Blaqlife niyabasiza ngempela abantu laba abeza kini abadinga usizo? kumbe nithatha indaba nje kphela for entertainment? Some of these stories are heartbreaking and some of these people are desperate, it would be sad and unethical if you were doing this for your own benefit bona bangatholi lutho. Like the story of lomnumzana owathwalisa yinyanga ngephutha it broke my heart and it was very clear he was extremely distressed, he couldnt sit still on his chair elimazeke ngempela, It would be good for you to follow their progress nisazise ngeturn out njengalokhu okwenziwa ngabe Thuleleni TV , I think it is ethical. Just saying
@@InternetMonk-wz9eb Very true, ushilo nje ukuthi abantu bathi kungani sesangene emqondweni, its really painful, lo naye is also appealing for help, I find it so wrong to get entertained ngokukhathazeka kwabantu bengezukuthola usizo 😢
Yazi ikakhulu la kukholelwa ekutheni uJesu into yabelungu. Athi umuntu ungamtsheli ngebhayibheli into eyafika nabelungu ukucindezela umuntu omnyama. Nabayayo esontweni bakholelwa ekushunqiseni emsamo bekhuluma nasebashona. So nje le province mhhhh
Sanibonani,nonke.
Nibofunda ukuthandaza ngo 12-3am lesi yisikhathi sabathakazi,
Nizothola amandla,
Siyabonga
Dankoo 🎉🎉🎉
Aiy nkosi engathi angalithola usizo kubuhlungu kuyazwela yazi 🙏
Thatha u Jesu krestu ease Nazareth
Kzn yonkinto iyatholakala 🤞 kunzima emhlabeni
😂😂😂
Take Jesus Christ as your personal saviour the word of God says whoever call upon the name of the Lord shall be saved
Iskhathi sesikhathi sifikile khuleka mf2 ubize inyanga enkulu enguJesu
Amannye amantombazani awalungile ahlangene nomama bawo ngokuthakatha emancani lento ekhulunywa ilobhuti icishe ifane neyami mina ngajola ngajola nayo intombazan Kanti 1day izofika endlini silale embhedeni yavuka yathi iyochama ngathi nansi indishi yokugeza wathi ufuna ukuyochama emnyango ngavuka ngith ngizomphelezela lutho akafuni uthi uzohambayedwa ahambe ngiqalaze ngiphenye ikhethini kancani ngibone uhlisa iphenti aqojame kunento ayshiya bese wabuya Salala ngavuka ngathi ngiya kochama ngaphuma ngafika kulento Kade eybeka Uma ngifika kunethina sengathi elafishi ngilivule linenyoka encani ezgoqile ngalisusa ngalibeka kwenye indawo ngaphindelendlini ekseni esehamba waphuma wabuya eseshintshile ebusweni wabuza ukuthi ayikho into engiytholile emnyango ngathi cha wadinwa Waze wahamba sengiyezwa emini kufika ingane yathi ngiyabizwa ngaya mangifika lentombazani seyhleli nomama wayo umama uyena owakhuluma wathi Uma ngisafuna ukuphila angibuyise ithina engilithathile nangempela angiphikanga nhlobo Kumama ngahamba ngayolithatha ngalibuyisa so amanye amantombazani ayathakatha ehlangene nomama abawazalayo
Mhhhhh yhoooo
😮😮😮😮😮😮😮😳😳😳
😢😢😢Wasinda bhuti
@VuyokaziMacaba ngasuka ngalesoskhathi ngashintsha umqasho ngagudluka eduze nabo
😮😮😮😮😮
thats why mina seng'kheth' ukuba single nowadays 😂 kubi lana ngaphandle... yeses🤯
Fthy kyaphileka kwaSingle mf2
Ziyakhala ethekwini why lezi stories zenzeka khona kuphela 😂😂😂yehlisani ubuthakathi guys
Especially eMhlanga😂 ngath kuning' okwenzakalayo
Kzn nje yonke sisi iyothusa
Inkinga le bhut wam...awuke uzame uye ka Shembe...zosizakala
Kunini ngilindile
😢😢😢😢💔💔💔 knzima 💔 yiooh
Jhooo imali 😢😢😢😢
uma uwumuntu ufunda kanzima,the more abantu befuna ukuceba kuya ngokunyukela,uyingozi umuntu othanda imali ngoba angenza noma yini ukuthi athole imali,umona usuka nje ukubona umuntu evuka ekuseni noma thiwa usmebenzi obhedayo banenzodo abantu,kyarecruitwana kulomkhakhanoma uba umhlabelo ,ibayibhei layikhuluma layiqeda indaba
Shuthi wonke umuntu waseThekwini uthwele 💔
Stru ngempela iThekj lonakele lonke
Blaqlife niyabasiza ngempela abantu laba abeza kini abadinga usizo? kumbe nithatha indaba nje kphela for entertainment? Some of these stories are heartbreaking and some of these people are desperate, it would be sad and unethical if you were doing this for your own benefit bona bangatholi lutho. Like the story of lomnumzana owathwalisa yinyanga ngephutha it broke my heart and it was very clear he was extremely distressed, he couldnt sit still on his chair elimazeke ngempela, It would be good for you to follow their progress nisazise ngeturn out njengalokhu okwenziwa ngabe Thuleleni TV , I think it is ethical. Just saying
I wanted to ask the same, lomlisa owathwaliswa ngephutha nami i noticed ukuthi sengazathi nasekhanda usemanzi
@@InternetMonk-wz9eb Very true, ushilo nje ukuthi abantu bathi kungani sesangene emqondweni, its really painful, lo naye is also appealing for help, I find it so wrong to get entertained ngokukhathazeka kwabantu bengezukuthola usizo 😢
@lotus6958Maningi ama podcasts kwa Blaqlife tv angezinkinga eziningi ezahlukahlukene, ngokubona kwami abaningi abadinga I counsellings bayaythola free of charge.On Mr Luqa's programmer uyaye acacise ukuthi kubathu abalalela abaveze umuntu ongasiza noma yena uqobo uma engakwazisanga. In the past few months kwaku o cc owayesekhathele isthwalo esakhe ngoba sasilala naye everyday, yavela nenyanga eyayizimisele ukumsiza. Akekho umuntu ofuna noma o entertainer abantu angezinkinga abantu. Yingakho beye bebuze imibuzo ukuze bacacisele abantu abanjengawe.
Ukhona ujesu kwazulu nje guys?😂😂😂
Yazi ikakhulu la kukholelwa ekutheni uJesu into yabelungu. Athi umuntu ungamtsheli ngebhayibheli into eyafika nabelungu ukucindezela umuntu omnyama.
Nabayayo esontweni bakholelwa ekushunqiseni emsamo bekhuluma nasebashona. So nje le province mhhhh
😂😂😂
KZN and Mozabique same whatsapp group 😢
Shame bhuti 😢😢 yooooo kwaze kwabuhlungu loko, lumkelani abanntu abathwele
Iprovince enesbongo ulindeleni kuyo
😂😂😂😂😂kwaZulu koNdabezitha
Sorry bafo
Angikaze ngahleka kanje. Uzapheza ukuhamba eshela amontombazane anemali🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣