KoMalume-2 | Gogo Bathini Mbatha TV | The only bookings line: 035 799 5703

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 28 ม.ค. 2025

ความคิดเห็น • 35

  • @palesasibeko5867
    @palesasibeko5867 4 ปีที่แล้ว +1

    Thokoza Gogo, wa bua ka taba ya Bohlokwa. Ke leboha thuta bogogo le bomkhulu ba o boloke 👏👏👏

  • @nontumbaleki9406
    @nontumbaleki9406 5 ปีที่แล้ว +2

    Thokoza Gogo
    Ngaze ngahlupheka emoyeni ngoba umalume wami osewashona wathi kimi ephusheni yena uyahamba wayebeke iskhwama eskhulu etafuleni ecasukile. Wangitshela ngqo ukuthi kungcono ahambe ngoba akanakiwe yena ngoba akasasebenzi....ngathi ngibuza abantu ngeliphupho abalazi.
    Hay cha uyangiqedela uma uthi umalumekazi use sele yedwa😭😭...
    Ungelaphile gogo uMbatha
    Thokozani bogogo nomkhulu👏👏👏

  • @syethembacyeh3982
    @syethembacyeh3982 5 ปีที่แล้ว +4

    Loools Hhayi Gogo, hhayi Gogo, ayi Gogo....
    Ngeke size manje eMamgeni kuzolungisa izinto zethu ngoba vele uslapha khona la emafonini, izint eyningi eziyinkinga kithina usxazululela zona la ngaphandle kokuthi size siphume ngaphandle sofun usizo kodwa ke angikqedi mdlandla...
    Syabonga kakhulu Mbatha ngokuskhanyisela ezintweni eziningi besingazazi nesingazinakile....
    Wonke ama video akho ayasisaza kakhulu thina abansundu... qhubeke njalo...

  • @busisiwemcanyana117
    @busisiwemcanyana117 5 ปีที่แล้ว +6

    Mmmmm gogo kuyezwakala yeba iphutha likithi asizameni ukwehla emithini esikuyo masesincono sibhekane nesimo nje

  • @tththkzee9332
    @tththkzee9332 5 ปีที่แล้ว +1

    Hawuuu ngiyabonga ukuzwa lendaba gogo uBathini Mbatha 👏

  • @londiwencamie4963
    @londiwencamie4963 5 ปีที่แล้ว +1

    Gogo uqinisili mina ngihlala nomuntu wami saxabana sibanga ukuthi uya kubo ngoNovember kahle kahle nganginganqabi ukuth aye kubo ngangith akahambe ngo December khona ezokonga imali ngaphupha umuntu ekhuluma nami esehambile ekubo nina ngsele endlin wathi lomuntu ngingabodinwa uma u Ayanda eya komalume wambiza (ngegama) ngoba ilapho ethola khona amandla

  • @godsway4730
    @godsway4730 4 ปีที่แล้ว

    Watching from Botswana...🙏🙏🙏

  • @URL351
    @URL351 4 ปีที่แล้ว

    Thokoza gogo
    Bengisacela ukhulume ngesihloko somuntu okhulele komalume ngesimo sokuthi abazali abagananga noma abashadanga

  • @tholigumbi8329
    @tholigumbi8329 2 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga shandu ngiyakhona noma ngingeke ngilale sengithengile okuncane

  • @bongsmzayiya2646
    @bongsmzayiya2646 4 ปีที่แล้ว

    Ndiyabulela mna.. Enkosi Dokotela.

  • @ntsoakisheleni5791
    @ntsoakisheleni5791 5 ปีที่แล้ว +1

    Wakhuluma Gogo sesahlala edolobheni angazi ngiqalaphi ngekhaboma

  • @mariodraghi7574
    @mariodraghi7574 4 ปีที่แล้ว

    Hhay uyashaya nangu u Gogo wabantu ey🙏🏿

  • @prudencejaca2468
    @prudencejaca2468 6 หลายเดือนก่อน

    camagu👏👏

  • @noxolojeza5731
    @noxolojeza5731 5 ปีที่แล้ว +1

    Thokoza gogo.... kwenzeka njani uma umama ezalelwe ekhaya. Kuba ikuphi komalume

    • @xolanihlongwa2438
      @xolanihlongwa2438 4 ปีที่แล้ว

      Ikomalume lakho ilapho umama wakho naye ashisa khona impepho.

  • @mandisagasela7403
    @mandisagasela7403 5 ปีที่แล้ว

    Gogo Bathini Mbatha wenzenjani uma njalo komalume kubizwe uGobela uma njalo sekugezwa komalume ngivele ngibesesikhathini sekukaningi kungenza noma kunemichimbi kusukela ngisemchane ngangingahlali nabazala bami ngangizihlalela nezaguga noma nabatabadala akuvumi noma ngihlale nobazala bami nalapho kunomsindo uma ngimenyiwe akuvumi ngiye ngike ngizwe into ethi hlalaphansi .mnhlampe lokhu kuchazani

  • @thabaniwiseman5876
    @thabaniwiseman5876 5 ปีที่แล้ว +2

    Amen

  • @thabanienock6169
    @thabanienock6169 5 ปีที่แล้ว +2

    thokoza gogo ungelaphile ngicela izinumber zakho inkosi ikugcine

  • @sbongilembhamali8983
    @sbongilembhamali8983 4 ปีที่แล้ว

    Gogo Mina ngicela ukwazi ukth yiliphi elethu ikomalume ngoba ugogo wami wagana naye umama wami wambiza ngesbongo sala egane khona kwangcobo,kodwa umama wami wamzala kwaMthembu ,umthembu akenzanga lutho.ugogo yena owakaKhathi futh uma angikaze ngimbone eshisa or eshiselwa impepho siza gogo.umalume nginaye kodwa uzalwa kwaNgcobo,ngifisa ukwazi ukth kuphi komalume uma kunje.

  • @mafikankuta6681
    @mafikankuta6681 4 ปีที่แล้ว

    uma umalume angakholelwa kumathongo

  • @sphamandlashongwe3437
    @sphamandlashongwe3437 4 ปีที่แล้ว

    Zinhle izifundo zakho 💐

  • @zamacelemvuyana4644
    @zamacelemvuyana4644 5 ปีที่แล้ว

    Sawubona salukazi siyabonga ngakho konke osenzela kona manje gogo nginenkinga ukhulume ngokuya komalume la engihlala khona kukhomalume kuphinde kube isekhaya ubaba no mama bathengikha ikhaya lethu e kzn sabuyela komalume egoli so uma kunje ibizwani le ngoba no baba washona waphumela ekweni la engithi ikomalume manje akulungi kuhlangahlangeni bashada umama nobaba

  • @MduCele.
    @MduCele. 5 ปีที่แล้ว

    Iqiniso lelo, syabonga

  • @msizikhuzwayo7053
    @msizikhuzwayo7053 5 ปีที่แล้ว +1

    Gogo ngyabong

  • @katembembela3515
    @katembembela3515 5 ปีที่แล้ว

    Salukazi sendoda kwenzakalani uma umalume ushonile kusele umalumekazi makungcwatswa umalume , umalumekazi wasixosha wathi ubuhlobo buphelile singasezi kwakhe sizoya njani kwamalume

  • @mjmeternal2696
    @mjmeternal2696 4 ปีที่แล้ว +1

    We Mthiya iyangichaza lento oyishoyo kodwa nje akagangile umalume osele webabo. Kungcono ngingaya komzala abakude. Lona oseduze uhlangene nabanye abathakathi

  • @nhlanhlabuthelezi101
    @nhlanhlabuthelezi101 4 ปีที่แล้ว

    Sawubona salukazi sendoda uNhlanhla Buthelezi ngity gogo ngibonga uthando nesineke onakho ngomsebenzi omkhulu osenzela wona uzukhandla ukuba uthole ulwazi olujulile nokuba lufinyelele ezindlebeni zethu ngity makwande Mthiya lapho uthathe khona qhubeka njalo LOCKSMITH YAMATHONGA uze ngapheli amandla

  • @bmbonane6511
    @bmbonane6511 5 ปีที่แล้ว +5

    Gogo Bathini Mbathi bengicela ukwazi ukuthi ukuganana kwabantu bezinhlanga ezahlukene ngamasiko nangokwebala kwenziwa ngendlela ehlukile yini. Kukhona yini okubalulekile ongasiqaphelisa ngakho? Ngabe lokhu kuganana kuyinto ekumele siyigweme yini?
    Ngiyabonga.

  • @nhlakaniphoshangase2222
    @nhlakaniphoshangase2222 4 ปีที่แล้ว +1

    Izfundo zangempela

  • @lindokuhlenxumalo7019
    @lindokuhlenxumalo7019 5 ปีที่แล้ว +3

    Thokoza Gogo, ngcela ukbuza. Ngingo wako Malume kdwa angisahlali khona nghlala boka baba and u baba wagcina ngokuhlwawula kuphela. So ngcela ukwaz ukuth njengamanje u baba ufuna kongilobola angifake esibongwen sakhe ngabe indlela ekuyona yokwenza iyiph? And ko Malume ngaphuma ngengxabano nomunye woMalume

    • @slindilengcobo6749
      @slindilengcobo6749 5 ปีที่แล้ว

      Ngiyabonga mina nami bengiyilowo muntu ovela masekunenkinga ngoba kungasangimbeli kahle koda ngoba sengithole lolulwazi ngizoqoqela

  • @mthokozisipeabo8126
    @mthokozisipeabo8126 5 ปีที่แล้ว

    🎖🎖🎖

  • @kwandoo_mhleengubane5076
    @kwandoo_mhleengubane5076 4 ปีที่แล้ว

    Thokoza Gogo