Bathuka u Ali igeza mgube l Mthandeni SK ft Mawhoo l Ntencane l Menzi l Inkosi Yamagcokama l Duncan

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 6 ต.ค. 2024
  • IZWI LAMACIKO.
    EZIHAMBA PHAMBILI. ......
    Engabe kuyikho yini okwenziwe umlandeli kumculo kaMaskandi Ali iGeza lakwamgube ngokumethuka???
    Ali Igeza lakwamgube
    Ntencane Wamagitara Music
    Inkosi Yamagcokama
    Menzi Music
    Duncan S.A
    Mthandeni SK Ft Mawhoo - IGucci
    #ezihambaphambili #podcast #trending #radio #tv #enhlembali #mkhize #umgalelo #entertainment #comedy

ความคิดเห็น • 22

  • @MzuveleSikhakhane-wl2qv
    @MzuveleSikhakhane-wl2qv วันที่ผ่านมา

    Mina ngfisa ukubona abalandeli Baka khuzani bedansela ingoma ka Mthandeni naba ka Mthandeni bedansela ingoma kakhuzani Kube mnandi emculweni Goalkeeper ovimbela izishane ongachemile 🇿🇦💯❤️‍🔥

  • @sisangqaba-fo4rl
    @sisangqaba-fo4rl 3 วันที่ผ่านมา +1

    Amablue nation umasedakiwe uyayidansela igucci but bathi umsangano wengoma

  • @khayelihlemakhanya1623
    @khayelihlemakhanya1623 4 วันที่ผ่านมา +2

    Yazi abantu kufanele bafunde ukuthi umculo yinto yokujabulisa thina balandeli abalandela umculo asikho isidingo sokulwa ngoba ingoma inesikhathi sokuthi ikuvume lento eyenzeka kuMthandeni isazokwenzeka nakwabanye abaculi ikeyenzeka nakwabanye abaculi yingakho kufanele noma ngabe sisondelene namaqhawe athize kufanele samukele ukuthi sisazophinda sifike isikhathi lapho nalo lizokhipha ingoma ezojabulisa abantu abahlukene uma sikhombisa ukulwa nabanye abantu lokho kungamethena amandla ngoba kuzoba sengathi sinokuwangabaza amandla wakhe ukuthi yena angacula ingoma ezobasezingeni lezimbangi zakhe

    • @MRFRIDAYWABANTU.
      @MRFRIDAYWABANTU.  4 วันที่ผ่านมา

      Khayelihle Makhanya.❤ Yabona lamagama akho ngifisa sengathi bonke abantu bangawabona, ikakhulu kazi laba bantu, okbukeka sengathi abawuqondi umculo ukuthi uyini.
      Asikwazi ukulwa noma kungafane.
      Khayelihle Makhanya.🤝
      "Lento Eyenzeka kuMthandeni isazokwenzeka Nakwabanye"🥂

  • @bawelilengubane6863
    @bawelilengubane6863 4 วันที่ผ่านมา +1

    Abantu abehlukane nothing imndi igoma ka Mthandeni bakwethu

  • @lindokuhlekhulasande4139
    @lindokuhlekhulasande4139 4 วันที่ผ่านมา +1

    He made these people imikhovu. Thy can't even think.

    • @MRFRIDAYWABANTU.
      @MRFRIDAYWABANTU.  4 วันที่ผ่านมา

      Lindokuhle ba4, ngiyakuzwa mfowethu.❤️🤝

  • @SiyabongaNgwazi-w4q
    @SiyabongaNgwazi-w4q 4 วันที่ผ่านมา

    What if akusibo bakhuzani labalandeli ababhala kanje cz nabalandeli bamthandeni bangakwenza lokhu ngoba befuna ukube sengathii abalandeli bakhuba bathuka inhlamba inkinga nonke nithanda izindaba zabantu if imnandi ingoma imnandi bt bayekeni ke bazizweli bona need ngaba force ukt bayincome bengakoyizwa kahle cz umlayezo engomeni siyawudinga abanye abaculi abaculeli amantombazane

  • @lindokuhlekhulasande4139
    @lindokuhlekhulasande4139 4 วันที่ผ่านมา +1

    Sebenescefe manj abalandeli baka Khuzani.

  • @NdodanaMncube-kg1zb
    @NdodanaMncube-kg1zb 2 วันที่ผ่านมา

    Uyagula lomlandeli mina anguyena uMlandeli kamthandeni Koda ingoma zakhe I especial kuParis kuze kulezi ezimbili ngiyamlalela njalo zimnandi ingoma zakhe mina nginguMlandeli weNkosi yomsikandi eyashiya ubukhosi bayo kulomhlaba

    • @MRFRIDAYWABANTU.
      @MRFRIDAYWABANTU.  2 วันที่ผ่านมา

      Sukaaa Ba4, ngikuzwa kahle mfowakithi. 🥂🤝

  • @NtsindisoMso
    @NtsindisoMso 4 วันที่ผ่านมา +1

    Sihlava esibike esi senzekayo mihlayonke kubalandeli baka khuzan n yena ababonakali nakancan ebakhuza egamen lakhe bethukela abantu abongonelutho bevuyelingoma akangathuli nangumthanden wamkhuza owakhe nje yena uthulelen

    • @MRFRIDAYWABANTU.
      @MRFRIDAYWABANTU.  4 วันที่ผ่านมา

      Mmmm, ngiyakuzwa Ntsindiso futhi leli iqiniso. 🤞
      Akabuyise Abalandeli endleleni.🙏🙏🙏

  • @KhethiweMthembu-r1z
    @KhethiweMthembu-r1z 4 วันที่ผ่านมา +1

    Sicela nike nisilandela ukhuzani sikesizwe yena uyajabulani yena ebona abalandeli bakhe bethuka abantu bethuka nehlamba futhi nabo banelungelo lokujaivela ingoma emnandi abangvukwa ulaka abehlise ihlamba nomona

    • @MRFRIDAYWABANTU.
      @MRFRIDAYWABANTU.  4 วันที่ผ่านมา

      Khethiwe Mthembu kulungile sizozama kanjalo, iscelo sakho sifanelwe ukugcinwa.
      Siyabonga. ❤
      🤝

  • @kholwanisiziba6397
    @kholwanisiziba6397 2 วันที่ผ่านมา

    Umgodi kakhuze abalandeli or azame ukubavala umlomo nomona akhiphe ingoma emnandi njengoSk

    • @MRFRIDAYWABANTU.
      @MRFRIDAYWABANTU.  2 วันที่ผ่านมา

      Yebo nakanjan kuyothula kuthi nyaa.🤝😊

  • @mduduzisithole3704
    @mduduzisithole3704 4 วันที่ผ่านมา

    Akabakhuze nje umgodi abalandeli bakhe. Bayadina

  • @NtsindisoMso
    @NtsindisoMso 4 วันที่ผ่านมา +1

    Khuzani akanqande abalandeli bakhe bqlwenabanye abalandeli ayi lento bayenzayo isiphelelwe yiskhathi asidlaleningoma zamaciko siphume ezintlamben

    • @MRFRIDAYWABANTU.
      @MRFRIDAYWABANTU.  4 วันที่ผ่านมา

      Yebo, kunjalo esokwethukana iskhathi siphelile.🤝