Cha kwayena u baba unephutha akazange ahlole kucala. U mama wenza kahle kakhulu washaya uphindela emuva.mama bamufakela izinyekevu washona engenayo indoda baba wabuya asafile mama.namanje bahleli naye umenzi wokubi.muva umfana WA mama wafunda I pharmacist washada yimi phambili muva futhi wabona mine ngingalunganga yena umfana.wabuyela kuye u mama.yimbi Vele lento angazi usiko yini noma ukonakala.
Yazi lomsakazi ukahle xm,,,uvele angene eludabeni akamoshi skathi n akamoshi data..hhayi lokutsiď ukhule njn ukhuleleph beyinjan impilo usakhula..straight to the point i data lena
This is the most beautiful couple ever...pleas stick to your one wife sir and I love how you understood and handled your life. Well done mommy you the best wife
Ay I don't understand lo baba uthi mayethi uphoxekile ukuthi umah wahamba wayoz'lapha qede waphindisa lapho kuvela khona aybo?? Kwak'mele enzenjan smakade 🙆🏾♀️...but am glad he understood it's was all his fault
Very good mamkhulu ngyakweseka
Sebenzile mamkhulu buzivikela ukube kwaduka wena washiya bantakho ususwa endodeni yakho uyamvumela angene ujika uzokbulala awnacala ungazisoli ❤
Wamshaya kahle mamkhulu, soze adlalele emzini womunye umfazi futhi
Hmmm kodwa indlela abahloniphana ngayo ❤❤,lingaphinde livumele usathane anihlukanise,..
Wow, im so impressed how they respect and communicate . I feel like angikhulumi Kahle mangikhuluma Nowam umyeni. Danko blaqlife niyasivula amehlo
Wabhayizela abangabhayizelwa zadla yena izinto zakhe.Ngeke aphinde adlalele emthini ngendlela engafanele.Usifundile isifundo.Wayezibulawelwa ingqondo encane nokuzitshela ukuthi uyazi.
Ngithanda umoya waloBaba uyakwazi ukupha idlebe noma isimo sishuba but he's a good listener. Syabonga nakuwe Presenter uyibambe kahle
True ey
Wamlaya lomnakwenu.wayekhohlakele impela ngoba wakubetha wena ngeschitho nawe lomuntu wayengakubulala nje impela
Yoh....cabanga, into iza yazi ukuth kunomamkhulu kanti ithembe imithi, I wish ngabe usanuka namanje laphekhona
Waze wahlonipha nkosikaz. Hlala nje nalonkosikaz wakho ungabe usaba nomunye ngoba uzophinde ulethe inkinga
@@proudlysa774 bazoqhubeka ke bamgile sengidabukela lo cc nje onomoya omuhle akaku deserve nje konke lokhu okumehlelayo
@@proudlysa774😂😂😂😂
CHA UNOMYENI WANGEMPELA CC UKUBE OMUNYE UBEZOLWA NAWE..FUTHI NAWE SISI UNGAZISOLI NGALOKHO WAWUZILAPHA NAWE FUTH WAWUNGAZI UKUTH UGADLWA UBANI
Back to sender si sebenza kanjalo siyabonga
Ngaze ngaythanda indlela enibizana ngayo❤
Hello beautiful lady
@@JohannesNkosi-nu3pr Helo
Cha cc ngicela inamba kamama owakusiza angilaphele umngani wami usehlala emqashweni nabantwana kuyadabukisa nd ayimondli lendoda
Cha izinyanga zisekhona kanti
Ngiyayifyna leyo nyanga nasi kumina lesosichitho ngoxoshwe ngisho emsebenzini indoda yangishiya ngengane ena 2 months nginenduna ebusweni
😢😢
Izinyanga azikho kodwa kugcwele abathakathi isichitho bayasazi kodwa ungahamba ugula abakhoni ukwelapha
Awuu Nkosi yam engath ungasizakala sisi,sorry...
Ngcela i information ye nganya yakh Mamkhulu please ungabi no mona
Salute mamkhulu, atholakale nomamncane asizakale bakithi usesfundile isfundo.
Defend your self isn't wrong. Back to sender i like that
Power to you Mama I need such Sangoma am facing such things, I don't know what to do anymore
She’s so respectful 😢
Yingakho ngingasifuni isthembu . Buka nje omnaks benzani
Kuthiwa umama omncane unuka le ezinkalweni
😂😂😂😂😂
😂😂😂😂
😂 😂😂
Yeses😅😅😅😅
Uth angaz ukuth unuka kuphi la anuka khona😂😂😂
Mamkhulu for president❤
Wafica wena kumyeni wakho yena futhi umnakwenu ukufaka izichitho angimdabukeli Mina ngempela sengathi angatshela nabanye.
Uyakwazi uzimela Ntombo ugadle kahle kamnandi futhi ❤ hay uhlakaniphile sana😅
Ngiyakuthanda mama wabantu
Weee mamkhulu awungusize ngalowo muntu owakusiza boo ngyacela pls pls
Hi mama nami ndiyamdinga lowo muntu, waamthola?
Cc nam ngiyamdinga kubi, sihlukumezekile
Nami ngicela ningangivaleli ngaphandle plz awusisize
Back to sender sihlakaniphi sesihambe nezwe
Ngiyabonga mama wenzakahle singaphela ❤
❤ Well done Mamkhulu abathakathi bacetha emeze eabantu you are so brave
Impindeselo cc akuyona eyethu ingekajehova cha kwakufanele uzelaphe kuphela wenza iphutha kodwa ke asikho isono esingaxolelwa ngoba sewuhlambulukile
Yagula wena usuke wazi ngani uthakathwa ubani wenza kahle usisi wasebenzisa mpinda mshaye
Jehovah this and that ayikholento oyishoyo
Ngumakotike lo okuhle wayibamba inkinga isasuka❤
Good mamkhulu bonga ngoba yaphila wacishe wakbulala losathane womfazi
Wamlungisa mamkhulu...mayibuyele kuye
Kwanzima loCc wazenza ,umzenzi kakhalwelwa mina angikusoli Mamkhulu ,
Back to the sender. Ai ngeke phela singadla bantu
Ngicela ungilayele mamkhuulu nami ngvuthiwe ngesichitho ngifuna sibuyele ngb sengzule ngazula ngenxa kamamncane
Angikusoli neze mamkhulu,ibambengakho wayekushayelani ngeschitho yena tseg ayiye
Iso ngeso, wasebenza mamkhulu.🎉🎉🎉
Oclever amagundane aserenk bafuna ukwenziwa nje" good mamkhulu
Umyeni walomama usacabanga ukuthatha omunye unkoskazi , after kwenzeke into enjena 👐
Kanti uthathelwani omunye ngoba u right umama.
Umamncane manje unuka entabeni wenzakahle waphindisa emumva mamkhulu❤
Cha kwayena u baba unephutha akazange ahlole kucala. U mama wenza kahle kakhulu washaya uphindela emuva.mama bamufakela izinyekevu washona engenayo indoda baba wabuya asafile mama.namanje bahleli naye umenzi wokubi.muva umfana WA mama wafunda I pharmacist washada yimi phambili muva futhi wabona mine ngingalunganga yena umfana.wabuyela kuye u mama.yimbi Vele lento angazi usiko yini noma ukonakala.
Yazi lomsakazi ukahle xm,,,uvele angene eludabeni akamoshi skathi n akamoshi data..hhayi lokutsiď ukhule njn ukhuleleph beyinjan impilo usakhula..straight to the point i data lena
Returne to seder❤good mamkhulu
Molweni ekhaya hayi msasazi akukhonto iwrong kulomama ayenzileyo ngaske singafunda kwizinto ezenzekayo ebantwini singasenzi izinto ezimbi kwabanye.
Mina ngidinga leyonyanga nje ngiyafa izichitho zomsuthu emsebenzin uze atsake angitshele emehlweni
Yabona ke le bengongena nayo egodini lemfihlo
Nami futhj
😂😂😂
Buyisela okuka Khesari kuyena uKhesari yasho lencwadi engcwele❤
Good mamkhulu nami ngangi zokwenza njalo
Awonanga mama
Very good mamkhulu
Good mamkhulu wenza kahle back yo sener good mama haa
Cha kuboliwe kwa nongoma most yalabantu abakhipha imfihlo ngabakhona
Kunzima kulomhlaba umuthi nabafazi same whts up group 😮
😂😂
This is the most beautiful couple ever...pleas stick to your one wife sir and I love how you understood and handled your life. Well done mommy you the best wife
Mina ngicela umamkhulu angilale lo muntu oshaya kangaka uback to sender ngeke singaphela abathakathi abazfihlayo mnxm
Weeeeeh soze ngimbheke lomthakashana akahambashone nokunuka kwakhe sys😢
Cela macontacts amamkhulu azongimikisa layakhona safa ischitho
Khululeka mamkhulu awunacala wena washaya i back to sender
Uhmmm mina ngikhumbula u...stufuza wm please 🥺
Ngyamdinga mina loyo mama😂
Hayi Nami ngiyayidinga lenyanga sengifile ischitho sentombazabe
😂😂😂😂 ideal-a nawe intombazane... sukukuma
Power mamkhulu❤
Lwaze lwababuhlungu undaba lukasisi okuhle uyaphila owami umama naye indoda yameza unumber 2 una number 1 wakhetha ukuku mubulala
Umdali nabakini makoti bema nawe ungazisoli futhi.u Baba unephutha elibi ukuthatha umthakathi.ilumbo ladla umnikazi.imfene iwisa oyigibelayo.akasanga u baba.100 percent kuhle.
Wenze kahle mamkhulu what goes around comes around.
Wenza Kahle wambuyisela into yakhe back ezwe lokhu akwenza kwabanye ziloya Kabi lezinto abashwe 🎉🎉
And angikusoli mama kakhulu
BACK TO SENDER VIVA AMANDLA.☝️☝️☝️❤️❤️❤️
Back to sender hayi ungaphatheki kabi bekumfanele lowu kaqhubeke aduhe lezwe ujesu aze abuye waziyenza angitshongo 😮
Lendida isalanda number 2 😮haibo kodwa I'm so involve 2 you mamkhulu ❤❤❤❤
Isbindi eninaso bant besfazane😢😢😢 bekunhenani nje nidile nendoda yenu ngb iyon lenenze naz nathakathana MMM ay ukungcola kwenu
Aiiii umuntu ufuna ukungena esthembini kodwa ufika uyathakatha Mxm
Mina mama ngicela ungisize ngalo mama ukukhiphe isichitho ngafakelwa isichitho
Kahle kahle nje cc awunalo iphutha la uyena owakusukela kodwa ke ngoba kubukeka sengathi uyakholwa ingakho umzwela
Izinkinga zesithembu eskhathini samanje azikho lula akufani nakudala noma kwakunzima nakhona kodwa not kanje. Omamncane bayinkinga ngoba bafike bafune ukuphatha omamkhulu bebafice bephila kahle nabayeni babo. Qhubeka mama alikho icala wena wazilungisa impilo yakho kwabuyela kwisigilamkhuba
Good mamkhulu❤
Back to sender dankooo
Walayeka yazi waduka nakancane baloya Kabi Laba umuntu uzokufica kwakhi jike yena futhi afune kukuchitha angimdabukeli NJ bandla
Very good
Mama ngicela ungihambise ku muntu owakusiza ngoba ngile nkinga icitsa ifane leyakho abantu abangithandi
Nam aybo
Yoh ubuthakathi obungaka,uthandane nendoda yomuntu uphinde umthakathe
Mamkhulu sicela inumber yalomuntu owakusiza
Yeyi uyahlonipha umama kant nobaba ulungile
Eish! Ezinye izinto mara ufice umuntu endodeni bese uyamlayo 4 wht ngiyayivuma inyanga yakho mamkhulu yashaya send it back to the sender yhoooooo!!!!!
I like that cc
Ngicela ningiyalele lomuntu owakulapha yazy khonengifunukumsiza usevalekelwe namehlo kunzima nje kodwa angifuni ukuthy bamphindisele ngifuna alapheke nje
Ya kwaze kwazima shame kodwa ke nokakhulu maengaseshiya inumber ukuze kusizakale lalwa Sisi owathi maelala lomuntu wesilisa uvele ayishiye engasiza kabuhlungu lokhuya usasemncane lwacc
Ngyayaz lenduku cc yenzeka nglala nenye intombi ngingaqali yazmosha ingazboni yaze yatshelwa yimi ukuthi uyazbona unjan
Ay I don't understand lo baba uthi mayethi uphoxekile ukuthi umah wahamba wayoz'lapha qede waphindisa lapho kuvela khona aybo?? Kwak'mele enzenjan smakade 🙆🏾♀️...but am glad he understood it's was all his fault
Umancane washaywa yinduku zake it a back to sender engazi umamkulu ukuti izoshaya bani kanti umuntu yilona osendlini
wezwa sekushisa udadwethu
Umama omdala akanacala ilodukile owazifaka yena emlilweni
Maye nam ngingenzanjengawe. Ngeke nje u xoshwe ngenxa yesthembu. No no
Siyabonga, ukukhuluma iqiniso kodwa engingakusho kuhle uzilaphe kodwa singaphindiseli okubi ngokubi, khumbula amazing eNkosi yethu uJesu Krestu esesiphambanweni wathi Nkosi bathethelele ngoba abakwazi abakwenzayo, noma kubuhlungu okwenzeka kuwe kodwa masingaphindiseli okubi ngokubi I Nkosi ibenawe mama
Akengbuzeke manje umamkhulu ebezozilapha kuze kubeninike ngoba ubezothi ethi ubangcono indoda ibuyekuye umamkhulu imthande uphinde umgadle lomthakathi agijime ayozelapha aphinde abuye umamkhulu aberyt imthande indoda aphinde amgadle futh lomthakathi niyabonakodwa umamkhulu uzogcina aphelelwa imali coz akalashwa mahhala kuymali ukulapha umuntu ezntwen ezikanje kufanele libekwe ecelen ibhayibheli kulungiswe izinto ngendlela
Awu wasebenza we Mamkhulu
Usamsaphi omunye baba hawu
Wezelapha lo mama le ndoda ngabe iyabonga ngoba lomama wamvezela umthakath lo abemletha ekhays mnxm
Ungafica umuntu ugadle kuqala futhi bese uyadelela kuqala buka manje sekunjani
😊akanuke vele mawenza kabi omunye umuntu uzenzela wena akuphindele emuva izichitho safa ukuloywa emhlabeni nami ngiyamufisa lomama ukhona ongiphethe kabi seside isikhathi nisazonuka nina enithakathayo😂😂😂