Cha mina ngisadideka bakithi ngingowasesilungwini impela kodwa le part yaka Zulu eshiwo uMaNgema ukuthi baya e Paradise baphinde bafune ukuyogida kanjani ngoba phela e paridise ufaka ngisho i ring uzogida ne ring?. Angiphikisi kodwa ngiyalahleka bakithi
Kuhle impela lokhu enikwenzayo kodwa niqaphele ukukhuluma izimfihlo zebandla namasiko nenqubo mgomo yebandla kunezinto ekumele zaziwe inazaretha kuphela hayi ezinye izinkonzo awukho umuzi ongenayo imfihlo yawo niqaphele bantakwethu
Muthungile ekhanda inkehli, izulu alingeni egcekeni, ibhum(lotshani obufakwayo ngaphansi) ibona obenza ukuth umphezulu ungangeni egcekeni, so muthungile wumama you protecting your family
Mama akahlukani ne sfociya please elaborate more khona bezo understanda abantu kunomehluko kwisbhamba nesfociya....sbhamba sikhulu, sfociya sincane 2 or 3 line sivikela myen wakho kanye nebantwana bakho babafana ukuth okubi kungabehleli.
Izokhula i chanell yenu bomakoti👏😀👏😀
Yafakwa yini lipstik kumanazaretha niyifakile nje nina
😂 akakhiphe booo ofakile
Isembozo sobuhlalu obumhlophe bona kubaluleke kanjani
Hawuuu MaMbanjwa mkhaya wami ukephi ne Xopo?
Zivelaphi lezinja ezikhonkothayo ? Siyadideka
Ngiyaphenduka ngicela nami ningisize ngiganiwe izintombi nto engaphenduka sezingiganile
Ngabe zenzakahle yini uma zihlale zifake izikhafu njengako ukungahlukani nokuthunga inhloko
Okunye abanayo i Ruji okunye ngisho i Foundation yobuso abanayo Lokho bathi bakufunde emakubo naseNkonzweni yobuNazaretha
Okunye bakebayizwe bayifunde ebhayibhelini Ngokuzishitsha ibala ba add ebusweni Ngisizeni sekuvumelekile yini ukupenda ubuso uma unguMNazareth oyingcwele Sisho ukuthini isikhafu kuMfazi womuntu Please nami ngiyawuthanda umthetho
Sibonge ngezinto enixoxa ngazo hopefully bayaluthola usizo abantu...kodwake kulena yama tiety nokujima komakoti, angizwisisi kahle if nithi kungcono makuyitombazane engakagani. Manikhuluma ngamantombazane awabalwa amakhosazane lapho, ryt? Phela AMAKHOSAZANE yiwona omakoti base Nazareth bakusasa therefore abakwazi kuzimbandakanya nezinto engeke zibasize sebeganile.
These ladys credit uShembe too much, le zinto abakhuluma ngazo izinto zesintu, ezathathwa abantu bakwa Shembe
Wenza njani uma uwumakoti wasenazaretha kodwa emsebenzi uphoqelekile ukufaka iblukwe
Cha mina ngisadideka bakithi ngingowasesilungwini impela kodwa le part yaka Zulu eshiwo uMaNgema ukuthi baya e Paradise baphinde bafune ukuyogida kanjani ngoba phela e paridise ufaka ngisho i ring uzogida ne ring?. Angiphikisi kodwa ngiyalahleka bakithi
Ngiyanizwa mina
Cha ngyabonga mina ngamaqiniso enu akobe bayezwake omakoti bethu miyavula kodwa u 14 wenu ngyabona uzosakhela omakoti bethu ngempela
Dadwethu nakhu ngdideka I makeup yon iyafakwa yin
So inkehli kumele uyifake everyday for the rest of your life?
Yes dear uMakoti akahlukani nenhloko
Ngicela ukubuza nge underwear nesidwaba kuyahlangana yini