Mhlongo uyindoda emadodeni, i pray that GOD bless u with a wel paying permanent job. What u did ,GOD saw u my brother,n HE wil greatly bless u mfowethu🤞🏼🙏🏼
Sooo painfully but mina my suggestion ukuthi atholelwe indawo enye cc, coz lana indawo ka trasnet ngeke asizakale khona, wakhe endaweni eyayibekelwe stimela transnet sooo vele ayilungele ukwakha umuzi kuyona😮😮, cc funa indawo bandla khona uzolekeleleka coz for nw leyondawo ykho kwakumele kuhambe ujantshi the land escapees tested the ground and no house can be build there, ngbonge mfoka nhlanzi nisazobafunela indawo
Lesimo singivusel ubuhlungu i left home ngingathandi ngoba umzali ebathanda abanye mina engangifuni angiphuzi angibhemi all my siblings bayaphuza even my younger sister uyaphuza 😢😢ngiswele indawo yokuhlala angaz udecember uzoshaya ngikuphi 😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢sengifisa nokufa kuze ngiphumule ngikhathele ilempilo ngilala ngingadlile abebengsiza sekungathi ngiwuhlupho impilo uma ungangibona ayingifanele lempilo😢😢😢mangibuka lo cc kubuya konke ubunzima engikubona.
Kunzima mhlabeni sibhekeni nako sibantu ..kodwa sinje Simo veli sbone ukuthi Kubi kakhulu..wish cc athole usizo .. syabonga Baba Shembe umsebenzi niwenzay SA
Hating kwaze kwanzima dade this is dangerous , phezu kwenhlupho Engaka iphi I family planing bakwethu , kids are a gift from God , one can have 10 if they can afford
Please share this video kuMasipala naku Human Settlement nakumaFoundation ,nakosomabhizinisi nje abakhona ngingathokoza uma ingafika nasoKhozin fm especially kuVuka Breakfast Show ,yimina uMhlongo,sibonge kubaba ukhansela ubaba uKhunju ka Ward 57 useluzwile udaba kukhona naye asaxoxa nabo,into engiyesabayo ilezimvula as kuzongena iSummer nje, #Women Help this Lady nge Womens month ,sicela usizo kosomabhizinis kwabesifazane abadumile e.g mama Nomfundo Mcoyi for Cebolethu and MaMkhize nabanye nje ngiyacela bandla ,ngiyacela nakuLadies House ,yimina uMhlongo
Mhlongo uyindoda emadodeni, i pray that GOD bless u with a wel paying permanent job. What u did ,GOD saw u my brother,n HE wil greatly bless u mfowethu🤞🏼🙏🏼
Eyyyy smakade sezulu yoohh ayyy ngeke, kulowo mzuzu khona muntu ohola 300000 engajulukanga
First to comment 🎉💃🎉
Eii sibaningi emhlabeni esibhekene nenhlupheko kunzima Jehova...
Kabuhlungu..bo!😢😢😢🙏🤦🏾♂️
Engathi angatholu sizo udadewethu.Syabonga mfwethu❤
Kwaze kwabuhlungu ukubona lesi simo sakuleli khaya ukuba ngineMillion ngabe ngibakhela indlu 😢😢😢😢
Asidinge naMillion sthandwa sami mhlampe is isimo singalungiseka ngemali encane nje oh thixo wethu ngenelela😢😢😢
The pain in her voice 😭😭😭😭@BI Phakathi please help baba🙏🙏🙏
South Africa ngiyacela nihlabeniwulawule asisizeni lomndeni kubi kakhulu ngiyacela 🙏🙏🙏🙏😢😢😢🥹🥹😭😭
Sooo painfully but mina my suggestion ukuthi atholelwe indawo enye cc, coz lana indawo ka trasnet ngeke asizakale khona, wakhe endaweni eyayibekelwe stimela transnet sooo vele ayilungele ukwakha umuzi kuyona😮😮, cc funa indawo bandla khona uzolekeleleka coz for nw leyondawo ykho kwakumele kuhambe ujantshi the land escapees tested the ground and no house can be build there, ngbonge mfoka nhlanzi nisazobafunela indawo
Baphi obaba bezingane abathathe izingane bazise emakubo kuze kulunge isimo zingaze zigxotshwe yindlu. Wahlupheka yedwa umuntu wesifazane baphi bona
Eyi noosi kwaze kwanzima emhlabeni kodwa Jesu lesisimo esinjena sinqandwa kanjani ayi kodwa uhulumeni wethu 😊😊
Lesimo singivusel ubuhlungu i left home ngingathandi ngoba umzali ebathanda abanye mina engangifuni angiphuzi angibhemi all my siblings bayaphuza even my younger sister uyaphuza 😢😢ngiswele indawo yokuhlala angaz udecember uzoshaya ngikuphi 😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢sengifisa nokufa kuze ngiphumule ngikhathele ilempilo ngilala ngingadlile abebengsiza sekungathi ngiwuhlupho impilo uma ungangibona ayingifanele lempilo😢😢😢mangibuka lo cc kubuya konke ubunzima engikubona.
Ngyacela south Africa ngoba abanye baze baphawule ngesilungu kodwa luthoke ukuzishaya😢😢😢
Waze waphila baba Mhlongo inkosi ikugcine❤. Sengath angasizakala usisi nomndeni wakhe nje wonkana. Kuyabonakala futh kuyezwakala kuningi abhekene nako usisi. UNkulunkulu ngyamthemba uzofikelela nala umuntu engafinyeleli khona.
Sibonge kakhulu ku buti osukumele phezulu unkulunkulu amubusise naye uMhlongo engathi engathola umsebenzi
God will bless you brother ❤
Syabonga mkhaya wam KwaMhlabuyalingana ❤❤
Thank you bhuti ngomusa wakho plz ppl umuntu umuntu ngabantu abosomabhizinisi bendawo mabaphakame nohulumeni makangayekeleli abantu ngalendlela ngiyethemba kuzoba nomehluko njengoba sekuzwakele.
Kunzima mhlabeni sibhekeni nako sibantu ..kodwa sinje Simo veli sbone ukuthi Kubi kakhulu..wish cc athole usizo .. syabonga Baba Shembe umsebenzi niwenzay SA
I advise ithi aktholakale uBaba umniniwendawo ngoba uzoylungisa abuye ubabawakhe owumniniwendawo amgxoshe Uma esizwa akabekhona nomniniwendawo nomuzi please
Umnikazi we wendawo ubaba wakhe usisi
Kwaba buhlungu buti ujehova akubusise hei kuyahluphekwa kweminye imizi 😢😢
Bakwethu kwesinye isikhathi kuyadinga sifanke isandla masbona isimo kugcine ukuphawula🙏
Ngiyathemba uzoluthola usizo sisi wami ibuhlungu impilo oyiphilayo.Sibonge nakubhuti obize abakwaNethezeka inkosi ikubusise
Kuzovele kufike omunye umsangano uzothi yingoba abavoti,, khona abayizilima ngenye indlela LA emnyango
God bless you brother
Hmmm ngiswele amandla okusiza cc, abanamandla ngyacela belule izandla. U clean cc endlini uqhubeke uzithande
Hating kwaze kwanzima dade this is dangerous , phezu kwenhlupho Engaka iphi I family planing bakwethu , kids are a gift from God , one can have 10 if they can afford
Mmm kwaze kwanzima Jehovah ngenelela ay muntu uke akhale ethi xakekile kanti khona bantu baxakeke ngaloluhlobo
Sizan nkosi yami 🙆🙆🙆🙆
Yhazi intliziyo yam ibuhlungu yho I Eish i vould have money to help this fellow woman 🙏
Kanti makhansel nezinduna ,aqaphela majwenzenjan ,empakathini .Jehova yima kulesisimo esakhp ,Jehova .
Yangikhalisa ke le akhoni nokuyiqeda le show.😭😭😭😭😭
God help👏 pray to God he hear now will protect 😭💔
Kanti baphi ngempel oALI BOY no BI PHAKAth nabangan babo😢😢
Kuthiwe inkululeko KULE SOUTH Africa akobe abanikazi bezwe u Jehova abenawe ntombi nezingane
Isandla sigeza esinye..simcelela usizo😢😢
Ey kunzima kweminye imizi engathi ungaluthola usizo
Ungasho uliphinde dadewethu kunzima
eish kwazekwanzima bakit ezweni lethu but siyavota njalo sicelusizo kwabanamandla nkos'yam plz 😢😢
Okubuhlungu savota but intuthuko DOLOLO abanosizo abasize bakwethu🙏
Thixo ngenelela,i wish ngabe nginawo amandla😢
Sivotelani,sihlupheka,kangaka,ngoba,nemisebenzi,awukho,sikwazi,ukuzenzela,
Ibuhlungu lento ukube nginamandla bengingafaka isandla usisi engathi engasizakala!!!😭
😢😭😭😭😭😭💘💘💘 i'm watching from Glencoe
Uyindoda Mhlongo kodw,
Eyyy nkosi smakade sezulu ayyy usizi lomuntu omnyama
Hawu kodwa cc kanti izingane ziningi kangaka phansi kwesimo esibucayi kanje mmmh engathi ungasizakala bo
Please share this video kuMasipala naku Human Settlement nakumaFoundation ,nakosomabhizinisi nje abakhona ngingathokoza uma ingafika nasoKhozin fm especially kuVuka Breakfast Show ,yimina uMhlongo,sibonge kubaba ukhansela ubaba uKhunju ka Ward 57 useluzwile udaba kukhona naye asaxoxa nabo,into engiyesabayo ilezimvula as kuzongena iSummer nje,
#Women Help this Lady nge Womens month ,sicela usizo kosomabhizinis kwabesifazane abadumile e.g mama Nomfundo Mcoyi for Cebolethu and MaMkhize nabanye nje ngiyacela bandla ,ngiyacela nakuLadies House ,yimina uMhlongo
Yeyi kubi phandle lapha 😢😢😢
Nginishayela izandla Nethezeka TV umsebenzi wenu muhle kakhulu
Oooo yini na bawo ngenelela nkosiyam
Kubuhlungu nkosiyami💔💔💔💔💔💔💔💔💔
There's also a lady who was in the same situation as this lady on Siyeza tv right here on TH-cam called Thuleleni. Contact them too
Nkosi khumbula abantwana bakho abahluphekayo
Sizani Bantu basemzansi👏
I wish you can find help for her,this is not good condition for children please SOUTH AFRICANS.
Into ebuhlungu kunabomakhelwane induna amakhansela amakhosi basibhekile isimo sakulomuzi kodwa abenzi mnyakazo kanti abantu banjani emhlabeni?no nembeza awusekho kubantu
Eastern cape let's gather here
Nkosi bhuti banqaba bañtu banovelwaño.
maziqhaqhe zonke enze izindlu ezimbini at list
😢😢😢 kwanzima Nkosi
😢😢😢😢Nkosiyam
Mmmmmmmm inositol imbusise umhlonghayiboooooo
This situation is sad
😢😢😢
#BI Phalakathi please help
5 kids 😢how old are u
😢😢😢
Kubuhlungu lento