Ugogo wayewukhokhovulo womthakathi, ngisho engasekho sisafa | UTHAKATHWA UBANI? | S1-EP31

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 25 ต.ค. 2024

ความคิดเห็น • 151

  • @thembinkosidube3918
    @thembinkosidube3918 2 หลายเดือนก่อน +3

    Sawubona we King Schaka,
    Uyahlonipheka futhi unesithunzi,
    Hawu Ma Afrika Amahle Asibonge impilo Dankoo,❤

  • @ThaboMkhabela-zs4dm
    @ThaboMkhabela-zs4dm 2 หลายเดือนก่อน +11

    King Chaka walapha ka Luca,I salute you ngomsebedzi omuhle wokuchasa abantu💪

  • @thabilemajola3014
    @thabilemajola3014 2 หลายเดือนก่อน +6

    Usisi akafune i revelation spiritual home. Uzosizakala.
    Akukhokhwa ngisho i senti.

  • @nzululwazimtolo1269
    @nzululwazimtolo1269 2 หลายเดือนก่อน +5

    I have been listening for about 10 minutes kodwa angikezwa ukuthi yini lena eyenza nithi lo gogo uyaloya.

  • @sibongilenkosi3394
    @sibongilenkosi3394 2 หลายเดือนก่อน +13

    Kwakuhle ukukubona King Sichaka best presenter ❤

  • @ndelenimlulekicyriel851
    @ndelenimlulekicyriel851 2 หลายเดือนก่อน +4

    I can tell she is telling the truth.. she is so specific in her details

  • @MsawenkosiMtshali-n2e
    @MsawenkosiMtshali-n2e 2 หลายเดือนก่อน +1

    Ngithanda indlela akhuluma ngayo usisi basethi bafo❤❤

  • @ANM-xi6on
    @ANM-xi6on 2 หลายเดือนก่อน +6

    🎉Akuthethi King S kaLuqe ingathi uyabonga Utsho kamnandi Ndodana Siyakuthanda eWestern Cape🎉🎉❤

  • @LithaMsindo
    @LithaMsindo 2 หลายเดือนก่อน +9

    You are the best presenter ever big up Luqha

  • @PhiyeloPhiyelo
    @PhiyeloPhiyelo หลายเดือนก่อน +1

    Woza the Revelation Spiritual Home

  • @londiwecelimpilo4068
    @londiwecelimpilo4068 2 หลายเดือนก่อน +15

    Vele abathakathi balalana nezingane zabo.its one of the rules of the spirit of darkness

    • @SnothileSnow
      @SnothileSnow 2 หลายเดือนก่อน +2

      What are the rest of the rules 😮

    • @JaneDoe76664
      @JaneDoe76664 2 หลายเดือนก่อน +2

      @Londi uqinisile yey Mina ngangingazi ngashadela ekhaya lomthakathi 😊 yey.. ngimnyama amadolo ukukhuleka😊

    • @effiemasuku
      @effiemasuku 2 หลายเดือนก่อน

      N​@@JaneDoe76664nawe fanele Uzosixoxela eyakho Indaba 🤪

    • @phumimabanga962
      @phumimabanga962 2 หลายเดือนก่อน +1

      Yoooo kwanzima😮

  • @NonjabuloMotaung-c7e
    @NonjabuloMotaung-c7e 2 หลายเดือนก่อน +8

    Thandaza ngempela sis uye Naka shembe trust me we
    had same problem

  • @MbaliButhelezi-r5w
    @MbaliButhelezi-r5w 2 หลายเดือนก่อน +13

    Ezinye izindaba azikholakali, kuvele kube ngathi inganekwane.😳....

  • @HlengiweNdlovu-hz8op
    @HlengiweNdlovu-hz8op 2 หลายเดือนก่อน +25

    KUNZIMA UMA UMTHAKATHI ESEGCEKENI KUYIGAZI LAKHO 😢😢😢

    • @NontobekoS-cd9bg
      @NontobekoS-cd9bg 2 หลายเดือนก่อน +1

      kunzima kakhulu ngba akulapheki but sesethemba yena umnikazi wezinto zonke

    • @NombusoBiyela-je7ci
      @NombusoBiyela-je7ci 2 หลายเดือนก่อน

      I can relate talking from experience 💔 it hurts

    • @NombusoBiyela-je7ci
      @NombusoBiyela-je7ci 2 หลายเดือนก่อน

      Mh unngumkhaya wami knt ft Mina ngisobuka olumehlo mancane olwabuka inhlangu yafa 💜 ayi nzima cc syazfanela nje nawe

    • @Lelodee8464
      @Lelodee8464 หลายเดือนก่อน

      Kakhulu😢

  • @molemoSam
    @molemoSam 2 หลายเดือนก่อน +3

    Qhubeka uthandaze my sister one day god will wipe your tears ngiyazwelana nawe 😢 qina emthandazweni

  • @RdggFghv
    @RdggFghv 2 หลายเดือนก่อน +5

    Omamezala angazi badalwa kanjani baze babe omamezala nabo babe omakoti akusho ukuthi umawahlukumezeka emedweni wakho kumele uphindiselele kumakoti kunzima mina nje ngibhekene nayo kodwa ngenza konke okusemadleni angabi in power omamezala bayayiqeda imindeni only god knows kophela

    • @JaneDoe76664
      @JaneDoe76664 2 หลายเดือนก่อน +1

      Ayi nami ngihlala ngizibuza .. shame ai kunzima

  • @mabhalakophemantini4751
    @mabhalakophemantini4751 2 หลายเดือนก่อน +6

    Wedadewethu lokutsi uyakholwa ukutsi amandla ebunyama akhona, kumele ube nokukholwa futsi kutsi Nkulunkulu akehlulwa lutho. Yena bekakhona umhlaba ungakabikhona konke kwavela ngaye. Kumele uthandaze utsi wena Jehovah uyangati futsi uhlolisisa imicango yami, ubona nalapho lingafinyeleli khona liso lemuntfu, ngibeka litsemba lami lonke kuwe ngobe wena ungaphazulu kwako konke lokukhona. Ngengati yakho Nkhosi sihlengiwe ,wena wafa wafela tsine sonke kutsi sibe nempilo lecicimako. Labanyenti betsembele endalweni tsine setsembele kumdali lowadala iondalo. Simakadze ngitinikela kuwe nakokonke lenginako kutsi kube nguwe lophila ngaphakatsi kwami manje naphakade amen

    • @nomzamomoloi1085
      @nomzamomoloi1085 2 หลายเดือนก่อน

      Ujulile nkosiyami lomthandazo engathi besingawuthandaza sonke , sibize nje leligama lodale konke

  • @KingKhells
    @KingKhells 2 หลายเดือนก่อน +1

    On behalf of the Limpopo people, thanks for elaborating on the qoyisa part 😊

  • @nomzamomoloi1085
    @nomzamomoloi1085 2 หลายเดือนก่อน +4

    Sindiswa egameni likaJesu, uqhubeke uthandaze ume. Phephisa kubuhlungu kuyazwela.

  • @ZoliswaBaleni
    @ZoliswaBaleni 2 หลายเดือนก่อน +3

    😭😭😭😭sis uyangikhalisa ekhaya lami kunjalo bhuti wami omdala nomfazi wakhe basicala njengoba usho kodwa engakuthanda nezakhe ingane aziyi ndawo 😢😢😢 wayengazi kuthi usazothola ngane zama ntombazana naye lolokhamba ngiyalwazi ekhaya sibizwa khona akulungi lutho futhi sengavuma ngathi nhliziyo yami yamkela yonke into eyenzekayo 😢😢😢😢😢😢

  • @thembingobese967
    @thembingobese967 2 หลายเดือนก่อน +5

    King Schaka bazameleni Ku Dr Gasa please

  • @DumaNomzamo
    @DumaNomzamo 2 หลายเดือนก่อน +3

    Long time unjani bhuti ngempela uyalungisa baningi abathakathi ezweni Sonke siyathakathwa kanzima

  • @prettydube5440
    @prettydube5440 2 หลายเดือนก่อน +5

    Bayathakatha Bantu basazothakatha Bantu 🙌🙌

  • @khoimkhwanazi6155
    @khoimkhwanazi6155 2 หลายเดือนก่อน +1

    Funa Ugodo Olulala amankankani bese ubuya uzobonga insizwa leyana. Noma ufune Mbatha Empangeni umshubo

    • @thobileGulube
      @thobileGulube 2 หลายเดือนก่อน

      Umbone kwi social media wena uthandi mali loya muntu akenzi lutho

  • @aggiematlhadisha5666
    @aggiematlhadisha5666 2 หลายเดือนก่อน

    Ngiyabonga for explaining ukuqwasa,and yes am pedi from soweto love listening to your show and love it

  • @vuyokazidlamini9417
    @vuyokazidlamini9417 2 หลายเดือนก่อน +1

    The revelation spiritual home ikhayalabantu life dbn cator street I promise you u'll never go wrong bazoksiza for free

  • @dutchessmminerva2461
    @dutchessmminerva2461 2 หลายเดือนก่อน +2

    Aw yehhheeeniii! Sizani niphahlaze lelokhamba😩😩😩

  • @ZoliswaBaleni
    @ZoliswaBaleni 2 หลายเดือนก่อน +3

    Yazi nkosi thin samfuna munt wokuthi abulale ukhamba kwavele kwafa yena lona kade ezesisiza 😢😢😢😢

    • @VictoriaNoAmen
      @VictoriaNoAmen 2 หลายเดือนก่อน

      phephisani😔😔😔

  • @ThulisileMsweni-zo9bb
    @ThulisileMsweni-zo9bb 2 หลายเดือนก่อน +1

    Yoooh ungayeki ukuthandaza kona kubuhlungu sifa emndenini 💔😭

  • @marthaNgaka
    @marthaNgaka 2 หลายเดือนก่อน +1

    Thank you

  • @patriciamaseko667
    @patriciamaseko667 2 หลายเดือนก่อน +2

    We miss you from Australia ❤

  • @lindokuhletembe349
    @lindokuhletembe349 2 หลายเดือนก่อน +1

    Haaa nasempangeni kuyathakathwa

  • @Thully-bs8fz
    @Thully-bs8fz 2 หลายเดือนก่อน

    😭😭😭💘 Yoh yaze yabuhlungu inhliziyo yami😢😭😭Cc qhubeka uthandaze...Ngikufisela ngathi ungaluthola usizo lolu olufisayo futhi lube impumelelo🙏🏿😢😢

  • @radithakothinane8809
    @radithakothinane8809 หลายเดือนก่อน

    Faka umlilo kulokhamba🔥🔥🔥

  • @SIPHINDILENGCOBO-tq4lr
    @SIPHINDILENGCOBO-tq4lr 2 หลายเดือนก่อน

    Yooh akekho ryt u cc like okwangempela

  • @sphadube1423
    @sphadube1423 2 หลายเดือนก่อน +1

    Yooo sisi yazi your story is exactly like ours..labogogo laba bayabhubhisa..am gald i knw your situation otherwise..was not gona blv it😢😢😢...kubi straight

  • @mtowazomate807
    @mtowazomate807 หลายเดือนก่อน

    Hi ngicela inumber yalesklobo ngimsize ukuthi asimise kanjani lesimo.

  • @yolandatatase2928
    @yolandatatase2928 2 หลายเดือนก่อน

    My King❤❤❤

  • @mphikisenimkhize
    @mphikisenimkhize 2 หลายเดือนก่อน +1

    Au bakwethu okunye kuyahlekisa kulendaba okunye kuyakhalisa kulendaba
    Sisí umuthi ungawulwisi ngomunye umuthi sebenzisani amanzi abusisiwe ninganyansi uShembe sengath ungaya bakhona uyonikela ubike lolusizi uthi ucela uShembe unqobe leladimoni elikuloya muzi wakini.

  • @zamathwala-q4i
    @zamathwala-q4i 2 หลายเดือนก่อน +1

    Waye khohlakala ugogo😮

  • @PrincessZulu-ip1gw
    @PrincessZulu-ip1gw 2 หลายเดือนก่อน

    Uphatha kahle uhlelo lwakho king❤😊

  • @NkululekoJunior-iy5uu
    @NkululekoJunior-iy5uu 2 หลายเดือนก่อน +2

    Lokuthakatha kuhamba nezithalo akulula uku dealer nokhamba😮

  • @SibongileSeribe
    @SibongileSeribe 28 วันที่ผ่านมา

    Ngiyayazi lento kushabalala kwasani ngaze ngabaleka ngakhuleka kubangcono kodwa owasekhaya uyaphila usaqhubeka ngaleso sikhathi usegugile😢😢😢

  • @LYDIAMalindi
    @LYDIAMalindi 2 หลายเดือนก่อน

    ❤ show

  • @sandilecedric2543
    @sandilecedric2543 2 หลายเดือนก่อน +2

    She is still traumatized yooo😢

  • @theestories-v5d
    @theestories-v5d 2 หลายเดือนก่อน

    Only blood of Jesus my sister...only God my sister

  • @SinikoMajiji
    @SinikoMajiji 2 หลายเดือนก่อน

    Yhoo Kanti yin Lena bazoyithola mabezongcolalela ngane zabo 💔

  • @zanellesun1534
    @zanellesun1534 2 หลายเดือนก่อน +1

    Ukhamba olunzima kanje ngendlela achaza ngayo,livede liphihlizwe nje...😯🤔ace kufuneka some ritual things nje mhlampe kwenziwe something before liphahlazwe,aii angaz nam ngyacabanga.

  • @AnnoyedElectricity-kl6cm
    @AnnoyedElectricity-kl6cm หลายเดือนก่อน

    Isimo sakho sisi siyafana nesethu sisi Koda thembani unkulunkulu uzonisiza nikhuleke nithandaze ,nathi sibulawa umama osizalayo !

  • @phumelelemthalane8316
    @phumelelemthalane8316 หลายเดือนก่อน

    Phephisa cc themba ujehova osolakhe lingafihlakalelwa lutho ungaphezi ukubika kumdali ngelinyilanga uyohleka cc wami sonke siphila kubolobo bunzima koda ithemba likhona ngokumemeza singakhathali lo owasletha kulomhlaba sikfisela okuhle cc

  • @gugulethumkhize5593
    @gugulethumkhize5593 2 หลายเดือนก่อน

    Kufuneka uye kwamhlaba uyalingana ngizwa kuthiwa izinyanga zakhona Zi powerful. Maybe they can destroy lolokhamba.

  • @LindaElvis-g5u
    @LindaElvis-g5u 2 หลายเดือนก่อน

    Kwaze kwabuhlungu

  • @ThandazileThusini
    @ThandazileThusini 2 หลายเดือนก่อน +1

    Kuzolunga cc ❤

  • @lunganinene6899
    @lunganinene6899 หลายเดือนก่อน

    Yafa imizi yomkhulu

  • @ngwanecbalcooolngwanecbalc9564
    @ngwanecbalcooolngwanecbalc9564 2 หลายเดือนก่อน

    Kwaz kwabuhlung cc qina edolweni cc unkulunkulu akubhek akuzwe abenawo

  • @thobilematutu9475
    @thobilematutu9475 2 หลายเดือนก่อน

    Cc iya e The Revelation spiritual home uzosizakala mahhala hha

  • @Sgwinya
    @Sgwinya 2 หลายเดือนก่อน +1

    Ngaze ngazwelana nosesi but udinga umuntu okhule ngokusokola njengaye ozokwazi ukumbekezelela amgeze makuqala lezichitho

  • @thembekazuma4465
    @thembekazuma4465 2 หลายเดือนก่อน

    Kwaze kwadabukisa bakithi tjoooo😢😢

  • @THULISILENDLANGAMANDLA
    @THULISILENDLANGAMANDLA 2 หลายเดือนก่อน +1

    Ngicela usisi ayomukela inkonzo yaba postoli 12 apstol church in crist

  • @johannaSibanyoni
    @johannaSibanyoni 2 หลายเดือนก่อน +9

    U JESUS uyimpendulo yakho konke ngaphandle kwemali

  • @sphamandlapatrick5263
    @sphamandlapatrick5263 2 หลายเดือนก่อน

    Bafo kuzolunga ungesabi uNkulunkulu uzolubulala uKhamba

  • @MpumiMpumi-rt5rg
    @MpumiMpumi-rt5rg 2 หลายเดือนก่อน

    Life is hard ne yooo

  • @ZamadinangweDlomo-js9mp
    @ZamadinangweDlomo-js9mp 2 หลายเดือนก่อน

    Wagqoka kahle King Schaka,kazi kubusa bani la😅

  • @SphaMkhize-dv7jt
    @SphaMkhize-dv7jt 2 หลายเดือนก่อน +1

    Gqinah idolo cc awedwa😢

  • @sanethehappypill
    @sanethehappypill 2 หลายเดือนก่อน +1

    Zange wambona ma wakho enqunu wena🤔🧐...lixoki lo sisi n uyavakala uyazi qamba ezi ztory😂

  • @NthapelisengPhidah
    @NthapelisengPhidah 2 หลายเดือนก่อน +1

    Ngiyabingelela

  • @LindiweCele-t1d
    @LindiweCele-t1d 2 หลายเดือนก่อน

    Isgwaqane uphuthu olunobhontshisi

  • @LindokuhleVilakazi-ed3hl
    @LindokuhleVilakazi-ed3hl 2 หลายเดือนก่อน

    Mmmm😢what a sad sry ayi emhlabeni kunzima

  • @siphiwegwala
    @siphiwegwala 2 หลายเดือนก่อน

    Mina nje engingakusho nisenkingeni wesisi kuyolamula ukuba athathwe yinkosi emhlabeni lowo gogo wenu othakathayo kodwa uvamise ukuhlala isikhathi eside emhlabeni kumele nikhulekele ukuba ahambe emhlabeni ngoba nisazohlupheka

  • @TyyTtt-pj1ms
    @TyyTtt-pj1ms 2 หลายเดือนก่อน

    ❤❤

  • @simlindilemakeleni3110
    @simlindilemakeleni3110 2 หลายเดือนก่อน

    Kubuhlungu 😮

  • @HappyNontobeko
    @HappyNontobeko 2 หลายเดือนก่อน

    Yoh😢

  • @MqondeniWodumo
    @MqondeniWodumo 2 หลายเดือนก่อน +1

    Wehh sis wami srry mina ngeke ngiyimele lonto

  • @NitroMandyyt
    @NitroMandyyt 2 หลายเดือนก่อน

    Angazi kahle lento Kalo cc... Eish 😢

  • @zanellesun1534
    @zanellesun1534 2 หลายเดือนก่อน

    Uthi njenge Pizza...

  • @thobileGulube
    @thobileGulube 2 หลายเดือนก่อน

    This story its a horror kodwa sifuna umuntu okwazi ukuxoxa

  • @MusaNPSIKH
    @MusaNPSIKH 2 หลายเดือนก่อน

    Ayi asiyazi ngaleyondlela thina indaba yokuqhoyisa akufani ke ngendlela achaza ngakhona siyalahleka

  • @Sokhethabahle
    @Sokhethabahle 2 หลายเดือนก่อน

    Mkhulu Gasa angasiza lana

  • @tapintomyrealitybyzee8996
    @tapintomyrealitybyzee8996 2 หลายเดือนก่อน

    My King you sure ukuthi ubuzela abangani?🤣🤣🤣🤣😂😂😂😂🤣🤣

  • @WonderMalindisa
    @WonderMalindisa 2 หลายเดือนก่อน

    Lomhlobo wama Zulu uyahlupha ngalama siko, nezimpepho, basazoni thakatha nize nazi Unkulunkulu.

  • @NonjabuloMbhatha
    @NonjabuloMbhatha หลายเดือนก่อน

    Nathi kithi sinenkinga efanayo thina saqalekiswa ukhulu ozala umah wathi soze sife sihlupheka njengo mama.. And sihlupheka ngempela asizwani nomah shem waze wafa ehlupheka kodwa eayesizale siwu 12 asikwazanga nokumsiza ngalutho 🙆jhhoo kulukhuni nje konke

  • @sindimzobe8074
    @sindimzobe8074 2 หลายเดือนก่อน

    cc ngicela uye Ku Shembe u Nyazi lweZulu uyonikela thina ekhaya sasizwa ukuyinikela khona

  • @thembamaseko8407
    @thembamaseko8407 2 หลายเดือนก่อน +1

    UNCEDO LUKHONA. NGINOMBONO, UMKHUL' GASA UNCEDILE KAKHULU KAKHULU FOR FREE. IN THIS MATTER KUNGANJANI BONKE ESIKE SANCEDWA SMAHLA NGUMBKHULU KUVULWE INDLELA YOKUBUTHEZELA INALI UKUZE UMKHULU AKHOKHELWEANCEDE U CC.

  • @doubleD1
    @doubleD1 2 หลายเดือนก่อน

    Opolly yini 😅😅😅

  • @NtokozoGumede-h2s
    @NtokozoGumede-h2s 2 หลายเดือนก่อน

    Kuyathakathwa emindenini nkosi yami.Schaka qini kulomsebenzi uyephambili usize isizwe ngoba sixkekile

  • @PenuelSenzo-pe5mt
    @PenuelSenzo-pe5mt 2 หลายเดือนก่อน

    Niyaxaka nina makholwa ngoba iningi lenu niyayphika indaba yokthakatha ukuthi ikhona mase nizobonela senmemeza ojesu la kuphikeni phela namanje

  • @VictoriaNoAmen
    @VictoriaNoAmen 2 หลายเดือนก่อน +1

    xolo sisiwam nam nalo problem hlangane na 33 nam plz

  • @lindiweshibe4507
    @lindiweshibe4507 2 หลายเดือนก่อน

    Zaze zaphila kabhlungu izingane kunzima

  • @LuyandaBhenya
    @LuyandaBhenya 2 หลายเดือนก่อน

    Cela sithethe sisi plz zakuncedeka

  • @contancehlatshwayo4146
    @contancehlatshwayo4146 2 หลายเดือนก่อน

    Yini isigwaqane ngane yami

    • @phumzileevidence4993
      @phumzileevidence4993 2 หลายเดือนก่อน +1

      Ukudlaj.impuphu oxuutshwe no beans

    • @VeronicaMoletsane
      @VeronicaMoletsane 2 หลายเดือนก่อน +1

      Abanye bathi uphuthu labhontshisi

    • @MbaliButhelezi-r5w
      @MbaliButhelezi-r5w 2 หลายเดือนก่อน

      Ubhontshisi ohlanganiswe neMpuphu.... Kumnandi futh uma ukwaz ukukupheka..

    • @nofikatikilili5
      @nofikatikilili5 2 หลายเดือนก่อน +1

      Ndiyabonga ukusicacisela mna bendicingela uba sisigwamba mix yempuphu ne mfino mixer embizeni eyi 1

  • @brendamolelekoa
    @brendamolelekoa 2 หลายเดือนก่อน +1

    You're not a story teller cc ufana nami😂❤

  • @SmangeleMalinga-v4c
    @SmangeleMalinga-v4c 2 หลายเดือนก่อน

    KUNZIMA EMHALABENI KA THIXO😢

  • @thapelocele6894
    @thapelocele6894 2 หลายเดือนก่อน +21

    Only salvation that can help you, not abathandazi,inyanga nezangoma cos bonke belongs to the darkside unfortunately.

    • @thapelocele6894
      @thapelocele6894 2 หลายเดือนก่อน +1

      Salvation helped me nkosazane, I now how you feel and that how I escape,

    • @KingSchakaLuqaTV
      @KingSchakaLuqaTV 2 หลายเดือนก่อน +2

      Amen

    • @SibusisoMahlangu-vp7ro
      @SibusisoMahlangu-vp7ro 2 หลายเดือนก่อน +2

      There is no other name that has been given to mankind okumelwe sisindiswe ngalo only the name of Jesus Christ

    • @sinenhlanhlahlophe8793
      @sinenhlanhlahlophe8793 2 หลายเดือนก่อน +4

      Not all of them. Zikhona izangoma nezinyanga eziphatha imithi ehlambulukile kuphela

    • @siphovusi4920
      @siphovusi4920 2 หลายเดือนก่อน +1

      Weeeee!😢

  • @zanellesun1534
    @zanellesun1534 2 หลายเดือนก่อน

    Sinemnyaka emngaki lesiSalkazi...?

  • @phumzileevidence4993
    @phumzileevidence4993 2 หลายเดือนก่อน +4

    INKINGA AKEKHO.GOOD EKUXOXENI INDABA😢

    • @NomceboNondumisoMagwaza
      @NomceboNondumisoMagwaza 2 หลายเดือนก่อน +1

      Uqinisile akulandeleki kahle but ngoba sithanda izindaba solalela

    • @NcamisileMbatha-sv8xb
      @NcamisileMbatha-sv8xb 2 หลายเดือนก่อน +2

      Impela uyehluleka ukuxoxa usisi kodwa uyezwa ukuthi kuningi 🥺🙄🤔

    • @NomceboNondumisoMagwaza
      @NomceboNondumisoMagwaza 2 หลายเดือนก่อน

      @@NcamisileMbatha-sv8xb nakwiaudition shuthi wahluleka ay ukuthi ugogo

  • @xichavoveronicatheka7047
    @xichavoveronicatheka7047 2 หลายเดือนก่อน

    This story was hard to follow through

  • @glenngwenya1084
    @glenngwenya1084 2 หลายเดือนก่อน +1

    Yini isigwaqana? Noma angibizi kahle?😮😮😮

    • @PrettySmart-il1yn
      @PrettySmart-il1yn 2 หลายเดือนก่อน +2

      That one meal that has phuthu and traditional beans in it. Nami Angaz bahlanganisa kanjani. But it’s really nice.

    • @MbaliButhelezi-r5w
      @MbaliButhelezi-r5w 2 หลายเดือนก่อน +1

      Ubhontshisi ohlanganiswe neMpuphu... loluhlobo lokudla lunamagama amaningi. Abanye bathi iSigwaqanga, isiphuphuthwane, isthwalaphishi, & intshaqane.... Kumnandi uma ukwazi ukukupheka...

    • @happymbonane6674
      @happymbonane6674 2 หลายเดือนก่อน

      Ama Xhosa athi umnqushu

    • @glenngwenya1084
      @glenngwenya1084 2 หลายเดือนก่อน

      @@MbaliButhelezi-r5w Ngithanda leli lesiphuphuthwane😁😁😁

    • @glenngwenya1084
      @glenngwenya1084 2 หลายเดือนก่อน

      @@PrettySmart-il1yn 😘

  • @THULISILENDLANGAMANDLA
    @THULISILENDLANGAMANDLA 2 หลายเดือนก่อน

    Uma ukholelwa esintwini kukhona udokotela ongakusiza Ejozini Kwa Mhlaba uyalingana doctar 2+2 uzomthola ku UTUBE uzokubhidlizela lokhamba ngokukhulu ukushesha mina ngendlula enkingeni efana neyakho

  • @SphesihleMthimkhulu
    @SphesihleMthimkhulu 2 หลายเดือนก่อน

    Sorry cc mangase ufike la engikhuleka khona im 100 % sure ukuty impilo ngeke ifabe ungasizakala

  • @MthokozisiSishi-v3t
    @MthokozisiSishi-v3t 2 หลายเดือนก่อน +3

    Ngisasho namanje umthakathi utholakala esontweni not etshwalen.mina nesonto khohlwa.siithakathwa abazalwane ekhaya family yethu