ขนาดวิดีโอ: 1280 X 720853 X 480640 X 360
แสดงแผงควบคุมโปรแกรมเล่น
เล่นอัตโนมัติ
เล่นใหม่
👑🦁🤴🏿👼🏿🙏🏿NGIYATHOKOZA MKHULU AMANDLA KAMAYEKISA KANHLANZI AYA SEBENZA MPELA
Siyabonga ukubakhona komuntu onjengawe mkhulu mpunga kuyisibusisi kithi syabonanga.
Impungaaaa,, ngyacela ukuth ngolunye usuke uke usidwebele isithombe ngosiko lokugezwa kwesidumbu Uma ngabe khona ohambe ngesikhali egcekeni. Imindeni MANJE iphethwe izingane Kant amasiko nemikhuba lawa asiwaz Kahle. Ngakho ngyacela Bandla usizamele ulwazi, usifundise inkambiso ukuz kuvaleke umkhokha
Gabhisa awuke uqalaze kuma video adlule ngathi wake wakuthinta
Syabonga Mpunga ngokuslethela uBaba Nhlanzi🙏
God bless this channel nomnikazi🙏❤️
Mpunga yesintu 🤝
Siyabonga
Makuthiwa kusekhona abantu abasebenza ngeqiniso kusuke kushiwo yona lenkunzi n Ave ephendula kahle nokuzithoba kuphezulu kakhulu uphile babu uNhlanzi nawe Mbanjwa omkhulu ngingomunye nami owawubona umehluko emnva kokusebenzisa esinye seziwasho zakhe yize ngingazange ngimazise ukuthi kwenzakaleni kimi
Sawubona Mpunga Yesinto. Ngicela ukubuza. Kunegama abanginike lona ebuthongweni angazi noma likhona yini noma indawo uma wazi ngayo sacela ungichazele. Kuthiwe angithole "Umbunga wamakhosi"
Mmmm ngzoke ngikutholele ukuthi yini
Abanye babalaphi bendabuko bazithoba kuphela uma kwenziwa lemiganekiso eqoshiwe kodwa uma sewuxhumana nomuntu ngqo akukho konke ukuzithoba nesineke.
Impela kunjalo ebese uyazibuza ukuthi kanti lomusa bekade ubona uyephi
Kungabe ukhona kulaba esike sibameme lapha kwiMpunga Yesintu? Ukuze sizoxoxisana nabo
@@impungayesintutv Yebo ukhona
Mawande Mpunga yesintu, mina ngithanda ukuphawula ngomunye owake wammema kulechannel ogamalakhe uBhubesi umkhulu Andile Sibisi, hayi wangiphatha ngendlela efana nalendlela abezithule ngayo lapha kule tv. Wangikhomba inhlonipho enkulu njengoba ngingumuntu wesifazane, cha ngiyabonga kakhulu
Nami omunye ndamufonela ngifuna usizo wabaluhlaza ngedlela emangazayo, ngaphoxeka kabi
Sanibona Mpunga ubaba utholakala kuphi ePine town?
Ziyagcineka na ekhaya?
Ikuphi ePiinetown?
Sanibonani ekhaya, qhubeka ngokulekelela Mlekeleli. Ayakuvuma amathonga esizwe jikelele. Ngiyafunda njalo, futhi akuqali namuhla ngizoqhuba njalo ngize ngizuze okubhekene nami. Nami ngiyingane yakoninalume. Ngiyafisa ukulungisa, kodwa ayilula lendlela. Nosizo egoli luyantenga ntenga. Ngizomshayela ubabuShembe.
IMpuuungaaaa!
Siyathokoza Mkhulu
Malini Nhlanzi umathunzi
Makwande mnkhulu ngu leta boyi mtakwende lo ebomini bam ndidibene nabantu abayi 5 bomoya bonke abathetha into enye ba bandibona ndobhathe izambhatho eZimhlophe ndino qhamlenzo. Esifubeni. Bathi ezi impahla ndizIzibayo zInxitywa ngumntu wonke. Ayizozam. Fanela apha,ebomini ndinxiba isambhatho noba ndiyaphi na. MKHULU NDIDIDA KELE KUBA NASE KHAYENI BATSHO BA NDINGUMTANA WESINGXOBO UBOMI BAM BUzima cela incebiso mkhulu
Ndicela ukhe ndiphume ecaleni koku nikhuluma ngako. Ndicela ukhe usiphathele umntu okwaziyo ukunyanga i STROKE. NEZINYAWO EZIDUMBILE. ENKOSI MPUNGA
Ngingawenzakanjani umsamu ngulungise kanjani ngoba ugogo wami ugula ngenqondo kodwa manje vele adlimbize ngingawulungisa kanjani?
Ndisacela ukubuza yinyani lento kukhona Abantu abanexhaki ezikhulu ngaphezulu
Ipunga yesintu iziwantso azibasebenzeli bonke kusubekutheni
Sicela nathi nisishipela overseas bandle 🙏🏻
Ukupi sis?
Molo MfokaMbanjwa ayi inkunzi impela lo oyphethe lapho
Kanjani?
Anitha
Ingabe amathunzi nesnyama uma ufelwe into eyodwa yini?
😮
Ngicela inamba kababa Nhlanzi
Ikhona la kwi screen iyavela uma iqala video
Mpunga malini inkulumo yenu ayiphelele malini
Egoli sitholakala kupi
Ngicela ukubuza ngigeze njani amathunzi wezingane zashonela esiswini Kimi.. abortion and miscarriage