P1.bath"NGYATHAKATHA |NGATHWALA NGEZINGANE ZAMI | ANGINAMALI |IMPILO INZIMA NGISIZENI

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 9 เม.ย. 2024

ความคิดเห็น • 284

  • @user-fn3op6ys8x
    @user-fn3op6ys8x หลายเดือนก่อน +8

    Bafo thatha ugogo umuse okhozini abikele izwe loludaba

    • @BantuTV_1
      @BantuTV_1  หลายเดือนก่อน +1

      Qhwe ngilindele ukt ukhozi lona luthinte thina njengob amanamba ekhona nje, kuzoba nzima kakhulu for mina ukt ngiluthole

    • @nokuthulantunja4595
      @nokuthulantunja4595 หลายเดือนก่อน

      Bathin amaSocial worker endawo eSdangen kudlalwa ngomuntu omdala kodwa

    • @NokwaziNokwazinjeje
      @NokwaziNokwazinjeje 27 วันที่ผ่านมา

      😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢Ngaze ngakhathazeka

  • @SnenhlahlaPrideworth-qb7oq
    @SnenhlahlaPrideworth-qb7oq 2 หลายเดือนก่อน +33

    Lapho ngyamazi logogo banomona okuthi uzimele kuhle kwakhe

  • @user-wt5qu4ut6s
    @user-wt5qu4ut6s 2 หลายเดือนก่อน +24

    Ushembe uzoba nawe gogo, hamba ulubikle unyazilwezulu ngalokhu

  • @NufliqOnline
    @NufliqOnline 2 หลายเดือนก่อน +32

    Isihloko siwrong kakhulu
    You wrote as if "Ugogo confesses ukuthi uyathakatha"
    whereas, she's being accused of ubuthakathi.

    • @user-cf3iq3wb3q
      @user-cf3iq3wb3q 2 หลายเดือนก่อน +8

      Why nibhale so SENgathi uyathakatha yerrr yisuseni leshloko

    • @user-px4nz7tu9t
      @user-px4nz7tu9t 2 หลายเดือนก่อน +3

      True. I thought because I'm not zulu I dont understand the head statement.
      To my understanding it's seems ugogo is confession ukuthi uyathakatha

    • @nankimahloane2787
      @nankimahloane2787 หลายเดือนก่อน +2

      True. I nearly did not watch. Not sure how many more people did not watch because of wrong heading. Please change to attract more viewers, likes etc.
      May God almighty intervene for the granny to find peace whilst alive.

    • @benkhumalo7146
      @benkhumalo7146 หลายเดือนก่อน +1

      Ngaze ngamzwela ugogo. Into ebhlungu kunakhokho konke. "Amanga akhulunywe kuqala azwakala kangcono kuneqiniso elizokhulunywa kamuva" zobuya lezinduku mudala lomuntu enimnephuza kanje

    • @tinangubane9349
      @tinangubane9349 หลายเดือนก่อน

      Its a stupid click bait nokuth uzomsiza ngan ugogo bakith njengoba edabukisa kabuhlung kanjeee

  • @BandileNdlovu-hg2ww
    @BandileNdlovu-hg2ww 2 หลายเดือนก่อน +11

    Mmmmmmmmmm Jehova makangenele bakith yooooh kwaze kwanzima😢😢😢😢😢

  • @thulanisimamane7145
    @thulanisimamane7145 2 หลายเดือนก่อน +15

    Uyena uZulu owayethakatha kodwa wasebenzisa umuthi wokuthi lomama anukwe.

    • @user-ix9tj5tl9r
      @user-ix9tj5tl9r 2 หลายเดือนก่อน +1

      Seconded

    • @user-px7ge1fh4b
      @user-px7ge1fh4b หลายเดือนก่อน

      Yes ishloko si wrong bakithi kwabuhlungu NGO gogo bakithi 💔

  • @BandileNdlovu-hg2ww
    @BandileNdlovu-hg2ww 2 หลายเดือนก่อน +9

    umhlahlo ukujehova mawami ngiyabuzwa ubuhlungu 😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢

  • @Khulumatv3558
    @Khulumatv3558 2 หลายเดือนก่อน +17

    let's Make sure we LIKE 👍THE VEDIO to help it go Viral in wide areas so tht ugogo ezothola usizo Danki @BantuTV_1

  • @XolisileBeauty
    @XolisileBeauty 2 หลายเดือนก่อน +9

    For sure zulu uye owayethakatha ecasha ngogogo

  • @dollymbuyazi1421
    @dollymbuyazi1421 2 หลายเดือนก่อน +6

    😢😢😢😢gogo kwaze kwaba buhlungu Indaba isemuva inhlamba yokuthakatha Mele ugezwe gogo kunzima ngaze ngabhlungu gogo wam mama wami uzalwa umandlovu engathi ungasizakala ujehova akukhusele 😭😭😭😭😭😭

  • @latitaabuti8057
    @latitaabuti8057 2 หลายเดือนก่อน +11

    Eyi usehlukumezeke kakhulu ugogo bakithi, ngenelela Nkulunkulu wami

    • @NoziphoMabaso-wy8cp
      @NoziphoMabaso-wy8cp หลายเดือนก่อน

      Ungabaphenduli gogo bayeke lempi akuyona eyakho inikele ku Jehova akulwele

  • @NtsoakiMokoteli
    @NtsoakiMokoteli 2 หลายเดือนก่อน +7

    Life is sometimes unfair😭😭

  • @Bukamanzi
    @Bukamanzi 2 หลายเดือนก่อน +7

    Umsamo wakho mawuhlambuluke ushembe awuthethelele nasesinkingenizawo AMen🌟🌟

  • @nomahposh
    @nomahposh 2 หลายเดือนก่อน +6

    Ugogo batshotshe impahla yakhe bazositha ngane kunoma khelwane owathatha impahla yakhe ocingweni bamsebenza ngayo kumele athole u mabangwe noma khehlelezi bazolisho iqiniso

  • @lindenisikakane9906
    @lindenisikakane9906 2 หลายเดือนก่อน +6

    Abantu bayoba zibotho kanti inyembezi zabantu abadala

  • @ntokozondlovu4434
    @ntokozondlovu4434 2 หลายเดือนก่อน +4

    Eyi nkosi yami sorri gogo 😭😭😔😔

  • @sindiswayose4273
    @sindiswayose4273 2 หลายเดือนก่อน +12

    Lujulile loludaba lukagogo indaba yonakala lee emuva ngoba nalo idlozi liyasidala ischitho sengathi angasizakala bakithi😢

    • @sjavakhamuver7706
      @sjavakhamuver7706 2 หลายเดือนก่อน

      Ukhuluma indaba enkulu lapha yedlozi

    • @nankimahloane2787
      @nankimahloane2787 หลายเดือนก่อน +1

      Sometimes we blame our ancestors instead of blaming real witches. Gogo was cursed for her mother's agreeing to be wife number 5. This highlights the consequences of isithembu. Her dad as an inyanga has a big hand on this. I am definately sure he married 5 wives by using love portion.

  • @manelisjersiaaquarius2730
    @manelisjersiaaquarius2730 2 หลายเดือนก่อน +14

    Protection order is required or let the old woman be moved to another place.

  • @NYANGA75
    @NYANGA75 2 หลายเดือนก่อน +3

    Waliqhathizwe Zulu awu kazi wawuvelaphi nombhulo ongekho hawu

  • @babalwazongo-nd2xb
    @babalwazongo-nd2xb 2 หลายเดือนก่อน +4

    😢😢😢😢😢😢kubuhlungu kona kakhulu kodwa uThixo gogo ukhona

  • @annahmotsa7182
    @annahmotsa7182 2 หลายเดือนก่อน +7

    Ncesi gg.. sonkhe batsi siyatsakatsa...lesi sento lesibi.. God will deal with them..Ncesi make..Nkulunkulu ukumele..utaba nawe...

    • @sjavakhamuver7706
      @sjavakhamuver7706 2 หลายเดือนก่อน +1

      Sibonge amazwi okududuza gogo

  • @NomusaZondi-hj7nn
    @NomusaZondi-hj7nn 2 หลายเดือนก่อน +4

    Yaze yangikhalisa ndaba kagogo bkt yabuhlungu into 😭😭😭😭ngenelela nkosi loludaba ludinga wena 😢

  • @user-vj8ok7xt7l
    @user-vj8ok7xt7l หลายเดือนก่อน +1

    Waze waba open umama yhooo ngyamthanda shame..."Phephisa mama ngfisa ngathi ungasizakala"❤❤🕯

  • @bongythwala9840
    @bongythwala9840 2 หลายเดือนก่อน +15

    Nxa nje nibhale ishloko esithi Ngiyathakatha ngithwele ngengan zama why ningabhalanga ukuthi Bathi

  • @lindangobese1359
    @lindangobese1359 2 หลายเดือนก่อน +7

    Nisebenzise ishloko esibhedayo nje nina.....please write the heading kahle and assist ugogo

    • @BantuTV_1
      @BantuTV_1  2 หลายเดือนก่อน +1

      Sesikwenzile okfanele umbono wakho, qhubeka uhlale kule chance u like I Vedio

  • @UminathiDaleni-hv8oy
    @UminathiDaleni-hv8oy หลายเดือนก่อน

    Shembe never dies for our sinz bt Jesus only n only n he's the one can help

  • @user-mz3xk2fo6t
    @user-mz3xk2fo6t 2 หลายเดือนก่อน +2

    Ngyakhala ngeshloko asibhalekanga kahle nxese Mama kzodlula izinyembezi zakho ngeke ziwele phans

  • @user-pr6qn3nq5z
    @user-pr6qn3nq5z 2 หลายเดือนก่อน +6

    Kubanjenavele umuntu uma engenabo abafana kudlalelwakuwe😢😢😢

    • @nankimahloane2787
      @nankimahloane2787 หลายเดือนก่อน

      This battle is spiritual. I wish she gets true servants of God who can help her. It is so wrong for fake prophets to put so much hatred between neighbours in the name of making money.

  • @nomathembangcongo9457
    @nomathembangcongo9457 หลายเดือนก่อน +2

    Yeka inkantolo yeka amaphoyisa themba uShembe uyeke mhlahlo UNyazilwezulu lizokuveza obala ukuthi umsulwa.UZulu usemwisile uzobenza bajikelane bodwa qina emkhulekweni angikhonzi kwaShembe kodwa ngiyazi unguNkulunkulu ophilayo

  • @ntombikhumalo2209
    @ntombikhumalo2209 หลายเดือนก่อน +1

    Ukhona Nkukunkulu uzophendula ngelinye ilanga kubo bonke abaku thukayo uJehova abe nawe❤

  • @thandyzwane3206
    @thandyzwane3206 2 หลายเดือนก่อน +2

    Jehova nkosi yehlisa umoya kulomhlaba, umhlaba wakho uyabhubha, baba ushilo baba, wena egcwadini yakho egcwele ukuthi Umhlaba uyophenduka, thina siyovukala sodwa sizosikana ngezimba, yehlisa umoya, phezu kuka Gogo thumela ingelosi baba akekho, omunye ozosusa, lomthwalo6, ngaphadle kwakho, ushilo, baba wathi, lothwele kanzima uzomsusa, uzomthula , muthule nkukulu wami

  • @user-ru9jl3il2l
    @user-ru9jl3il2l หลายเดือนก่อน +3

    Sikuhlulile isihloko akubhalwa kanje.Ugogo uyabhecwa ngokuthakatha hay ukuty uyena oshoyo.Isihloko masithi UYAKHALA UGOGO OBHECWA NGOKUTHAKATHA.

    • @THUBELIHLE-zm6ru
      @THUBELIHLE-zm6ru หลายเดือนก่อน

      Cha nami ishloko singdidile

  • @nomathembangcongo9457
    @nomathembangcongo9457 หลายเดือนก่อน +1

    Gogo ngicele uye kuNyazilwezulu uyibike lenkinga ngeke bakwenze lutho futhi musa ukukhala bayeke bakuthuke bakumemeze ngeke bakwenze lutho Shembe uzoba nawe

  • @MommyMahlalela
    @MommyMahlalela หลายเดือนก่อน

    Gogo God is God be blessed

  • @GloriaKhanyisileZuma.
    @GloriaKhanyisileZuma. 2 หลายเดือนก่อน +3

    Moya oNgcwele ngenelela esimweni somuntu omdala nakhu ehlukumezeka , sikwethembile Simakade uzomnyula kulelihlazo afakwe kulo

  • @cecilianthabisengngcobo3789
    @cecilianthabisengngcobo3789 2 หลายเดือนก่อน +4

    Mama ungakhathazeki kakhulu Uma ukhuleka izingane zikulalela kushiwo kanjalo.Khuleka kakhulu kuna kuqala

  • @user-vb6rt5le9j
    @user-vb6rt5le9j หลายเดือนก่อน +1

    This needs to go international. These people must be punished

  • @user-yd5me1gx5k
    @user-yd5me1gx5k 2 หลายเดือนก่อน +4

    Sizani bo nangu ugogo😢😢😢

  • @user-vn7cf5eo6k
    @user-vn7cf5eo6k 2 หลายเดือนก่อน +2

    Yaze yabuhlungu into Nkosi yami kubuhlungu nhliziyo yami 😰😭😭😭😭gogo nkulunkulu khona zophendulela ntombi ndalo nkosi khona gogo

  • @MlungisiNgwenya-pw1cl
    @MlungisiNgwenya-pw1cl 2 หลายเดือนก่อน +3

    Akaye kumnikazi webantu onyazini angaze emosho imali eya enyangeni

  • @pumlamagula1199
    @pumlamagula1199 2 หลายเดือนก่อน +1

    Thethelela Yehova Thixo Wemikhosi, nanko umkhonzazana wakho esezinyembezini 😢😢menzele inceba Yehova umthuthuzele umosule iinyembezi kuloo mehlo alilayo 😢 kubuhlungu kakhulu kum yhini Bawo.

  • @LungiMhlongo-xy2ih
    @LungiMhlongo-xy2ih 2 หลายเดือนก่อน +1

    Mmm nkosi yami kwaze kwazwela ngiyacela bangenelele abangakhona ukusiza

  • @reginasimelane2595
    @reginasimelane2595 2 หลายเดือนก่อน +4

    Isihloko sakho bhuti ,asihambisani nenkulumo
    Yeka ukwenza kanjalo

    • @thembimotau1382
      @thembimotau1382 หลายเดือนก่อน

      Babhale ngamagama amancane ekucaleni kwesihloko (bathi)

  • @user-jj7vh3nd4k
    @user-jj7vh3nd4k หลายเดือนก่อน

    Kwabuhlungu Gogo yoooh ngath ungaphola emoyeni

  • @brendamhlongo4522
    @brendamhlongo4522 2 หลายเดือนก่อน +1

    Kwaze kwabuhlungu bakith iynduna aylethe umuntu ozohlahluba😢😢😢uNyazi namathongo kagogo awangenelele,uma umuntu ekugadla ungagadleki uyaye athi uwena othakathayo

  • @belinajabhisa71
    @belinajabhisa71 หลายเดือนก่อน +1

    It's heart breaking😭😭😭😭😭😭😭

  • @user-pc6wo6wt5n
    @user-pc6wo6wt5n 2 หลายเดือนก่อน +2

    Hawu kodwa bakithi yaze yabuhlungu ndaba,masesikhala salukazi

  • @ThembelihleZwane-qk1px
    @ThembelihleZwane-qk1px หลายเดือนก่อน +1

    UNKULUNKULU ukhona noma izitha zikuvukela themba uJehova ngelinye ilanga izitha zoba ngaphansi kwenyawo zakho kungathi ungalithola usizo gogo

  • @manahnojiyeza5863
    @manahnojiyeza5863 2 หลายเดือนก่อน +2

    😭😭😭😭😭😭😭😭hmmm kwaze kwabuhlungu.....uthi akabajezise ....gogo....abahlukumeza umtomdala.....AKWENZIWA KANJE .. .UNUNTU OKANKULUNKULU

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 2 หลายเดือนก่อน +1

    Hmm Nkulunkulu onomusa ngenelela kubi ngampela kulogogo🥹🤔🙏

  • @NolinganaManqawa-bw3qi
    @NolinganaManqawa-bw3qi หลายเดือนก่อน +1

    Oooh kwaze kwanzima please funelani ugogo i protection angaze afele izono zabantu . Ngu Yesu yedwa owafela zona

  • @lindenisikakane9906
    @lindenisikakane9906 2 หลายเดือนก่อน +2

    Kwaze kwabhlungu ngesalukazi

  • @winniephindile2216
    @winniephindile2216 2 หลายเดือนก่อน +3

    Lwaze lwabuhlungu udaba luka Gogo.

  • @user-yo6um9xv3o
    @user-yo6um9xv3o 2 หลายเดือนก่อน +1

    Ncena Ndlovukazi Nkulunkulu uzokulwela

  • @user-cn4jq8jk9e
    @user-cn4jq8jk9e 2 หลายเดือนก่อน +1

    Akuwona wedwa mama onaleyonkinga uMyeni unukwa usista wakhe uthi uyena othakatha umndeni khuleka Gogo uThixo uzokuphelela .nathi sesiphila ngomkhulekho

  • @NOWINILENCAPAI
    @NOWINILENCAPAI หลายเดือนก่อน

    Inyembezi zalo gogo zonibangela mashwa hlukanan nomntomdala, ngisho noba ningambulala ngeze nakutholu kuphumula zinjaaa

  • @fikidube1236
    @fikidube1236 2 หลายเดือนก่อน +1

    Gogo ikhona iNkosi uJesu Ogcotshiweyo egcotshelwe zonke izimo zasemhlabeni, uma wamukela yeNa uzokuthola ukuphumula. *MATHEWU **11:28**-30*

  • @nokukhanyanokubonga154
    @nokukhanyanokubonga154 2 หลายเดือนก่อน +1

    Ai gogo geza izikhwama zikababa umoya wakhe uhleli kuwena

  • @reginasimelane2595
    @reginasimelane2595 2 หลายเดือนก่อน +1

    UDr Khehlelezi akakwazi ukuhlola lumina wahluleka kwaze kwaba kabili

  • @user-kc5ci3xv6e
    @user-kc5ci3xv6e หลายเดือนก่อน

    Yaze yaxabanisa inyanga mbumbulu ,kodwa ngimbekile unkulunkulu uyophendula gogo zonke izitha zakho ziyojikelana zodwa.yaze yabuhlungu into 😭😭😭thula izinyembezi zakho ziyakhuluma hamba. Uyobabika kunyazi lwezulu lizobahlakaza bonke

  • @user-ip8mm7sb8q
    @user-ip8mm7sb8q 2 หลายเดือนก่อน +2

    Phephisa gogoz uthixo uzowaveza amaqiniso

  • @mbulie04
    @mbulie04 2 หลายเดือนก่อน +2

    M so heart brocken 💔💔💔💔💔💔💔

  • @ZodwaSonjica-gc2cf
    @ZodwaSonjica-gc2cf หลายเดือนก่อน

    Maka sure loyondawo

  • @alexmhlongo5947
    @alexmhlongo5947 2 หลายเดือนก่อน +1

    Lubuhlungu udaba la gogo

  • @LulekaNokonya-rs9hj
    @LulekaNokonya-rs9hj 2 หลายเดือนก่อน +2

    uZulu makabekwe eSgqilini achaze ngokuthakatha kwakho Gogo futhi akuzulibona izulu lo tata uthi uyanyanga eloxoki

    • @HeartDlomo-yz4ls
      @HeartDlomo-yz4ls หลายเดือนก่อน

      uthi ugogo uzulu sekashona

  • @oliviashongwe3878
    @oliviashongwe3878 10 วันที่ผ่านมา

    Ay kunzima .....uma kungakashiwo ukuthi uyathakatha....usuke ungakabi nabomakhelwane struuu.....😢bonke abomakhelwane bayathakathisana nje impilo yakhona...

  • @doctorradebe1254
    @doctorradebe1254 หลายเดือนก่อน

    LENDABA IDINGA ABAHOLI BENDAWO BANGENELELE

  • @user-lg3ir3mt8q
    @user-lg3ir3mt8q หลายเดือนก่อน

    Hawu moyongcwele ..kwaze kwabuhlungu ..nathi sinayo leyonkinga Thiwa siyathakatha😢

  • @user-nf3ub2bn2m
    @user-nf3ub2bn2m หลายเดือนก่อน +1

    Phephisa gogo aw nkosvyami kwangathi ugogo angavikeleka azophila ncono

  • @NtombikhonaZwide
    @NtombikhonaZwide 2 หลายเดือนก่อน

    Hamba uyemaphoyiseni Gogo

  • @user-rs8er4sh8o
    @user-rs8er4sh8o 2 หลายเดือนก่อน +2

    Gogo xa ungenacala uzazi uba awuthakathi khuleka ku Thixo uyalalela umkhuleko ngoba ezinkinga zizo affectar nabantwana. Khuleka khuleka. Thixo uzokunceda

  • @fikidube1236
    @fikidube1236 2 หลายเดือนก่อน +1

    *MATTHEW 11:28-30*
    *28 “Zanini kimi nina nonke enikhatheleyo nenisindwayo, mina ngizakuniphumuza.
    29 Bekani ijoka lami phezu kwenu, nifunde kimi, ngokuba ngimnene, ngithobile ngenhliziyo; khona imiphefumulo yenu iyakufumana impumuzo.
    30 Ngokuba ijoka lami lihle, nomthwalo wami ulula.”*

  • @NokwandaMadinana
    @NokwandaMadinana หลายเดือนก่อน

    Mmm kwanzima hamba enkosini gogo uyobika uzokuhawukela uzokulwela

  • @beautybantwini
    @beautybantwini 2 หลายเดือนก่อน +1

    Wena thatha isqhwaga esidlula iziqhwaga UJesu Krestu, abe yinkosi nomsindisi wempilo yakho..wena awudingi i aproval yabantu...wena gogo udinga uThixo....hayi yonke lento okhuluma ngayo....yamukela UJesu uzokhululeka.

  • @user-jm1xt9gu4d
    @user-jm1xt9gu4d หลายเดือนก่อน

    Gogo uzonqoba bazoxabana bodwa,bayakuzama bahlangene baningi bayehluleka yingakho bethi uyathakatha,ngeke bakwenze lutho bazojeza, nabantu besilisa sebaphenduka abantu besimame.

  • @user-fn3op6ys8x
    @user-fn3op6ys8x หลายเดือนก่อน

    Aw Bakith 😢 ngakzwela ngeyngane zakho esekthiw uthwel ngazo

  • @SibongileHlongwane-hb6cz
    @SibongileHlongwane-hb6cz หลายเดือนก่อน

    Gogo ukhona uNkulunkulu uzokuphendulela😭😭😭😭

  • @user-bv5um1lf1j
    @user-bv5um1lf1j หลายเดือนก่อน

    Ayiii naze naybhala impuqumpuqu😢😢😢ncese gogo ibuhlungu lendaba yakho gogo😢😢😢Ukukhala komuntu omdala 😢😢😢😢

  • @gugudinter1743
    @gugudinter1743 2 หลายเดือนก่อน +1

    😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭ngiphelelwa amazwi namandla.ngaze ngabhlungu

  • @lettymawabeni
    @lettymawabeni หลายเดือนก่อน

    This is very heartbreaking to hear this poor lady crying l hope she can get help

  • @happysgwebela8664
    @happysgwebela8664 2 หลายเดือนก่อน +1

    Gogo lakuhlungu daba lwakho😢😢😢

  • @user-kh7qq6xx6l
    @user-kh7qq6xx6l 2 หลายเดือนก่อน +1

    Ibuhlungu indaba kagogo abanye babo njalo ungathola ukuthi bahamba is onto bika kuShembe uNyazi

  • @user-ix9tj5tl9r
    @user-ix9tj5tl9r 2 หลายเดือนก่อน +1

    Bantfu bayositfola sono.umuntfu angaguga sewuyaloya .utibute kutsi sonkhe leskhatsi abesolo angaloyi ngani.bheka nalomcabanisi jesu sewamtsatsa ubhekene nemacala akhe esihogweni thandaza gogo inkhosi itakulwela .

  • @samuzwane9481
    @samuzwane9481 2 หลายเดือนก่อน +1

    Shwele msindisi wokulunga

  • @thembisilemathonsi8767
    @thembisilemathonsi8767 หลายเดือนก่อน +1

    Gogo ngyacela uhambe uye kwaMashu kwaE ethempelini okuthiwa iKhaya lemphefumulo ushaywa amacala abazali bakho.Ucele uMshumayeli umchazelé uzokutshela uzokwenzanjani unikele kuzodlula. Ngiyacela Gogo kuzolunga

  • @user-ix9tj5tl9r
    @user-ix9tj5tl9r 2 หลายเดือนก่อน

    Ey. Kodvwa.jesu jesu jesu

  • @nonsindisomjweni7697
    @nonsindisomjweni7697 2 หลายเดือนก่อน +1

    Ugogo bandla😭

  • @Masky1991
    @Masky1991 2 หลายเดือนก่อน +1

    Ngaze ngakhala 😢

  • @user-qc1cn8th6g
    @user-qc1cn8th6g 2 หลายเดือนก่อน +1

    Kubuhlungu kuyezwela gogo khala kubuhlungu kanjena igama lokuthakatha aligezeki kodwa Thixo owazi lonke usizi lwakhe sengathi angasizakala .

    • @nankimahloane2787
      @nankimahloane2787 หลายเดือนก่อน

      Just thank God that she was not burnt alive. God's time is always right.

  • @ntombizethukhozakhoza5775
    @ntombizethukhozakhoza5775 หลายเดือนก่อน

    Umakhelwane wasekhaya

  • @slindileslie9776
    @slindileslie9776 หลายเดือนก่อน

    😭😭😭😭😭Gogo ushembe usazophendulel🤞

  • @fikidube1236
    @fikidube1236 2 หลายเดือนก่อน

    Gogo izangoma ngeke zisize ngoba inzondo izoqhubekela phambili.

  • @MphuthumiMlamla
    @MphuthumiMlamla 2 หลายเดือนก่อน +1

    Kwaze kwabuhlungu

  • @ZamaDlamini-kr6ok
    @ZamaDlamini-kr6ok หลายเดือนก่อน

    UJehova abenawe gogo, waze wakhala kabuhlungu😭😭 sengathi ungasizakala

  • @teddymnguni8120
    @teddymnguni8120 หลายเดือนก่อน

    I feel that anger😢😢

  • @businzama6939
    @businzama6939 2 หลายเดือนก่อน

    Mmmmmm😭😭😭😭😭kodwa Nkosi yami yazi ugogo vele akaphilile aphinde ahlukunyezwe kanje ngeke kanti sekwabanjani emhlabeni phephisa gogo sengathi ungasizakala

  • @gabisilengwenya-mu7gi
    @gabisilengwenya-mu7gi หลายเดือนก่อน

    Ngaze ngabuzwa buhlungu 😢💔💔💔

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 2 หลายเดือนก่อน

    Iyidakwa😢😢😢😢😢😢😢😢😢 ungayenzi leyonto gogo.Amashwa azowela phezu kwabo gogo uma wena gogo ungenacala

  • @MsebenziGcwensa
    @MsebenziGcwensa หลายเดือนก่อน

    Naleyo nyanga iyakidakelwa gogo idinga ijele 💔😭

  • @user-il5rl1ze3q
    @user-il5rl1ze3q หลายเดือนก่อน +1

    Aii bakithi ncedani😢