Ekhaya lemphefumulo: uMadlala obuya kwelizayo

แชร์
ฝัง

ความคิดเห็น • 29

  • @nonhlanhlamaribe7050
    @nonhlanhlamaribe7050 7 หลายเดือนก่อน +15

    yey abanye abantu bsnenhlanhla yokuthandwa uNkulunkulu, siyakubongela baba engathi ubungahlala ungasuki kuThixo waseBuhleni, ushiye konke kodwa ubambelele kuye

  • @thembisilemathonsi8767
    @thembisilemathonsi8767 7 หลายเดือนก่อน +12

    UShembe uNkulunkulu bafethu hhaybo. Kukhona ukusho ngoba uzwa besho thina sihamba endleleni ekwiyonayona asiqiniseleni bakwerhi sikhonze uJehova sikhohlwe umhlaba

  • @mttmaaa9433
    @mttmaaa9433 6 หลายเดือนก่อน

    #UNYAZI_LWEZULU_SHEMBE_IS_THE_WAY
    Ndicela ukukholwa Nkosi, ndingalahlwa ukuva lendaba enganka🙏🙏🙏🙏

  • @user-yz7in3pt3j
    @user-yz7in3pt3j 4 หลายเดือนก่อน +1

    Nkosi Nyazi Lwezulu uze ungikhumbule nami Nkosi ungiphe leyonhlanhla

  • @nokubongamillicent5136
    @nokubongamillicent5136 7 หลายเดือนก่อน +3

    Siyabonga kakhulu ngomsebenz wakho omuhle

  • @vincentmkhize6219
    @vincentmkhize6219 7 หลายเดือนก่อน +8

    Ake nihloniphane! Besingekho isidingo sokuthi "khuluma kakhulu ke ngoba uthunywe nguNkulunkulu"

  • @YoungBeWorld
    @YoungBeWorld 7 หลายเดือนก่อน +1

    Amen

  • @lindokuhlendimande2173
    @lindokuhlendimande2173 7 หลายเดือนก่อน +1

    Ngimkholwa Mina u bhut Muzi. Ngimazi personally Umlazi G

  • @thobaniusher5174
    @thobaniusher5174 3 หลายเดือนก่อน

    Kanti ungubani USHEMBE?, hhaaa USHEMBE uNkuLuNkulu,, siyabonga kakhulu ngalezindaba, Usalinde mfowethu nawe dadewethu, asambeni simkhonza ujehova uNkulunkulu wethu USHEMBE UNYAZI Amen 🙏

  • @luyandabhoh5955
    @luyandabhoh5955 7 หลายเดือนก่อน +1

  • @smlotshwa13
    @smlotshwa13 7 หลายเดือนก่อน +4

    Indaba ka Shembe inkinga futhi inkulu

  • @siphamandlamadonsela7512
    @siphamandlamadonsela7512 7 หลายเดือนก่อน +2

    Makhulu la mazwi😢

  • @SiyabongaButhelezi-lf3xo
    @SiyabongaButhelezi-lf3xo 7 หลายเดือนก่อน +1

    Baba madlala makhelwane wami la emlazi

  • @NqubekoNyandu-oj1sf
    @NqubekoNyandu-oj1sf 7 หลายเดือนก่อน

    Welele

  • @NqubekoNyandu-oj1sf
    @NqubekoNyandu-oj1sf 7 หลายเดือนก่อน

    Mahewu

  • @XOLANIMZIZI-de2do
    @XOLANIMZIZI-de2do 4 หลายเดือนก่อน

    Syayazi nhliziyo yakhe bhuti inhle kakhulu futh nomqondo owasezulwini impela

  • @mthobisinkomo7658
    @mthobisinkomo7658 7 หลายเดือนก่อน

    Ephelele iphi kunini ngiyifuna

    • @mondlimazibuko8352
      @mondlimazibuko8352  7 หลายเดือนก่อน +1

      iphelele lana

    • @mthobisinkomo7658
      @mthobisinkomo7658 7 หลายเดือนก่อน

      Ngiyakuzwa awusho mtakaThixo uma usuka eDurban station ugibela ini uma uya ekhaya lomphefumulo

    • @mondlimazibuko8352
      @mondlimazibuko8352  7 หลายเดือนก่อน

      @@mthobisinkomo7658 kwamashu rank uthathe amatekisi aya kwa E wehlike ngase train station ithembalihle, bese uthatha uleft ongena kwamasipala wehle ngawo uzokufaka phakathi

    • @mthobisinkomo7658
      @mthobisinkomo7658 7 หลายเดือนก่อน

      @@mondlimazibuko8352 ngiyabonga mtakaThixo

  • @gugumazibuko6275
    @gugumazibuko6275 5 หลายเดือนก่อน

    Muna, ngicela ukubuza ukuthi uLosine ubakhona njalo ngeviki? Ngifuna ukuqondanisa nawo uma ngibuya.