SESIKHALELA UKUTHI SITHOLE NOMA NGABE ITHAMBO LAKHE NJE

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 11 ก.ย. 2024
  • Join this channel to get access to perks:
    / @thuleleni_tv

ความคิดเห็น • 172

  • @NomathamsanqaMakofane
    @NomathamsanqaMakofane 2 หลายเดือนก่อน +37

    Lomfana uyazi ukuthi wamsaphi uZanele lemeseji uyibhale ngokwakhe kukhona okushaya amanzi.

    • @fisanizondi951
      @fisanizondi951 2 หลายเดือนก่อน +2

      Axactly waybhala ngokwskhe ngefon yaZanele ulahlà umqondo

  • @SpheleleSimelane
    @SpheleleSimelane หลายเดือนก่อน +3

    UThozani uyamazi uZanele, amaphoyisa mawenze umsebenzi wawo awukgolelayo, bambulele umntwana wabantu 😩😭

  • @SizekaDlambewu
    @SizekaDlambewu 2 หลายเดือนก่อน +8

    Ibali lifana ncamashi ne lethu cctr wam waduka 2019 wagqibela zothathwa ngu boyfriend wakhe ekhaya till today😢,amapolisa asaphanda kubuhlungu futhi kuyazwela💔

  • @Zaneleniza
    @Zaneleniza 2 หลายเดือนก่อน +9

    Awu kodwa kulomhlaba Jehovah 💔💔💔 umbulele nje lomfana uMazet mmmmm kwaze kwabhlungu okuzwiwa ilomndeni bakithi 😩

  • @sphamandlapatrick5263
    @sphamandlapatrick5263 2 หลายเดือนก่อน +22

    Lesgebengu sayibulala ingane yabantu ingenzanga lutho 😊

  • @glenngwenya1084
    @glenngwenya1084 2 หลายเดือนก่อน +8

    Many cases have gone cold because of i laziness yamaphoyisa ase South Africa, Thokazani knew he was going to get away with murdering this girl in cold blood.😢😢

  • @gugulethupurity9322
    @gugulethupurity9322 หลายเดือนก่อน +2

    😢😢😢😢😢😢😢maphoyisa cela nenze umsebenzi bakit ,kunzima kuthina besifazane ,anithole lendonda niyibophe isho kuth wayaphi uzanele 😢

  • @zulu8451
    @zulu8451 2 หลายเดือนก่อน +24

    Ifoni kasisi amaphoyisa mele ngabe aya tracker la i pinga khona.ngoba ngathi umlisa wuye oyiphethe.very sad

    • @monicaphangeni1099
      @monicaphangeni1099 2 หลายเดือนก่อน +5

      True nguyena owathumela ma message ifoni iku yena poor police investigation uyamazi Ukuphi

    • @Supadiski5
      @Supadiski5 2 หลายเดือนก่อน +1

      injalo bhuti wam

  • @hlengiwezondi405
    @hlengiwezondi405 2 หลายเดือนก่อน +11

    Awu kodwa nathi bafazi okwani ukubekezelela umuntu okushayayo never mina bungachitheka bugayiwe one slap on my face we done🏃🏃🏃

    • @user-mj2fi3cy3t
      @user-mj2fi3cy3t 2 หลายเดือนก่อน

      Nhliziyo iyaphuza ukuthatha isinqumo okuyiso uyaphuza kudela ey kunzima shm kulomhlaba

    • @sthembileluthuli8543
      @sthembileluthuli8543 2 หลายเดือนก่อน

      Mina waty uyonghudula ngemoto ekhaya kungakhulumi muntu, wanggcina lapho, engangshayanga haaa

  • @GrandCentralPlace
    @GrandCentralPlace หลายเดือนก่อน +4

    Kodwa abantu besizulu ,izangoma mhlampe bengasho ukuphi ,noma baphathe into yakhe yokugqoka baye esontweni,lezayoni

  • @thandananisibiya6422
    @thandananisibiya6422 2 หลายเดือนก่อน +8

    I'm The punisher ngicela nibize Mina bandla ngizomthatha ngihambe naye Mina uzolikhuluma iqiniso ngobuya naye eseyokhomba lana akhona

  • @NomathamsanqaMakofane
    @NomathamsanqaMakofane 2 หลายเดือนก่อน +19

    Once wakushaya ngempama balaka kukhona kakhulu okuzayo umbulele uZanele lomfana.Ufuna ukufakwa ku Interogation uzalikhuluma iqiniso .Wish you luck😢😢

    • @NesterPhonela
      @NesterPhonela 2 หลายเดือนก่อน +1

      Thokozani iba nonembeza bafo 2yrs wonke hhayi bafo

  • @SbongileMntamboMjiyakho
    @SbongileMntamboMjiyakho 2 หลายเดือนก่อน +2

    Ayi mina sengihlulekile ngamaphoyisa akithi emzansi kunzima sibhekene nesambane ngempela😭

  • @thandothuthani4676
    @thandothuthani4676 2 หลายเดือนก่อน +19

    boyfriend knows where she is 😢mmm guys umjolo mauyekwe

    • @skholiwegwala8544
      @skholiwegwala8544 2 หลายเดือนก่อน +4

      Most cases Bf does this after killing umuntu wakhe ... if you remember the case kaKarabo. Waze wabasiza babheka uKarabo kodwa emubulele

  • @hlengiwezondi405
    @hlengiwezondi405 2 หลายเดือนก่อน +7

    Mmmh asinamaphoyisa la eSouth Africa madoda sizihlalele, intoni eyenza bedembesele indaba enkulu kangaka

  • @GabsileNdlozi-pl5hf
    @GabsileNdlozi-pl5hf 2 หลายเดือนก่อน +11

    It's very painful special for the kids the guy knows the story 😢😢

  • @ZandileShange-wb7zt
    @ZandileShange-wb7zt 2 หลายเดือนก่อน +5

    Kubuhlungu impela , boyfriend unolwazi olukhulu .umndeni nezingane zakhe zimqoka kakhulu empilweni kaNdodakazi kumele asendele umndeni imsg ibona ababalulekile ,unembeza okushayayo Ndodana khuluma iqiniso😭😭

  • @silindilenxumalo9541
    @silindilenxumalo9541 2 หลายเดือนก่อน +8

    Eny inkinga esinayo,kuqashwa abantu abangazi lutho ngomsebenzi. Abaseshi nje abaningi abawaz umsebenzi 😢

    • @JoyHaise
      @JoyHaise 2 หลายเดือนก่อน +2

      Uqinisile. Bafuna wena ubabambele izigebengu uzilethe kubo.

  • @ZenzaminaSeminahMkhize
    @ZenzaminaSeminahMkhize 2 หลายเดือนก่อน +6

    wambulala nje yin kanti enkulu indoda nomndeni nengane zakho wambulala nje akamkhobhe wayenivala nje inhliziyo enecala ayikutholi ukuphumula

  • @buciemaphosa3954
    @buciemaphosa3954 2 หลายเดือนก่อน +4

    Ngikhala nje ngonembeza osewashabalala😢😢😢

  • @MumcyMaphanga
    @MumcyMaphanga 2 หลายเดือนก่อน +9

    Kodwa namaphoyisa nawo alala phezuko msebenzi xem kule case lena iwona awrong ayeka ubf

  • @ntofontofo6819
    @ntofontofo6819 2 หลายเดือนก่อน +5

    Mina. Ukuba ngisemusha ngabe angisajoli ngoba umjolo wamanje awnalo uthando unenzondo nje umbulala kanjani umuntu omthandayo 😊

    • @KaibeTelang
      @KaibeTelang 2 หลายเดือนก่อน +1

      Uthando alusekho...

    • @HappyBiscuits-uv2my
      @HappyBiscuits-uv2my 2 หลายเดือนก่อน +1

      Nginaloyombuzo NAMI

  • @ozungezwayosa1358
    @ozungezwayosa1358 2 หลายเดือนก่อน +3

    Labantu ababhalele Themba sokhele lizophuma iqiniso

  • @user-wi3qz8vw5i
    @user-wi3qz8vw5i 2 หลายเดือนก่อน +4

    Wamubulala now akasazi enzenjani akasakutholi ukuphumula igazi likacc liyakhuluma

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 2 หลายเดือนก่อน +4

    Kanti yini umsebenzi wamaphyisa bakwethu behlulwa ukuphanda into esobala kangaka seningaze nihlulwe ngisho nayizinkukhu bakwethu kahleni bo.😮😮 🇬🇧

  • @sihleshelembe200
    @sihleshelembe200 2 หลายเดือนก่อน +4

    Kodwa Somandla izingane zethu!!! 😭😭💔💔

  • @MakabongweLisa
    @MakabongweLisa 2 หลายเดือนก่อน +6

    Uyaxoka lomfana,y u Zanele engafoni esenda ama message

    • @sphephoKaLanga
      @sphephoKaLanga 2 หลายเดือนก่อน +1

      Ingani abhalwa wuye uboyfrnd

    • @thembekamankwali346
      @thembekamankwali346 2 หลายเดือนก่อน

      Yes wa send msg coz usethule Zanele bekmele kuboshwe yena lo boyfriend 😢😢

  • @ntofontofo6819
    @ntofontofo6819 2 หลายเดือนก่อน +4

    Awu Jesu wambulala lomfana kuganele abosywe lomuntu uyekwe leni uyena owabhala imessage ngefoni kaZanele iqili leboyfriend leli

  • @user-do1dh8jb2c
    @user-do1dh8jb2c 2 หลายเดือนก่อน +7

    Most wanted nayo inganisiza
    Yhooo kwaze kwabuhlungu 😢

  • @spidybowy
    @spidybowy 2 หลายเดือนก่อน +4

    Vela Zanele noba kusenganeni zakho or kuye lomfana angaphumli tu umvelele cc atshe tshi nguwe😢

  • @LuyandaLekokotla-n4k
    @LuyandaLekokotla-n4k 2 หลายเดือนก่อน +2

    Abantu abafana no Brig B Gininda ongu setshi omkhulu eGoli akafunwa nokubonwa kule country yethu ngoba usebenza ubusuku nemini esenza umsebenzi wakhe omhle, kufunwa aba bakhusela I criminals kusazoba nje ngendaba yokungcola kwenu zi citizens, ufihliwe uThokozani ngoba inoba unemali, section 205 why engasebenzi if usayisebenzisa le phone lo mfana, sorry family

  • @pinkybhengu1771
    @pinkybhengu1771 2 หลายเดือนก่อน +3

    Kodwa amaphosyisa ayaziphoxa kakhulu,kungan engalu thathelanga phezulu lolu ndaba ,ngoba kwabufakazi obabukhona sebazi baphela ay bakith

  • @njabulojb2994
    @njabulojb2994 2 หลายเดือนก่อน +2

    The boyfriend bribed the cops it's preety clear

  • @thandimhlongo5148
    @thandimhlongo5148 2 หลายเดือนก่อน +10

    u Boyfriend uyamaz ukuthi wamenzani, mangase bamfake nje ibhuzu noma bamfake eshubhini angamkhipha.

  • @zandisheron4610
    @zandisheron4610 2 หลายเดือนก่อน +2

    Ey ibuhĺungu indaba kazanele ngabe bamsaphi usisi😢😢😢

  • @siphomogale779
    @siphomogale779 2 หลายเดือนก่อน +30

    The boyfriend got away because of poor investigation by the police, I hope they can even find her body if the bf can confess

    • @ZeniGwala
      @ZeniGwala 2 หลายเดือนก่อน

      P

    • @LungileMiya-jt8iu
      @LungileMiya-jt8iu 2 หลายเดือนก่อน

      Even if he get away with the police but he will never away with what he did to that woman. Igazi lomuntu liyakhuluma.

    • @DeliNgwenya
      @DeliNgwenya หลายเดือนก่อน

      Ayithintwe ngenduku le boyfriend izomkhipha iyamazi lama message iwabhala yona ifoni ikuyo

    • @diatilemlungwana8403
      @diatilemlungwana8403 หลายเดือนก่อน

      @@ZeniGwala

  • @Info-gf2vh
    @Info-gf2vh 2 หลายเดือนก่อน +4

    Kanti amaphoyisa awaboshwa ngani mayenza amaphutha enjenga la umuntu usengabeleka e police station ashiye nemonto yakhe

  • @ThabisileRadebe-mh5os
    @ThabisileRadebe-mh5os 2 หลายเดือนก่อน +1

    That boy friend knows the truth
    Alikhoi,izinyNe lembuzi ladliwa zingwenya kwA wena iziziba

  • @leratoradebe8701
    @leratoradebe8701 หลายเดือนก่อน +2

    2 statements is not for sure uyanuka lo boyfriend

  • @Boitumelompogeng-b3j
    @Boitumelompogeng-b3j 2 หลายเดือนก่อน +2

    Befethu aseken ukbulala abantu besfanazane

  • @CynthiaShabangu-rz3ni
    @CynthiaShabangu-rz3ni 2 หลายเดือนก่อน +3

    Icacile nje lendaba le boyfriend imbulele lontanabantu

  • @Lindokuhle_b5g
    @Lindokuhle_b5g 2 หลายเดือนก่อน +2

    😭😭💔💔💔ngaze ngawazonda lawo maphoyisa umsebenz wawo abawazi cz lento izicacecel nje

  • @nofikatikilili5
    @nofikatikilili5 หลายเดือนก่อน +2

    Uve ngabani uba bakhathazekile aze athi ningakhathazeki Thokozani wazi yonke into uba wamthini uZanele

  • @MazwaneSmelane
    @MazwaneSmelane 2 หลายเดือนก่อน +12

    Akabulawe naye lomuntu

    • @sphephoKaLanga
      @sphephoKaLanga 2 หลายเดือนก่อน

      No akaqale amkhiphe Bese eyabulawa naye

  • @ndodomzwamandla
    @ndodomzwamandla 2 หลายเดือนก่อน +6

    sizokuthola show ngaze ngayfisa kuloludaba

    • @pamellandunge9172
      @pamellandunge9172 2 หลายเดือนก่อน +1

      Idila ngama drugs nje yona

  • @user-vf9hu1to2q
    @user-vf9hu1to2q 2 หลายเดือนก่อน +10

    The msg is sent by the boyfriend he killed her and took her phone and wrote to himself

  • @ThembelihleKhumalo-e5i
    @ThembelihleKhumalo-e5i 2 หลายเดือนก่อน +1

    Unjan Lo boy frend akacebile yin Uma nje ecebile wathwala ngaye Lo sathane uma kuzixakekele ke ai nami ngyadideka wukuthi onkunzi Laba esbathandayo abasathembekile ababulali go lesgebengu somfana mina ngyasisola we doti ndini uphi u Zanele

  • @nokuthulamkhize8877
    @nokuthulamkhize8877 2 หลายเดือนก่อน +2

    Mmmm...kwaze kwanzima!

  • @nomvulaveronicangema566
    @nomvulaveronicangema566 17 วันที่ผ่านมา +1

    Thembi Nyathi bakithi uzokhuluma naye noma ilala ngoxolo ingamfuna imthole

  • @NoziphoChili
    @NoziphoChili 2 หลายเดือนก่อน +2

    Her BF he knows everything about this lady bt all truth are revealed

  • @leratoradebe8701
    @leratoradebe8701 หลายเดือนก่อน +1

    Hllengiwe ufana nami touch is the move never will c me ingishaya ngiyinyoka yakhe mina. Unesandla umqgibile

  • @vistom5784
    @vistom5784 2 หลายเดือนก่อน +3

    14:12 hhai khona okushaya amanzi la isoka liyamazi uZanele why ekhombe izindawo ezihlukene la othi wambeka khona uZanele,kwifamily uthi iswClicks emaphoyiseni uthi wambeka eSpar,lomfana kuyavela kuthi wabaleka ePolice station washiya imoto, amaphoyisa angamlandelela yabona nje kuningi la,ngidabukela usiswakhe ngoba limgulukudu usengambulala acishe ubufakazi

  • @ZamokuhleNomthandazo-b1f
    @ZamokuhleNomthandazo-b1f 2 หลายเดือนก่อน +2

    Very sad Abantu sebephenduke izilwane.

  • @NosipholorainMakhetha
    @NosipholorainMakhetha 2 หลายเดือนก่อน +3

    Amapolisa wendawo zonke aweak

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 2 หลายเดือนก่อน +2

    I boy friend iyamazi la yamyisa khona iyona e yayifanele iphenywe kabanzi

  • @user-so4er5jf6e
    @user-so4er5jf6e 2 หลายเดือนก่อน +2

    Mmmmm yabuhlungu le😭

  • @user-mj2fi3cy3t
    @user-mj2fi3cy3t 2 หลายเดือนก่อน +1

    Amaphoyisa ka Bheki Cele iyonanto ayisebenzayo le

  • @leratoradebe8701
    @leratoradebe8701 หลายเดือนก่อน +1

    Sipho mogale ,u re ryt

  • @user-wi3qz8vw5i
    @user-wi3qz8vw5i 2 หลายเดือนก่อน +2

    Aybo ubulala ingane yomuntu usethi uzozibulala skhotheni

  • @nonhlezondo5117
    @nonhlezondo5117 2 หลายเดือนก่อน +2

    UZanele got killed by his abusive boyfriend, Thokozani😢 akekho umuntu ongamanyalala 2years 😮

  • @phindilemiya2430
    @phindilemiya2430 2 หลายเดือนก่อน +6

    Sicela u part 2

  • @thandananisibiya6422
    @thandananisibiya6422 2 หลายเดือนก่อน +2

    Yayi bafwethu indaba yokudlala asinayo thina lomjita wakhona lona uyena owabulala intombazane akayikhombe lana owayigqiba khona mani yeses

  • @lukhelesanele.6742
    @lukhelesanele.6742 2 หลายเดือนก่อน +4

    Mina engizibuza kona uzanele use send messages nje sewaze ngani ukuthi uyafunwa Eze asendele indoda , lendoda iyona eyabhala le message ididisa umkhondo ebadida inqondo

    • @NompumeleloNdwadwe
      @NompumeleloNdwadwe 2 หลายเดือนก่อน

      Yebo ifon singasho kuthi ikuye imoto eseyshiyelan unovalo

  • @beautyngwenya5962
    @beautyngwenya5962 2 หลายเดือนก่อน +1

    Linjani sibilisana ngendaba ezihlungu esizizwayo mina ngibona incwebo elincono dingani abantu abaprofithi lizwe ukuthi kuhambanjani inxenje bengalitshela ncono lendawo akuyo mina ngu beauty. Ngwenya ngise UK 🇬🇧 🇬🇧 ngoba ukubuhlungu umuntu ephongukuduka etshiya inane ezincane umuhelo kufanele kuhele ngabantwana shame kubuhlungu maybe kukhona akwezayo engafuni kwaziwe ngundeni lani winning ngamaphoyisa kakhulu

  • @NosipholorainMakhetha
    @NosipholorainMakhetha 2 หลายเดือนก่อน +3

    Boyfriend imbulele yamgqiba yabe seyizobhanxa ifamily

  • @yvonnemdaka3125
    @yvonnemdaka3125 2 หลายเดือนก่อน +1

    The boyfriend knows what happened to the lady,he must be arrested and interrogated, the truth will be revealed

  • @NosipholorainMakhetha
    @NosipholorainMakhetha 2 หลายเดือนก่อน +3

    Makawuphuze lo poision wakhe

  • @thulisiledlamini-s9f
    @thulisiledlamini-s9f หลายเดือนก่อน +1

    The guy knows the story.its Vey painful special for the kids

  • @nomusankosi5710
    @nomusankosi5710 2 หลายเดือนก่อน +1

    Kwaze kwabuhlungu engicela ukukubuza ukuthi ngenkathi seniyi tregile lefoni Ka zanele. Nayi yini lapho encotshane

  • @SyamthandaHlongwane-qo8ls
    @SyamthandaHlongwane-qo8ls หลายเดือนก่อน +3

    Umjolo will kill us guyzini asiwyeken yaz

  • @vistom5784
    @vistom5784 2 หลายเดือนก่อน +2

    Kwaze kwabuhlungu💔💔💔💔

  • @SyamthandaHlongwane-qo8ls
    @SyamthandaHlongwane-qo8ls หลายเดือนก่อน +1

    Siphandle thina siyicountry mekfika kulento yomthetho asnawo qobo umthetho eSouth Africa

  • @BrigetteKhumalo
    @BrigetteKhumalo 2 หลายเดือนก่อน +1

    Kulona uthando mawushawa phuma nje kuleyo relationship ngoba okulandelayo uzofa nxa

  • @BrigetteKhumalo
    @BrigetteKhumalo 2 หลายเดือนก่อน +1

    Umfana uyamazi

  • @nonhlanhlabuthelezi400
    @nonhlanhlabuthelezi400 2 หลายเดือนก่อน +1

    Kùnzima bafwth ulala njani wabulala umuntu waz iqiniso akekho Zanele wambulala lobhuti 😮😮

  • @nomvulaveronicangema566
    @nomvulaveronicangema566 17 วันที่ผ่านมา +1

    Iqiniso asilazi mhlampe lomfana wamshaya waphuma waya kohike lo owamthola uyena oloku esend msg or uyena lomfana omaziyo ukubaleka kwakhe kungenzeka ukuthuka noma uyazi ukuthi ukupi so madoda yekelani ukushaya amantombazane ngoba niyigaxeka ngelinye ilanga ngento ongyenzaka buka manje amapolice akakwazi ukumbopha ngoba wayelokhu ephindela enjeni ..

  • @sontoamethystmahlangu1159
    @sontoamethystmahlangu1159 2 หลายเดือนก่อน +1

    Kant what's wrong with our justice system wema South africans? Why izigebengu ziyekwe zizicanasele nje ezwen lethu?

  • @JohnNkosi-qp8dx
    @JohnNkosi-qp8dx 2 หลายเดือนก่อน +1

    Lomfana uyamazi lapho akhona usisi .

  • @NosipholorainMakhetha
    @NosipholorainMakhetha 2 หลายเดือนก่อน +2

    Hayi hayi waziwa ngolomlisa ugirl

  • @NomvulaNyele
    @NomvulaNyele 2 หลายเดือนก่อน +1

    Ukhohlakele lomfana shame uyamazi uba uphi azoze

  • @cindynyaba2802
    @cindynyaba2802 หลายเดือนก่อน +1

    Icase e easy kanje cha ngiyawajaja lawomaphiyisa

  • @MichaelSikhosana-ts7bm
    @MichaelSikhosana-ts7bm 27 วันที่ผ่านมา +1

    South African police we have a complain we not happy at all with your service.

  • @stukikamase4371
    @stukikamase4371 23 วันที่ผ่านมา +1

    Amaphoyisa are failing this family again because this boyfriend is the first suspect and the possibility exists that Zanele's phone is with her boyfriend and he is the one who sent these messages just to confuse the family, Please go and check for a footages at the taxi rank to see if his cat was ever in the nearby of the taxi rank

  • @businzama6939
    @businzama6939 2 หลายเดือนก่อน +2

    Umfana uyamazi Ukephi uZanele why esendela yana i massage engasendeli umndeni wakho something is fishy ngaloludaba sesiside leskhathi

  • @Zohara-BiBiZaman
    @Zohara-BiBiZaman หลายเดือนก่อน +2

    Bophani le boyfriend bayitshubhe ikhiphe uzanele .uyamupokela yiko esefunukuzibulala

  • @vistom5784
    @vistom5784 2 หลายเดือนก่อน +1

    23:01 kodwa Thuleleni senimveza usisi😢😢😢😢

  • @NontobekoKhumalo-pc3up
    @NontobekoKhumalo-pc3up 2 หลายเดือนก่อน +1

    😭😭😭💔💔💔 yooooo kunzima

  • @ConfusedHorseShoe-sx3cn
    @ConfusedHorseShoe-sx3cn 2 หลายเดือนก่อน

    3 moths inikwe onye inoba usamane yivula phinde ayivale nd ikulandoda lafouni maka kakhombe amathambo uba phi lo unguthokozani

  • @LuyandaLekokotla-n4k
    @LuyandaLekokotla-n4k 2 หลายเดือนก่อน

    Amapolisa ayi failile le family and ibuhlungu into yokulahlekewa ngu mntu okungenani amveze lo mfana noba wamlahla phi bazoba ne closure kulo mndeni, akusena boy friend in our day's kunezilwanyana ezithethayo, kwaza kwaba buhlungu shame

  • @nelimohali5920
    @nelimohali5920 2 หลายเดือนก่อน

    Ifoni ikuyena umlisa yikho ingavaleki uyayisebenzisa ukusenda ma message lawa amanga. Akaboshwe

  • @samkelisiwesammy8175
    @samkelisiwesammy8175 22 วันที่ผ่านมา +1

    The guy made a deal with cops n payed ngemoto

  • @DeliNgwenya
    @DeliNgwenya หลายเดือนก่อน +2

    Sicela uP2 walendaba sizwe ukuphi uboyfriend usemkhiphile yini lamlahla khona

  • @nonkululekonkwanyana2720
    @nonkululekonkwanyana2720 2 หลายเดือนก่อน

    Maybe uye ubhuti lo owayethumela i sms nge phone kasisi enzela kdukisa umkhondo

  • @PhumeleleSibiya-b2z
    @PhumeleleSibiya-b2z 2 หลายเดือนก่อน

    Jyooo kunzima emjolwen bakithi lendoda iyayazi ingane is igebengu akuyiwe VDCm or mtn uzocacisa

  • @ThembiMasete
    @ThembiMasete 2 หลายเดือนก่อน

    Lomfana wambulala ingakho ekhuluma izi story izingafani ukuthi wamshiyaphi

  • @user-hq1co3ry8q
    @user-hq1co3ry8q 2 หลายเดือนก่อน +1

    Bophani umfana asho ukuthi wamqhibaphi uzanele

  • @silindilenxumalo9541
    @silindilenxumalo9541 2 หลายเดือนก่อน +1

    I boyfriend iyazi ukuthi yamenzani.

  • @user-vu6gj6pi1c
    @user-vu6gj6pi1c 2 หลายเดือนก่อน

    Cha ababophe lenja izolikhipha iqiniso

  • @hlongwenya
    @hlongwenya 2 หลายเดือนก่อน

    Write to Dlozi lami.kuyolunga konke

  • @Supadiski5
    @Supadiski5 2 หลายเดือนก่อน

    ithatha u 3 months number uba ivalwe kwi network emvakoko after another 3 months inikwe omnye umntu so yi 6 months lomfana ikuye lefouni soze imi yaka engaka