shiw noMtekhala - Emkhathini

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 14 ต.ค. 2024

ความคิดเห็น • 11

  • @nathiolifant6842
    @nathiolifant6842 ปีที่แล้ว +4

    Ngamtshela ngathi mntanomuntu ngiyakuthanda oh
    Uma ungangithanda nawe sohlukaniswa ukufa mina nawe X3
    Uma ngibuka amafu emazulwini
    Ngathi azivuleka ngimbone
    Kodwa akekho lapha oh
    Yehla ngelosi yami yeZulu X2
    Chorus
    Thando luhlel'emkhathini
    Alikafinyeleli lapho luya khona
    Lapho engaluthumela khona X4
    Wayengibuz'umama
    Ethi mntanam'uyagula yini?
    Ukudl'okulokhu kuphekw'izolo
    Wena awukaze ukudle
    Noma ucabangana nalentombazane yini X2
    Uma kungathiwa iphesheya kwezilwandle
    Mntanami ungenz'enjani
    Njengoba ungasadli nokudla nje X2
    Ngathi mama ngangingasuka
    Ngiyilandele ngoba ngiyayithanda mama x3
    Chorus
    Thando luhlel'emkhathini
    Alikafinyeleli lapho luya khona
    Lapho engaluthumela khona X5

  • @thulisiwempanza6145
    @thulisiwempanza6145 ปีที่แล้ว +7

    namanje ngisasho,ngiyawesaba u Sathane owahlukanisa labo bhuti engibathandayo nomculo wabo ongibusisayo💔💔

  • @sandilesiyacrew865
    @sandilesiyacrew865 11 หลายเดือนก่อน +4

    Aw Bakithi ! Shwi No Mtekhala need to reunite

  • @user-kr3mc6wk4i
    @user-kr3mc6wk4i 6 หลายเดือนก่อน +2

    Best ever 😢❤🎉

  • @NtsakoNgobeni-l8g
    @NtsakoNgobeni-l8g ปีที่แล้ว +4

    I love this guys seens i was young.

  • @mthokozisinhleko1195
    @mthokozisinhleko1195 11 หลายเดือนก่อน +1

    😭😭

  • @andrysamukelo8898
    @andrysamukelo8898 5 หลายเดือนก่อน +1

    INKOSI YOMASKANDI SHWIIIII