgqumeni ethi (bayasihleka)

  • @nhlanhlacwele773
    @nhlanhlacwele773 2 ปีที่แล้ว +1

    Nginesonto elilodwa ngibuke video yakho mfwethu ngemuva kwesikhathi eside ngibuka ka maskandi, besengiliphonsa ithawula ngendlela abashesha ngayo Uma besibonisa ukudlalwa kuka maskandi. Qhubekwa mfwethu usicothozise, kungithathe only 3 minutes ngayibamba lengoma. Lapho engisalakhona isekukhetheni izintambo, okwamanje ngisazidlala zonke izintambo.

    • @muntomuhleudukotelawentamb980
      @muntomuhleudukotelawentamb980  2 ปีที่แล้ว

      Ngyajabula mfwethu makukhoba okucoshekayo...ngyethemba nasezintanjeni uzogcina ukwazile ukulandela✊

    • @nhlanhlatreasure2443
      @nhlanhlatreasure2443 2 ปีที่แล้ว

      Ey ave beshesha wenkabi ugcin ungabonang kth munt uthinte yiph intambo kant kuthina esisaqal kusenzima uklalela umsindo uzwe ukth eyiph lentamb edlalwayo sisading kth siybuke kodw lensizwa izakahle

  • @bukanebukane4047
    @bukanebukane4047 ปีที่แล้ว

    Sibonge nje bhuti ukuthi ube nesu lokuchaza ukwenzela ukuthi onetshisekelo esigincini abone and azifundise ukthi kwenziwani kwenziwelani