Eeeii kunzima Madoda.....kodwa angifuni ukuqamba amanga ukulalela izinkulumo zikaBhuti uMenzi kungisizile ngoba mina bengicabanga ukuthi meke ngaybamba nje intombi yami ijola ngiyifaka uhlamvu one time kanti cha cha ikhona nje impilo just walk away.
Bafo, how about you do an audiobook with these prison stories, and some hard copies to be distributed in prisons. If you contact the department of Correctional services, I'm sure they will take this on board. Just a thought
Sad story, I believe with a good lawyer Buthelezi would have received a lighter sentence. Especially if he had proof of some of the things he had done for the girl. He was led on by her in a very cruel way. That itself can be used as a mitigating factor. We don’t condone violence, neither do we condone manipulation of others.
Yebo kubuhlungu okwenziwa uButhelezi but angimsoli ngoba kwakudlalwa ngaye, as for uMatsidiso wayezenza uclever kumfanele okwamehlela just nje ngikhalela uShenge.
Kodwa Mc .. awbuyise lomnkenenezo wasekuqaleni.. odlala ngemuva. Iwona oshaya khona
Aydliwa imal yomuntu ongamfun
Angigeji even usuku olulodwa ziyakhuthaza izindaba zakho listening from Secunda, MP
Your reasoning is very wise and profound my brother ❤
Ngibuya naku23 engabe ngiyalala kodwa ngoba bengibonile kuthi ngizobuya ngikleze la ngithe ngengilale ngakanceli kogwansile salute munewethu
Yaze yabuhlungu indaba. Naye kodwa losisi ngiyamjaja, umuntu uma ungamfuni mcacisele nje amane akuphe imali ngoba ezithandela. Ubhuti wazama ukuhlehla but losisi walokhu emsondeza emkhohlisa ngamazwi, emenza isilima.
Umfo lona ngiyacabanga naye uyazisola manje ngalesisenzo esimbi kangaka emosha impilo yakhe ngento eyayingakwazi ukugwemeka.
Inkinga ukuthi akamfuni ubhuti but she was enjoying benefits of a girlfriend engeyiyo girlfriend, she was manipulative and using the guy
Eeeii kunzima Madoda.....kodwa angifuni ukuqamba amanga ukulalela izinkulumo zikaBhuti uMenzi kungisizile ngoba mina bengicabanga ukuthi meke ngaybamba nje intombi yami ijola ngiyifaka uhlamvu one time kanti cha cha ikhona nje impilo just walk away.
Uma intombi ingakuthandi phuma. Buka uhlezi ejele for into ebhedeyo
Inkinga yayi safuna ukumqhutha
Mali kodwa impande yesono, Shange nxese ndoda 😮kusifundo kwabanye😊
Ngichazwa yi pronunciation ka Matshidiso 😂😂😂
Awww Sotobe Malume 😂😂
Lelibhodo lipheke ezimnandi khulu mayeee mzansi!!!!! Limpopo danko
Nami ngalazela kuTicktock ngaza la to hear more stories kuTicktock kmele sibancengeoPart 2
I can't listen properly without the background bhuti Menzi pls bring it back
Ngicela ngisize ngeNumber ka Cebekhulu
Ngiyabazi ocicy abanjalo ngangomubamba early nje ngiphume kuyena
Nami ngiyabazi ngiphuma early kubona
Your camera is good bra menzi
Yes bring back our old song, this one doesn’t have that thing
I mic old background sounds 😢
Me too, it was soothing and I could fall asleep
Me to the old one can make u emotional
But i think very soon we will get used to this new sound
Leya sound yayina that think wawuvele ubone indaba uwusizi nge mpela. Cha le iyabhora kakhulu
Kwakukuhle eseyiyekile
Sengikhona nami, from Mt Ayliff cape
Nice one as always my brother
Present our Mc❤️❤️
Bafo, how about you do an audiobook with these prison stories, and some hard copies to be distributed in prisons. If you contact the department of Correctional services, I'm sure they will take this on board. Just a thought
Good advice indeed
Woza nazo Bhuti uMC sengingaphakathi endlini !!
Kodwa Nakhon ukwenza umuntu isilima akufuneki ekugcineni uimala Kanye naye lo omenza isilima
Good sound
Bring the background sound MC please 😢. Looks like you not reading the comments.
kahle kahle.. kwakwi yin inhloso yalentombazene if nibuka kahle
Yayimenza islim nje mfwethu ngoba ebona eythanda
Cha kwaku yidimoni nje
Siyabonga kwi Transformation Live Thank you so much GOD bless you Guys
Nayi ke into eyangiyekisa ukushela😂🙌
Uma intombi ikudrayisa ikwenza islima yishiye ngokuphuthuma.
😂
Ubuthelezi kahle kahle ulungile but uhlohleka kalula
Present
Amandla ocansi nemali bonke baluzile omunye ushonile omunye uboshiwe
My story teller❤
Eish kanti impilo injani 😮😮😮
Yaze yabacruel intokazi.Kungani ingasho umayingamfuni uButhelezi.
My Mc my Mc iyona brazo siyabonga
Kubuhlungu sham
Ayi wayethwele kanzima ushenge😂😂😂
Uboxolisa bakithi masubhodlile...sekukaning ubhodla nje ungaphephisi nhlobo😊
BaThwaLa uBunziMa aBaf2 siNgaz😂😭😭😭😭
Syabonga Bhuty nom kubuhlung nje esikuzway but kuyasakha ukt singacabang izint esizozisola ngayo ksas
Hheyi ngaze ngamzwela Buthelezi bakithi washiya umkakhe nezingane ngenxa yaMatshidiso eish kwakumele amyeke hhayi ukumbulala nalomngani owafaka umoya omubi ngiyakhala ngaye,kuyimanje uButhelezi usekhulile mangicabanga ula ko 60+
Yooo waye fice i Gundane lemali Nqo ay
Kodwa Buthelezi 😢 yoh 💔
😢 what a sad story shem lo bhuti
6:56 locc wayedlala ngomqondo ka buthelezi
Isihloko asihambiselani nenkulumo yale video 🤷🏾♂️
❤😂😅 time to move forward ngempela big brother
Cha kodwa Linda uyangehlula mawususchaza isimo Ska Buthelezi sokutatazela😂ngvele ngphele
Present MC wethu
Ayi kwaze kwanzima uma umdlala ubhekene ne 2k, ayi bhuti kwakumele ebheke unkosikazi ephume kosisbendawo😂😂😂😂😂yeyimsebenza nkosi yam😢😢
Uyangena ngempela moya kasathana😮
Kepha nje nkosiyami abeyidle lani lemali yemintfu angamtsandzi maye natsi sibantfu besifazane asenti kahle xm
Cebekhulu zimnandi inxoxo zakho ziyasakha
Ibuhlungu kodwa iyafundisa
Present My Buti ❤️🙌
Uyakhumbuleka wona loya msindo wakuqala
I transformation live ayi kwi tiktok?
Ngiyinqwele ngenxa yakho bhut
Sesimingomumo🥰
5:26 kahlehle webafo yayim user Oka Sokalisa lentombazane,
Me too I like that sounds behind pls
Amazwi abangani ayagaxelisa uma ungazifundisi ukucabanga ngokuhluzekile emqondweni
I live for your story times 🤌🏽
Kubuhlungu okwenzeka ku Buthelezi
Mfoka cebekhulu buyisa leliya bika lakho lakudala elalidlala ngemuva
Ayi ubuthelezi naye kungani ephindaphinda ukudlalwa yintombi😂
Kwaze kwaba nzima, kodwa singabantu asifani. Baningi abantu baboBaba abukulesimo, ngangazi noma sibangwa yini... Kodwa nje isinqumo uButhelezi asithathile ngenxa yomngani, cha asimnandi ngempela..
Old backround soud please
6:45 2 night kodwa ikhenana ulizwa ngendaba ugcina ngokulibuka nje.
😂😂😂
Izinqumo esizithathayo Cebekhulu sisibhela amathuna in one way or the other 🤝
Weeee ngabe kuyadlalwa mayee min ngibuka kabili kathathu nje ngiphe kanjee
Naye wayealim nje ngadlalwa intomb kanjeee vele wayengamkhomb ngasbhamu wayevuma naye ethanda
Yhooo 😳🥺
00h48 Groutville ngedlula ngakhona mangiya espan.
Ungqengelele wayebhejela angaligibeli
Wenza kahle wayibulala noma angaboshwa kulungile bt yena usemathuneni ngoba wayecleva wayeyidlelani imali yomuntu ongamthandi
"Azishe".. kwayisholo uMakamu 😂
Siyabonga MC sifunda lukhulu kundaba zonke osilandisa Zona,awuu shame Buthelezi ngabe wayiyeka nkosi yazi
Thank you morena Matete
Sikulalele mfo ka Matete
Amen 🙏 🙏 🙏
Amaphoyisa athola kanjani ukuthi nguye owayidubula, futhi bezwa kanjani ukuthi usehlalaphi?
Wayedlala ubushimane uButhlezi
Newcastle
From Durban Central
Very sad storry 😢
Cha kodwa uyabekezela ubuthelez
Inamandla nayo lento yenu bosisi😂😂😂 kodwa noma kunjalo akumele kuphume umphefumulo okungcono phuma kumuntu
Yini e amandla?
Sad story, I believe with a good lawyer Buthelezi would have received a lighter sentence. Especially if he had proof of some of the things he had done for the girl. He was led on by her in a very cruel way. That itself can be used as a mitigating factor. We don’t condone violence, neither do we condone manipulation of others.
Amen!
Kodwa naye why enganyekanga logal ayi naye ugal wayengesabi ukuthi udle izimali zabantu isiphetho ilesi
I love this new sound.
💜💜💜
Esh wenza iphutha uShenge yebo kwakubihlungu ngiyaye ngiwayshele amantombazane ikakhulu lawa asezintombi awuyi endlini yomfana ungakafuni ukulala ngoba uzolalaenomunye besethi ubumenza islima so nje esh
Yaxoka😂😂😂😂😂😂😂😮😮😮😮😅😅😅😅
Thanks MC
Mr Buthelezi should have left the girl long time.
UButhelezi naye waba nephutha kwasekuqaleni, uzikhipha kanjani nomuntu ongathandani naye uze uchithe izimali. Akahlale ejele ulungile
Yebo kubuhlungu okwenziwa uButhelezi but angimsoli ngoba kwakudlalwa ngaye, as for uMatsidiso wayezenza uclever kumfanele okwamehlela just nje ngikhalela uShenge.
The value of life
❤❤❤
❤
Hey khona into okuthiwa move on wenza kabi u Buthelezi ngiyawazi lowo Muzi wa kwabuthelezi