Mina I was 5 years ngiqe dile eskoleni but ngiseseyingungluza and kwakusasele 7 years wonke before ngikhethe inkosi kodwa ngithanda ngendlela exakayo lentshumayelo ngize ngaykhetha 2014 inkosi sengina 31 years on my birthday ngina 40 manje ngigcwele ubhavu ngiyinhlalisuthi yoNyazi lwezulu forever
Ngalezikhath zo 2007 ngangingakayaz nokuyaz indaba KaShembe usukhumbule Shembe masesikubonile singaliwa ebusweni bakho
Oh Mfundisi weNkosi obethi uma exoxa indaba ungasali nakancane uyizwe kahle....ohhe akekho owayazi ukuthi sobhala kanje uMfu weNkosi usebuyele kubo ezulwini ..
One of the best kwezika Rev Gcwensa ngivele ngikhumbule uThingo madoda😢😢😢
Yebo sonke sine feeling enjalo
Wayesashaya into ecokeme kakhulu
@@southafricafunnymedia7744 kakhulu Mtaka Bhombela
Hamba nathi Nkosi kwindlela zonke esihamba kuzo kulobu bumzima bomhlaba. Amen
2024/10/11 RIP legend
Baba Mkhululi weboshwa uze usikhumbule
Wakhulu umfundis nkosiyam kaze min nkosi ngabe ngiyakunika yin indawo yakho shemb nkosi ngibhathe ngigasuki kuwe Shem
Umfundisi ugcwensa ungiphathela kamnandi inkonzo kaShembe uNkulunkulu wethu
who's with me in 2022. I was there live in 2007 doing Grade 8
Waz doing Matric 😅😅😅
@@mphiwarbhunushozi1695 Shozi, nizingqwele, usisi wam Omdala was doing grade 11😂
Mina I was 5 years ngiqe dile eskoleni but ngiseseyingungluza and kwakusasele 7 years wonke before ngikhethe inkosi kodwa ngithanda ngendlela exakayo lentshumayelo ngize ngaykhetha 2014 inkosi sengina 31 years on my birthday ngina 40 manje ngigcwele ubhavu ngiyinhlalisuthi yoNyazi lwezulu forever
😂😂 I was doing grade 6 ngisalandela uMama.....
Kukude kwaShembe😞😪😥😭😭 uShembe sengathi njalo angayethola indawo kwezihliziyo zethu angasuk😓😢
Another year ngyabonga shembe Nyazi lwezulu♥️❤️
Nkosi yamakhosi uze ungikhumbule baba!
Shembe Nkulunkulu mdali wezulu nomhlaba sikhumbule njalo baba
Siyabonga inkonzo emnandi kababa umfundisi uGcwensa
Ay lomfundisi ujulile
One of the best of Rev Gcwensa
Ngicela oyoke angsendele izintshumayelo zaMfundisi uGcwenza,Chiliza,Shozi Mvubu aqale ngoGcwensa ezengoChiliza, zonke anazo angiphe
Uzusikhumbule nkulunkulu woNyazilwezulu
Mhlampe ushembe seyazisola impela njengoba sekuphendulwe ibandla lakhe alakhe kabhlungu k as nje sekuhlatshelelwa izingoma zangaphandle
Iyangakha emoyeni nasemphefumulweni lentshumayelo amen
Koda ubabagcwensa awuh unyaz alusbekele yena
Nyazi lwezulu masihlakaniphele kwasezulwini singahlakanipheli komhlaba ngoba lokhu komhlaba kuyaphela kodwa okwasezulwini kungunaphakade.
Nokulunga Mnikathi
Nokulunga Mnikathi me
Uyawuzwa koda lowomhlabelelo
khumbula umndeni wami ongasekho uwuphe intethelelo emacaleni abawenza besaphila kulomhlaba🙏🙏
Uvusa umunyu lomfundisi wenkosi
siyabonga nkulunkulu wethu
I still watch in 2019
Mina nango 2020 ngisayilalela 😁
Imnandi nayi nkonzo olwethu unyazi nongamthandi uyoze amthande shembe is the wayyyyy 🙏 😍
In 2021 100% uNYAZI LWEZULU
2022
2023
Nkosi yezulu nomhlaba limingawe igama lami encwadini yokuphila
mmmmm NKOC ngithole nami ngingumtana wakho BABA
Thixo wamaZulu uze uskhumbule🙌🏿😭
Thixo wethu
Owethu Sonke
ngyabonga mfundisi
Hmmm NKOSI YEZULU NOMHLABA. Ngyabonga Natesa
Nkosiyam ezindleni zam zonke zemoya emibi ungikhumbule
shembeeee ngyokthanda ebhleni nasebubini
Zibuyisile Buyi nongalthndi uyoze althande
Yazilwezul ngez ngikuthand ngikwesab nkulukhul wokhokho sicine imthetho yakho shemb siyakuthanda nyazilwezul nkosi ngez nami ngifane nomfundis uGcwensa ameen
weNATESA umuthetho wemu yini indaba ningasifakeli izinkonzo zikaJULY 2016, yini nenza kanto ma ACADEMICS. Sicela nisifakele musani ukusincisha izwi lomemo, please!
Izinkonzo zaJuly 2016 sesazifaka zonke bhuti..
Ay leyamaphupho 😅😅
shembeeee ngyokthanda ebhleni nasebubini