King Bhaka uveza okushaqisayo ngo Dr Khehlelezi, Nokuthi yini eyabulala u Mgilija

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 2 ต.ค. 2024

ความคิดเห็น • 307

  • @nbsaksa9292
    @nbsaksa9292 ปีที่แล้ว +43

    UKhehlelezi akasiyo inyanga akasiye uMfundisi umfana ohlakaniphile oyiqola 😅😢😂

  • @AndilePetric
    @AndilePetric 3 หลายเดือนก่อน +2

    ubhaka akamsabi khehlelezi

  • @moyakazinyawuza4025
    @moyakazinyawuza4025 ปีที่แล้ว +8

    Khuphuka lapho King Bhaka, ayi ngiyakuvuma uhlakaniphile. UMzo akaveze izithombe ngempela zomuntu owawina

    • @thabisilethabie2820
      @thabisilethabie2820 ปีที่แล้ว +1

      Badlala ngati nje aba uThixo andincede ndingalingwa ngabatsotsi

  • @robertnguse5339
    @robertnguse5339 ปีที่แล้ว +11

    Inyanga zensuku zokugcina ziyapepeza nje uthi bayosinda abantu

  • @ThandekilegloriaSibiya
    @ThandekilegloriaSibiya 5 หลายเดือนก่อน +3

    Usefuna ukuboshwa manje wamshaya kufanele uKelly ngidabukela umkakho ukhuluma kangaka hba uye esigodlweni sakho usiyeke.

  • @mandlacele8627
    @mandlacele8627 ปีที่แล้ว +6

    Angikaze ngiwabone amadoda athanda ukukhuluma kangaka. Nabafazi abakhulumi kanje. Izinyanga ezinjani ezinje. Ziyacika.

    • @sibusisosbu7127
      @sibusisosbu7127 5 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

    • @sibusisosbu7127
      @sibusisosbu7127 5 หลายเดือนก่อน

      UbabuMgobhozi undaba zabantu woza nazo sifuna ukuzizwa indaba😂😂😂😂😂😂😂dead of of laughter seshe nezwi😂😂😂😂😂😂 oh this guy itofu😂😂😂😂

    • @thenewconversation
      @thenewconversation 12 วันที่ผ่านมา

      unfollowe bafo....simple

  • @sizwevusimdluli3276
    @sizwevusimdluli3276 ปีที่แล้ว +10

    Shayanani manje

  • @PearlNzama-xy6gi
    @PearlNzama-xy6gi 3 หลายเดือนก่อน +2

    Uzophawula ayhini ukhehlelezi uyisgebengu iqola

  • @XolaniNgobese-ks5ki
    @XolaniNgobese-ks5ki 3 หลายเดือนก่อน +2

    Ukwenzeni king bhaka Mr khehlelezi why ngoba nizinyanga ningashayani ngomuthi sibone nkunzo BC's ngeke sibone inkunzi if nawe mjita khuluma kangaka ,selashonaphi izulu inyanga zakudala ,ezaziphosana Ngalo sibone nkunzi ,ngoba munye wenu uthule nje akakhulumi

  • @nkululeko4034
    @nkululeko4034 ปีที่แล้ว +8

    Usangene okokugcina manje king Bhaka wahluleka epm ulaphela epaki sewunakana nabantu abazithulele nathi sizokhuluma njengoba ukhulumisa okomfazi

  • @MandyMoyo-s6i
    @MandyMoyo-s6i ปีที่แล้ว +2

    Umona mfowethu uhlutshwa yini wena bheka indabazakho uyaphi ngemoto wena ubuyifuna yini

  • @njabuloalbert1745
    @njabuloalbert1745 ปีที่แล้ว +18

    Nokumzonda kodwa ngath uyamzonda ukhehlelezi bhaka

  • @crystalsilvervehicletracki6747
    @crystalsilvervehicletracki6747 ปีที่แล้ว +5

    Kwamzima and uma kunje its very hard to trust this traditional healers

  • @khomumarobe5853
    @khomumarobe5853 ปีที่แล้ว +6

    King of Kings, khuluma King Bhaka.

  • @LoyisoMbambalala
    @LoyisoMbambalala 4 หลายเดือนก่อน +3

    Yizo lezo my king

  • @MlinganiMazamisa-us5yx
    @MlinganiMazamisa-us5yx ปีที่แล้ว +3

    Baba khehlezi why. Ungayi siza. Abantu base Zimbabwe

  • @PhumlaMkhandlwana
    @PhumlaMkhandlwana 6 หลายเดือนก่อน +3

    King bhaka nawe king khehlelezi ngenani endumbeni nigadlane kuze sibone kuth iyasebenza into yenu

  • @clifforddladla6847
    @clifforddladla6847 ปีที่แล้ว +11

    Uyamsaba yini ngebhakela nimane nihlanganengaso ngoba ngathi niyalingana sizonibuka eringini pls 😂😂✊✊

  • @ThabaniMsomi-z1n
    @ThabaniMsomi-z1n หลายเดือนก่อน +2

    Ayibo 😂😂😂😂😂😂😂

  • @siphosenkosimichaelmtolo5522
    @siphosenkosimichaelmtolo5522 ปีที่แล้ว +4

    Iqhawe lethu uKing Bhaka lingasisiza ngani or sicela lisisize siye phambili limyeke manje UDr Khehlelezi sesizwile. Sicela usisize or usilethele usizo ukwazi bonke abantu abarongo angeke kusisize ngalutho

  • @mxolisikingjuniormakhoba8792
    @mxolisikingjuniormakhoba8792 ปีที่แล้ว +2

    Thanks king bhaka umuntu ongaboni neqiniso

  • @muziwisemangumede45
    @muziwisemangumede45 ปีที่แล้ว +3

    Mzo veza isithombe and clean your name, Dankie King Bhaka

  • @mrthabelazweli7597
    @mrthabelazweli7597 ปีที่แล้ว +11

    Eyomama-ke kodwa into enje.....

    • @tandybrockett1308
      @tandybrockett1308 ปีที่แล้ว

      😅😅😅😅😅😅😅😅

    • @tandybrockett1308
      @tandybrockett1308 ปีที่แล้ว +1

      Uma esekhuluma udinga I glass yamanzi aphuze hayi no ngiyaqala ukubona indoda ekhuluma kanje. Hayi inknga lena

    • @mrthabelazweli7597
      @mrthabelazweli7597 ปีที่แล้ว +1

      Hau... ungumama lo Bhaka wabo. Akas'yeke thina

    • @ThembinkosimicroVukaphi-po2ow
      @ThembinkosimicroVukaphi-po2ow 3 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂😂😂 Uyahlanya yini ubaba kamakhandakhanda😂😂❤

  • @pkngcobo1424
    @pkngcobo1424 ปีที่แล้ว +6

    Nawe uthanda ukukhuluma indaba zabantu.ezakho uziyeke washonaphi uXamu.owawusihlalise kabi owawusedamini? Uyacika nje ngokulandela indaba zabantu.engathi wena uMsulwa ubunezakho ngyazazike mina kudala ayimanje.awuhlukane no doctor Khehlelezi ngoba ngeke uzwe ekhuluma ngawe.wawuthulelen the time yenzeka yonke lento? Uyacika wena ngokufuna ukubukwa kant nawe unezakho ngzokutshela ngikwaz A to Z.owangakithi futhi angikusabi nhlobo.

  • @selbysicom8066
    @selbysicom8066 ปีที่แล้ว +6

    Hawu kodwa wejesu indaba engaka khuzani bakithi 😱

  • @Titimbatibusiso-qm3wy
    @Titimbatibusiso-qm3wy ปีที่แล้ว +2

    Ulwa nani ngo Khehlelezi why unganaki ukubulala kwakho no Kelly uSenzo Meyiwa.

    • @VuyelwaMxasa
      @VuyelwaMxasa หลายเดือนก่อน

      Uthi singcwele isigodlo sakhe there is no evil there sibuswa nguNkulunkulu uhlanganaphi nokusweleka kukaMeyiwa ngoku😮

  • @ruudmbeje50
    @ruudmbeje50 ปีที่แล้ว +15

    Abantu abangafuni ukuzwa into ekhulunywa yilomuntu yilaba abazicathalala zalento ebizwa ngokhehlelezi. Aziniqole impela izinyanga bothathekile. Nalaba abathi unomona lom'bhemu bahlukunyezwa ukuthi unkulunkulwana wabo walomfana ukhehlelezi bayamhlaza ngobuqola bakhe. Kanti kwayena lona ke fuseg indaba yakhe. Balandeli bezinyanga nizohlupheka ngokungafuni ukusebenza nokwaneliswa yilokho eniphiwe khona. UNkulunkulu akasonsangu nakhehlelezi

    • @bonganithungo1071
      @bonganithungo1071 ปีที่แล้ว

      Nawe nje lomfazi umthanda ngoba uyiscathalala sakhe

    • @ruudmbeje50
      @ruudmbeje50 ปีที่แล้ว

      @@bonganithungo1071 kwamaskandi nobubhinca khehla uk'thakathaka ubunyanga nobungoma angimlandeli wakho khehla. Ngiphawula nje generally izinto ezingasile angizilandeli futhi nje awukho umusho ongangicaphunela wona la oveza uthando noma inhlansi yokulandela othize phakathi kwalaba. Ngobona ukuthi uwumlandela wobuthakathi vele wena futhi kulaba ungokakhehlelezi. Hhayi kabi nsizwa yiqiniso nje eningalifuni nina

    • @thembakazijack1560
      @thembakazijack1560 ปีที่แล้ว

      Nawe umuncu ufana naye

    • @BabalwaTshutshumeza
      @BabalwaTshutshumeza 6 หลายเดือนก่อน

      King B 😂awukhathalelanga thandwa ngobu menemene.Sgunjana mqolo uphandle

  • @thembekilemkhize
    @thembekilemkhize ปีที่แล้ว +4

    uyefana nawe nawe awuyona inyanga noma isangoma udlala ubugebengu nje nokuzitshela ukuthi uhlakaniphile, ngeke ungitshele nje bonke abantu Laba ubazi ukuthi babulawa yini ngisho abakude nawe, hayi nawe nje udlala ukusa namanga.

  • @khethukuthulangcobo1128
    @khethukuthulangcobo1128 ปีที่แล้ว +4

    Avenomona lona ngoba engalandelomuntu 😢wathi ukhelikhumalo usezoboshwa kushubile useboshiwe yin ulandakakhulu wenamfana mungamfuni umuntu ungamkhulumu kabi nxaaa😮
    1:37

  • @nwabisanwaiza4673
    @nwabisanwaiza4673 ปีที่แล้ว +5

    😂😂 yhooo uyakhuluma bhuti umona phantsi yhoooo nami uyandedlula

  • @ezinkuluZerhumbar
    @ezinkuluZerhumbar ปีที่แล้ว +4

    Nawe ingathi udakwe yinsango

    • @EricGwebs-xh7qw
      @EricGwebs-xh7qw 5 หลายเดือนก่อน

      Uyakhuluma umfowethu ngeke wazi nokuba usakhuluma iqiniso noma udakiwe yini

  • @SiphoselbyNgubo
    @SiphoselbyNgubo 6 หลายเดือนก่อน

    Kodwa uNhleko nkosi yami wayeMngene ngani ukuba usengaze amshiyise umndeni wakhe hawuu iyosukela umuntu eziphilela uyomupha imoto Kanti uyomgila ewu bakithi kwaBuhlungu Kimi ngomdidiyeli wamaButho

  • @gamamsweli594
    @gamamsweli594 3 หลายเดือนก่อน

    Selokhu ngazalwa angikaze ngizibone izinyanga ezikhuluma kanje,ziyashozana,zibukelana phansi,zinenzondoo,zinomona kanti futhi zingamaqili hay ayikho lento kuncono siphile ngomthandazo inkosi izosiphilisa

  • @MduduziJoseph-w7d
    @MduduziJoseph-w7d หลายเดือนก่อน

    Yini inkinga yakho
    Wena kokucala nguwe lowageza Kelly khumalo and kufa kwa senzo uyakwati and awunamutsi, wena ngobe bonemutsi ngabe
    abakatholakali lababulala senzo meyiwa

  • @khumalo851
    @khumalo851 ปีที่แล้ว +5

    Mina ngibona umona kuBhaka nokuzonda umuntu ngezinto ezinhle azenzela abantu. Usebenzisa ukushona kukababa uMgiliji ukuvala okuhle okwenziwa uKhehlelezi kubaba uMgiliji. Umona uyakhulimisana uphide ukubolalise uphinde ukufake ejele.

    • @bongiwegumede4311
      @bongiwegumede4311 ปีที่แล้ว

      True, uzama ndlelazonke ukucekela uKhehlelezi, ngoba yena esephelelwe ushatini ‼️

  • @YvonneKhanyile
    @YvonneKhanyile 5 หลายเดือนก่อน

    Ai mina vele kuthi nje nalezizinyanga zanamhlanje eziswenkayo ezithanda nodumo ezithwele ngiyabonga mina

  • @sivuyilegiyama720
    @sivuyilegiyama720 ปีที่แล้ว +1

    Fokof wena man nawe usubaqedile ,ufana nse nokhehlelezi nizinyoni nje noyi two,wena uyile eno mona.fuseki wena man nedlozi elilixoki elihlola Indaba zabantu,Wena xam ndin

  • @BukiswaNdabeni-Mgoqi
    @BukiswaNdabeni-Mgoqi หลายเดือนก่อน

    Ey ndayaniva kodwa ibuhlungu into yoba kubekwe ubom babantu abanebala elimhlophe guys ngabantu nabo banelungelo lokuphila nabo doctor khehleleli kabuhlungu ngalento umntu ofune uncedo kuwe athi uzomnceda kodwa angancedakali kutheni ungambuyiseli Mali yakhe akamnyanga umntu ongakwazanga umnceda doctor khehlelezi nceda lungisa iziphene zakho qha qwaba

  • @DiniweSibiya
    @DiniweSibiya หลายเดือนก่อน

    Bhaka you suppose to be a teacher 😂 ngendlela okhulumangakhona

  • @motshidisitshidi9082
    @motshidisitshidi9082 ปีที่แล้ว +3

    Siyabonga Baba

  • @sibusisosbu7127
    @sibusisosbu7127 5 หลายเดือนก่อน

    Umbona ngezinyo legolide ukuthi unemkhuba😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @nathimtshali4342
    @nathimtshali4342 ปีที่แล้ว +2

    Njengoban ongaNcwaba umunt njengokwenziwa kuBab'Mgilija🤫 usasebenza namanje umkhuz' wamabutho lapha ekhona, ri ngoba lezinyanga zamanga.

  • @siphotitusphenyane8717
    @siphotitusphenyane8717 16 วันที่ผ่านมา

    King bhaka khula ngamandla

  • @gumanguzman_loera
    @gumanguzman_loera 10 หลายเดือนก่อน

    😂😂😂😂😂wafike wabutha wabutha imal emazin ai fuseg fuseg fuseg fuseg

  • @mncedisimiya4563
    @mncedisimiya4563 ปีที่แล้ว +2

    Geqa amagula🙏

  • @CollenNcube-l3b
    @CollenNcube-l3b หลายเดือนก่อน

    Hayi king ngiyakuvuma iZ8 uyiphethe batshele baba

  • @thembekilemkhize
    @thembekilemkhize ปีที่แล้ว +1

    Kona inyanga enjani le engapheli Kuma social media? noma usuke ezi advitaser inyanga yangempela ngeke uyibone uhamba ibanga umsindo ko TH-cam kahle kahle uthanda izindaba zabantu wawufanele ukuba intatheli, ukuthi nje kuyafundelwa. Ke.

  • @NTANDOKAZIMGWESHE
    @NTANDOKAZIMGWESHE 2 หลายเดือนก่อน

    Ukhehlelezi ungetla kunawe unomona qha and soze umzuze noba ungamleqa ngeze umzuze

  • @thokozanithwala8569
    @thokozanithwala8569 ปีที่แล้ว +2

    Eish

  • @syandangidi1200
    @syandangidi1200 ปีที่แล้ว +15

    King Bhaka uyaykhuluma ivari vele uKhehlelezi umgulukudu womkhohlisi namanga

  • @jobesithole5590
    @jobesithole5590 ปีที่แล้ว +3

    Saze savelelwa ilezinyanga zodumo lo You Tube. Imigulukudu yonke. Ngiyabonga ngoba angizihambi vele. Izigebengu zonke ezazi nje ukuzosibangela umsindo zikhonkotha ezinkundleni zabelungu isoshali mida.

  • @busidlamini8566
    @busidlamini8566 ปีที่แล้ว +2

    Yehheni bakith kant kwenzakalan ezwen

  • @DiniweSibiya
    @DiniweSibiya หลายเดือนก่อน

    Ngyakuthanda ngicela Kuba umkakho😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @lindiwelukhele736
    @lindiwelukhele736 ปีที่แล้ว +3

    Lize liyasha izwi jesu😂😂😂

  • @tandybrockett1308
    @tandybrockett1308 ปีที่แล้ว +1

    Hayi akaphuze ehlise kodwa ukhuluma iqiniso 😂😂😂

  • @NkosikhonaMtolo1986
    @NkosikhonaMtolo1986 5 หลายเดือนก่อน

    Wehlisa nge Ice Tropez bhuti

  • @HappyFloatingIceberg-bz6hh
    @HappyFloatingIceberg-bz6hh 27 วันที่ผ่านมา

    Khuphuka lapho angadlali ngathi usgunjani 😂😂😂😂

  • @JabuMonica-jl7tn
    @JabuMonica-jl7tn 6 หลายเดือนก่อน +1

    Ndoda khuluma kanje 😂hhayi bo😊

  • @AyandaFreedom
    @AyandaFreedom 23 วันที่ผ่านมา

    Yabona into ene media msangano wodwa aykho lena 😂😂😂

  • @mavickstv656
    @mavickstv656 ปีที่แล้ว +3

    Iyakhuluma lensizwa non stop 😂😂

  • @samkelolucky4170
    @samkelolucky4170 ปีที่แล้ว +3

    King of kings Bhaka siyakuvuma naseSwazini uyinkuzi

  • @celoshelembe6296
    @celoshelembe6296 ปีที่แล้ว +2

    😂😂😂Opopayi😂😂😂

  • @nompilongcobo5860
    @nompilongcobo5860 ปีที่แล้ว +4

    Ngani ke namyeka kudala sasikuphi isgubhu 6million 🤣🤣🤣🤣🤣boshwaphelanawe.

    • @bcsecurity-rc9wf
      @bcsecurity-rc9wf ปีที่แล้ว

      Unyanisile soyithathaphi R6 million 😢

  • @noluthandogcado9498
    @noluthandogcado9498 ปีที่แล้ว +2

    Kodwa king Baka always wena uyalwa nabantu yhoo uyathetha shem nam uyando gqitha

  • @thembilephewa1953
    @thembilephewa1953 ปีที่แล้ว +1

    Sekunomunye ungizwe ,

  • @sifisosithole9631
    @sifisosithole9631 ปีที่แล้ว +1

    Hhay nina nonke nje anisizo izinyanga ,ningamaphanta nje azama impumelelo

  • @EdwardSimbi-tl7np
    @EdwardSimbi-tl7np 3 หลายเดือนก่อน

    Kunini ukhuluma ngemoto dlulela phambili

  • @thabisafikile5075
    @thabisafikile5075 ปีที่แล้ว +1

    Yhini awunayo indlela yozithengisa khonuba uyaqola wena ungenaphi uzama ngendlelazonke umcekela phantsi ukhehlelezi

  • @OkaMkhabela
    @OkaMkhabela ปีที่แล้ว +2

    Noma ngabe ube mubi kangaka nani Khehlelezi angisabuboni sengithuswa indoda ekhuluma kangaka 😮😮😮😮hawu ngidabukela izingane zayo

  • @siphodazela8979
    @siphodazela8979 ปีที่แล้ว +1

    Uphuma ezimbabwe yingakho escamer

  • @masthuli2565
    @masthuli2565 ปีที่แล้ว +1

    Labantu abanikwa ngani IZINDUKU NAMAHAWU babhonyane okuncono ngoba...asisazi sothini Shayanani okuncono ningashayani ngezulu😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @SiyabongaMathabela-q3k
    @SiyabongaMathabela-q3k 6 หลายเดือนก่อน

    Mina wangiqola 10k muuuu epinvili

  • @sakhumziakhumzi6093
    @sakhumziakhumzi6093 ปีที่แล้ว

    Dankie my King

  • @inkosazaneyamanzi0104
    @inkosazaneyamanzi0104 ปีที่แล้ว +1

    Qeketha sthandwa sam ngithanda isibindi sakho kuthi angigiye ngibona omunye umnganam onama security odukile kakhulu ozovuka esemthuqasi edlala lomfana

  • @ThandekilegloriaSibiya
    @ThandekilegloriaSibiya 5 หลายเดือนก่อน

    Awu balkithi yini kangaka ufuna kulalelwe wena wakudlelani ukhehlelezi sekungaze kushe izwi ubhizi ubhela abanye uyeka ukulapha abantu,uhlaziya ipolitiki wiliphi ngempela wagcinaphi umama owayenesilonda owamthandazela okwenzakalayo usuphakathi yini kodwa

  • @SaziMadondo-te8qd
    @SaziMadondo-te8qd ปีที่แล้ว +11

    Ayi udlala umona wena

    • @bongiwegumede4311
      @bongiwegumede4311 ปีที่แล้ว

      Unomona lona, uzwakala ngokumemeza,ungenaphi ezintweni zabantu, unomona wokuthi akakwazi ukwenza isgubhu abanye bayakwazi ‼️‼️😂😂😂😂

    • @nobuhlefavourite8287
      @nobuhlefavourite8287 5 หลายเดือนก่อน

      Ayi Nami ukumemeza kwa he ayi

  • @mzwatokza6313
    @mzwatokza6313 ปีที่แล้ว +1

    Thokoza dokotela ngingawuthola kanjani umakhandakhanda oil ngise Goli langikhona Mina ngifuna imali dokotela ngisebenza I security ngingejabula uma ngingathola usizo

  • @preciousncube8784
    @preciousncube8784 ปีที่แล้ว

    Khehlelezi hey mina ngakuboniswa ngephupho

  • @WonderMafuleka-ye5fi
    @WonderMafuleka-ye5fi ปีที่แล้ว

    Kwanzima nkosi kazi umona noma yini lena

  • @thamisgulu3039
    @thamisgulu3039 ปีที่แล้ว +1

    Ngeke ngibeke opopayi osgodlweni fusseg 😂😂😂😂😂😂

  • @pakamisapakamisa5838
    @pakamisapakamisa5838 ปีที่แล้ว +4

    Ngathi iyasangana manje king angisatholi kahle ngoba umona

  • @thembekilemkhize
    @thembekilemkhize ปีที่แล้ว +1

    Lobaba okhuluma ngaye simhlonipha kabi , kwakubiza nje igama lakhe uzehlisa wena isithunzi ubaba u Mgilija kwakuwumuntu omkhulu kabi endlunkulu angikholwa bayayincoma lento yakho yokulokhu umemezana negama lakhe, awuzihloniphe.

  • @NtetheMgoza-fo3wq
    @NtetheMgoza-fo3wq ปีที่แล้ว +1

    Khuluma kakhulu engabe windoda enjani

  • @lungisanimbambo6997
    @lungisanimbambo6997 ปีที่แล้ว +2

    Kungenzeka loku ukushona kuka Mgiliji akuqondakali

    • @msizivusi1483
      @msizivusi1483 ปีที่แล้ว

      Kubonakale ngendlela axhasa ngayo umndeni wakwa Nhleko wayefuna amandla kaMgilija 😢

  • @melikayaasengwayo1558
    @melikayaasengwayo1558 ปีที่แล้ว

    Qhubeka Bhakah uvule lezi dimdim ezilandela uKhehlelezi ngisho eseveza aqiniso ngaye.

    • @khumalo851
      @khumalo851 ปีที่แล้ว

      Alikho iqiniso ekushoneni kukababa uMgiliji uma nje kungathiwa uBhaka akeze nobufakazi ngeke umbone ezanabo. Zikhona izinto zokudlala zikhona ezinye izinto okungadlalelwa kuzo. UBhaka ubuswa umona nokufuna ukuwisa uKhehlelezi ezintweni anazo nazenzele umphakathi. Umona uyenzisana.

  • @vukanidlamini5442
    @vukanidlamini5442 ปีที่แล้ว +1

    Amadoda asekhuluma kanje 😮

  • @MandyMoyo-s6i
    @MandyMoyo-s6i ปีที่แล้ว

    Wena awufundisi unomona nje

  • @sindisiwevverocia822
    @sindisiwevverocia822 ปีที่แล้ว +1

    Nonke nithwele futhi ninemilingo

  • @tandybrockett1308
    @tandybrockett1308 ปีที่แล้ว

    Eyi asisahleki sikhumbula ekhaya e ngifisa ukumbona ngamehlo 🏴󠁧󠁢󠁥󠁮󠁧󠁿 🏴󠁧󠁢󠁥󠁮󠁧󠁿

  • @sthembisokhumalo9084
    @sthembisokhumalo9084 ปีที่แล้ว +3

    Sasha ukuphaphelwa ilezinyanga bakithi

  • @sibusisosbu7127
    @sibusisosbu7127 5 หลายเดือนก่อน

    😂😂😂😂😂😂😂khuluma woza nazo

  • @NomvuseleloNkomo
    @NomvuseleloNkomo 3 หลายเดือนก่อน

    Uhlobo lunike lwamadoda lolu?

  • @Zamandla18
    @Zamandla18 ปีที่แล้ว +1

    As much as you tell the truth at Times Bhala you're very annoying ngokugaxela entwen ezingakfuni. Wena ukhuluma nin ngawe siklalele. Aaayi isdina sakho. Manje wenza sengathi ninempi eniyibangayo kanti lutho nje ufuna ukbukwa nxx

  • @bhekisisadhladhla9620
    @bhekisisadhladhla9620 ปีที่แล้ว +8

    Qeketha King Bhaka. Don't STOP 😂

  • @ArtheshGqolozayo
    @ArtheshGqolozayo 5 หลายเดือนก่อน

    UVa NGK unyiswa nguMona bhaka.

  • @AsimbongeZuma-p4p
    @AsimbongeZuma-p4p 18 วันที่ผ่านมา

    Akhiphe maqineso

  • @mfundomagubane8499
    @mfundomagubane8499 ปีที่แล้ว +4

    Kodwa vele bayafana oBhaka no Khehlelezi

  • @tandybrockett1308
    @tandybrockett1308 ปีที่แล้ว

    Uzofunda raf abingibeki opopayi uzofunda jahle or raf😅😅😅😅😅😅😅

  • @bongiwegumede4311
    @bongiwegumede4311 ปีที่แล้ว +1

    Aaaah fuseg maan fuseg ‼️‼️Uya rasa

  • @Phakamani_Mbongwa
    @Phakamani_Mbongwa ปีที่แล้ว +1

    Ubaba kabani lo 😒