IKumele yenze njani indoda ethola izingane zama Ntombazane

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 15 ธ.ค. 2024
  • Izingane yimbewu yomuntu weslisa owesifazane unesbeletho esamukela imbewu

ความคิดเห็น • 11

  • @sphiwemayise
    @sphiwemayise ปีที่แล้ว

  • @mbalenhlenzuza4570
    @mbalenhlenzuza4570 2 ปีที่แล้ว

    Syabonga cc kakhulu......
    Kunezinto esngaze sazithola ngokucacile....oweslisa umtshela nini ukuthi uyamthanda uma ethi uzmisele noma ethembisa ukukucela......usho mgaphambi kokuthi kyiwe espholi...
    Inkinga lokho kubukeka njengomjolo angi.?
    Uma esekcelile kunezinto ezenziwa abantu abathandanayo usuke usungamvula yin uSbari njengokuqabulana kanje...
    Uma kungavumelekile umchazela uthini uNhlalsuthi

  • @ntandodlamini8239
    @ntandodlamini8239 2 ปีที่แล้ว +4

    Ake nimeme oyedwa wobaba ezosho uvu lwethu.

  • @msahhadebe74
    @msahhadebe74 2 ปีที่แล้ว +1

    Ngyanizwa senilubekeile olwenu uvo, ngicela ukubuza ukuthi uma kwenzeka ukuthi ezinganeni uma umfana ezoba owesikhombisa noma isishiyagalolunye kodwa nina banamhlanje nifuna izingane ezine uma mina nglokhu ngthi ngfuna abantwana uyahamba uyojova ngingazi mina ngyobona ngoba kungasenzeki lutho, ngenzanjani kulokho?

    • @thembingema5331
      @thembingema5331 2 ปีที่แล้ว +1

      Ayi bhuti mina ngyakuzwa nd lento oyishoyo iyiqiniso elimsulwa asfuni ukzala siyajova kuyiphutha lesonsenza sabanye bethu besfazane emzini uyazala iskhath mesivuma nokujova awukwenzeli Emakhoneni mele nobaba azi mhla ethi ima uyeke

  • @sbusisodube7569
    @sbusisodube7569 ปีที่แล้ว

    Ngyabonga bomakoti kunjengoba nichaza impela yithina bobaba okumele sichathe sizinakekele singadli nomayini no cold drink kesibayeke bo

  • @duduziemmaneulmbokazi1546
    @duduziemmaneulmbokazi1546 2 ปีที่แล้ว +1

    Lol use Late?

    • @thembingema5331
      @thembingema5331 2 ปีที่แล้ว

      Basuke becabanga kanjalo ukuth sebelate

  • @thelegacy5368
    @thelegacy5368 2 ปีที่แล้ว +1

    I think ni wrong manithi izodla amafa, what a wrong perception, yoh!
    Umuntu womfana ubalulekile endodeni ngoba isuke izoqhuba igamalakhe esbongweni nokumhlawlela amacala intombazane izomshiya ibengeyesbongo esthile: Think about this uma kukhona izinto ezifike zamvimba emndenini engabuya ezokhuluma kubani uma kungukuthi amantombazana asaya kogana nawo aphinda ashona nomfana ubengenaye obengazala abafana la ekhaya. Kubi uma uzohlekwa njengomuntu wesfazane ngoba awuzakheli izingane. Kodwa kubalulekile ukuthi indoda ithole umfana phakathi kwekhaya

    • @slulu7352
      @slulu7352 ปีที่แล้ว

      @legacy, they not wrong. Even nakho lokho okuchazayo kwamacala, kuyifa lona lelo. Amafa suke ngashiwo zinto ezinhle zodwa.