We love you our Lungsta❤❤❤ what i like about you is that when u are not clear about something you need your customer to clarify so that you can work on something you know. I really love you. ❤
The guy is so emotional and presenter ngathi it's a funny story nje for yena😊.kmele afunde ukth ezinye izinto zi sensitive kwabanye abantu yena ihlaya nje😢
CC wam sikthanda impela ohlelwen koda manje ngyadumala ngoba sihlale sikhala singabalandel bohlelo lwenu koda awuzimisele ngokushintsha, please let the person finish the story then you can ask the questions ❤
Love you lungstar wethu ngaya ngokuthi bathini ababukeli bohlelo uyocina wenza into engasiyo kahle wena qhubeka nje usebenze ngendlela osebenza ngayo ngoba thina wenza kahle or wenza kabi sohleli skhuluma nje .....siyakuthanda sister lung lungstar ❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤ ......❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤ more love for you
We do appreciate her presenting skills,but she must give the guest to narrate his story without being interrupted.i believe these are the positive criticism.
WeLungsta lalela ukuthi umuntu uzothini kuwe.
cc Linda umntu athethe agqhibe ngoba awumazi ufuna ukuthini
Pls give a person the platform to express his feelings don't question him too much😢
Very true. She takes over as if istory is hers listening is a skill and akanaso
Lungsta next time please allow ur visitor to explain full story without interrupting 🙏
This is so painful . The pain in his voice 💔
And ebezama ukunceda umakoti evusa umzi
True eish
Lungsta we appreciate your professionalism but plz let the person tell the story without interrupting
And sometimes getting a bit personal and jugdemental about issues like kustory sikasisi olele nobabazala.
Yes please
Yes yoh she’s interfering a lot😢
Hayi cc ,you so annoying ,angifuni ukungasho😢
Mele athule without asking questions
Phela le akusi yintsomantsomane or story
IsiZulu salobhuti simna di ❤❤
Uthi kwakuphakwe ezitsheni zenameli. Wangikhumbuza ezikababa wam
Ushaya uZulu 1
Nam ngizwa sona, b4 ngiba lijaji
Ngiyasithanda isizulu sakhe bandla
Ngiyazesaba izitsha zenemeli ...Let me judge...
Pls ungaphazamisu till we hear the whoy stiri please
Even the aunt couldn't wait for the story ngoba he was taking so long to tell her
Wokufunde ukulinda lungsta umuntu ezenendaba angan sukuzozwa meza nestori
We love you our Lungsta❤❤❤ what i like about you is that when u are not clear about something you need your customer to clarify so that you can work on something you know. I really love you. ❤
Qhawe unobuciko bokukhuluma uzothile ft uhlala nqo endabeni ngiyakuvuma uyinsizwa
Icikile imibuzo yakho. Lomfo ubenaba kahle ngodaba. Ai Lungsta
Lumsta was not patient with the confessor
The guy is so emotional and presenter ngathi it's a funny story nje for yena😊.kmele afunde ukth ezinye izinto zi sensitive kwabanye abantu yena ihlaya nje😢
Nam angimazi yin ehlekisayo 😢😢
Waze wamxina ubhuti cc, kodwa nayeke nokukhuluma ngesisoka elanda kude yoooh😢😂😂
Wahlupha ximba
😂😂😂 ai fth umximile xem but au ke naye uBafo uyayidraya iBhasi😂
Eyii ukuthanda indaba nje konke lokhu okunikhulumisa kanje bafwt😂😂😂
Yazi nje indoda enojamu kanje
Ngathi uxoxa ingane kwane lobhuti ngendlela anensa ngayo
CC wam sikthanda impela ohlelwen koda manje ngyadumala ngoba sihlale sikhala singabalandel bohlelo lwenu koda awuzimisele ngokushintsha, please let the person finish the story then you can ask the questions ❤
I miss you Mamello where are you, just singing guys ❤️
@@lizekamazinyo3333 🤣❤️
😂😂😂😂😂 Mina just dancing to the song
@@luluntlangulela8407 bese ngivuma ingoma Mina...💃💃💃💃💃 uph umamello ayeeeee
I wrong lento eniyshoyo
Ninengqondo yobungane asikho isdingo sokonela omunye no Mamello ngeke athande
Bayafana nje labantu abekho professional bonke nje abahanjiswa ma training
Ayi loLungsta is not make sure
Yhoo imibuzo engaka
Please let the guy talk. Don't finish his statements
She keeps disturbing she not a very good listiner
Unemenga lomjita Lona bebayobulala lobhuti wakhe bekungasiyo intando lebebayoyifuna bekuwushevu nje straight
Nami ngisho njalo, basebeqomene nomfazi kabhuti
Jaa babefuna ukubhebhana kahle esefile Kanti unkulunkulu uzonvikela ubhutiwakhe
Kusho yena?
Intando enjani.le ebulala umuntu😢
Ayikho lento oyikhulumayo nomzane ukhuluma umsangano wodwa idliso lihambisana nomuntu
Uyabhora weLungsta
Love you lungstar wethu ngaya ngokuthi bathini ababukeli bohlelo uyocina wenza into engasiyo kahle wena qhubeka nje usebenze ngendlela osebenza ngayo ngoba thina wenza kahle or wenza kabi sohleli skhuluma nje .....siyakuthanda sister lung lungstar ❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤ ......❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤ more love for you
We do appreciate her presenting skills,but she must give the guest to narrate his story without being interrupted.i believe these are the positive criticism.
Musa ukumkhohlisa, kubaluleke kabi loku esikwenzayo, kubizwa nge constructive criticism.
Uyajikeleza mfethu ooooooko ndilindile ndize ndacima i primer stovu 😢😢😢
Lungsta is not wrong kodwa. Because bahamba ngeskhathi. She's trying to direct the guy to the story ngoba hawuu he is taking so long to the point 😏
Yebo manje labo judge Judy sebethi bafuna mamello ,yena Lona abamthuka nsukuzasa
Nawe nje bhuti usiqedela idata ulokuthi ukukhamba kwamalume 😮😮
Uyi nja wena sathane uyafa lomntwana izilonda ziyamushisa waze wabola wengane umncane ❤❤😂😂
Kodwa nani ngokuthanda imithi noze nithathe owrong shuth nobhuti wakh wayezofa naye
Lungsta uyajarha bo Ngama Questions 😮
Kakhulu 😅😅
The Voice of this Guy okungathi yi Nceku Amen
Oh kodwa jesu .....I'm so emotinal this guy is in pain 😢😢
Muphi Makoti wakho wena nihlangene ngokuthakatha nawe uzolithola lelisobho Msoon
Uyaphazamisa Lungsta plz myeku kuntu akhulume aze aqede ...yazi wenza singaluthokozelu hlelo lwakho
Wathi uyalungisa wamosha kakhulu 😂😂😂😂😂😂
Danki Lungsta mina ngikuthanda ukufa yazi❤❤❤
That means kwakubulwa umyeni lo ongu brother wakho ngalo msobho
1st to comment🎉
Ei kwabuhlungu ke😢
Kwaze kwabuhlungu,mft ungazibeki icala nawe wawuthi uzama ukulungisa umuzi kamfowenu ukuth umakot engaphumeli ngaphandle
Ayi nina vele ninomakoti nanivele niqonde ukubulala umfoweni kwakungeyona intando le wena ushilo vele wathi ubungeke ungene esbayeni samfowenu ephila naniqonde ukubulala yena kwaphenduka amatafula nikhohlakele ninanomakoti 😢😢😢😢😢😢
Ucabanga njengami uyazi
😢😢idlo lomfowenu lasebenza ingakho unkulunkulu wsmphephisa kahle kahle wena nalo makoti niyajeza ngesenzo senu ,ubutibwakho unedlozi elistrong😢😢😢😢
Yohh ngicabanga ukuthi wathela kakhulu
Lungsta is too forward awusamyeki Ngan umntu akhulume aqede bese wena uza ekugcineni.is that difficult, ngoba kmanje alusazwakali udaba Luka bhut
5 mina comment bongiseni nami uhlelo lami lolu❤
Thanks guys
No comment.
LUNGSTA ❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤ syahcwala ngawe nokho ubhuti lona uyadonsisa isizulu sakhe sidla isikhathi kungaze kuphele uhlelo kungafonelwa umuntu afuna ukudalula lmfihlo kuye
So LUNGSTA usemsebenzini and iskhathi siyahamba lensizwa iyalawunda ayihlali odabeni ngakhoke LUNGSTA must xina him ngemibuzo ikhathi kwi BLAQLIFE TV sisezingeni.if LUNGSTA akamxinanga ngemibuzo ebengele esafonelwa u anti.
Okunye negicela ukukudlulisa ngokukhulu ukuzithoba
Asilalele siyeke ukuthanda ukushaya umthetho. Ngicabanga ukuthi okudingeka kity ukuphawula hayi ukufundisa umphathi wohlelo ukuthi aluphathekanjani.
LUNGSTA STUFUZA MAMELO❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤ BONKE
So lena yokuthi akenzekanjani umsebenzi wakhe ULUNGASTA ayphele kuohele nokuthi akubuye bani kuhambe bani. OUR presenters they are all good
PHAMBILI
Let your guest tell the story .
Kanjani manje ngoba iskhathi imali lomfo u slowly too much that's why u lungs lungster afisa kwazi
First comment ngibongiseni ❤🎉
❤❤❤❤❤❤💞💞💞
Lomuntu unamanga yena wabuya nalomuthi ngokubulala umfowabo ukuze kungene yena😢😢
Bengthanda uklalela leh episode inkinga Lungstar ulokhu um'vimba lomuntu engaka qendi uk'khuluma kanti uyabona ukuthi insizwa yomzulu zuuuh leeeh ifuna isneke uma ikhuluma
Syabonga lugstar uluphethekahle uhlelo❤
😮akukho ntando la babezidlisa ubhuti bembulala njee... Ukuvezile lokho eqala inkulumo
Kubukeka sengathi konakala khona emuva lapho enethatha khona umuthi okungenzeka wayezoshona umkhwenyana idlozi lamvikela
Impela shuth kwakuzoshona umfowabo
Ehuuuu bhut uyilanda kude ndaba yakho
Kuyabulawana lana ngaphandle 😢😢😢😢
Hay lungsta uya phazamisa kahle ngenyongo engaka lalela
lungstar uyaphazamisa plz linda aqede uyabhora ke mawenza nje
I don’t blame our lovely presenter presenter this man is taking so long to the point
Yaze yanesdina indoda enamuzayo
Ai strue uyarounda rounda nje wasting time
Yebo uLungsta ubefanele enze so lendoda iyanambuzela too much ifanelwe ukuphonswa ejele nje ziyiphaphamise iyboshwa
Yes nami ngisecathulweni zikalungsta bengizobuza njengoba ebuzile ulungsta
It's difficult to confess guys , the presenter has to be patient.
Waze wanolimi olusokiwe nsizwa ukhule🙏
Kwangathi uyacharmeka nje lapho I smile I sakho smile
Yhoooo kubuhlungu nkosyam.. Hope you will find peace bhutwam
Lungsta can you please allow the guests to elaborate without your interference
Kwenzekaleni ngitshene
Yooo indaba sengigcina ngingayilandeli kahle ngoba hai cc uyaphazamisa futhi uyahlulelana, iscefe. Indaba akayixoxe bese umbuza ekgcineni kuze sizwe kahle udaba labhuti
Kanti kumele umuntu angabuzwayini? Hambani niyosebenzakhonake ngoba wonke lama presenters niyahlulela
Yaze yabuhlungu lendaba💔
KwakuPoison iqiniso niyalazi nobabili kwabhlungu ngoMalume
Yes
Unedlozi lobhuti owayelindwe ngesobho nalomalume bakt ngokuhambe phuza nje
Kahle kahle lomfo wayefuna ukubulala umnewabo,,babefake upoison lapho kulelosobho😢
Kyacaca nje
Injalo nje indaba, usekhanda nje amanga
Yebo
Bhuti ngeke kwakungeyona nje intando leyo.kwakuwujuqu angicabangi igobondela ingabulala umuntu
Durban Central here Nice episodes 🎉🎉🎉
Ngivele ngilike before ngibuke🎉
Kanti baqinisile ukuthi awumniki ithuba lokuthi ubhuti achaze lonke udaba,Lungsta please do not disturb the client
Seconded nd umuntu umngena emlomeni aqedele inkulumo imane ingayi nalapho😮
Okushukuthi kwakuzobulawa umfowabo
Ushona kanjani malume ngenxa yentando😮😮kwakuvele kuwushevu lowo
Nje😢
Ntombenhle mgivumelana nawe umakoti ukhohlakele kungani ebonisana nendoda omakoti bekhona endaweni babevele befuna ukumbulala
Vele
Yebo
Lungstar cc ngyakuthanda kodwa ngicela ulinde i guest ixoxe indaba yayo yonke ungangeneleli❤
Hai uLungsta namhlanje akananhliziyo wavele wamphuthuma ubhuti eze ngesizotha nokuzithoba okungaka ngabe umnike omunye sxoxe naye
I really feel bad for this guy. Kwaba iphutha, ethi uyalungisa. May he and the family find Peace...
Ooooh hayi ngemibuzo umntu esachaza istory sakhe😥yazi ubhuti ebeze kahle kakhulu,manje imibuzo yakho sisi,next time sicela umlinde umuntu abalise aqede😥😏
Unamanga lomfo babeqonde ukumbulala umfowabo ukuze bathandane kahle nomfazi wakhe
Ngivumelana nawe,angiboni ukuthi udliwa yini ngoba ngokuchaza kwakhe umalume wafa ngephutha kwakungenhloso kodwa yena utatazela sengathi kusekukhulu akugodlile
Vele, babemjuqa
Kunjalonje useyenzelela
Cc Lungsta please allow ur visitor to talk the full story ungamuphazamisi
Exactly she's so disrespectful 😭
Ofcourse she's so professional #keep it up sis
Yooo isizulu okunye angizwanga
nobhutiwakho wayezofa bhuti
Wheee ai bhuti awuqine mani (aunty aunty ukuhamba kwamalume)😢😢
Ngathi ungamvuthela ngempama
😂😂😂@@NkosibonileNgwane
Mshana,Ubu zama ukusiza. Akuhlolwe isobo, umuntu o didiyele amakhambi akasebenzanga kahle.
Awothula kodwa weLungst hlezi sikukhuza ngalento yakho awuzwa
umshana unamga uma ethi kwakuyintando kwakumuthi wokubula umalume wakhe khona ezongena kumalumekazi wakhe kwashona umalume ongenacala 😢😢😢😢😢😢
....wokubulala ubhudi wakhe...not umalume
I ryt nje imibuzo wakho lungsta uyathemeleza ubhuti
Cc ngicela umlidze phela...hhay xm uyabhora cc yoo!
Wayengaqondile naye wayethi uvusa umuzi kamfowabo naye bakith😢
Ninamanga Nina namakoti lowo Nina nanizombulala kwakungekho Ntando la unamanga we bhuti amabi nabulala nje qha
Nokhe nimyeke kodwa uLungstar asebenze?? Why you guys enjoy complaining about EVERYTHING???
@bathandwandongeni8764 yuuuu bayadika shem why don't they apply for that job cos they are perfect mnx
@@malebtop9720bayabhora maarn, this lady is also working for her family!!!
@@malebtop9720that time ULungstar is also working for her family.
🎉🎉🎉ngayithola isathi 16 minutes 🎉🎉
Lungsta ngicela ufunde ukuthula ulalele udaba ngoba kwathina siyaphazamiseka,, please Sisi wethu omuhle
STUFUZA❤ ngsacela ugcagce uqede ubuye bandla😩🤔
Awazi u uyaphi usuzwile ulobolile bekufanele udele sisi 😭manje uzogcina uthakatha yoo 🙈
Ai angimgxeki Lungstar,uyajikeleza naye lobhuti
Umalume...umalume 😢😢😢
Kodwa Malume wabulawa kuhala kwakhe why waphuza into okungesiyo eyakhe ngempela 😢buka manje kuthi sekonakele kanjani 🫣🫣 mmmmh kwanzima kulomndeni tjo
Welcome back our loved host
This raise so many questions.... What if this guy and nomfazi kabhuti wakhe babeneplan to kill his brother so yena ezongena.
Ngempela , how does a love potion kill someone ?
Ngiyaluthanda loluhlelo kakh😮ulu kodwa uLungsta akaklindi ucede ukchaza indaba yakho n ubuzana ngathi uyajaja futhi
Lungstar sisi too much questions bantu😢can he just tell his story without u interrupting him plzz oo
Namanga bhuti babeyofuna muthi wokubulala mfowabo azodla makoti boyi2 bayalazi qiniso😢
Ngisola lokho nami 😢
Nami ngisola njalo bayalazi iqiniso boyi 2
Ay nam ngiybona kanjalo bayalaz iqiniso
Asidlali isipoki ubepokelwa lo kwaphoqeka ukukhiphiqiiniso
Injalo indaba, lezonakali
Lomlisa wenza u lungstar amoyizele kangaka nje khona into ekhona ngalo bafo ibonwangu lungstar 😊
Yabhora presenter ya disturbe