Ay mbuzeni is highly talented when it comes to guitar keys 🙆 salute, I bozaa Yama boss. Yaz I didn't see myself playing guitar but sowing this I'm really expired 😍😍. Wish you good luck big brothers with thing
Mbuzeni akazihloniphi yena uqobo uphuzelani nje uza kwi meeting enje isdakwa ngempela lombhemu Nyonie zodlala ngakho lokhu nomuzi we Million jesu wathuthuka bo
Ai these two boys kodwa nje singakhipha enyinto masingabahlanganisa babeyisixaxa🔥🔥🔥👌👌👌❤️👌🔥 Khabazela ndoda ai uyiqhawe kodwa kukhona laphana okumele unciphise khona ndoda🍻
Siyezwakala noma ingekho I cord....ngyacabanga uke wasizwa u Mbuzeni esidlala.....uke wadlala u Mbuzeni isgingci.....ebedlala I nkostina lo omunye....okungenzeka 2nd cord ifakwe kwi Nkostina
Yamnandi I show, I do wish u Khabazela ebengaphuzile kodwa Kuba now wonke umntu uyabona udakiwe. Kodwa ke kuhle ubona nizwana Bafana. Nyoni ndiyakuthanda ukuthobeka kwakho, enkosi Ndoda.
I like professionalism kaNyon'emhlophe 💗
You can say that again
this is soo beautiful wow, and thanks mbuzeni for recognizing Eastern Cape
Do you know the title of the song? Of that sample he played
@@irvinndlovu9118 no he just knows how to play it
@@irvinndlovu9118Mfazomnyma ngiyashisa bhe
🙌🙌🙌🙌🙌 Eyiiii izithobile lensizwa yakaJali kakhulu
Nyonemhlophe his professionalism is something else 🔥🔥🔥🤸
this is the best episode ever...seningawenza nje amanye kodwa kuphelele lana
Ay mbuzeni is highly talented when it comes to guitar keys 🙆 salute, I bozaa Yama boss. Yaz I didn't see myself playing guitar but sowing this I'm really expired 😍😍. Wish you good luck big brothers with thing
Thank you Mbuzeni for mention EC
Best episode so far. Mbuzeni has to work on his personality. I like Nyoni's composure.
Lube kuhle kakhulu uhlelo lwanamhlanj iynsizwa zincokol kuphel sizebenzisan ngokbambisasa emva kwalapho 🔥🙏engat kungahlala kunje ohlelwen ayi udlame.... syabonga mfoka Jali nomfoka Mkhize ❤️🔥🔥🙏
Wonderful show tonight, these 2 are pure Talent...
True Friendship, amabhena nyawo madoda!!!!!.
The best player kwinkostini Nyoni emhlophe👌👌👌
Ukube amaqhawe kaMaskandi bazithoba bezehlise bebe professional njengeNyonemhlophe
Yazi ngyafisa uNyoni bamnike ithuba lokufundisa ngenkostini,hhayi ungu- professor wayo
Cha akanamona umbuzeni kodwa insizwa impela🙌🙌🙌
Inyoni Emhlophe highly talented😫🔥🔥🔥
UMbuzeni wenze le interview yaba mnandi😂😂ey ungihlekise mase ethi udoti womfana uKhuzani
Kwaaaaaaaa😀😀🙂🙂🙂🙂🤣🤣🤣
Kodwa ngiqedwe ilengoma ethi wenyonii
Uhlekiswa ukut isxaxa samaxoki syamehlula😂
Nyonie Bhut Ukhule Uzehlise Njalo Ndoda 👊🙏
Syabonga kumubuso wamaciko ngokuhle okwenzela thina sabalandeli.... Ngiqale kumfoka Jali ya bhuti ukhombisile ukuth ukhulile futhi uzoba indoda kusasa ezithobile ukhule bhuti 🙏🤝... Size kumfoka Mkhize.. Cha uziphoxile mfoka Mkhize kubalandeli amangama a phuma emlonyeni wakho awafani nawe Funda kuhlonipha omunye umuntu uma sphumelele ngempilo
Phansi Emakhuzeni Winsizwa Nyoni 🦅🕊
Khuphukani Mabhenanyawo 🙌Nyonemhlophe ume njalo mfth uNkulunkulu usazokubusisa
Akhuphuka ngempela futhi uNyoni umandla kakhulu futhi.
Mbuzeni akazihloniphi yena uqobo uphuzelani nje uza kwi meeting enje isdakwa ngempela lombhemu Nyonie zodlala ngakho lokhu nomuzi we Million jesu wathuthuka bo
Ndayizathanda ezitsizwa ndiyavuya xabephindè bahlanganà.. 👍👏👏👏
Mbuzeni yinkunzi yesdakwa leyi 😂😂🤣 khuphuka lapho Nyon' emhlophe🔥🔥🔥🎶🎶🎶
Unjeni sdalo bafo akadakiwe😅
Hhawuuu amanga lawo udakiwe lomfana
Utshwala sebamngena egazini. Ngyamkhumbula eqala kulendima eza kabi impela owangakithi eMkhomazi
@@mfundombatha9227 🤣
Akadakiwe umbuzeni unjr indlela edalwe ngayo
Unyon'emhlophe yindoda ehlonipha kakhulu sengathi Umvelingqangi angambusisa kwi ndima yomculo ngethalende lakhe
Ai these two boys kodwa nje singakhipha enyinto masingabahlanganisa babeyisixaxa🔥🔥🔥👌👌👌❤️👌🔥
Khabazela ndoda ai uyiqhawe kodwa kukhona laphana okumele unciphise khona ndoda🍻
Mbuzeni wente kwabamnandi ku episode 🤣🤣🤣💯 siyabonga
Kodwa Mbuzeni........😂😂😂😂😂😂😂😂😂🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣nomfoka jali niyazwana yini pho.....asiyekeni ukugxeka bo ngishi Nakini emakhaya zonke ingane azifane ngisho nakini phambili Babhemu....we like you
Imfene is one of the best maskandi styles ❤🌍🛣
♥️♥️Bafwethu ngyanivuma mina ngiyafisa ukuthi nihlangane ngifake nobaba uphuzekhemisi nivele nibuyise isxhaxha sodumo
Lol uMbuzeni umanzi nte...😂Kodwa isginxi uyasishaya🙌
Kudakiwe lokhu okunguMbuzeni kudle ugologo
Wow one of the best performance ziyakhala ngempela ke la 🔥🔥🔥
Yaze yamnandi into engiyibukayo, yerrrrrrr!!! zangichaza lezi nsizwa maaan!
Alukho uhlelo oluke lwafika kulolu ,I salute u Mabhenanyawo muhle umsebenzi ,nibakhombise ukuth asilwi eMkomaas siya ngcwenga
Ngiyabonga ngengoma yechalahaaaa aw Suja madoda Nyoni emhlophe
Labo bhut abadlali izigingci zama Qhawe asalala kodwa Badlala Izingoma zabo, kumele ingoma siyizwe iqala ukuth ubani ke lo, Hamba Bhemile UMNTUYENZIWA AKEKHO ONGAMVIMBA 💪👍
Khuphuuka Khabazela...Khuphuuka Nyon’emhlophe🤣🤣🤣🔥🙌🙌
Mbuso wamaciko akukho isoka elingenasici, Mina ngiyawabona amagalelo enu Inyoni emhlophe bengingamazi kodwa iyaphusha leyonsizwa, sisazobazi abaculi abaningi ngani ngiyabonga.
Nami kukhona enginakho engingathanda ukukuveza kodwa bengingacela ningiphe inombolo noma I email ngixhumane nani.
Big shout out from Qatar 🇶🇦 🙌
For masterclass of umculo wakithi wesintu niyibambe apho bafowethu😁👌🙏🇿🇦
Wow Nyonemhlophe professionalism uziphuzele umbuzeni
#AwuwelwaUmkhomazi suuka 🙌✨❤️
Siyabonga bakithi nge South Coast yethu. ❤❤
Syabonga zinsizwa noma u-Khabazela edlile kodwa u-Jali is very professional phambili Nyoni emhlophe
Hawu bafowethu! Kwathi angehle ngiye le ezweni labantu!!!!!
The best interview
Kwakhuluma into enenqondo okunguMbuzeni noma kuphuzile nje"kuxabana abalandeli thina basibone siziohuzela ndawonye, lento thina iyasisebenzela"
Enjoyed the show💯🔥🔥🔥❗
Wow yazi selokhu ngiboka loluhlalo angikaze nginethezeke kanjena siyabonga kumbuso wamanciko kant nobaba ebenisibizele bona chah abayisibuko esihle kakhulu 💖💖💖
Bedle amanzi amponjwana bhut wabantu
Bakhuphuke kakhulu ngalena ethi Ngafa kaShwi noMtekhala🤞❤ uNyoni ngyamnika 🏆 aphiwe lamaqhawe yikho ukuthi iqiniso alikho la kumaskandi
😂😂🤣 BEST SHOW EVER SO FAR
Mjaji
Bafwethu sybonga kakhulu lamhlanje mina ngibheme ngakhohlwa nakumbuso wamaciko ngokusilethela lamaciko 🙏
Ngeke ngthule ngingasho lutho
Haibo yei amabhenanyawo lawa ngavele ngawela umkhomazi ke mina ngphikelele eNMZ
Yaze yamnandi show Mbuzeni noNyonemhlophe zigadlana kamnandi lezinsizwa hai kodwa esethi ngeke baye phesheya laba bakithi ngoba abazi lutho osiginci Siyazibetha 😂😂😂😂
Khanindifundise ntsizwa zakithi 🎸asbonge mbuso wamaciko what a nice show 👏👏
best interview ever
Nyonemhlophe 👌🏾🙌🏾🙌🏾 ay Mbuzeni uzdakelwe uzophupha lo
Usephuphile vele
Mhlambe kumele abacul bengatalabhana kungasiza ukut babuye babonakale bendawonye kukahle ukwenzela ukut nabalandeli bakuqonde ukut akuliwa kungumdlalo💥
ay bafwethu bengingaz ukuthi umbuzeni utop ngaloluhlobo mmhhh 💯 to umkhomazi
Best podcast ever 👌 👏 🙌 ❤
Ziyakhale ke manje 💫🔥🎸
Mina ngyohlezi nginokugxeka if kuza eSouth coast,if ngingabuza Mbuso wamaciko since benibize abadlali bezigingci ababili kwenziwe yn ukut namuhla icord ibe yodwa kmele ukut amabhenanyawo alokhu ebolekana ngecord kanti kwabasoThukela bebengalokhu bebolekana bebedlala nje umuntu ngeskhathi anikwe sona?Ngizodlulisa ukubonga emacikweni aseSouth coast ngokubekezela kule ndima esebenza ngamakhono awo ecindezelwe kubahleli ,Ngibonge kakhulu kuNyomemhlophe ukut aveze ukut isginci uyasidlala bese anandise ngenkostina kunalolu phondo abasebenza bebanjwe ngalo,ngbonge bhuti mbuzeni nikukhombisile ukukhula mabhenanyawo
Angiyiboni into oyikhalelayo bhuti,kahle kahle ayikho into oyikhalelayo
Siyezwakala noma ingekho I cord....ngyacabanga uke wasizwa u Mbuzeni esidlala.....uke wadlala u Mbuzeni isgingci.....ebedlala I nkostina lo omunye....okungenzeka 2nd cord ifakwe kwi Nkostina
@@fourlywood1121 ukhalela ukuthi oMntuyenziwa bebedlala kahle bengabolekani lutho kodwa manje lezi ezaseMkhomazi seziyabolekiswa kube into engahlangene...ujahe ukuzophawula into engekho ungafundanga
Yayingekho i cord b4 iqale ngalaba msoon
@@nhlakaniphoclyde9998 yayikhona kuFalabo icord ixhunyiwe kanti kuMntuyenziwa kwakubekwe imic encane esigingcini...ungabheka mawuthanda mase uyabuya uzofakaza
Labobaba bamnandi engomeni Yaz indlela abaxhumana ngayo Iyamangalisa bayaku Enjoyer ukudlala live bafw2 umona phansi
Nyonemhlophe ukhulile bhuti!!! 🙌🙌
Yaz ubeke umoya phansi
Irazo le iyayazi into eyenzayo
Aw wakhuphuka uMkhomazi madoda🙌🏼🙌🏼🙌🏼
Ngaze ngahleka nkosi 😅😅😅mbuzeni unamahlaya ayi
awavunye amabhena nyawo🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥
Akhuphuka amaciko kamaskandi madoda#amabhenanyawo yinhle lento yenu baf2 🙌
Xabana abalandeli osibona sihleli siphuza thina nina niyalwa kodwa lol bamba lapho mlandeli 😂😂😂😂😂
Ngathi udakiwe nje Mbuzeni😂😂😂😂
Aw nami ngiyabona
😀😀😀😀
🤣🤣🤣🤣🤣🤣nami ngibona kanjalo
Zikhala amantontonto iginci zalababhemu ayikho ingoma khuphuka Jali🔥🔥🔥
The host is so professional. Keep it up pumpkin👏👌
Losisi senginokumthanda yaz, ngiyam'fila smakade ❤️❤️
Selokhu yaqala le show angikaze ngihleke kanje😂😂😂😂😂
Nam ingihlekise kakhulu le
Uyakhathaza uMBUZENI yey ngeke. Ugoloza yonkinto
🤣🤣udakwe umanzi
Likhulu talent kulezinsizwaa
Mbuzeni uyinkunzi and uneqiniso
Khuphuka nyoni💯🔥🔥🔥
Best podcast
Cha yinhle lento iyathandeka, kodwa Mbuzeni amagama aphuma emlonyeni wakho aqosheme ndoda zama kuqoqa ulwimi lakho. Akhona ndoda awenzikahle lapho umculo wakho siyawuthenga nd umnandi kodwa amagama ayizwisana azogqilaza wena ekugcineni. Kuhlonishwana kabili, aykhona ndoda thintitha uthuli emaqakaleni akho. Impumelelo neziphiwo zeni siholeni ngazo 🔥🔥🔥
I play music on Spotify but angidukeli kuMbuzeni iqaqa lento unya ngomlomo
Inkuzi yesidakwa
Ngiyayithanda lensizwa ayixokizi imtshela nqo umuntu, akudlalwa ama cd.
Engabe lomgodi ovulwe ngama Bhenanyawo uyogqitswa nguban ? Laba bangakit bande mlonyeni.Sesthembele ku Jaiva angaz noban ngoba shaya kwasani amabhenanyawo .ngiseMsinga mina
Ngiyamuthanda u Nyoni emhlophe ukuba bengiyitsitsi bengizoziyela emunyango wakhe ngifike ngithi nyoni ngithathe
I approved from Namibia 🇳🇦 walvis bay
Kant Nyoni wavunywa nalinxele likaMgquzula
Khabazela ikhono unalo impela
....kodwa komele ehlesi kancan' inkamb' zika pharo
Next time sicela inyon emhlophe vs mntuyenziwa siyacela Hai kabi 🙏🏽🔥🔥💯
Asethembe umbuso wamaciko uzwile kuze kucace kuth ubani inkunzi
Au lapho kuzosha, kuvuthe I studio dominos wamaciko🤣 kuvuth’ amalangabi
Yey kofiwa kakhulu
Ngyanizwa madoda ngise Reo de Janeiro eBrazill, ayachazeka amaPortugues kodwa sengifile ukubachazela ngesingisi naso abasazi kahle isilungu
"Dlala inkostina phela unguboy wena🤣🤣🤣🤣 kuze embusweni wamaciko kudakiwe okunguMbuzeni
41:10 best of the best 🌷💥💥💥💥💥💥💥
Nice🔥🔥
Yaa uyasdlala iSginci uNyon' emhlophe. Futhi imnandi into yakho qhawe lami
UmfokaMkhize ngisho uMbuzeni hhay Cha uyasishaya isiginxi hhay kancane 🤣🤣🤣🤣
Iyabugcina ubushushu iFlask kaMbuzeni,oko ebedakwe iqala nje interview 😂😂😂
Too much talent lana👌👏💯
Kakhulu 😂😂 bafo
ndiyonwabele ndayigqiba le program😂😂😂
The best show💯🙌👑
Please buy more cables hhayi lento yokugxumagxuma
😂😂😂😂😂 ungiqedile lapho ke "Yokugxugxuma"
@@xolilefadana559 serious yazi nje two cables solve all this disorder abayenzayo
Iyacasula
Yamnandi I show, I do wish u Khabazela ebengaphuzile kodwa Kuba now wonke umntu uyabona udakiwe. Kodwa ke kuhle ubona nizwana Bafana. Nyoni ndiyakuthanda ukuthobeka kwakho, enkosi Ndoda.
Yamnandi into khula njalo mbuso wamaciko alisali elendlamlenze Uma kukhulunywa ngoMaskandi fanele kodwa inkosi yomaskandi bonke bephele niyazidlala iginxiiii suka😂😂😂😂🔥🔥🔥🙌🙌kodwa ngeke nifike kuBhemile🔥🔥🔥
wenza kancani lo Bhemile wakho...
Khuphuka lapho Nyonemhlophe, kodwa nkosi yini ngempela bengakuqathi noBhemile zikhale nje bukhoma kubuke izwe lonke
Cha Nyon'emhlophe inhlonipho ibuzwa kuyena yey lobhuti uzithobile umoya wakhe nje uphansi angifuni ukungasho bafe2
Okwangempela nam bengingamnaki. Kodwa namuhla ngifunde lukhulu ngaye
@@sphamandlantetha1733 impela bhuti
Awu nangakithi unjena mfethu uhlonipha ngisho uhlanya
😂😂😂mbuzeni legend 🙌