I love you more my daddy Nkulunkulu woNkulunkulu Nkulunkulu wokhokho bethu baba wobaba bethu akekho onje ngawe baba wethu oyingcwale siyaguqa kuwe nkosi yamakhosi Nyazilwezulu 💯❤️❤️💯🙏🥰❤️💯💯💯💯
Lento yokufaka iNkosi la ekubeni yathi iNkosi yeZulu ingafakwa la ku social media ikhombisa ukuthi nincamela imali ngoku delela iZwi lo Mnikazi . Nithanda lemali eniyenza ngama Nazareth a abuku la nikhokhelwe ngama advert . Niphikisa iZwi leNkosi uNyazilwezulu. Mhlawumbi abanitsheli ukuthi umuNtu o0hikisa iZwi lika SHEMBE iphekulaskhuni. Qhubebekani ke,kuhle noqhubeke senazi ukuthi niya phekula nina
Asiyilutho NKOSI emhlabeni nasezulwini ngaphandle kwakho, NGYAKUTHANDA THIXO WAMI.
Khula nkosi yezulu nomhlaba🎂🎂 uze uskhumbule nkosi kubo bonke lombunzima esibhekene nabo emakhaya ethu sesngenabazili kwd, uma sinaw siphele
Nyazi Lwezulu Ngicela uthathe zonke izono zam nenhlupheko zam Nkosi Enkulu Yase Kuphakameni Ngicela ungkhumbule Shembe Amen.
khula nkosi yezulu nomhlaba khulu NYAZI LWEZULU JEHOVA OMUHLE WASE BUHLENI THIXO WAKHOKHO 💯💥
Bengicele niqaphe Uma sifisela uNyazi ukuthi lubeneminyaka emide singalisebenzisi le Gama elithi Khula ngoba u Shembe yedwa ongabizwa ngegama ngakho lelogama ele Nyangayezulu
Syabonga Somkhanda lapha ekhaya siyafunda usuku nosuku
Amen onendlebe uyezwa njengawe Ngiyabonga Nami
The way i love uNyazi♥️... I will visit this church one day
You are blessed Thato
Yinhle into yalelibandla laka Shembe ngiyayithanda iyisintu esihle engisthandayo esihloniphekile ifundisana ubuntu nempilo nokuzihlonipha uhlale ngentombi ngeke umbone umama wakhona efake/egqoke ibhulukwe noma eveze amabele noma eveze amadolo noma eveze izinwele iyonake into yase Africa lena yama NAZARETH INKOLO YOKHOKHO BETHU INKOLO YESIZWE ESIMPISHOLO /ESINSUNDU/ESIMNYAMA
NoBaba abavezi izifuba bafasa inkinombo yokugcina ehembeni noma kumu Nazareth bafaka amaBheshu nemiQhele no Ngiyane, umuhle Nyazi LweZulu Nkosi yamaKhosi Nkulunkulu omuhle onothando ongahlulwa lutho ngiyavuma nami baba ungu Nkulunkulu uqobo lwakhe Shembe Nkosi enhle
@@bhekimathaba1292 indeed she is highly blessed
Come u more than welcome
Khula Nkosi yeZulu nomhlaba khula shembe oyingcwele 😎👏😍🎂🍼🍰
Amen
Nkosi yamakhosi
Khula nkosi ya makhosi, khula buNazaretha... Sivikele njalo Shembe oyingcwele
Nkosi yaMakhosi siyabonga.
Siyabonga Nkosi yamakhosi, usibusise baba , sikhule nathi empilweni, usivikele ezifweni Nkosi yethu.ukhule Baba wethu Ameeen
Uze usikhumbule nkosi yamakhosi,nkulunkulu wo Nkulunkulu 🎂🎂happyyyyy Babawethu ngicela loluthando engikuthandangalo lunganciphi ngiyacela Baba ukuthi ulenze luphindaphindeke 💯NGONYAZI LWEZULU 🙏🙏🙏🙏
Amen
Khula Nkosi yamakhosi Nyazi lweZulu. Unwele olude Baba
happy birthday baba wethu syakthanda
Usuku Oluhle Kuwe Baba ...
Usikhumbule Njalo Nkosi Yamakhosi
Khula Nkosi YamaKhosi, izitha zakho Zonke zishone phansi. Khule wengamele umhlaba. Usikhumbule Nkosi YamaZulu Nomhlaba.
Khula Nyazilwezulu!!!!!
Siyabonga Nkosi YamaKhosi ukuthi ngalolusuku wafika kuloMhlaba uzosikhulula emoyeni nasenyameni. Sicela Baba wethu uhlale kanye nathi noma uMhlaba ungathandi.
Khula Nyazi lwezulu❤💛Ngiabonga baba ngempilo ongipha yona zonke insuku nezindlela engizihamba ngesinyam💔Akaze ungilahle baba Ngiabonga❤😔🙇🙇
Yinhle into yalelibandla laka Shembe ngiyayithanda iyisintu esihle engisthandayo esihloniphekile ifundisana ubuntu nempilo nokuzihlonipha uhlale ngentombi ngeke umbone umama wakhona efake/egqoke ibhulukwe noma eveze amabele noma eveze amadolo noma eveze izinwele iyonake into yase Africa lena yama NAZARETH INKOLO YOKHOKHO BETHU INKOLO YESIZWE ESIMPISHOLO /ESINSUNDU/ESIMNYAMA
NoBaba abavezi izifuba bafasa inkinombo yokugcina ehembeni noma kumu Nazareth bafaka amaBheshu nemiQhele no Ngiyane, umuhle Nyazi LweZulu Nkosi yamaKhosi Nkulunkulu omuhle onothando ongahlulwa lutho ngiyavuma nami baba ungu Nkulunkulu uqobo lwakhe Shembe Nkosi enhle
Happy birthday nkosi Yama khosi nyazi lwezulu
siyakuthanda Baba NYAZILWEZULU 🙏🙏🙏
Unwele olude Nkosi Yethu NyazilweZulu
Khula Nkosi yamanazaretha ulingane nomqali waloluhambo happy birthday 🎂
aw awu khula Baba wami khulu Nkosi yamaKhosi akekho onjengawe Baba
Happy birthday Nkosi yama Khosi, unwele olude!!! Uze usikhumbule Thixo wo thixo.
Amen
Uphakame nese Nhliziyweni zethu ungasifulatheli, uphakamise uthando lokukuthanda Nkosi Yamakhosi sigcine imiyalo yakho
Yey uyakwazi ukuthunga lomuntu othungela inkosi ay ngiyamuvuma, buka inkosi yethu inhle kanjani ay👌
Khula nkosi yamakhosi
Happy birthday nkosi yamakhosi ngikufisela unwele olude wandise amanazaretha agcwale umhlaba babone ukuty nguwe wedwa ovela ezulwini usikhumbule kuzona zonke inkinga esbhekana nazo syakuthanda nkosi yamakhosi
NKOSIYAMAKHOS NYAZILWEZULU khula baba wethu izitha zakho zinqotshwe zonke bukhule ubumnazaretha buye phambili🙏🙏🙏
Khula Nkosi yamakhosi khula Nyazilwezulu
Unwele olude Nyazilwezulu mzukulu ka Bhombela,unkulunkulu ka Shembe akuchobozele izitha zakho,Happy birthday.
Unwele olude BABA wethu, khula baba udlule intaba nazo zinge zakho. 🙏🙏🙏
Amen
Amen 🙏
Nguye onguye uguqabadele.
Khula Ndlondlo yomusa izitha zakho zishone phansi udlondlobale amagumbi omane omhlaba.💯❤UNYAZI
Usuku oluhle lokuzalwa Ndlmhlathi Ka Mayekisa👑
Unwell olude Nkosi yethu esiyithandayo
Kodwa ubani lo onombala omuhle kangaka.KHULU NKOSI YEZULU NOMHLABA NGIYAKUTHANDA MINA KANYE NONTANDOYENKOSI.
Happy birthday 🎉🥳 nkosi yamakhosi ukhule nkulunkulu wokhokho bethu nkulunkulu wethu uNyazi lwezulu . nkulunkulu wabazali bethu
Siyabonga ukuzwa INkosi yaMaNazaretha ningayeki ukusipha njalo. Ngicela ngingipha lama instruments akhala ku background
Iyiphi indlela elula esingayisebenzisa?
@@EBuhleniIsezulwiniLethu cela ushiye i link lana mungakhona Mtaka Prof
@@EBuhleniIsezulwiniLethu uma ikhona ku youtube ningangipha ilink khona la or else u can send it via whatsapp 074 972 7879
Eish lomsindo uyayithinti nhliziyo
Happy birthday Baba first comment
Lol Amen
❤️🙏
Olwethu uNyazi siyohlala siphumelela ngawe Nkosi yamakhosi
Ameen Nkosi yamakhosi sthandwa sethu... Sithande noma sinje so zama siphelele baba ❤️🙏🙏
Uyingcwele shembe kanti muhle kangakanga ujehova wethu ❤
HAPPY Birthday Muntu omuhle wasezulwini bagcinele oSHEMBE BASEZULWINI.
Syabonga bantwana boNyazi ngokusipha izwi lenkosi uNyazilwezulu sikade saligcina
khula nkosi yezulu nomhlaba nkulunkulu wangemphela
Ubeyini umuntu ukuba umthande kangaka?😭😭😭 Nkosi yethu wehla ezulwini wadela konke ukuze thina siphile ngezifundiso zakho, singabantu endleleni siyehluleka sicela lezozibopho zothonda owehla nazo ezulwini, usithande uthande imindeni yethu ekhona nengasekho, uthande izwe lethu kuzo zonke izimo ezikhona uzibinakalis njalo ukuthi unguye oNguye, siyabonga Nkosi yethu siyabonga Nyazilwezulu
Nkosi Yezulu nomhlaba. Siyacela uguqule izinhliziyo zethu sikuthande ngokwe qiniso elingenabuqili.. Usiphe uthando lokukuthanda ngothando lobuntwana..
NKOSI yamaKhosi asinalo elinye ithemba ngaphandle kwakho UWENA NKOSI ithemba lemphefumulo yethu alikho elinye ngaphandle kwakho... AMEN. 🎂
Usihole njalo Nkosiyamakhosi
Nkulunkulu wokhokhobethu akekho ongangawe Nyazi lwezulu
Happy Birthday Baba wethu. Uyingcwele Uyingcwele
Ngyakuthanda Shembe Nyazilwezulu ❤️❤️❤️❤️
Mdali wezulu nomhlaba khula nkosi yamakhosi usbheke njalo
Happy birthday nyazilwezulu
Happy birthday Nyazilwezulu
Happy birthday Jehova ukukuthanda kwami makwandiswe kwasikhombisa
Nkulunkulu wangempela happy Zalwa day unwele olude Baba wethu 💞💞🍰🍫👑👌
I love you more my daddy Nkulunkulu woNkulunkulu Nkulunkulu wokhokho bethu baba wobaba bethu akekho onje ngawe baba wethu oyingcwale siyaguqa kuwe nkosi yamakhosi Nyazilwezulu 💯❤️❤️💯🙏🥰❤️💯💯💯💯
Thank you, may God bless you
Happy birthday Babawethu 🙌
Khula Mesiya Wethu Shembe wethu Nyazilwezulu lwethu🙏🙏🙏
Khula NyazilweZulu khula Nkosi yamakhosi🙌🙌🙌❤️❤️❤️
Amen 🙌🙏 uyingcwele
Nkosi yamaKhosi siyabonga ukugcinwa nguwe baba
Happy birthday baba wethu
Nkosi yamakhosi Mdali wezulu nomhlaba 🙏🙏🙏
Amen.. uyiNgcwele...
Ameeeeeeeeennn oyingcwele ameeeeeeeeennn
Baba🙏🙏🙏
Nkosi yeZulu nomhlaba unwel olude Thixo
2:57 ngingazithola kanjani lezinsimbi ezidlala ku background? Yooh kunini ngiyicinga
Khula Nkosi yamaKhosi 🙏🙏
KhulaNkosiyamakhosi
Nkosi yamaKhosi uNwele olude
Uyingcwele🙏🙆
Uyingcwele baba
Ungikhumbule Shembe
Happy birthday
Qhubeka Nyazi ungamele umhlaba NE Zulu
Amen Nkosi yamakhosi
Yinhle kangaka INkosi yethu
Nkulunkulu wethu Ameni
UMehlo azinsungul
Ungawaqhath uzoz'bona sukhophoza
Okuka makoti edle amankwebevu
INgomane abathe beyotha yabe ibahangula
UFasimbe abal'singe ngez'khala
Zem'the emide ezintabeni zakwa Nomakhanzana
Bexhoshwa ubungcwele boNyazi
Luzobuthisa EMthonjeni wokuphila.
UNoxhaka kaMayekisa
Obambe ongoso, wambamba amagundane
Nelulwane ebelililela INhlangakazi lisinde ngokundiza
Amabombo lwawasingisa EMgungundlovu.
UNophephetha ngezwi
Intombi yase Ningizimu ogama UMthwalume imgaxe ucu yamphindelela
Kungafakaza iSlwane samanzi EMthonjeni.
Nezingashelwanga zimqome zingamazi
Zimqome EMtuba nga Madlela ndawonye
Zamqoma EBuhleni zagaxa ucu
Zibungaza usuku lokuzalwa
Zimqome ENkandla ngothando olukwezelwe Mshu Mkhwanazi
Zimqome zahlala ngentombi Emangangeni
Yaheza iTafelkop
Waqina umnqwazi EMaoti
Bathe befaka imbozisa abangalithandi leSoka LaseZulwini
Waqina amafindo aboshwa ngomhla
WoThingo EBuhleni.
Ndaba echonye othini
Omama bojikelezi phesheya koThukela
Yachonywa othini Izisebenzi zoNyazi
Ongononde, ngoba uncelisa nezise mavungwini
Uzincelise ezise Albert Park
Wancelisa eziku Sydney Road
Wancelisa ezisemtshebeni taxi rank
INkomo kadade, abanye bath ayilale
KwaBhekuzul abanye bath ayivuke!
Abanye bathi ayilale ePhayindane
Abanye bathi ayivuke
Abanye bathi ayilale EMbelebeleni
Abanye bathi ayivuke
Abanye bathi ayilale eGauteng
Abanye bathi ayivuke
NYAZILWEZULU🙌🙌🙌🙌🙌
Nkosi siyakuthanda thinabantu bakho usivikele
Amen, Sicela usiphe i Video noma i audio yalezibongo siyidlale bukhoma. syasyabonga2@gmail.com
Khula wena lomdzala wetinsuku wena longcwele mninimandla onke waphakadze
Lento yokufaka iNkosi la ekubeni yathi iNkosi yeZulu ingafakwa la ku social media ikhombisa ukuthi nincamela imali ngoku delela iZwi lo Mnikazi . Nithanda lemali eniyenza ngama Nazareth a abuku la nikhokhelwe ngama advert . Niphikisa iZwi leNkosi uNyazilwezulu. Mhlawumbi abanitsheli ukuthi umuNtu o0hikisa iZwi lika SHEMBE iphekulaskhuni. Qhubebekani ke,kuhle noqhubeke senazi ukuthi niya phekula nina
MaNazaretha, uNyazi niyaluzwa luthi uBabamkhulu wabizwa UNkulunkulu eNhlangakazi, nizizwele nina njengoba nithi uNyazi UNkulunkulu nisholo ukuthi uBabamkhulu wayebizwe uNyazi eNtabeni noma nithi uNyazi luqamba amanga? Ubani igama laloNkulunkulu akhuluma ngaye uMholi wamaNazaretha?
Ey wena uyagula, wathin ubabamkhulu uma esebuya entabeni after ukubizwa unkulunkulu? Noma mhlampe awuwuthandanga umphumela walokho
@@sphamandlantetha1733 uNyazi luthi uBabamkhulu wabizwa UNkulunkulu eNhlangakazi, ngibuza ukuthi ubani loNkulunkulu owabiza uBabamkhulu, umbuzo olula kabi lowo ngaphandle uma uyisilima.
@@mphathishangase3958 uBhombela Shembe noShembe ongenasiqu, okhetha isiqu osifunayo bahlukene. Uma sithi uShembe unkulunkulu, asikhulumi ngomzimba wenyama. Sikhuluma ngoNkulunkulu owembatha uBhombela eNhlangakazi. Mzukwana eqala ukuyikhwela. Sasingamazi ukuthi before lomoya umengamele wayephila nhloboni yempilo. Yingakho ke nina eninenzondo nizozenza abantu abamqonda kangcono yena ukwedlula lemzimba yakamuva ekhulele phambi kwenu. Isono salemzimba ukuthi yona niyayazi ukuth ikhule kanjn, yedlula kuziphi izono. Noma esefikile uShembe kaMoya owuThixo anibe nisaba nandaba.
uShembe unguNkulunkulu
@@sphamandlantetha1733 Wena ukhuluma umbhedo, umuntu uma engenwe umoya wedlozi anisho ukuthi uyidlosi, ebhayibhelini uElisha wangenwa uMoya ka-Eliya kodwa akukaze kuthiwe uElisha usengu Eliya.
Esihlabelelweni kubhalwe ukuthi uShembe uMprofethi, uThumekile, iNceku yeNkosi. Isiphi isizathu sokunanela kulokho? Nibona ukuthi uShembe wakhohlwa ukuzibiza noNkulunkulu manje niyamkhumbuza?
UBaba uThingo waze wahamba emhlabeni enikhuza, nibona ukuthi uBab wayekhuluma iphutha inina eni right?
Nzalo yeNyoka!
@@mphathishangase3958 usuxuba izindaba baba, idlozi nonkulunkulu akufani. Musa ukuzisanganisa. Nojesu wayenguThixo kodwa akakaze akuphimisele yena ngomlomo wakhe ukuth unguThixo. Ukhumbule phela ukuthi inkomo angeke izale imbuzi. Inkomk izala inkomo. Uma idlozi lingene kimi , yingoba vele nam ngiyilo umehluko nje ukutb mina ngsahamba ngezinyawo, ngisasemzimbeni angikho emoyen kuphela
Happy birthday baba wethu siyakuthanda
Khula nkosi yamakhosi
Nkosi yamakhosi