UKUZALWA WEMBETHE OKUHAMBA NOBUWELE

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 26 ต.ค. 2024

ความคิดเห็น • 96

  • @malizokhumalo2472
    @malizokhumalo2472 2 ปีที่แล้ว +6

    Eyiiboo yajula nansi indaba..siyabonga Mpungaaaa!

  • @Apexpre4142MxolisiSithole-
    @Apexpre4142MxolisiSithole- 2 ปีที่แล้ว +6

    Siyabonga🙏🙏ngayithola incazelo ecacile Yooh

  • @portiaroye4410
    @portiaroye4410 2 ปีที่แล้ว +8

    Inxiba kakuhle impunga (neat)

  • @PinkyGcaba
    @PinkyGcaba 5 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga bomkhulu ,Mina ngye ngbone Umuntu ofana Nami egqoke izinto zami,ebizzy Eshanela igceke,angazi kusho ukuthini

  • @futhikhumalo6909
    @futhikhumalo6909 2 ปีที่แล้ว +8

    hmmmm wanda msebenzi. 🤦‍♀️🤦‍♀️ ngolokhu ngisho ukuthi abantu abafani . futhi ngeke izinto zenziwe ngokufana .
    Ngiyabonga mpunga yesintu. likhule njalo idlozi lakho 🙏

  • @hlengiwegcabashe3529
    @hlengiwegcabashe3529 2 ปีที่แล้ว

    Amen Mpungayesintu...yaz ngathi nikhuluma nami la ubaba wangphika ngsese swini waphinda wanghika ngo2010 but ave ngibaphupha abakubo kababa ngyabonga

  • @RoselinePhumzile-nz9ow
    @RoselinePhumzile-nz9ow ปีที่แล้ว +2

    Mpande yesintu. Nginenkinga kuthiwa ngiyngane ezalwe yembethe ngiyingane eyakhulela emshadweni kodwa ngididwa ukuthi inhlanhla ivele kobomama kodwa ayichachi kahle umsebenzi dololo ngiyathola nje ama piece job aphele kodwa kahle kahle kumele ngiyenze kanjani. Umama ungitshele ukuthi angenzelwanga imbeleko kumele vele ngindlulise imbeleko ngabe ibaluleke ngani

  • @dorahmncube3813
    @dorahmncube3813 2 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga mkhulu wayichaza kahle mkhulu

  • @mpilonhlekhanyile7694
    @mpilonhlekhanyile7694 2 ปีที่แล้ว +2

    Niyefana bantwana beNkosi😊ngisho ukukhuluma kwenu kuyefana zingane zoNyazi

  • @nokwandamaqhubela3171
    @nokwandamaqhubela3171 2 ปีที่แล้ว +5

    Aybo nayithinta indaba enkulu. Nginenkinga nam ngokwembatha.Inkinga yam vele angibikiwe futhi angenzelwanga umhlonyane.Phezu kwaloko ke nay ingubo.Kumnyama nje ngvele ngingaz ngoba manje ngina 34 years akuhlangani empilweni.Kunzima nokulungisa ngoba ngzalwa umama ongu Mhlubi nobaba ongu Mzulu .Izindlela zokwenza zihluke kakhulu. Angfuni ukuthi ngyalungisa kant sengyamosha ngoba vele nengubo angyaz ivela koluphi uhlangothi.

  • @maveej8443
    @maveej8443 2 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga kakhulu, ngichazelekile kahle. Umsebenzi wenu ubalulekile emphakathini.

  • @kwaneledamoyi2347
    @kwaneledamoyi2347 2 ปีที่แล้ว +2

    Eish kwantintwa indaba yhooooo

  • @NeliswaBoya
    @NeliswaBoya 10 หลายเดือนก่อน

    Aish mkhulu ukuluma nami ke mnje andazi ndenze njani ukuze ndembule😢

  • @g13288
    @g13288 2 ปีที่แล้ว +10

    I wish I had a translator, because this is interesting.

    • @futhikhumalo6909
      @futhikhumalo6909 2 ปีที่แล้ว +3

      I think if u can call Him
      He will explain for you 🙏

    • @NgiLindeMkhonto
      @NgiLindeMkhonto ปีที่แล้ว +4

      How did u find it interesting if u can't hear isiZulu?

    • @ThulaniMbuyazi-l5g
      @ThulaniMbuyazi-l5g 3 หลายเดือนก่อน

      ​@@NgiLindeMkhonto😂😂😂😂😂😂😂😂😂awumbuze

    • @sihawumathe3594
      @sihawumathe3594 2 หลายเดือนก่อน

      Ifilimu 😅😅😅😅😅

    • @MandlaMakhaye
      @MandlaMakhaye หลายเดือนก่อน

      Ngiicela izi number zalama khehlla

  • @MbukiseniZungu
    @MbukiseniZungu 2 หลายเดือนก่อน +2

    Ubona ngani ukuthi ukwembatha kwakho kunobuwele futhi usizakala kanjani.

  • @anythingandeverythingn1921
    @anythingandeverythingn1921 2 ปีที่แล้ว +3

    Weynsizwa nginithanda kakhulu nobabili.
    Mjoka wangitshela efonini ukuthi ngibhethe ubuwele kwaphela izinyanga eziyi9 kwafika uwele wami komunye umama wakamakhelwane umakaBongani osonta naye uMjoka eNtabazwe.
    Kumanje sengiphila nethemba umnewethu wafika kwahalaliswa kakuhle bebabaza omama nabantu ukuthi uphumaphi kade ekufuna uCelimpilo(imina lowo).
    Khulani bafwethu niwaphathe kahle lawomakhehla
    Niwufakazi wenkolelo yami ukuthi ayikho into ekuthiwa ukufa ayikho into efayo.
    Ngibonga indlela enenza ngayo umsebenzi ngeqiniso nesineke.

    • @anythingandeverythingn1921
      @anythingandeverythingn1921 2 ปีที่แล้ว

      @@bongiwembatha83 itholakala ethekwini kuWest street impunga yesintu
      Umjoka utholakala eNtabazwe nasemafonini uyabathola futhi😊

  • @youngnmboyVEVO
    @youngnmboyVEVO 9 หลายเดือนก่อน

    Nnjani bafethu igama ngingu Muziwakhe. Ngihlala ophongolo kodwa ngokwetoho ngisepitoli nginenkinga konke langihamba khona ngidibana nabantu bomoya bangtshela ukuthi ngazalwa ngbethe .. ngidinga usizo .utholakala kanjani uMkhulu

  • @siphelomapenana1415
    @siphelomapenana1415 ปีที่แล้ว +1

    Uzibona kanjani xa uzelwe mbethe

  • @nelisiwemkhwanazi9765
    @nelisiwemkhwanazi9765 2 ปีที่แล้ว

    Ngiyabingelela
    Mina angazi ukuthi ngazalwa ngimbethe na noma cha kodwa nginokuphupha umuntu ofana nami ngimbona esibukweni

  • @mthokoshoba9069
    @mthokoshoba9069 2 ปีที่แล้ว +1

    Umama akasekho emhlabeni kepha wangitshena ukuba ngazalwa ngembethe futhi besike sithi noma sihamba kubantu abathandazayo bangitshene. omunye waze wathi ngili wele kwaba indida ke manje ukuthi kuqondakale lokho ngoba okuningi ayesihlolela kona kwakuliqiniso sikwazi kwenzeka nakhona lokhu kokzalwa ngembethe inkinga yaqala uma esethi ngiliwele noma sasizoba babili kepha kwakhetheka mina ngafika ngembethe ngaleso sizathu manje angazi nkosyam impilo ibalukhuni nje kusukela ebuncanen bami ngiboshiwe ngashayiswa zimoto kuyalenale nje impilo inzima.

  • @siphokhambule5243
    @siphokhambule5243 ปีที่แล้ว

    Naze nakhuluma ngento , engiyona . Sazalwa singamawele wenda umfowethu ,ngasala ngakhula kodwa sasembethe .ngiyazama ukulungisa kodwa akucaci .ikuphi okumele ngikwenze

  • @JaneDoe76664
    @JaneDoe76664 2 ปีที่แล้ว +2

    Ngiyabonga MKHULU.

  • @samkelomadinane4824
    @samkelomadinane4824 2 ปีที่แล้ว +1

    Hhey najula madoda,mina sengambula kathathu,ekugcineni ngambona udadewethu esasivundle nayo owachitheka,kuwuye ombethe I've iveyili nesambatho esi green and yellow,nami ngifake lesosembatho bt iveyili ifakwe wuye yedwa,shuthi kumele kukungiswe yena ngqo?

  • @sikhumbuzosokhela7533
    @sikhumbuzosokhela7533 2 ปีที่แล้ว

    Inkulu indaba ekade ngingayaz ngyabonga mpunga Kanye nomkhulu ngazalelwa ekhaya ubaba wangphika akangfun nokungbona kumnyama empilweni Uma ngingahol Amandla nje Nam kunglungel empinlweni

  • @simangalisondlovu1628
    @simangalisondlovu1628 2 ปีที่แล้ว +4

    Yaz ngathi ikhuluma nam lento..... kungabe lomfoweth oyiwele nam kuzomele ngimthathele umfaz

  • @NonhlanhlaNgobese-z3z
    @NonhlanhlaNgobese-z3z หลายเดือนก่อน

    Ngiyabingelela nami ngazalwa ngiyiwele elinye lenda kodwa manje izinto zami zimnyaba nje kabi ngicela incazelo

  • @prudencesibongile2493
    @prudencesibongile2493 ปีที่แล้ว

    Ilungiswa kanjani Uma isinjalo?

  • @MandlaMakhaye
    @MandlaMakhaye หลายเดือนก่อน

    Nngicela ukuwaz. Inggulwa kannjan ngubo

  • @v-n.g.c1224
    @v-n.g.c1224 ปีที่แล้ว

    Ukhungwa kanjani umuntu ombule ingubo ekhabonina uma esebuyela kubo?

  • @nomusambulinomusa6072
    @nomusambulinomusa6072 8 หลายเดือนก่อน

    Iyasiza kakhulu lenxoxo sicela ukuchazeleka kanzulu ngokuzalwa wembethe utholelwe khabo mama ungahlawuliwe

  • @BonnieNzimande
    @BonnieNzimande 2 หลายเดือนก่อน

    Ngyabingelela mina nginenkinga yalento angilungelwa lutho yathathwa lengubo ngiyafa zinkinga nabantu bathi bathi bayazi bedlala ngani nikhiphe imali kufane

  • @nondumisonomzi8054
    @nondumisonomzi8054 2 ปีที่แล้ว +1

    Camagu mpunga nithetha inyaniso yodwa, ndinobugqina ngayo lentetha ithongo hai linzima

  • @chief9462
    @chief9462 2 ปีที่แล้ว +1

    Uma abazali begcagcile ekhaya but uma ngiya koMalume ngiyombhula ingubo so umbuzo wami uthi, uyabikwa ekhaya kithi esendeni ukuthi ngiya koMalume ngiyokwembula na ?

  • @ludumomelaphi7866
    @ludumomelaphi7866 หลายเดือนก่อน

    Ndicela ubuza ukuba xa uzelwe wembethe ilungiswa kanjani awuyikwanga esibhedlele..naxa unayo ibe seyilahleka

  • @King_rfu
    @King_rfu 2 ปีที่แล้ว

    Mpunga yesintu, angibingelele. Sibonge kakhulu ngolwazi. Ngicela ukubuza ukuth uma umbathe ingubo le osuke uyimbethe umzimba wonke uphinde unqwambe ngaphansi. Isuke ichazani? Ngyabonga

  • @nomkhosimvuna1967
    @nomkhosimvuna1967 10 หลายเดือนก่อน

    Ngenxa yaleNkulumo sengiyilunga lomndeni walaykhaya. Ngaze ngajabula.

  • @PatriciaMadikazi
    @PatriciaMadikazi หลายเดือนก่อน

    bengi c ela ukubuza ngazala ingane Ngo 1989 yayembethe manje uya khala ngokuthi akukho okumlungelayo empilweni

  • @siyamgazi9454
    @siyamgazi9454 2 หลายเดือนก่อน

    Naze nakhuluma kamnandi🙏

  • @thumekatyatyeka5043
    @thumekatyatyeka5043 2 ปีที่แล้ว

    Impungaaa ihleli nenye impunga noku hleka kwenu kuyafana nelizwi linye impungaa Naze nafana

  • @bongumusahlophe6708
    @bongumusahlophe6708 2 ปีที่แล้ว

    Ngizohlela ukuza kwiMpunga ngelinye hhay iyashaya ngiyayizwa khula Mpunga yesintu ufundise umhlaba wonke 🙏🙏🙏

  • @elphasmbhele67
    @elphasmbhele67 6 หลายเดือนก่อน

    Ngikwazi yini ukuyozihlambulula emanzini noma umsamu ungalungile

  • @siphelomapenana1415
    @siphelomapenana1415 ปีที่แล้ว

    Ndcl ukwazi uziqaphela kanjani ukuba uzelwe. Wembethe?

  • @mlungisihadebe2507
    @mlungisihadebe2507 11 หลายเดือนก่อน

    Ngicela ukubuza Mpunga kubonakalakanjani ukuthi njengoba uphumenalengubo eyobuwele noma cha?

  • @sindiswamboyiya1462
    @sindiswamboyiya1462 2 ปีที่แล้ว

    mpunga ndayvuyela lenkulumo ndinomntana uwashiya ingubo ngaphakathu ngoba kwathiwa kunomnyu ozontshontsha ingubo yomntana wayshiya yaphuma ngesayo iskhathi

  • @nomsaledwaba8931
    @nomsaledwaba8931 ปีที่แล้ว

    Re-watching the vlog, very informative: 6 August 2023.

  • @dcmmosia6859
    @dcmmosia6859 ปีที่แล้ว

    Sanibona makhehla, ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuhlabela umuntu owembethe ehlatshelwa imbuzi enomtwana esiswini???

  • @NokweZungu
    @NokweZungu 7 วันที่ผ่านมา

    Thokoza mkhulu mina ngazalwa nginamabele 4

  • @ntombikayisemagagula877
    @ntombikayisemagagula877 2 ปีที่แล้ว

    Amen, Mpunga

  • @bonganinkumane1697
    @bonganinkumane1697 2 ปีที่แล้ว

    Itholakala kanjani lengxoxo nakhu ingathatheki ngelekeleleni bo ngiyayidinga

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela1965 2 ปีที่แล้ว

    Ngyanizwa madoda amakhulu uma ke iwele lakho lazalwa liphila kodwa lende ekukhuleni kwenu, kuye kwenzekeni kumbe kwenziwa kanjani uma kunjalo.

  • @lunganizitulele689
    @lunganizitulele689 2 ปีที่แล้ว +1

    Mpunga 🧐 sofunda size sikhokhobe makusa khona wena ... Pls on your next topic ukuke usichazele imbangela yongatholi umntwana usufuna

  • @luvunodumisani05
    @luvunodumisani05 2 หลายเดือนก่อน

    Mina ngicela ukubuza ukuthi umangabe wazalwa wembethe kodwa ingubo yakho yatshontshwa wenza kanjani

  • @sphamandlatrevor2495
    @sphamandlatrevor2495 2 ปีที่แล้ว

    Mpunga lendoda ingisize kakhulu empilweni yami sbonge ko mjoka

  • @sizakeleshobede8067
    @sizakeleshobede8067 ปีที่แล้ว

    Ngbingelele mkhulu ngicela ukbuza uthola kanjan kut wazalwa wembethe,wazi ngani kut wembethe kanjan kungaba ubuwele noma wembethe okunye? Ngyabonga

  • @zimfanelezonken4855
    @zimfanelezonken4855 2 ปีที่แล้ว

    Ngiyafisa ngelinye ilanga uthinte indaba Yama relationship, nokuthi kuyiqiniso kangakanani ukuthi umuntu ngemimoya akagani or akaganwa umuntu ongena yo imimoya.

  • @phiwayinkosisithole585
    @phiwayinkosisithole585 ปีที่แล้ว

    nangelapha kunini ngizibuza imibuzo ngob phel ngawenza umsebenzi wokembulwa kodwa angiwboni umehluko

  • @sihawumathe3594
    @sihawumathe3594 2 หลายเดือนก่อน

    Ngicela ukubuza imibuzo emibili:
    1). Uma uyicela ukuthi ibuyiswe ingubo eyakahleka esibhedlela ngembuzi yokuqala, ukwenza lokho usililungisile inono elikwembethe futhi waliqamba negama noma lokho ukwenza ngokulandelayo ngoba kwembulwa ngembuzi yesibili?
    2). Uma ngembethwe yisthunywa sasekhaya komama, kuvumelekile yini ukuthi ngingembulelwa emzini enguwuvusele ubaba?

  • @thokozanizwane6170
    @thokozanizwane6170 2 ปีที่แล้ว +1

    Ilungiswa kanjani?

  • @ntuthukomakhathini4596
    @ntuthukomakhathini4596 2 ปีที่แล้ว

    Naze nafana ninentswebu wena Mkhulu Mpunga noMashimane

  • @siyabongagumede184
    @siyabongagumede184 ปีที่แล้ว +1

    Asbonge Impunga yeSintu no Mkhulu 🙌

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 2 ปีที่แล้ว

    hayi layithinta indaba enkulu. bomkhulu

  • @SimisoKhumalo-cw2ju
    @SimisoKhumalo-cw2ju ปีที่แล้ว

    Kuyenzeka yini uzalwe we mbethe izingubo ezimbili.

  • @sandilezondo9312
    @sandilezondo9312 2 ปีที่แล้ว +2

    Lunzulu ulwazi oluphiwa ama Khehla Mphunga, kwande

  • @mojalefamafereka988
    @mojalefamafereka988 2 ปีที่แล้ว

    Le ye wele yona inkinga ngoba suke nabo bathi aba kwazi lokho

  • @NokuthulaNqayi
    @NokuthulaNqayi 2 หลายเดือนก่อน

    Lilungiswa kanjani

  • @musambatha
    @musambatha ปีที่แล้ว

    Manje umangabe iwele liphila khona kubanjani

  • @ayandagumede6249
    @ayandagumede6249 ปีที่แล้ว

    Wenzenjan uma uzalwe wembethe uyiwele nobabili niyaphila

  • @kwaneledamoyi2347
    @kwaneledamoyi2347 2 ปีที่แล้ว +1

    Ndiyafisa ngelinye ilanga khenithinte indaba yomntu oziphiwe zonke izinto ezingabalwa kodwa umsamo awakaze wakhona ukuba wawukhona walahleka kokhokho nomkhulu. Bese ingubo nomsebenzi wotshisa impepho bayinika yena futhi nendlu yezinti bamkhobisa. Kodwa ayikaze yenziwa lento phakathi komuzi kuzofana ngathi iyaqaleka ngci.

  • @nelisiwekunene6782
    @nelisiwekunene6782 2 ปีที่แล้ว

    Ngingaythola kuphi indlela yesintu(book)

  • @carolntombenhlecossa8817
    @carolntombenhlecossa8817 2 ปีที่แล้ว

    Kazi niyiza nini eGoli syahlupheka vakithi...Wozani nankithi

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela1965 2 ปีที่แล้ว

    , 👌👍🙏

  • @sibusisohadebe3961
    @sibusisohadebe3961 2 ปีที่แล้ว

    Kambe ngingafinyelela kanjani kulezimpunga ngoba lento eziyichaza lana iyimi ngqo

  • @nonhlanhlamemela6802
    @nonhlanhlamemela6802 ปีที่แล้ว

    Namingazalwangembethemanje.izintozami.azikhoryt.but.angizwanasendlebeni.nezintozamizomnyamangicela.usozo

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 2 ปีที่แล้ว +1

    Ngyayizwa lento,mina nginakho kokubili ubuwele Kanye nokweMbatha.engingazi ekulungiseni ngoba ngazi ukuthi ngembula ubuwele.uma ngihamba kubantu iyabatshazwa inhlanhla enkulu enginayo okungavelike ukuth iqondene Nani.

  • @lizwingwane9091
    @lizwingwane9091 2 ปีที่แล้ว

    Cela uncedwa ngomiselwa amagobongo😢

  • @samkelomadinane4824
    @samkelomadinane4824 6 หลายเดือนก่อน

    Sebengimbulele kane,into ngangingazinukuthi okwami kunobuwele phakathi,ngenhlanhla wafika ngephupho efake isambatho ne veil,okufakazela le video,wuye owayembethe not mina,Ngiyamdinga uMashimane plsss

  • @lindimosesi7521
    @lindimosesi7521 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga kakhulu-bengixakwe ukuthi kungani ngiphupha amawele.Ngiyaludinga usizo Luka Mkhulu Mjoka , ngiyaludinga.

  • @thabanimkhize881
    @thabanimkhize881 2 ปีที่แล้ว +1

    Bafethu ngisizeni lento engihlasele angazi nokuthi ngzoqalaphi lomuntu sengike ngamuphupha engaphandle kwasekhaya egqoke kahle ublack and white engathi impela ulingana nami ngobude aiybo omunye wogogo wake wangibekela lento

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela1965 2 ปีที่แล้ว

    Impunga

    • @mbongenimazibuko7800
      @mbongenimazibuko7800 ปีที่แล้ว

      Thokoza amile nginenkinga ngaphuma ngembethe mama useyenze kaningi kodwa ayenzeki loyomuntu uvele abhede omunye wavele walala nomuntu wesifazane ngazibuza nganyanya kakhulu namahje kumele yenziwe

  • @youngnmboyVEVO
    @youngnmboyVEVO 9 หลายเดือนก่อน

    Nnjani bafethu igama ngingu Muziwakhe. Ngihlala ophongolo kodwa ngokwetoho ngisepitoli nginenkinga konke langihamba khona ngidibana nabantu bomoya bangtshela ukuthi ngazalwa ngembethe .. ngidinga usizo .utholakala kanjani uMkhulu