ขนาดวิดีโอ: 1280 X 720853 X 480640 X 360
แสดงแผงควบคุมโปรแกรมเล่น
เล่นอัตโนมัติ
เล่นใหม่
Ngibingelele Mpunga,besicela ungabangeni emlonyeni oBhubesi nezinye izivakashi Mpunga. Ngibonge Kakhulu umsebenzi muhle kakhulu sifunda njalo… sithi iMpunga🙌🏿🙌🏿
👏👏👏 impela, nami ngicela kanjalo🙏
😂😂😂 IMPUNGA AND BHUBESI ARE A DEADLY COMBINATION 😂
Imimoya yabo iyezwana kakhulu nami uma bendawonye ngivele ngithole sengijabule
Straight!😂
Deadly Indeed🤣🤣🤣
Eyi niyangichaza manihlangene makhehla😂😂syabonga🙌💯
Uyangchaza yaz uBhubesi 🤞🏾
Ngyabingelela bobaba uqinisile bab bhubesi nami wangphikisa omunye umuntu oyinazareth mangthi ngphupha inkosi umqali wendlela ngabuye ngaphupha inkosi uthingo kanti anglona inazareth
😂😂😂😂 Nina niyahlekisa shem. Bhubesi is entertaining 😂😂😂😂
👏👏👏 nami ngyamthanda uBhubesi bakithi uBhovungane. Syabonga 🙏
Yaz ngishoda ngenamba yakho Nkosana ewumshana kithi. EkaMazibuko nginayo ey wake wangidlalela iFilimu lowambhemu😂👌🏽👌🏽iBhoza leya
Kkkk...ngiyayisaba impunga ngeke ngidanse...akuvalele esgodlweni edansa.❤
Kuthiwa inkosi ayiphushwa isuke ikuvakashele...syabonga ngolwazi olunzulu🤩🤩
Anichazi amaphupho kanti?😩😩😩😩😭 Sanibona . Amen
Kkkk...kodwa ke imbiza wumuthi asiyibeke lapho...❤
Amen baba ngphuphe nghamba endleleni ngahlangana nowesifazane wamemeza wathi nansi inyoka, mangbheka ngabona iqonda kuye wabaleka wacasha ngami ngaybamba yang Luma esandleni
Ewuuu Nkosi Yami,, Naze naba kude belaphi,, hhai niyadingeka kakhulu empilweni yam. NginguMakhosazana eOrange farm.eGoli
Mpunga ngilinye ilanga uboke uyixoxe indaba yaShembe❤ . Mina njr ngithi uShembe unguNkulunkulu
Mina bengingakholelwa ku Shembe kodwa ngasizakala kakhulu
Akwande makhehla yam❤
Beniphupha noma benichaza amaphupho la😂😂😂😂😂
Mpungah 😂😅😅😅😅😅😅seli late ibhubesi 😅😅😅😅😅😅😅😅
Ngiyabingelela kwi mpunga ndicela ukusombulelwa lelithonga ndithonga ngiselwandle ngapha kolwandle kunentaba enamaflower amahoe Mangijonga kulamanzi ngibona amatye namaflower la asentabeni ndibone intaba imover ihamba mandijonga amanzi ndibona into engathi yingubo ihamba APHA olwandle ziningi ingaba litshoni
Yabona nine nobabili niyahlekisana shem makuyini nobabili hhayi😂😂😂
Mkhulu Mpunga ngyaxolisa ngafika phambi kwehhovisi lakho ngolwesibili wawungekho ngangifona ucingo lungabanjwa ngathola kukhala ibhungezi kodwa ngsazoqhubeka ngzame ukukthinta klungile ngyabonga ukhule nje mzukulu Ka Vaphi Mpungaaaaa
Amen mpungah 😃😃😃😃😃😃uzodansa kwakh uyakujwayel yaz 😃😃😃😃😃😃😃mpungah
Sibonge ngolwaz lwenu olukhulu,nami ngike ngiphuphe ngamakhosi wonke akashembe enginika umnyalezo yizeke ngisuke nginqaba lokhu abasuke bengitshela kona kodwa mnje mhlampe sekuyiskhath sokuth ngi qonde konke
Ngiyabonga kuzwa amaphupho enu NAMI sengake ngaphupha inkosi Unyazi LweZulu lungibuka lumamatheka edlula eduze kwami ngamemeza ngijabulile ngithi ngaze ngabusiseka emhlabeni ngaze ngathuluswa omama emva kwami beqhoke njengabakhokheli
Unjan Mpunga yesintu ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini uma uhlezi uphupha imoto yakho betshontshe izinto ngaphakathi kuyo injini namasondo noma isiyigobolondo
Haw kodwa ngobaba uNyazi Lwezulu wavele waliqamula shuthi bese kuphele isikhathi siyabonga bomKhulu ngolwazi enisipha lona izandla zedlula ikhanda.
Syabonga noma ningabange nisaqhubeka ngendaba yokuhlaziya amaphupho
Ukuphupha inkomo emhlophe ifasiwe izinyawo zozine ilelephansi ngabe kuchazani Mpunga
Mkhulu Bhubesi ngimbekile😊😅
uyam shaya lo, mkhulu..awavume amakhehla😂😂😂😂😂
Nami my ancestors abawfun umuthi. Bangtshela bona. Kodwa bangsiza iyababa lecithin esiykhothiswa inyanga
Amen Mpunga nakimi kunjalo .. INkosi yomusa ibusise bobaba
Yazi nami sengike ngaphupha NGO shembe first kwathiwa angiye khona ngiyo nikela okwesibili kwathiwa njalo mangi thandaza ango phatha isibani bese ngibize ushembe
Yabona lana ngathi nishaye iwisky nyana.kkkk
Manje aniwahlaziyanga amaphupho ebeniwathembisile
Siyabonga ngokuthi nisnike ulwazi oluphangaleleyo sizotsho ziqaphele Uma siphupha
😂😂😂😂😂 uyadansa kwakho 😂😂😂
Bo Baba ngiyabonga 🙏 I learned alot.
Ngiyabonga ulwazi olubanzi 🙏🙏🙏😇
Sabona becela ukubuza ukuphupha unyazi lwezulu lusekhaya
Siyabonga ngokusivula amehlo🙏
Ayi niyankanta sigcine singazi ukuthi nibheqonde kuphi. Nibamba la sithi la seni le
Yaze yamnandi ivideo yenu bantwana bamathongo. Makwande 🙏
😂😂😂😂 edansa... ekushutha wayethi uyakuthwebula futh😂😂😂 ikuph okunye?
NGIYABINGELELA MKHULU MPUNGA MKHULU BHUBESI NGIHLELI NANI NGINIBUKELE NGINILALELE IZIMFUNDISO ZENU 😢😢 KODWA BHUBESI NGIKUTHANDA MAWUHLEKA KHEHLA
WeMakhehla,yimaphi amaphupho eniwahlaziyayo??,
ngbingelele madoda ngthembe niyaphila,ngiphakamisa isincomo nje ngeshloko seni.mina ngsizakele kakhulu kodwa ngyakhala naze nanqamuka kabuhlungu umuntu esathakasele inkulumo.
Banqamule kabuhlungu impela yaz, sisa enjoya
Ngiyabingelela cela ukubuza ngiphupha ngjahwa yinyoka brown ayingifici kodwa uma sengthi ngiyayishaya ngiyaphapha
Mpunga ngicela ungibuzele kuBaba Bhubesi ukuthi Uma ngiphupha ugogo ethi mntanami ngiyabonga ukuthi wenze konke engikutshele Kona nalemali engithe ngikhiphele yona wenze konke engikutshele Kona manje logo enhathi uwumama wami ongizalayo ngixakwa ukuthi Lona ongizalayo usaphila ngicela incazelo
Mkhulu lutho ukuphendula kuwhtsap 😭
Yaz Kade ngisacabanga ngephupho lakho Mpunga lalamakhehla ayefuna kukufaka ebumnyameni ngomcebo womgede
Mangi phupha ngishaya a Bantu futhi.ngibabulala labo.ngiya.Nazi.abanye.he fimily
Great combination
Sanibonani ekhaya ndicela ukuhlalutylwa eli phupha ndiphupha lendlu yam ndizayokha kungathi ndiyokhela ecalen kolwandle amanzi wolwandle alokho ebetha kuyo
Let's wait for them to answer this. Mna I'd say if ibiphezu komlambo yimfukamo, like xa ufukame phezu komlambo. But this time iselwandle, I also want to know.
🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣 kodwa ningihlekiselani
Nami angikhonzi kwaShembe kodwa ngiyamphupha uShembe..nezingoma zakhona even ngifundelwa incwadi ibhayibheli lakhona
Sibalulekile lehloko zokucaza amaphupho
best combination
Ningaphazamisani
Ngaphupha ikhehla linginika isikibha esidabukile
Ndiyawathanda lamakhehla mabini
Inene ayathandeka🤞🏾
Ndinephupha Bhubesi nawe Mpunga endicela nindihlambululele lona. Ndiphupha ndim ngudadewethu no mntana wakhe on a 3 years kukhona nabanye abantu endingabazi sikwindawo ephezulu umlambo siwujongela ezantsi umntana ka dade wethu andazi wehle kanjani sibone ngaye selesihla ngamandla ukuya kulomlambo kodwa akatshona wasinda ngoba ngendlela ehle ngayo ukusuka phezulu ebenotshona kulomlambo xandijongezantsi kulomlambo kukhona ndawo elungisiweyo ebekwe ingca yondlaliwe kakuhle as indawo safe onothi uhlale kuyo or ume kuyo xa uze kulomlambo. Litsho ukuthini eliphupha
Yanqamuka kabhlungu ngsathi nglalele leliphupho
🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌IMPUNGA🙌🙌🙌🙌🙌
Ngiyanibingela Mpunga yesintu. Ngilungisela umsebenzi wokubonga. Sengindlalele ngembuzi kodwa manje sengiphupha amakhandlela engavuthi kahle ngathi ashaywa umoya enentuthu emnyama. CV kodwa eventually yaphela lentuthu akhanya kahle futhi. Uma ngabe kunephutha engilenzile. Ngingalilungisa kanjani ngaphambi kokuhlaba inkomo. Ngyabonga...
Amen
Ngiyabingelela kwiMpunganyesintu.Mina ngiyiSayoni, lapho ngigcinwe khona. Mina nginokuphupha iNkosi yasekuphakameni kodwa angikaze ngiyekhona.Iyadida ngoba ngith ngibaxoxela bayangiphikisa
AKABUYE UBHUBESI🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Ngiphelile bomkhulu 😂😂😂😂
Makwande Makhehla
Nandibulala nge ntsini
Kutsho ukuthini ukuphuma inyoka efile embala obomvu ende
Enkosi mpunga yesintu
Npunga no bhubesi kusho ukuthini uma u phupha ugcokiswa ama bhayi ngu mamncane wakho
😂😂😂
👋🤣🤣🤣🤣🤣🤣😂😂😂
Ingabe isintu siyamhlonipha uNkulunkulu mdali wethu sonke noma siyamedelela? Isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigcine sesifile nje?
🤣🤣🤣🤣🤣
Hayi eyokdansa yangiqeda madoda 😂
Danko Mpunga wena usho kum wen xa uthi uvik ngoShembe 7 yrs umthi ndawuyekayo
Ei ngaze ngacaciseleka ngokuthwasela kwa Shembe besengididekile
😂😂😂😂😂😂😂ningenzan kodwa niyahlekisa makhehla phindan enye video enje
Kusho ukuthini ukuphupha useskoleni
Unfangeni kakhulu emlonyeni
Uyicimelani esakhuluma ngoNyazi🤦🏿♂️
Yazi mkhulu Uma ukhuluma ngenyanga owayiphupha ijayiva kwakho ungikhumbuza omnye usisi owathi uyangifuna ngenqaba ngabesingumphupha egida phambili kwam akukhona ukuganga lokho?
Ndapendulek kule yenyanga kodwa kube umntu owayeyinyang Wacel izikhwam ngimmele Nazaretha kodwa still abantu babengihlol babon intwaso Siyabonga Mpunga & Bhubesi
Ei ngaze ngafisa ukuyi saver le inkulumo yenu
Sanbona.uma uzoke uphuphe usuka ekhaya Kini,uya eskoleni koThisha ngenhloso yemibuzo onayo.ebese kuthi mawubafica othishela ababili oweslisa omaziyo no wesfazane ongamazi.inkulumo yenu kodwa ingezwakalali ukuthi nixoxa nithini nabo ngbe lichazani?
I wanna see u
Ngibingelele Mpunga,besicela ungabangeni emlonyeni oBhubesi nezinye izivakashi Mpunga. Ngibonge Kakhulu umsebenzi muhle kakhulu sifunda njalo… sithi iMpunga🙌🏿🙌🏿
👏👏👏 impela, nami ngicela kanjalo🙏
😂😂😂 IMPUNGA AND BHUBESI ARE A DEADLY COMBINATION 😂
Imimoya yabo iyezwana kakhulu nami uma bendawonye ngivele ngithole sengijabule
Straight!😂
Deadly Indeed🤣🤣🤣
Eyi niyangichaza manihlangene makhehla😂😂syabonga🙌💯
Uyangchaza yaz uBhubesi 🤞🏾
Ngyabingelela bobaba uqinisile bab bhubesi nami wangphikisa omunye umuntu oyinazareth mangthi ngphupha inkosi umqali wendlela ngabuye ngaphupha inkosi uthingo kanti anglona inazareth
😂😂😂😂 Nina niyahlekisa shem. Bhubesi is entertaining 😂😂😂😂
👏👏👏 nami ngyamthanda uBhubesi bakithi uBhovungane. Syabonga 🙏
Yaz ngishoda ngenamba yakho Nkosana ewumshana kithi. EkaMazibuko nginayo ey wake wangidlalela iFilimu lowambhemu😂👌🏽👌🏽iBhoza leya
Kkkk...ngiyayisaba impunga ngeke ngidanse...akuvalele esgodlweni edansa.❤
Kuthiwa inkosi ayiphushwa isuke ikuvakashele...syabonga ngolwazi olunzulu🤩🤩
Anichazi amaphupho kanti?😩😩😩😩😭 Sanibona . Amen
Kkkk...kodwa ke imbiza wumuthi asiyibeke lapho...❤
Amen baba ngphuphe nghamba endleleni ngahlangana nowesifazane wamemeza wathi nansi inyoka, mangbheka ngabona iqonda kuye wabaleka wacasha ngami ngaybamba yang Luma esandleni
Ewuuu Nkosi Yami,, Naze naba kude belaphi,, hhai niyadingeka kakhulu empilweni yam. NginguMakhosazana eOrange farm.eGoli
Mpunga ngilinye ilanga uboke uyixoxe indaba yaShembe❤ . Mina njr ngithi uShembe unguNkulunkulu
Mina bengingakholelwa ku Shembe kodwa ngasizakala kakhulu
Akwande makhehla yam❤
Beniphupha noma benichaza amaphupho la😂😂😂😂😂
Mpungah 😂😅😅😅😅😅😅seli late ibhubesi 😅😅😅😅😅😅😅😅
Ngiyabingelela kwi mpunga ndicela ukusombulelwa lelithonga ndithonga ngiselwandle ngapha kolwandle kunentaba enamaflower amahoe
Mangijonga kulamanzi ngibona amatye namaflower la asentabeni ndibone intaba imover ihamba mandijonga amanzi ndibona into engathi yingubo ihamba APHA olwandle ziningi ingaba litshoni
Yabona nine nobabili niyahlekisana shem makuyini nobabili hhayi😂😂😂
Mkhulu Mpunga ngyaxolisa ngafika phambi kwehhovisi lakho ngolwesibili wawungekho ngangifona ucingo lungabanjwa ngathola kukhala ibhungezi kodwa ngsazoqhubeka ngzame ukukthinta klungile ngyabonga ukhule nje mzukulu Ka Vaphi Mpungaaaaa
Amen mpungah 😃😃😃😃😃😃uzodansa kwakh uyakujwayel yaz 😃😃😃😃😃😃😃mpungah
Sibonge ngolwaz lwenu olukhulu,nami ngike ngiphuphe ngamakhosi wonke akashembe enginika umnyalezo yizeke ngisuke nginqaba lokhu abasuke bengitshela kona kodwa mnje mhlampe sekuyiskhath sokuth ngi qonde konke
Ngiyabonga kuzwa amaphupho enu NAMI sengake ngaphupha inkosi Unyazi LweZulu lungibuka lumamatheka edlula eduze kwami ngamemeza ngijabulile ngithi ngaze ngabusiseka emhlabeni ngaze ngathuluswa omama emva kwami beqhoke njengabakhokheli
Unjan Mpunga yesintu ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini uma uhlezi uphupha imoto yakho betshontshe izinto ngaphakathi kuyo injini namasondo noma isiyigobolondo
Haw kodwa ngobaba uNyazi Lwezulu wavele waliqamula shuthi bese kuphele isikhathi siyabonga bomKhulu ngolwazi enisipha lona izandla zedlula ikhanda.
Syabonga noma ningabange nisaqhubeka ngendaba yokuhlaziya amaphupho
Ukuphupha inkomo emhlophe ifasiwe izinyawo zozine ilelephansi ngabe kuchazani Mpunga
Mkhulu Bhubesi ngimbekile😊😅
uyam shaya lo, mkhulu..awavume amakhehla😂😂😂😂😂
Nami my ancestors abawfun umuthi. Bangtshela bona. Kodwa bangsiza iyababa lecithin esiykhothiswa inyanga
Amen Mpunga nakimi kunjalo .. INkosi yomusa ibusise bobaba
Yazi nami sengike ngaphupha NGO shembe first kwathiwa angiye khona ngiyo nikela okwesibili kwathiwa njalo mangi thandaza ango phatha isibani bese ngibize ushembe
Yabona lana ngathi nishaye iwisky nyana.kkkk
Manje aniwahlaziyanga amaphupho ebeniwathembisile
Siyabonga ngokuthi nisnike ulwazi oluphangaleleyo sizotsho ziqaphele Uma siphupha
😂😂😂😂😂 uyadansa kwakho 😂😂😂
Bo Baba ngiyabonga 🙏 I learned alot.
Ngiyabonga ulwazi olubanzi 🙏🙏🙏😇
Sabona becela ukubuza ukuphupha unyazi lwezulu lusekhaya
Siyabonga ngokusivula amehlo🙏
Ayi niyankanta sigcine singazi ukuthi nibheqonde kuphi. Nibamba la sithi la seni le
Yaze yamnandi ivideo yenu bantwana bamathongo. Makwande 🙏
😂😂😂😂 edansa... ekushutha wayethi uyakuthwebula futh😂😂😂 ikuph okunye?
NGIYABINGELELA MKHULU MPUNGA MKHULU BHUBESI NGIHLELI NANI NGINIBUKELE NGINILALELE IZIMFUNDISO ZENU 😢😢 KODWA BHUBESI NGIKUTHANDA MAWUHLEKA KHEHLA
WeMakhehla,yimaphi amaphupho eniwahlaziyayo??,
ngbingelele madoda ngthembe niyaphila,ngiphakamisa isincomo nje ngeshloko seni.mina ngsizakele kakhulu kodwa ngyakhala naze nanqamuka kabuhlungu umuntu esathakasele inkulumo.
Banqamule kabuhlungu impela yaz, sisa enjoya
Ngiyabingelela cela ukubuza ngiphupha ngjahwa yinyoka brown ayingifici kodwa uma sengthi ngiyayishaya ngiyaphapha
Mpunga ngicela ungibuzele kuBaba Bhubesi ukuthi Uma ngiphupha ugogo ethi mntanami ngiyabonga ukuthi wenze konke engikutshele Kona nalemali engithe ngikhiphele yona wenze konke engikutshele Kona manje logo enhathi uwumama wami ongizalayo ngixakwa ukuthi Lona ongizalayo usaphila ngicela incazelo
Mkhulu lutho ukuphendula kuwhtsap 😭
Yaz Kade ngisacabanga ngephupho lakho Mpunga lalamakhehla ayefuna kukufaka ebumnyameni ngomcebo womgede
Mangi phupha ngishaya a Bantu futhi.ngibabulala labo.ngiya.Nazi.abanye.he fimily
Great combination
Sanibonani ekhaya ndicela ukuhlalutylwa eli phupha ndiphupha lendlu yam ndizayokha kungathi ndiyokhela ecalen kolwandle amanzi wolwandle alokho ebetha kuyo
Let's wait for them to answer this. Mna I'd say if ibiphezu komlambo yimfukamo, like xa ufukame phezu komlambo. But this time iselwandle, I also want to know.
🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣 kodwa ningihlekiselani
Nami angikhonzi kwaShembe kodwa ngiyamphupha uShembe..nezingoma zakhona even ngifundelwa incwadi ibhayibheli lakhona
Sibalulekile lehloko zokucaza amaphupho
best combination
Ningaphazamisani
Ngaphupha ikhehla linginika isikibha esidabukile
Ndiyawathanda lamakhehla mabini
Inene ayathandeka🤞🏾
Ndinephupha Bhubesi nawe Mpunga endicela nindihlambululele lona. Ndiphupha ndim ngudadewethu no mntana wakhe on a 3 years kukhona nabanye abantu endingabazi sikwindawo ephezulu umlambo siwujongela ezantsi umntana ka dade wethu andazi wehle kanjani sibone ngaye selesihla ngamandla ukuya kulomlambo kodwa akatshona wasinda ngoba ngendlela ehle ngayo ukusuka phezulu ebenotshona kulomlambo xandijongezantsi kulomlambo kukhona ndawo elungisiweyo ebekwe ingca yondlaliwe kakuhle as indawo safe onothi uhlale kuyo or ume kuyo xa uze kulomlambo. Litsho ukuthini eliphupha
Yanqamuka kabhlungu ngsathi nglalele leliphupho
🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌IMPUNGA🙌🙌🙌🙌🙌
Ngiyanibingela Mpunga yesintu. Ngilungisela umsebenzi wokubonga. Sengindlalele ngembuzi kodwa manje sengiphupha amakhandlela engavuthi kahle ngathi ashaywa umoya enentuthu emnyama. CV kodwa eventually yaphela lentuthu akhanya kahle futhi. Uma ngabe kunephutha engilenzile. Ngingalilungisa kanjani ngaphambi kokuhlaba inkomo. Ngyabonga...
Amen
Ngiyabingelela kwiMpunganyesintu.
Mina ngiyiSayoni, lapho ngigcinwe khona. Mina nginokuphupha iNkosi yasekuphakameni kodwa angikaze ngiyekhona.
Iyadida ngoba ngith ngibaxoxela bayangiphikisa
AKABUYE UBHUBESI🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Ngiphelile bomkhulu 😂😂😂😂
Makwande Makhehla
Nandibulala nge ntsini
Kutsho ukuthini ukuphuma inyoka efile embala obomvu ende
Enkosi mpunga yesintu
Npunga no bhubesi kusho ukuthini uma u phupha ugcokiswa ama bhayi ngu mamncane wakho
😂😂😂
👋🤣🤣🤣🤣🤣🤣😂😂😂
Ingabe isintu siyamhlonipha uNkulunkulu mdali wethu sonke noma siyamedelela? Isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigcine sesifile nje?
🤣🤣🤣🤣🤣
Hayi eyokdansa yangiqeda madoda 😂
Danko Mpunga wena usho kum wen xa uthi uvik ngoShembe 7 yrs umthi ndawuyekayo
Ei ngaze ngacaciseleka ngokuthwasela kwa Shembe besengididekile
😂😂😂😂😂😂😂ningenzan kodwa niyahlekisa makhehla phindan enye video enje
Kusho ukuthini ukuphupha useskoleni
Unfangeni kakhulu emlonyeni
Uyicimelani esakhuluma ngoNyazi🤦🏿♂️
Yazi mkhulu Uma ukhuluma ngenyanga owayiphupha ijayiva kwakho ungikhumbuza omnye usisi owathi uyangifuna ngenqaba ngabesingumphupha egida phambili kwam akukhona ukuganga lokho?
Ndapendulek kule yenyanga kodwa kube umntu owayeyinyang Wacel izikhwam ngimmele Nazaretha kodwa still abantu babengihlol babon intwaso
Siyabonga Mpunga & Bhubesi