ekhaya lemphefumulo: uJesu akekho ezulwini

แชร์
ฝัง

ความคิดเห็น • 49

  • @dumsanindwandwe411
    @dumsanindwandwe411 5 หลายเดือนก่อน +15

    Kuncono Ngoba lendaba iKhulunywa umuntu ongelona iNazaretha 😅😅😅

    • @bongumusamusa560
      @bongumusamusa560 5 หลายเดือนก่อน +2

      Baphi laba abathuka UNkulunkulu uNyazi LweZulu

  • @user-md6bt5td1u
    @user-md6bt5td1u 5 หลายเดือนก่อน +3

    Bengikhona ngeSabatha ngizizwele

  • @tohmsomi5349
    @tohmsomi5349 2 หลายเดือนก่อน +1

    Bazothi uthengiwe

  • @nokubongamillicent5136
    @nokubongamillicent5136 5 หลายเดือนก่อน +2

    Siyabonga kakhulu bhuti inkonzo eyi uNkulunkulu wethu omuhle asikhumbule nemndeni yethu epha kothuli nomhlaba

  • @thullynomandla7701
    @thullynomandla7701 5 หลายเดือนก่อน +2

    Hau Nkosi abantu babona ukuthi ayikho indaba KASHEMBE, ugikile omunye umama eKTHUTHUKENI ezishaye zonke amajazi amabili izinduku zamathusi ezimbili ,,uyazi ukuthi indaba enkulu iSEkuphakamen

  • @nomazuluconfidence8049
    @nomazuluconfidence8049 หลายเดือนก่อน

    Ammmmen

  • @enhlemthethwa3738
    @enhlemthethwa3738 3 หลายเดือนก่อน

    Waze wanamanga mama umdaaaaala kangaka,sies!!!...uyabona nje ubeyi practice lamanga akhe ubsuku bonke!!!

    • @mondlimazibuko8352
      @mondlimazibuko8352  3 หลายเดือนก่อน

      🤣🤣🤣 sizomshaya lo okubuzile

  • @ishmealnongwana8484
    @ishmealnongwana8484 4 หลายเดือนก่อน

    😂😂😂😂😂😂😂 aaiiii yi joke 😂😂😂😂😂

  • @LindaniMaphumulo-xc6cq
    @LindaniMaphumulo-xc6cq 2 หลายเดือนก่อน

    Ezulwini masifa asiyi ezulwini amanga lawo umuntu uma efa ubuyela emhlabathini ayi ezulwini I Hubo 37:29 liveza ukuthi abalungile bayodla ifa lomhlaba bahlale kuwo kuze kube phakade izulu alidalelwamga kuhlala abantu

  • @nkululekomduduzi7973
    @nkululekomduduzi7973 4 หลายเดือนก่อน +1

    Ngangikhona nam lana ngazizwela ngezami izindlebe

  • @monicasimelane5106
    @monicasimelane5106 5 หลายเดือนก่อน +1

    Amen❤

  • @sthembisomdlalose3397
    @sthembisomdlalose3397 3 หลายเดือนก่อน

    Amanga aluhlaza cwee

    • @mondlimazibuko8352
      @mondlimazibuko8352  3 หลายเดือนก่อน

      wenanune sure engakanani ukuthi ukhona wake wambona

  • @MfundoJOKOBOHAMASHE-iv4rv
    @MfundoJOKOBOHAMASHE-iv4rv 4 หลายเดือนก่อน

    Kunjalo UShembe uyena kuphela ezulwini

  • @msongiwensimbijobe9196
    @msongiwensimbijobe9196 4 หลายเดือนก่อน

    Ngangikhona la, nakimi kwasa ngokunye, lo mama othunywe nguyise wasembulela imfihlakalo yezulu.

  • @user-ri3ld7hp3k
    @user-ri3ld7hp3k 5 หลายเดือนก่อน

    Uyingcwele uyesabekaaaa❤❤❤❤

  • @libertymthethwa5649
    @libertymthethwa5649 5 หลายเดือนก่อน

    Yeah neh bengikhona la

  • @user-qi9pr6bq1r
    @user-qi9pr6bq1r 5 หลายเดือนก่อน

    Ameni🤗🤗🤗🤗

  • @NathiMtshali-gs1fi
    @NathiMtshali-gs1fi 4 หลายเดือนก่อน

    Ameen

  • @ThembinkosiNjapha-sd5wo
    @ThembinkosiNjapha-sd5wo 5 หลายเดือนก่อน

    kupheleleee!!

  • @user-ri3ld7hp3k
    @user-ri3ld7hp3k 5 หลายเดือนก่อน

    Uyingcwele uyesabekaaaa

  • @NtozonkeNdlela-wb2mz
    @NtozonkeNdlela-wb2mz 5 หลายเดือนก่อน

    Ameeeen

  • @user-nx3bn9tw5r
    @user-nx3bn9tw5r 5 หลายเดือนก่อน

    Shembe nkosyezulu nomhlaba

  • @nonhlanhlamaribe7050
    @nonhlanhlamaribe7050 5 หลายเดือนก่อน

  • @zandilemthembu7169
    @zandilemthembu7169 5 หลายเดือนก่อน

    😂😂😂😂awu kahle bo

  • @mfanafuthilembede
    @mfanafuthilembede 5 หลายเดือนก่อน

    😂😂😂😂khulumamanga mama undala kangaka yuooo

    • @mandlakhemthiyane6
      @mandlakhemthiyane6 4 หลายเดือนก่อน

      Yisiphi isizathu esingenza ukuba lomama ethi ekhonza eZion kodwa ezoqamba amanga ebandleni lamaNazaretha. Kushibhe kakhulu ukuthula mfowethu uma ungayizwisisi eyaseNazareth ngoba ngelinye ilanga, usukhohliwe, kuyovuka lokhu. Indaba kaShembe ungayilokothi uma ungahlanganise lutho nayo.

    • @nokubongamillicent5136
      @nokubongamillicent5136 3 หลายเดือนก่อน

      Abantu abacele amehlo kamoya nenhliziyo zamoya kuze babone ukuthi uShembe uwubani

  • @SiyamdumisakaSithole
    @SiyamdumisakaSithole 4 หลายเดือนก่อน

    Qaphelani izinsuku zokugcina nabaProphet bamanga abadukisayo, nihlole omoya.

    • @mondlimazibuko8352
      @mondlimazibuko8352  4 หลายเดือนก่อน

      yey wena umuphi umoya okumele uqaphelwe lana ngoba lomama uthi ujesu la soyakhona thina akekho ilokhu akuqondile futhi noma usikhala angeke umbone kodwa ke nina vele nisazohlala emathuneni nilinde yena ningayi ezulwini kanje ngalaba enithi Balinde ukubuya kwakhe nisazolinda millions of years nina. kodwake engabuya kanjani vele angakaze wafika uzobuya la afika khona la engafikanga khona soze abuya

    • @SiyamdumisakaSithole
      @SiyamdumisakaSithole 4 หลายเดือนก่อน

      @@mondlimazibuko8352 AYi-ke Mase kuthiwa yeyi kushuthi ngihlangane nomuntu ongakholwa olandelayo, kakushiwo kumuntu ukuthi yeyi.

    • @mondlimazibuko8352
      @mondlimazibuko8352  4 หลายเดือนก่อน

      @@SiyamdumisakaSithole webhuti wabanti akudingi ukuthi ngiziprove kuwe ukuthi ngiyakholwa or not wena ngoba nazi kakhulu aniboshutha emasontweni enu la kukhulunywa khona into eryt nihlukane nathi plz ingakho soze sinithuke ngoba nizipukane niyaphoseka nje

    • @SiyamdumisakaSithole
      @SiyamdumisakaSithole 4 หลายเดือนก่อน

      @@mondlimazibuko8352 Amen

    • @nokubongamillicent5136
      @nokubongamillicent5136 3 หลายเดือนก่อน

      Siyakucelela uNkulunkulu wethu Nyazi Lwezulu akukhumbule akuvule ihlo lakamoya oyingcwele ka Nkulunkulu ubone ukuthi u Shembe uwubani

  • @user-oo7zl9no9d
    @user-oo7zl9no9d 5 หลายเดือนก่อน

    Kungani pho uMqaliwendlela wabiza amaNazaretha ngokuthi angumhlambi kaJesu? Wayekhuluma ngento angayazi? Kungani waphinda wabhala ngenhlanhla yesoni eyasehlela silenga emthini eceleni kukaJesu mhla ebethekwa? Kungabe nalapho wayedidekile, noma wayedukisa abantu?

    • @mondlimazibuko8352
      @mondlimazibuko8352  5 หลายเดือนก่อน +2

      inkinga yakho uvilapha ukucabanga ucabanga ngama fillings. Lomama uchaza ukuthi ezulwini lethu thina abantu abamnyama akekho ujesu futhi angeke simbona kukhona uShembe. wena uma ucabanga uyombona yini ujesu uma Ufa?

  • @tshegofatsobaloyi6741
    @tshegofatsobaloyi6741 5 หลายเดือนก่อน

    The devil is recruiting the people for his Kingdom. Jesus is the Way, the Truth and the Life. No one shall enter the Kingdom of Heaven accept through Jesus. UJesu uyindlela eya ezulwini. Lingamulaleli uSathane unamanga. uShebe akakekho ezulwini but kukhona uJesu.The devil is a lier lingamulaleli.

    • @siphesihlemchunu5979
      @siphesihlemchunu5979 5 หลายเดือนก่อน +1

      😂😂Welele, uyeza umhla wokuphela uyokuma phambi kwakho noma ungathandi.

    • @UbukaOnline
      @UbukaOnline 5 หลายเดือนก่อน +2

      Amambuka madala nangesikgathi sombuso kaZulu ayekhona

    • @thullynomandla7701
      @thullynomandla7701 5 หลายเดือนก่อน +2

      Izindlebe zakho zinezigondogondo, inhliziyo yakho inengidi engavuleki next time sizobe sizwa wena lapha usuthunyiwe ngoba uzenza usiyazi SHAME BE COOL

    • @UbukaOnline
      @UbukaOnline 5 หลายเดือนก่อน

      @@thullynomandla7701 kodwa yena ubekwa yini la kwenziwa khona into ongayithandi.

    • @thullynomandla7701
      @thullynomandla7701 5 หลายเดือนก่อน

      @@UbukaOnline uyaguduza emakameleni mtaka Jehova