Common signs eDlozi, ukukhohlwa amaphupho | Makhos'amakhulu

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 15 ต.ค. 2024
  • Common signs eDlozi, ukukhohlwa amaphupho | Makhos'amakhulu
    You can kindly follow her on Instagram
    @ama.khuluamakhosi
    or call 079 267 0928

ความคิดเห็น • 44

  • @sanelehlobo8934
    @sanelehlobo8934 ปีที่แล้ว +1

    Morning Poster ngiphuphe baba wengane yami efika ekhaya ezolobola ehamba nobhuti wakhe

  • @ndlovupatience3820
    @ndlovupatience3820 2 ปีที่แล้ว +2

    Unjani Pastor lefamily .ukuphupha ungumfazi useskhathi sabafazi ngabe kushoni

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  2 ปีที่แล้ว +1

      *Uma uphupha usesikhathini;* wuphawu olusho ukubhekana nenkinga, ingozi ezayo, noma isimo sempilo esinzima esidinga ukuthi usinake noma usiqaphele.
      *Uma uphupha usesikhathini;* wuphawu olungasho ukuthi uma ukhulelwe usuke uzophuphunyelwa isisu noma wake waphuphunyelwa isisu esikhathini esedlule.
      *Uma uphupha usesikhathini;* wuphawu olungasho ukuthi kukhona umuntu osondelene nawe ongase aphuphunyelelwe isisu.

    • @ndlovupatience3820
      @ndlovupatience3820 2 ปีที่แล้ว +1

      Ngiyabonga

  • @sithembilepromise3978
    @sithembilepromise3978 2 ปีที่แล้ว +2

    Asbonge Makhosi .

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  2 ปีที่แล้ว

      Thank you, Promise.
      Stay blessed.

  • @quintonn.6616
    @quintonn.6616 2 ปีที่แล้ว +2

    Thokoza Gogo, nginenkinga yokhlushwa amaphupho and luckly nginokuwabhala phansi.
    Elokqala nje nginokuphupha amaKhandlela aYellow awu2 ngiwakhanyisile.
    Elesibili ngaphupha amaKhandlela amhlophe amaningi ekhanya kushunqa nempepho.
    Elesthathu ngaphupha ukukhanya okuyismanga okuqhamuka from the sky.
    Elokugcina nje, ngaphupha ngisemfuleni ohambayo phakathy but amanzi angcolile.

  • @thokobuthelezi2953
    @thokobuthelezi2953 2 ปีที่แล้ว +1

    Ngiyabingelela Paster mina nginenkinga ngingumuntu w as maphupho nezibonakaliso kodwa manje kuvalekile angazi kwenzekani noma bangidubile ngenxa yokuthatha isikhathi ukuvuma umsebenzi ? Ngenzenjani makunje

  • @nellynxumalo1469
    @nellynxumalo1469 2 ปีที่แล้ว +1

    Uma uphumama mama wakho ongasekho engadli abanye bedla, baba, nisis

  • @ntombenhlewinile9285
    @ntombenhlewinile9285 2 ปีที่แล้ว +1

    Sawbona pastor cela kubuza lah ukuphupha ukhulekela amawele emfuleni ngabe kusho ukuthini

  • @hopewellsphersh5826
    @hopewellsphersh5826 2 ปีที่แล้ว +1

    Morning pastor . Ngiphuphe mina nomuntu engithandana Naye ekhaya Kubo abazali bakhe bethola ukuba mina Naye siyazwana ubaba wakhe wangibizela Kubo ngithe mangifika khona basishaya Naye ngagcina ngiphuma igazi zengivikela yena

  • @nomthidlamini8126
    @nomthidlamini8126 2 ปีที่แล้ว +1

    Nami nginamakhehla kodwa abantu abasizayo bayahluleka bayangiziba mese ngibatshelangibatshela ukuthi ngiphupha izingwe nenyoka enkulu eluhlaza bagcina bethi nginedlozi elikhulu

  • @nqobilemkhize8110
    @nqobilemkhize8110 2 ปีที่แล้ว +1

    Sawubona pastor kusho ukuthini ukuphupha ugibele ibhanoyi??
    Ukuphupha umhlambi wezinkomo ezikhuluphele kona kusho ini?

  • @lindiwelindi1426
    @lindiwelindi1426 2 ปีที่แล้ว +1

    Sbonge ulwazi makhosi

  • @pamellaxaba2283
    @pamellaxaba2283 2 ปีที่แล้ว +2

    Pastor weningi yazi mina ngyaphupha kaningi ngijwayele ukuphupha ulwandle nelwane ngyaziphupha

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  2 ปีที่แล้ว +1

      *Uma uphupha ubona ulwandle oluthule;* wuphawu oluhle kakhulu olubika amandla kamoya akwembethe, nenhlanhla ezayo.
      *Uma uphupha ubona ulwandle olunolaka;* wuphawu olubi olubika ulaka lwezidalwa ezikwembethe, ibhadi, nezinkinga ezikulandelayo.
      *Uma uhamba phezu kolwandle;* wuphawu oluhle kusho ukuthi unamandla akwembethe ezidalwa zikamoya, ikhono lokumelana nezingqinamba ngomsebenzi onzima ngempumelelo nokuthi uzophumelela kokwenzayo empilweni.
      Kepha *uma uphupha ulwandle lukuwisa phansi;* wuphawu olubi olukuxwayisa ngezingqinamba ozobhekana nazo futhi okuzomelele usebenze kanzima ukuze uzinqobe uphinde uphumelele.

  • @nomanoma219
    @nomanoma219 2 ปีที่แล้ว +1

    thokoza gogo ukuphupha ugibele isihlahla (tree )kushoni gogo?????????

  • @tiyandzatandzile1298
    @tiyandzatandzile1298 2 ปีที่แล้ว +2

    Morning pastor. I dreamt of cut trees lying in my yard. The branches had dried up and lying all over my yard. Then my friend started to heap them in a pile and lit a fire.

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  2 ปีที่แล้ว +1

      *Uma uphupha ubona izihlahla ezomile futhi ezigawuliwe;* wuphawu olungaba luhle nolungasho ukuthi uNkulunkulu usembulile isizinda zezinkinga zakho futhi sezizifike esiphethweni sokuphela.
      *Uma uphupha umngani wakho eshisa izihlahla ezomile;* wuphawu oluhle olusho imizamo yabantu osondelene nabo abazama ukuxazulula nokushalalisa izinkinga empilweni yakho noma kweyabo.
      Kepha futhi *Uma uphupha umlilo;* wuphawu olungasho ukuthi ungase noma angase angene enkingeni ezodinga ukuthi ayixazulule maduze. Kungasho nokuthi kungamele wena noma yena aqaphele ingxabano, ulaka, ukubekwa izinsolo, nokuhilizisana nomlingani okungaholelea ekupheleni kobudlelwane.

  • @gloriantombekhaya2717
    @gloriantombekhaya2717 2 ปีที่แล้ว +1

    Ndiyabulisa okokuqala ndiyabonga kuMakhosi ngokundipha umhlahlandlela wedlozi enkosi kakhulu

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  2 ปีที่แล้ว +1

      You're welcome.
      Thank you.
      Stay blessed

  • @verandhlozi2537
    @verandhlozi2537 2 ปีที่แล้ว +1

    Thokoza gogo, what does it mean to dream of black ants coming out on the ground.

  • @khosokhungure6986
    @khosokhungure6986 2 ปีที่แล้ว +1

    Eii nakhuluma boo mina ngiphupha ngifunda sekuneminyaka ngiphupha ngisesikolen kujike ngiphuphe ngisemfuleni isiziba amanzi angcolile ngiphuphe ngifakwe inyanga thizen esizibeni nam ngiphuphe ngisiza umakhelwane ngimsiza emanzin amanzi nginawo ukuwaphupha. Ngelinye lamalanga ngike ngaphupha into yenzeka ngempela sekukaning futh. Inkinga enginayo ngiye ngith mangisebenzisa umuthi usebenze 2 days like iskhafulo emveni kwalokho kuthule nyaaaaa iyona nkinga yam ileyo

  • @djskerros1
    @djskerros1 2 ปีที่แล้ว +1

    Thokoza gogo mawu phupha njalo wenza njani, and mawungaka tholi umuntu okwaziyo uku explainer ngempela hayi akucabanga yena.

  • @zamayvonne3286
    @zamayvonne3286 2 ปีที่แล้ว +1

    Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha uchamele ebhakedeni bese umchamo uwuchitha kamakhelwane?

  • @starforcegangentertainment5968
    @starforcegangentertainment5968 2 ปีที่แล้ว +1

    Thokozani, Ngenza njani uma idlozi selidiniwe?

  • @siphamandlamqomboti1029
    @siphamandlamqomboti1029 2 ปีที่แล้ว +2

    Gogo angisampupi mna ndenziwa yini?

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  2 ปีที่แล้ว

      for more Information
      about your problems
      You can kindly follow
      her on Instagram
      @ama.khuluamakhosi
      or call 079 267 0928
      *Thank you*

  • @ZeluseSkhonde
    @ZeluseSkhonde 5 หลายเดือนก่อน

    Thokozan mkhulu bengicela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha inkukhu ikhukhumala kwesinye isikhathi ihamba namachwane

  • @simsmartin99
    @simsmartin99 2 ปีที่แล้ว +2

    Uma uphupha udla umango ovuthiwe kusho ukthini?

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  2 ปีที่แล้ว +1

      *UKUPHUPHA UMANGO*
      *Uma uphuphe udla umango ovuthiwe;* wuphawu oluhle, oluvame ukusho inhlanhla nezindaba ezinhle nezimnandi ozozithola maduze.
      Futhi *uma uphupha ubona umango;* wuphawu olubika ukuthi uzokwazi ukunqoba inkinga noma izithiyo eziphazamisa inqubekelaa phambili uma lowomango ungabolile futhi umuhle.

  • @b-annm5571
    @b-annm5571 2 ปีที่แล้ว +2

    👌😇💗💕,Regards

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  2 ปีที่แล้ว

      Thank you so much, B-ANN M.
      you are a motivation.
      May God, our Lord be with you.
      *INkosi ithel'umusa*

  • @zwidenxumalo4588
    @zwidenxumalo4588 2 ปีที่แล้ว +1

    Ey nami nginenkinga yokungaphuphi.. abazali bami abagcagcanga

    • @mthombeni7644
      @mthombeni7644 2 ปีที่แล้ว +1

      gquma ngemphepho uphinde ugeze ngayo amalanga ayiskhombisa uzile inhlanzi nengulube

  • @zanelemadondo13
    @zanelemadondo13 2 ปีที่แล้ว +1

    Thokoza gogo uma sengibona konke ukuthi nginedlozi.What is the first step to do in order to show ancestors that I have acknowledged and accept the calling?

    • @nman5476
      @nman5476 2 ปีที่แล้ว +3

      Thokoza Gogo the first step would be ukwamkela isipho being the gift u are given, it would depend solely if do want to get initiated. If not uyawamkela umsebenzi kini by slaughtering a goat in form of appeasing than asking ur ancestors to wait for u. That process is called ukuvuma idlozi. It would depend if ur ancestors agree or not .

    • @zanelemadondo13
      @zanelemadondo13 2 ปีที่แล้ว +1

      @@nman5476 thokoza ngiyabonga kakhulu...

    • @vanithandlovuvanitha8404
      @vanithandlovuvanitha8404 2 ปีที่แล้ว +1

      Thokoza gogo ngicela ukubuza ma uvele uwozele mangikhuleka kumsamo wami ngivele ngizamule kodwa ngjngasuka lapho. angisawozeli

  • @londiwenkomonde7167
    @londiwenkomonde7167 ปีที่แล้ว +1

    Thokoza poster weningi. Ngicela ukubuza kosho ikuthin ukuphupha unikela noma ngithi u donatha ngemali, engathi sengi donathe kabili therefore igama lami selibhalwe kwaze kwaba kabili ephephen labafake isadla.

  • @angelinekhumalo5067
    @angelinekhumalo5067 2 ปีที่แล้ว +2

    Uwuvuma kanjani umsebenzi?

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  2 ปีที่แล้ว +1

      for more Information
      about your question
      You can kindly follow
      her on Instagram
      @ama.khuluamakhosi
      or call 079 267 0928

  • @nosiphontshangase2367
    @nosiphontshangase2367 2 ปีที่แล้ว +1

    Amaphupho ami njalo, if not 90% ngiziphupha ngiseskoleni lapho ngineminyaka ngaqeda
    Ngike ngiphuphe ngisegroundini laseskoleni noma ngiseklasini. Ngike ngaphupha indlulamithi egroundini lase skoleni.