Amaphumpho Nezincazelo Zawo | Dr Mnguni | Thenjiwe Talk Show | Thenjiwe TV | Lockdown 2020 |

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 18 ต.ค. 2024

ความคิดเห็น • 182

  • @lindiwemthethwa8313
    @lindiwemthethwa8313 3 ปีที่แล้ว +1

    Sawbona cc Thenjiwe syabonga ngokusiza ngamaphupho nisihole njalo nisivule amehlo

  • @NomvuyoMagini
    @NomvuyoMagini 10 หลายเดือนก่อน

    Ngyahbingelela Bayba Mnguni noSthenjiwe mina nginenkinga yokulhupha bese liyanyamalala net mangiphaphama Nd ngyasola nokuthi kunokubi okwenzeka ngalahlekelwa iduku lami lantshotnswha ocingweni😊

  • @TholaLinda
    @TholaLinda ปีที่แล้ว

    Amen cc Thenjiwe, ngicela ukubuza muphupha umuntu othandana naye enengane encane ezelwe

  • @sfisomhebherumalinga7330
    @sfisomhebherumalinga7330 3 ปีที่แล้ว

    Sawubona sisi Thandiwe no Dr Mnguni kusho kuthi ngiphuphe ngaqhuba umhlambi wenkomo ngafika emfuleni zangena inkomo ezinye ngizibuka ziwela ziyangaphesheya ngithe ngiwela mina ngiqal kubeka unya kwavela amanzi ... Lapho nginyathel khona umfula waqal kubanamanzi amhlophe aze afika okhalweni... Ngabon inkomo seziphuza lezinye ebesez ngaphesheya zajiki zangen zaphuza kodwa amanzi ayangoku khula ngabe ngiphaphama ngeselapho phakathi... Cela ningichazele

  • @thenjisiwendlovu8504
    @thenjisiwendlovu8504 3 ปีที่แล้ว

    Sanibonani zithandwa zethu ngicela ningichazele .Ngiphuphe insimu inezitshalo zikabhontshisi kuhlakulwe kahle amaqabunga eluhlaza umhlabathi umuhle futhi unolayini abahlukene kahle .Ngizibuka lezizitshalo sezikhulile usuzoqhuma ubhontshisi

  • @MashuduGule-fp2jq
    @MashuduGule-fp2jq 5 หลายเดือนก่อน

    Sawubona Thenjiwe nobaba uMnguni.kusho ukuthini ukuphupha ingane yakho yentombazane ilele ibheke phezulu ubona isibumbu kodwa ekhalweni ifake intambo emhlophe.

  • @Amusementvidyoz
    @Amusementvidyoz 4 ปีที่แล้ว +7

    Love this topic in particular leyamaphupho.Kwande dadwethu nomalume doc.

    • @thenjieokey6904
      @thenjieokey6904 4 ปีที่แล้ว +1

      I love what you do Dr helping the lost in the spirual ream.

  • @sisterdlamini5295
    @sisterdlamini5295 2 ปีที่แล้ว

    Hi Thenjiwe and Dr, Indodàkazi wami waphupha udadewethu osabda kushoba edansa.

  • @thembekabhayela7183
    @thembekabhayela7183 4 ปีที่แล้ว +3

    Hi cc Thenjiwe ngipphuphe ngikwi interview kodwa angiyenzanga ngigcine nokubizwa ngeza ngaphambil. Kwathiwa OK sekuryt, masengibuyela muva ngabanjwa inkunzi kwathathwa izikhwama ebengiziphethe githe ngihambe uTsotsi wangisiza wangibuyisela lesikhwama besine laptop nama phone. Kwasala lesi besinengubo zokugqoka. Ngaphapama

  • @AkhonaSikhulu
    @AkhonaSikhulu 11 หลายเดือนก่อน +1

    Uphupha brother wakho wefamily xa ekubona akutunusele kroqo xandimphupha yena ngoka baba omncinci

  • @SiphokaziSifuba-vi5gn
    @SiphokaziSifuba-vi5gn 8 หลายเดือนก่อน +1

    Uphupha into emdaka enukayo

  • @PhamelaPerm
    @PhamelaPerm 11 หลายเดือนก่อน

    Sanibonani sis thenjwe sacela ubuza uma uphupha usenyangeni ufuna umuthi we bizinis kube se kuqhamuka umntu ongumama ndiisakhuluma nenyanga lenyanga iithi izondinikeza mina kuzofanela ndibhale uma endinikeza umuthi

  • @PhamelaPerm
    @PhamelaPerm 11 หลายเดือนก่อน

    Sanibonani sis ndiphupha ndisenyangeni ndicela umuthi we bizinis ndisacela ndinjalo kuqhamuka umntu ongumama ndiisakhuluma nenyanga lenyanga iithi izondinikeza mina kuzofanela ndibhale uma endinikeza sisakhuluma sinjalo ndavela ndaphaphama

  • @NomvuyoMagini
    @NomvuyoMagini 10 หลายเดือนก่อน

    Sanibonani mina ayalahleka qobo amaphupho kuze kubengcono if ngithola isthongwana emini kodwa ebusuku kuvele kubengathi kukhona ongivusayo ngithuke kuvele kunyamalale konke

  • @sthendlovu4556
    @sthendlovu4556 3 ปีที่แล้ว

    Sanibona ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuhlezi uphupha uya komalume wakho noma usegcekeni lakomalume wakho lilokhu liphinda phinda leli phupho

  • @noziphongobese7877
    @noziphongobese7877 3 ปีที่แล้ว +3

    Ngiphuphe umuntu engingayazi osashona evutha amalangabi

    • @gwajoTV
      @gwajoTV  3 ปีที่แล้ว

      Ouch that is scary. Please do check out Dr Mnguni’s channel here on TH-cam ❤️

    • @seipatticlericeofficial9112
      @seipatticlericeofficial9112 3 ปีที่แล้ว

      Kungenzeka bashisa ihlahla lakhe ayelandwe ngalo,noma ungcwatshwe nalo emgodini lelo Hlahla.

  • @lethokuhledlamini9518
    @lethokuhledlamini9518 4 ปีที่แล้ว +1

    hello cc Thenjiwe ngicela ukubuza kubaba uMnguni ukuthi kuchazani uma ngiphupha ingane yami eyashona ,ngayibeletha isithule ngino 7 months and ngacela ukuyigona koNurse
    nginokuyiphupha ngiyigonile siwela umfula siya kubo kwayo ivele iphunyuke ingene odakeni ikhaaaaale ngize ngiphaphame

  • @PhamelaPerm
    @PhamelaPerm 11 หลายเดือนก่อน

    Mangi bingelele sis thenj sacelubuza uma uphupha use nyangeni uselapho kuvele kuqhamuka umntu ongumama ndiisakhuluma nenyanga lenyanga iithi izondinikeza mina kuzofanela ndibhale uma endinikeza lomuthi

  • @ubumnandigasa3975
    @ubumnandigasa3975 3 ปีที่แล้ว +2

    Dr Mnguni nginokuphupha nginako konke empilweni imali kanye neymoto nomuzi n leliphupho lifika njalo sekuneminyaka ngabe lichaza ukuthini

  • @moosazmoosaz1270
    @moosazmoosaz1270 3 ปีที่แล้ว

    Sanibona cc Jenjiwe ngabe kuchazan ukphupha umuntu ogula ngekhanda ethi ngikhulelwe laphinda labuya futhi ngaphupha ubhuti wami engidinelwe ethi ngikhulelwe

  • @malibongwebilisho6442
    @malibongwebilisho6442 4 ปีที่แล้ว

    Molweni Sisi Thenjiwe ndicela ubuza ndisoloko ndiphupha ndihleli nomdeni kodwa andiboni kwenzekani kudityenwe ngantoni izolo phuphe ndisilwa nenkomo ebomvu ibhastile xandijika bona umama ofake umnqa okanye olighirha ethule nje enijongile ikomo Lena ndiyibethile yajika ayangena eyadini bendimele esangwe

  • @sindisiwemothibi9299
    @sindisiwemothibi9299 3 ปีที่แล้ว

    Sanibonani mina ngiphuphe ngihamba emanzini ngaze ngawela ngaphesheya kodwa ngithi sengiwabona abeseshile esemancane ingabe kusho ukuthini

  • @lebonematsane6541
    @lebonematsane6541 3 ปีที่แล้ว +2

    Dr mnguni na cc thenjiwe siyabonga luluhlelo luhlale lukhona lungapheli luya sibusisa no Facebook angisangeni sengisesikolweni senu sinhle kakhulu siyabonga

  • @FirstSecond-lg8fm
    @FirstSecond-lg8fm 5 หลายเดือนก่อน

    Nompumelelo mpanza, ngake ngaphupha u gogo ongasekho e dansa

  • @maureenmpalalampalala2077
    @maureenmpalalampalala2077 3 ปีที่แล้ว

    Sanibonani ngyabonga ngochazelwa amaphupho ngyabonga Dr Mnguni no cc Thenji

  • @thulisilemtolo80
    @thulisilemtolo80 2 ปีที่แล้ว

    Sanibona cc Hlengiwe nobaba ndisacela ukubuza litsho ukuthini uma uphupha useskoleni kodwa futy ndinabantu besifazane obaw4 konke engikushoyo bayakuphikisa bengihleka ngaze ngakhala cc ngabe kutsho ukuthini

  • @makhosimzimela9919
    @makhosimzimela9919 3 ปีที่แล้ว

    Sanbonan sis thenjiwe nobaba umngun ngicela ukubuza ukuth kuchaza ukuthini ukuphupha inyoka umbala ongath cream white and pinkish udadewethu waybona ophezulu ophahleni ephushen ngamuzwa eseth awu lenyoka waseyijoja ngothi ngenkath esayjoja inyoka yavele yehla yaqondana Nobuso bam ngakesiskhath ngavele ngaphaphama

  • @TheAfroGoddess
    @TheAfroGoddess 3 ปีที่แล้ว +3

    Very enlightening session! Siyabonga Sis Thenji. Sikuthanda huuurrreeeehhhh! ♥️

  • @nombulelomvelase8115
    @nombulelomvelase8115 2 ปีที่แล้ว

    Sanibonani kuchazani ukubona umah eshayiswa iimotoo Abe isicaba ngathuka kodwa usashona

  • @aylifetho
    @aylifetho 3 ปีที่แล้ว +1

    Hy there ngiphupha ngingakwazi ukunyakaza

  • @thethemaduna3161
    @thethemaduna3161 ปีที่แล้ว

    Hi cc ngiphupha amakehla angicazela izithakazelo

  • @thokozilethembelihle899
    @thokozilethembelihle899 3 ปีที่แล้ว +1

    Sanibonani ngicel ukubuz ukuth kuchazan ukuphupha ngezindlovu ezinkulu izingwe zihlezi phansi kany ne bhubesi ulishaya ngamatshe nokuphupha inyoka enkulu ukuzungezile kodw ingakwenz luth

    • @buyimyeza9471
      @buyimyeza9471 3 ปีที่แล้ว

      Unedlozi impela likhulu futhi lindinga ukukunika umsebenzi

  • @nobantumsindo6768
    @nobantumsindo6768 3 ปีที่แล้ว

    Hi cc thenjiwe ma uphupha ungena engadini ngikha I veg and ngathi lengadi yekamama ityebile ngumbila ne veg

  • @thenjisiwendlovu8504
    @thenjisiwendlovu8504 3 ปีที่แล้ว

    Hi ccThenjiwe no baba Phakathwayo siyabonga ngohlelo lwenu niyasisiza isizwe

  • @nqubekosangweni7818
    @nqubekosangweni7818 4 ปีที่แล้ว

    amen ukuphupha uGogo wakho osewashona ehleli nomama wakho behleli elangeni bekamakhelwan ugogo wabe esesuka eyohlala emthunzini ngibe sengibona imonto kamama ishayelwa umfwe2 engena esbayeni kulomuzi

  • @SiphokaziSifuba-vi5gn
    @SiphokaziSifuba-vi5gn 8 หลายเดือนก่อน

    Uphupha umntu owashona ,esikwe umlomo ephila,ebekwe kwenyindawo?

  • @floramakhabane3571
    @floramakhabane3571 3 ปีที่แล้ว

    Hi cc Thenjiwe kusho ukuthini ukuphupha uhamba ehlathini or esgangeni

    • @gwajoTV
      @gwajoTV  3 ปีที่แล้ว

      Hi Flora, please ask Dr Mnguni, he has a channel here on TH-cam

  • @ntombikayisemazibuko3830
    @ntombikayisemazibuko3830 3 ปีที่แล้ว

    Cela kubuza Dr Mnguni no Sisu Thenjiwe nginokuphupha ngiseskolweni kokunye ngatholi ncwadi yaleso sfundo

  • @ntombenhledlamini4005
    @ntombenhledlamini4005 3 ปีที่แล้ว

    Lumnandi uhlelo lwenu sis Thenjiwe ngcela ungbuzele kubaba uMnguni ukuth kusho ukthini ukphupha uhleli nomndeni wakho niphuza utshwala nize nidakwe...kuthi kusenjalo ngbone sekugaxwe insonyama othingweni endlini bese ngyayisika ngize ngisho igama lomnyeni wami nesbongo sakhe???

  • @fixnjili9470
    @fixnjili9470 3 ปีที่แล้ว

    Hi ss Thenjiwe mdlphuphe umntu onxibe mhlophe ome apha phezu kwam xa ndijonga ngulo mntu ndilele naye uphethe isitya ufuna ukusigalela apha kum lento iphakathi eaityeni ndivuke ndimbuze wenzani avele anyamalale

  • @nompumelelomdlalose4800
    @nompumelelomdlalose4800 3 ปีที่แล้ว

    Cc.Thenjiwe ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ubona umuntu wakini owalahleka ekhala ethi ngicela ningikhiphe lapha engikhona ngiyafuna ukuphuma kodwa angikhoni bese ekulayela iadress lapho athi ukhona uma uyifuna leyondawo uyithole ngempela njengoba eshilo ngabe kusho ukuthi lokho??

  • @richdawudawu
    @richdawudawu ปีที่แล้ว

    Ayi doctor uyayichaza into yakho Nami ngoku njalo ngaphupha ngiphuma amazinyo kumanje injabulo yami ayikho neze

  • @ntombothandomgcotyelwa9329
    @ntombothandomgcotyelwa9329 3 ปีที่แล้ว

    Hi sisi ngiphuphe ngathi ngise toilet and manje amakaka bemaniningi engapheli ngathi ngazigcolisa ngathi ngihleli negane yam and 2 weeks back since ngiphupha ulwandle ngathi luyangibuyisela emuva

  • @nombusongubane9438
    @nombusongubane9438 3 ปีที่แล้ว

    Unjani cc Thenjiwe ngicela ungbuzele ku babuMnguni ukuthi kuchazani ukuphupha ulwandle luphakama but amanzi walo ecwebile?... ngyabonga

  • @thenjisiwendlovu8504
    @thenjisiwendlovu8504 3 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga Dr.Yeyeye naweMathenji cc

  • @sibongilemncube9582
    @sibongilemncube9582 3 ปีที่แล้ว

    Hi cc Thenjiwe ngiphuphe umuzi wami uqekesiwe wabulawa amawindi uma ngufuna usizo angilutholi komakhelwane ngizwa ngaluthola komunye umakhelwane ongezansi abaseduze kwami abaphumanga ezindlini zabo ngivuke umzimba ubuhlungu wonke usuku lonke

  • @GwajoMyende
    @GwajoMyende ปีที่แล้ว

    Ngyabingelela kusho ukuthini ukuphupha insimu noma udla amatulwa

  • @bonginhlanhlagiven8862
    @bonginhlanhlagiven8862 2 ปีที่แล้ว

    BG Vilakazi mina ngiphuphe engathi ngingena kubo kababa ngase nghlangabezwa izimbuzi ezinengi ezimhlophe zibangisana nam egcekeni lakhona ngicela ukuza ukuthi lichazani ?

  • @nomsambata8691
    @nomsambata8691 4 ปีที่แล้ว +5

    Hi sis Thenjiwe, I usually have a dream where I'm at a market picking very beautiful vegetables, or planting lemon trees that grow immediately after planting, with very big lemons

    • @nqobasibiya3162
      @nqobasibiya3162 3 ปีที่แล้ว

      kodwa ubungaphuphi ngani mina Nomsa ...essh umuhle kakhulu

    • @MuziDubazane-ro9cy
      @MuziDubazane-ro9cy ปีที่แล้ว

      Uskito lol eglencoe ukubuza mawuphupha ubaba wakho ongasekho ethi akusetshenzwe efuna isant nosimende

  • @sfisogeneral6357
    @sfisogeneral6357 4 ปีที่แล้ว +2

    Ngaze ngajabula sis Thenjiwe ngamaphupho. Kant uke ube crc lol 😂

  • @nicholussilinda8396
    @nicholussilinda8396 2 ปีที่แล้ว

    Sawbona sesi ngicela kubuta Uma uphupha livulu livuleka ngibona kuphuma siphambano bese mine ngibita lomunye make ungimakhelwane wami bese kuvela lifu lelimnyama livable bangaboni lutho labantu babona isithunti lesikhulu sivilita lamhlabeni kucazakutsini ngiyacela nkosi Yami kwazi

  • @makhumalokhumalo9407
    @makhumalokhumalo9407 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga

  • @phumlilemdlalose6373
    @phumlilemdlalose6373 4 ปีที่แล้ว +4

    Hi sis no dokotela. Ngicela ukbuz ukuthi uma uphupha ugijima uze ugijime ngezandla njengesilwane kuseke kuchaza ini lokho. Ngyabonga

    • @sphiwegiftcaluza8353
      @sphiwegiftcaluza8353 4 ปีที่แล้ว

      Hi cc Thenji ,ngphuphe nghlezi no cc wami ongasekho kwangenumuntu engingamazi wangiphimali uqale wangipha uhlwezana olncane ngaynqaba ngathi incane wayesefaka isandla ephaketheni wakhipha uR10 wawnika u cc wami yena wasewdlulisela kmina ngaythatha ngabonga kakhulu kulomuntu

    • @mlungisinduduzomhlongo3429
      @mlungisinduduzomhlongo3429 4 ปีที่แล้ว

      sawubona Dokotela Mina nginokuphupha Izinja zingiluma. ezimnyama ngiphende ngiphuphe ngilala nomuntu wesifazane

  • @hellensiphiwe7858
    @hellensiphiwe7858 4 ปีที่แล้ว

    Sanibonani zithadwa ngicela ukubuza ngiphuthe ngibaleka ngingena embalini eyelo yellow kunezinyosi masezingiluma ngavula angibonanga lomntunu obengingijimisa ngavuka

  • @thethemaduna3161
    @thethemaduna3161 ปีที่แล้ว

    Hi sisi wam.mina ngiphupha abosisi bami abashonile belwa omdala ekhala

  • @nomvulamagagula8008
    @nomvulamagagula8008 3 ปีที่แล้ว

    Unjani cc nomvula magagula celubuza ngiphuphe indlu yakhiwe ngeyi ftungo ifulwelwe ngethayela kwatsiwa kimi ngiyibhadze asiyide yifisha lendlu ,ngabe chazani

  • @bonganimachaelmkhabela3722
    @bonganimachaelmkhabela3722 4 ปีที่แล้ว +2

    Hi ngicelakubuza muphupha umlungu owufishi ngemuva angenanywo kuchazani entshuza Ku sweeming pool

  • @zanelethafeni5077
    @zanelethafeni5077 3 ปีที่แล้ว

    Hi cc ngiphuphe kunezinyosi ekhaya nami zaze zezakimi but azange zingilume kuchaza ukuthini ngiyabonga

  • @sinahnkwagatse8230
    @sinahnkwagatse8230 3 ปีที่แล้ว

    Sanibonani if umuntu osebenza naye akuphuphe ushaywe i stroke Umlomo utshekile

  • @lungelomajola7522
    @lungelomajola7522 3 ปีที่แล้ว +2

    Ave engaphenduli uDr Gumede kuWhatap p uyafunda nje angaphenduli

    • @gwajoTV
      @gwajoTV  3 ปีที่แล้ว +2

      Uhlala e busy ngiyamxolisela. I will ask him to check his messages

  • @NomakhayaKhayakazi
    @NomakhayaKhayakazi หลายเดือนก่อน

    Sanibonani celuba ukuphupha uhamba kwi graves

  • @nosiphozulu4356
    @nosiphozulu4356 2 ปีที่แล้ว

    Hi kuchazan uphupha udutshulwa

  • @fixnjili9470
    @fixnjili9470 3 ปีที่แล้ว

    Ss Thenjiwe ndiphuphe ngathi ndise gadini ngathi kugreen kakhulu ndilapha phakathi kwezityalo

  • @reginaphale918
    @reginaphale918 3 ปีที่แล้ว

    Ngicela ukubuza uma uphupha inyoka enkulu igigima iye le name kuchazani

  • @pamellaxaba2283
    @pamellaxaba2283 2 ปีที่แล้ว

    Ngiphuphe ulwandle kukhona dolphin ebhukuda elodwa langivezela amazinyo ngavele ngasuka

  • @Amusementvidyoz
    @Amusementvidyoz 4 ปีที่แล้ว +1

    Ukuphupha I indlu ezinkulu ezinhle eseziphelile kusekhaya kushoni.Okunye ukuphupha I crush yakho Ivela emaphusheni are deep,like one time kwakunezilwane zasendle indlovu namabhubesi zingikakile kungathi ngingonqile,then ngazbonasengfake amabhayi ezangona wonderingukuthi isolates lam (my crush)uzobe esekhona yin’s now that ngisangoma.

    • @fikilemancobo6082
      @fikilemancobo6082 4 ปีที่แล้ว

      Ngicela ukubuza ngiphu ngingena edami ngathi made ngithi ngiyangena kwaqhamuka umkhulu engingamazi waphakamisa isandla wathi anhinga ngeni ngiyabonga

  • @thabcletab2089
    @thabcletab2089 2 ปีที่แล้ว

    Uzi ngicela ukubuza. Ima uphupha uyongena olwandle. Kukhona Ubuntu okulandelayo ngithi sengisondel e khona kubekhona Ubuntu othi akufanele ngingene ngijike ngphinde emuva. Angiqhokile ngishubele ngimbethe indwangu emhlophe qhwa

    • @thabcletab2089
      @thabcletab2089 2 ปีที่แล้ว

      Lomuntu. Ebengilandela ubengowesifazana wmlungu

    • @thabcletab2089
      @thabcletab2089 2 ปีที่แล้ว

      Futhi ngphinde ngiphuphe ngihambe emoyeni. Ngelinye ilanga ngaphupha imams wami ongasekho ethi umanje ngingamthengela ipheya. Angangithanda kakhulu. Usho nice simile egcekeni ukhukhumele Isis ingabe sushi ukuthini lokho

  • @hazelnkolonzi8169
    @hazelnkolonzi8169 3 ปีที่แล้ว

    Ufika kukho utata olele ogulayo kulho nenkosikazi yakhe okwimeko embi uthi kudala emceñga akhe aye kwenye iProvince for help.But kukho unodoli odark in complexion une number eback estamped ck 207.Yintoni leyo.

  • @lindiwethwala3290
    @lindiwethwala3290 4 ปีที่แล้ว

    Sesi thenjiwe no baba ngaphupha ngihamba nomtwanami ngemoto yami ngehla ngangena estoro ngathola imoto sebayintshontshile naye umtanami

  • @sibekonnntombinn4611
    @sibekonnntombinn4611 3 ปีที่แล้ว

    ngichazelekile kojuningi ngiyabonga

  • @moosazmoosaz1270
    @moosazmoosaz1270 3 ปีที่แล้ว

    Sanibona cc Jenjiwe ngabe kuchazan ukphupha umuntu wawthandana naye eguqa ngedolo eku proposer ekufake iring kodwa ngyfake esandleni sokudla

  • @zanelemathabela3832
    @zanelemathabela3832 4 ปีที่แล้ว +2

    Hi cc Thenjiwe no Dr Mguni ,ngise jozi

    • @zanelemathabela3832
      @zanelemathabela3832 4 ปีที่แล้ว

      Sanibona ,uma uphupha uvuselela umlilo khabo muntu othandana naye kusho ukuthini,uphinde uphuphe ukhuluma nobaba womuntu othandana naye,akasekho emhlabani ngabe kuso ukuthini

  • @simphiwemzuzu3389
    @simphiwemzuzu3389 4 ปีที่แล้ว +1

    Hi sisi thenjiwe, cela ubuza kushokuthini uphuma ndisendaweni ending ayazi kukho indlovu ime phezukwendlu Mina ngiyayibuka ndimangele, bese kufika umntu engingazi ayiphose ngetye iyowela phuzulu kwenye indlu bese yadilikalondlu Leyo

    • @sinahnkwagatse8230
      @sinahnkwagatse8230 3 ปีที่แล้ว

      Hi cc Thenjiwe kusho ukuthini ukuphupha umlungu emsebenzini arola njengenyoka kodwa nhikhuluma naye... Witbank

  • @lebonematsane6541
    @lebonematsane6541 3 ปีที่แล้ว

    Uyangi khumbuza cc uma uphupha ubona ufuna kugibela ibhansi bese bangikhomba ibhansi elibhalwe u17 no 8 &18 bathi ngingigibele kulona kusho ukuthini lokho

  • @nompilondzinisa3291
    @nompilondzinisa3291 4 ปีที่แล้ว +5

    Hi sis Thenjiwe...am watching from Eswatini

    • @joycedhludhlu7160
      @joycedhludhlu7160 4 ปีที่แล้ว

      Thenjiwe mina angiphuphi nje ngiya wtty

    • @thisisamerica725
      @thisisamerica725 4 ปีที่แล้ว

      Yebo cc wakitsi asibukele xem Mbabane me....

    • @asandalunjekanyelunjekanye7161
      @asandalunjekanyelunjekanye7161 4 ปีที่แล้ว

      Ngiphinde ngiphuphe ngisilwa no mama wam usaphila ngibesengiyo dinga imali eningi ngiye garden yakithi ngiyo komba mangisomba kuphume inyoka emnyama ingathi ngiyigece ikhanda ngihambe mangithi nazi ezimbili kodwa ingathi zifile ngoba ngidlule phakathi kuzo azanyakaza

    • @israelsilevu5155
      @israelsilevu5155 4 ปีที่แล้ว

      Pp

    • @israelsilevu5155
      @israelsilevu5155 4 ปีที่แล้ว

      Pp

  • @zamandosimkhonto3867
    @zamandosimkhonto3867 4 ปีที่แล้ว

    Sanibonani nonke
    Mawuphupha uswidi omningi oyisitolo sonke izinsuku ezintantu enyangeni eyodwa.

  • @makhosimkhize5548
    @makhosimkhize5548 4 ปีที่แล้ว +1

    Amen laykhaya niyaphila kodwa

  • @thokozanincube5463
    @thokozanincube5463 4 ปีที่แล้ว +2

    I really appreciate what you are doing sisi Thengie kuyasiza kakhulu🙏

    • @gwajoTV
      @gwajoTV  4 ปีที่แล้ว +2

      Thank you 🙏🏾👏🏾

  • @augustinentuli6605
    @augustinentuli6605 3 ปีที่แล้ว

    Ngiphuphe nginabafowethu esebashona kudala sindawonye

  • @thandekasithole5567
    @thandekasithole5567 2 ปีที่แล้ว

    Ukuphupha ugibele indlovu kushoni

  • @nicholussilinda8396
    @nicholussilinda8396 2 ปีที่แล้ว

    Ngiphuphe ngithandazela untwana longatsi unedimoni khona lapho ngitibona sengigcoke ilogwe lelimhlophe kodwa sengatsi alingineli Kahle lincanyana ngibona siphika lesi blue basiphakamisa emoyeni

  • @BettyNdlovu-ey8xu
    @BettyNdlovu-ey8xu 2 หลายเดือนก่อน

    Uma uphupha igijinyoswa ibhubesi

  • @sidneynkululekokhumalo1615
    @sidneynkululekokhumalo1615 3 ปีที่แล้ว

    Ngiphuphe ngiqokiswa ubuhlalo obuyi red and white intanyeni ubunye bucrosa amadhlombe like cross belts .l am in a process yokubanguthandazi ubuhlalu buyahambisana lesithunywa

  • @lebonematsane6541
    @lebonematsane6541 3 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga baba ngokusichazela amaphupho bacinisile uma bethi ufunda uze ufe

  • @ntsikomokoena5705
    @ntsikomokoena5705 3 ปีที่แล้ว

    Ntsiko Mokoena ngike ngphuphe ubaba enqunu noma ngimsaba Uma ngimphuphe ekhona ekhaya uyacasha akangeni

  • @lizzymujeeb4067
    @lizzymujeeb4067 3 ปีที่แล้ว

    Hi cc Mina ngiphupha ngigibela I hashi iponi

  • @vusikhoza44
    @vusikhoza44 3 ปีที่แล้ว

    Chaza ukuthin ukuphupha usemanzin uphefumula kuphileka ngihlezi nomnuzane bakhona bethi bazongivikele mangikhululeke

  • @millicenttlaka3231
    @millicenttlaka3231 3 ปีที่แล้ว

    Ngiphuphe umama wami oseshonile aphakamisa isandla sakhe athi woza ungifake endlini

  • @gracekwanini3628
    @gracekwanini3628 3 ปีที่แล้ว

    Ngiphuphe ngibona owesilisa enqunu ehamba ngibone izinqe zakhe kodwa angimazi

  • @Nelisiwemkhize-b4r
    @Nelisiwemkhize-b4r 8 หลายเดือนก่อน

    Angibingeele kuchazani ukuphupha amaklabishi amaningi

  • @busimhlaba5545
    @busimhlaba5545 ปีที่แล้ว

    Ngiphuphe iboy friend yam ikhipha. Iring ekhikhini ingifaka essndleni

  • @nompilondzinisa3291
    @nompilondzinisa3291 4 ปีที่แล้ว +1

    Kusho kutsini kuphupha ucishe ushayiswa yiBus?

  • @aylifetho
    @aylifetho 3 ปีที่แล้ว

    Ngiphupha ngingakwazi ukunyakaza

  • @siceloshezi7536
    @siceloshezi7536 2 ปีที่แล้ว

    Ngicela ukbuza mengiphupha umfwethu omdala esendlini yodaka ephakela izinja kuchazani

  • @elizabethtshabalala622
    @elizabethtshabalala622 2 ปีที่แล้ว

    Kusho ukuthini ukuphupha upheka umdoko wempuphu emhlophe estofini

  • @thandekalerato693
    @thandekalerato693 3 ปีที่แล้ว

    Please help me sis thembiwe Mina I've been dreaming this i even cry ngizwakale kumuntu engilele naye ngiphupha ngindiza isangoma esiwugogo wami sishaya lomoya othatha Mina u rwanda nje nge nyoka uyaphezulu ishaye nge shobo ngiwe loko kwenzeka phambi kwe ndlu eyi round then iwake from 16 or 15 it's been reapiting oh and usashona and ucc kagogo uzala uma wami

  • @sibusisiwentshangase6594
    @sibusisiwentshangase6594 4 ปีที่แล้ว +2

    What time do they go live on Mondays?

    • @gwajoTV
      @gwajoTV  4 ปีที่แล้ว +2

      9pm South African time

    • @olwethunongoboza5688
      @olwethunongoboza5688 4 ปีที่แล้ว

      @@gwajoTV Hello sis Thenjiwe ndicela ukubuza uba kuchaza ukuthin xa uthenjisiwe(engaged) but uphupha usenza izinto ezilihlazo kulaa mzi uzoya kuwo? Ndiliphupha oko oko eli phupho

  • @vuyisekanika6564
    @vuyisekanika6564 ปีที่แล้ว

    Ukuphupha ugibela ibus uyolanda amaresuls womntwana eSkolwen akaGrade12 kodwa umntana akafundi ugrade and ndiwatholile ngathi upasile

  • @thembadlamini1140
    @thembadlamini1140 4 ปีที่แล้ว +2

    OHHE , NANGU U CC THENJIWE ESEFUNA U OBAMA !! , Ziyenzeka emzansi

    • @gwajoTV
      @gwajoTV  4 ปีที่แล้ว +1

      🤣🤣🤣🤣 kubamba ezingelayo

  • @swaswamqokeli9652
    @swaswamqokeli9652 3 ปีที่แล้ว

    Ukuphupha iboyfrend yakho ibuya xabihambile iveki ezimbini ihlamba iyawo amazi xa uwanjonga amnyama kuthethini