yekani umona bafethu ustayela uyawenza lo shuni wendidane , kwekani umona bafethu mina sengyivumile lendoda.............................................asivumeni
Isegazini lento Stayela mfano mncaaaanoooo up up up mina ngiduduzekile ngezwi lakho Yes ngaphuma kudala kwezikanogagu ngangena kwaGuqa futhi ngi happy khona but yinhle into Staaaayeeeeeloooooo🙏🙏🙏
Umona phansi uStayela uyawushaya loshuni weNdidane ukudlula uPotso
ukuqhathanisa akubalulekile, khula plz
uPosto akaculi ushuni kaGcwensa uziculela okwakhe nje ngakho ke asikho isdingo sokumqhathanisa noStayela
Injalo nje qha bamdlela umona o Potso
Ungaqhathi inkosi kaLive namavukane ke zalo ungisiza uPotso noDlubheke amakhosi kaLive ungawaqhathi namavukane
Fuseki abakuyeke Ngwane ubashaya ngqo
Sphamandla M Mdletshe
winkunzi khanyile phansi umona.
Uyabona mfwethu umuntu uyafa evuke ngiyakutshela mina
yekani umona bafethu ustayela uyawenza lo shuni wendidane , kwekani umona bafethu mina sengyivumile lendoda.............................................asivumeni
Mpendulo Mathenjwa sesivumilooooo uyayenza lento ustayela
Ngyezwa stayela uybambile lengoma yendidane
Sizwe Mdakane x0
Syabonga mfana wasikhumbuza itswele elasinda lodwa kunina uhele ebhilidile #syabonga ndoda ukiwo loshuni akekho oyofana nawe ngokulingisela ischomane👌🎤👈.
Hamba mfana uyophatha amageza Vele azifele
uzondelwani ustayela , bafuna kube yibo abaphethe ingama lendindane , ngeke nilimele ninodwa likhulu kakhulu
Uhleli kushuni weNdidane okukaMlabalaba ehleli kushuni weBhova ❤❤❤
Pontso should have taken lomfana in and carryon with music.. #ngingulandeli weNdidane .. uyangibusisa lomfana mani
I don't understand why you say u posto kube wathatha lomfana real who should have taken who lapha u Stayela ungaphuzu ka Posto ngokuphindiwe
Ngithi konakele konakele bafana,nasoke isthutha sembongolo...awuzwe la!
Kuthi mandilile haaaawuuu lensizwa bambe apho undikumbuza ndidane may god bless you Eastern cape behind you 🙏🙏🙏🙏🙏🙏💓💓💓💓💓💓😭😭😭
Stayela wangikhumbuza indidane...may his soul rest in paradise...ksamele nishaye ingoma nokhuba ezosikhumbuza mtshengisen nokhuzan bexosha amabuka
Stayela mfanoo khawuncedise ukhuzani siyashisa esashlalo abekwe kuso .....abafana abanomona bagadla kuye bonke
Isegazini lento Stayela mfano mncaaaanoooo up up up mina ngiduduzekile ngezwi lakho Yes ngaphuma kudala kwezikanogagu ngangena kwaGuqa futhi ngi happy khona but yinhle into Staaaayeeeeeloooooo🙏🙏🙏
Engathi ningaqhubeka lakwagcina khona ibhova nendidane ugadle kuMqilazi wedixa ngoba naye ayi uwenzisa okwebhova
Kusandidanyana loku
Eyezinsizwa lengoma...shaya Stayela badide
ukubekuyangami ngabe ustayela u..leadela amageza amahle i swear ngabe izindondo lekwagogo felengkanini zisengezethu lomfana lo indidane straight bt ke umona umona sothin
uyayishaya ngempela u stayela ingoma ngiyakhumbul ngiseyigidangom lakhe
Kube i fair ikhona ngabe yiyo indoda eya replace indidane.
U shayile Stayela ,,, ake ngith nje GREAT,,,AWFULLY GOOD,,,umona uyohlez ukhona ,,,kunomoneni abavele baphiswe uku comment udoti wodwa,,,,SILENCE DOES'NT kill mawungaz uzothin thula phela nxxx
Ingoma kaMajotha le ...yebo ngiyavuma kushuni Stayela
sisemvakwakho Stayela ubambe nje kanje ngaloshuni
Qhawe langempela ...Up Up Stayela asikhohlwe ngoPotso
Wavuka ushuni weNdidane....Sihamba nawe Stayela
Ngima nawe lapho bafo, ay nam ngihamba nayo lendoda
UThixo uyazenza izinto zakhe,indidane ivukile makunje.
Shayile mfanoooooooh👌
Hawuu sukaaa madodaa zasho ngengoma ezenyamazana
Indidane uqobo lwayo leyi kanty alivumi ngani
Ushayile lana nkuzi kudilika umthangala .uyibambe laphoko ungabusahlehla
NjengoMlandeli wendidane ngithi Up Stayela nayo indidane uqobo yamuvuma yaze yamupha nendondo yayo,kwasekuthi uPotso waxakwa uMona
Ai nizalelwe inja endlini bafana bakithi if nisamzonda nisenkingeni wayekade edleni yenu
Ngoba uyaziculela nje kahle futhi
Yaz lo bhuti ungikhumbuza uMtshengiseni
Bafowethu vumani mawsekhona Velo kumageza vusani indidanooo ekekho omunye uyeloo
Ingoma eka mfana ujotho kodwa ke uygxoba ngestayela sendidane
Amageza kumela ngabe alandela lomuntu
Khuphuk Ndidane 2 ngyakuzw mina winkinga
Stayla uyabachomela bhoti ungavumi sihamba nawe ngoku onomona maka yeke enkosi bhuti
Uyacula impela weStayela uyawazi loShuni, kodwa phuma ehlathini nsizwa, yeka ukufudumeza ushaye into yakho ikhono unalo ngqiii
Woooooooola makhelwane wooooza mfaaaaaanoooooooo....
Yho ingathi yiNdidane kanye ndiyamthanda marn yhooo
Kumele usebenza kunye noPotso lendoda yho iyadlala kakuhle
Tamsanqa Thamie urt bizo
uyibambe lapho stayilooooooooooooooooo
Up up up stayela.
Dlala mfokaKhanyile umthetho uyavuma
Uyafana noGcwensa kwase busweni yho UThixo akaxakwa ku Replacer
Aiiiiiiiii ngeke abamyeke lomfana uyayenza lento futh uyakude impela
Ngyavuma mina iyona stayela
usentshontshe ingoma kaMajotha
Khuphuka Stayela
ai ngiyayivum loshuni
Uma ungayeka ukweba ingoma zabantu phela ingoma Kamfan'uJotho ehamba no Sgwebo
Nazoke qhawe usefudumeze ingoma kaMajotha enoSgwebo
Uyinkunzi yokukakwa mfoka khanyile lomfana ophethe amageza akakubize ngoba uyiphiwe lento yendidane ngyavuma mina vula isibhaxu khanyile
phela uPotso akadlali ushuni weNdidane.uqubeka emsebenzini ebebewenza ndawonye futh nje wenza u(1).angith alayena ulingisa
Khuphuka stayela
EXACT COPY phela le hahaha.. ngiyavuma
Sbonge qhawe
Indidane nebhova baze bayenza indaba emculweni kamaskandi.
gxoba mfo kaKhanyile slalele yashingoma
Ngiyavuma
Uyayenza lento lobhuti
kuphuka lapho magaba makhe wami
Wangikhuphuza indidane Nqgooooooo
Min nj ngi gud
Kanti uqopha nini okwakho bafo ngoba u remix ingoma kaMajotha
Kade ngayisho lento!
INZIMA LENKUNZI
Looooool
phekwabo stayela
kunjalo bafwethu nabangaboni boze babone
Kkkkkkk stayela mfana
Umfudumezo wodwa lona khehla ufudumeza ushuni,,ufudumeza ingoma kanti kuphi okwakho weMame ontozabantu
noooo ingoma endala lena , noMajotha akusiyo eyakhe ingoma yaseMgangel
eni lena baba
Qhubeka bhiti nathi simamele kwelakwa Xhosa ngeke sikuthande sonke singabantu
uhlalph wena ngoba lengoma nam ngiyaz engakaycul umajotha,,,inking uthanda ukukhuluma ubhimba noma u commenta,,,,,,opposite minded,,
cha uwushay kahle ushuni wendidane kodwa phel uthathe izinhlamv zengoma ka MAJOTHA LA
usho kimi ?
Loolool
Eiy'nina ayikho inteculiwe la abanye bathi aksiyo ekaMajotha uban othe ekaMajotha eyaseMgangeleni so why bey'phindaphinda kuMaskand ay'kwaz uk'bhala lento ihlulwa ithwasa leNdidane
Sicoma kucomeke
mxm fusegi lobhuti akoke azame ukwenza into yakhe nje ayeke ukubonela kwabanye abaculi. uyacika nxeee
Ubukele kobani?
Ucula ehlathin
Ngicela nimshute bandla
Eww cha ngiyamfuna lomfwthu ngimtholaphi nje mpela