My sleeping tablet that works effectively... Within 20mins I'm gone ngobuthongo!!! I repeat stories to fall asleep... Siyabonga Bhuti Bulubexe omuhle! ❤
Mkhaya you the best...nguwumfana walaphana ematheni emanhlanhla..sakesahlangana mina nawe laphana emaMbatheni kwaluphonjwane kunomcimbi bangazi ngoGedlembane uboke ungi shut out lapho Uma sizokhuluma enye yezindaba 🙏
Siyabonga bhuti ziyathusa zinkinga bantu babhekana nazo kunzima but bantu bangayeki kuthandaza nebhande nj zibalulekil ngadli khuleke suku lonke
My sleeping tablet that works effectively... Within 20mins I'm gone ngobuthongo!!! I repeat stories to fall asleep... Siyabonga Bhuti Bulubexe omuhle! ❤
Yazi bengithi ngedwa esangathola ubuthongo ngayo..ngiphaphama ngiphanda endala
Udinga usizo Dumi😂😂
@@bongumenziphilasande5765 ziyasiza lezindaba bedtime stories😂😂😂😂😂Noma indaba indala ngiqala phansi ngilalele, wowu bushe ubuthongo!!! 😂😂😂😂And abanye abasakazi angilali😂😂😂😂
@@TransformationLive1 kumele ube uthisha waseCreche😂😂😂😂😂izingane zilala manje! Ngisho emini when working from home ngithuka sengingquphazela😂😂😂😂
Nam ngyalala❤❤
Mina ukuthi ngikhone ukuzehlisa akwenziwanga iJele zange ngaboshwa but uwena Cebekhulu owenze ngibone ukubaluleka kwempilo ngenye indlela
Sibonge Mr Cebekhulu 🔥👌
Uqhubeke njalo Sjava siyabonga kakhulu mfwethu.
Cebekhulu, mangikubuka ungifanela nomshana wami,uMnotho Zulu,sonke isikhathi mangikubuka ngvele ngicabange yena,ukhona usaphila, abantu bangaka Jehova bayafana,Baba iziyalo zakho zinhle ziyakha zisiza ngisho umuntu osuke esezibona ukuthi ngokwakhe sekuphelile ngaye emhlabeni, keep it up my brother you are savings many life's and souls. ❤❤
Eyi YAZI ngibona sengathi ngabe kuncono makufe mina hhayi umndeni wami ngoba yooh kubuhlungu ukuhanjelwa umndeni wami
Kwaze kwamnandi ukuba la from episodes 1 day 1 Siyabonga ❤
Wenza kahle waboshwa buka Manje usuyaskhulusa nhokomqondo😂😂😂🙈🙈🙈 ijele sengilisabisa ukufa
Dankie MC mina sengesaba nento encane nje ngibone ukuthi la ngozogaxela
Inkosi yomxoxi lona mase ngilala ngyidlalela yona kuthi nya😊. Uyasilolozela
Ngiyabonga Bhuti uMenzi.Ngike ngaba sesimeni sesixakaxaka endaweni yokuzithokozisa.Ngenxa yezeluleko zakho bhuti Ngenza isiqiniseko sokuthi ngisilungisa ngokushesha lesosimo.Ngase ngiyamkhuza umfwethu sesisodwa ngoba ngangibonile ukuthi yena wenzeni.
Wenza kahle siyabonga kakhulu mfwethu 🙌
Yati mine ngiwaseswatini Mr cebekhulu ukukulalela kuyangiphilisa kakhulu ngiyabonga 👏 👏
Yazi Nami ngimlalele ngiseSwatini. He is a good story teller. I enjoy his stories ❤
Zikode kaPhikela awu mfwethu🙌🙌unwele olude
Ngavele ngafikelwa usizi 😭😭sengigcine sengikhala ngikhumbula 2016 ngibona ibhokisi Lababa lehla kwathi 2017 kwawugogo 😭
Yazi thina ekhaya kusanda kushona ubaba sake sangenelwa igebengu zifuna ibhamu and oku worse ubaba umuntu owayesatshwa endaweni ngoba enolaka lapho ngangibona ukuthi makungafika amaphoyisa singafa impela ngoba zazidlule ku 10 lezigebengu ngoba into ezazisiqhumisa yona isibhamu egcekeni wawuzwa engathi indlu iyanyakaza angifisike lutho
Sorry for your loss and everything that you went through my sister, may God comfort and bless you 🙌🫂
Manje Cebekhulu uwen yin umsakazi odumile owacishe wafa😄😄? Syabonga Bhuti🙏
Kudlaliwe ngathi😂😂 sibanjwa inkunzi
Yes😂😂
😂😂😂😂😂
finding this channel was the best thing in 2024👌
Zikode 🙌
👏👏👏
Present My Buti ❤️🙌 siyabonga sifunda kakhulu uyadikhukisa🎉
Yey wakhuluma Ntshosho. Siyabonga bhuti
Danki mfwethu 👏
Yeyi ndaziva ndibethwa luvalo mhlekazi .
Ungasabi mfwethu kuzolunga.
Mkhaya you the best...nguwumfana walaphana ematheni emanhlanhla..sakesahlangana mina nawe laphana emaMbatheni kwaluphonjwane kunomcimbi bangazi ngoGedlembane uboke ungi shut out lapho Uma sizokhuluma enye yezindaba 🙏
Danki mfwethu, we shall do that 🤝
Gedlembane wuwe lo..
@@damthovele3411 yah mfo
Im learning a lot from your episodes. Thank you brother
Ngiyawubona lomgwaqo okhuluma ngawo bhuti. Uphile mnewethu.
you are the best of the best, thank you 🙏🙏
Menzisto your honesty and transparency keeps me coming back for more ❤
Molo bhuti wam 🥰🥰 mna ndisakuthanda kakhulu futhi ndisahleli e_classini ye_Transformation lukhulu ulwazi osipha lona ngempilo uSomandla akugcine uqhubeke nobuntu onabo ngesizwe 👏👏
Impilo yethu sonke ibalulekile...thx Mr MC
Kakhulu, danki 👏
Sigalelekile our MC❤️
Ayikhale!!
You are a good story teller❤
BAB CEBEKHULU 🎉🎉
You're a good story teller🎉🎉🎉
🤝🤝🤝
Nsele kaLindamkhonto dankie bafo
Mfwethu 👏
Siyabonga Cebekhulu..Mc Mezisto
Yhoo yafana no jabu pule owaye umdlali webhola
Mina ngithi nje dudlu nsizwa 😍
Aybo😂😂
Yeeeezwaaaake manjeeeeee🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Life is easy with you malume wam 💓💓💓💖💖💖💖💖💪
😢weba bhuti wawuboshelwe ini
Hamba uyobuka i video esiyifake izolo.
Ewu sibonga ongabonwayo
Amen 🙌
Your stories are very motivating thank you so much thumbs up
Amen.
😢imfundiso zakho mfethu ziyasiza kuba nam amadoda ndandihamba nawo agwetywa 37yrs but ndasinda kuba nam ndikhule ndingeva ndisiphatha isbham kodwa uthixo wandoyisela namhlanje ndinomfazi nabantwana abathathu kunento omane uyithetha usithi usizi lomuntu ophatha isbham
We thank God for saving you from all that.
Siyathemba bayafunda abantu lapho ukufa komuntu kuyinto encane kanjani yjooo
Let's hope 🙏
Baba❤❤❤
Mama.
Ngyabonga MC 😂❤
Sbwl ukukbona mina manje ❤
😢ey yabona empilweni sikhula ngezindlela ezahlukene..ubunzima esibhekana nabo ey
Never been so lost Kanty ubani lomsakazi?
🤣🤣🤣🤣
Cebekhulu
Bhunti omdala siyabong
Ngila Swaziland., everyday after praying ngilalela lama. Stories akho ngifikelwe butfongo ngilale.. Ngicela i contact yakho
Ngiyambonga uNkulunkulu mina ngoba impilo yami yashintsha ngingakaze ngiye ngisho ijele kodwa ngivele ngalunga ngazithoba kwamangala bonke abantu ukuthi wase ulunga kangaka kwenzakalani
🙏
Eyyy yabona MC bakwethu ubukhali esifazaneni!! Ayyy ngeke
Hawu😂😂
Siphakathi
Umsakazi uyena u Menzisto 😊
Wuye😂🙈
👌👌👌👌
💞💞💞
🙏🙏🙏
Siyafunda kakhulu kuwe bhuti.
I thought imina kuphela olaliswa ile voice. Zimnandi kakhulu izindaba zakho as well as your voice😅😅😅
Ey ngake ngacishe ngafela i Nokia eyaybiza u R800 ngo 2011 ngendaba yokulwa uma ubanjwa inkunzi
Eish cabanga mfwethu 😥😥
Hawu bathatha no paca, bebelambe ngempela labobantu.😂😂😂😂
Menzisto yi love bite yin le engiyibonayo 😅
Sawubona MC and the viewer:
Ziyathusa izinkinga zabantu emhlabeni Nkabiyami.
ngicela kubuza ukuthi if uye ku trail for 4 years and bagweba 10 years, manje bayawubala yini lo 4 years or bacala kabusha?????????????????
Trail ayibalwa ngob trail angison isgwebo isgwebo si separate
@@sihlemasondo2898 🤔🤔🤔🤔🤔hhhayi bo kubi makunjalo
Enkosi buti wami
Bakwenza bul'bexe ngempela bakbamba njalo mfowam
Ngibingelele mfoka Cebekhulu , ngicela ukuba ngibonge kuwe uqobo kanye noMdali wakho ngamazwi owanika isizwe , ngizothi nje nami kulonyaka ngomhlaka 01/01/2024 ngehlelwa isimo lapho khona ngazithola ngiseduze nokuya ejele ngesenzo esenziwa ngumfana omncaaaaaaaaane kimi ukube akaze ngiziphe iskhathi sokukulalela ikakhulukazi uma ukhuluma ngokubaluleka kwempilo yomuntu ngabe ngiboshiwe kumanje .
Scel i sound yethu endala
Kuzozonke izinto bhuti menzi ozibhalayo zenza umuntu aziphathekahle kulelizwe lasemhlaben
Lento yokulwa angiyiphasisi ngoba iimpi yamadoda ayipheli. Ngisho kuthiwa muncane kangakanani lomuntu ofuna ukumshaya, ngoba awubazi abafowaabo nokuthi yena uthembeni.
Kunjalo impela.
Ngicela ningiphe igama lalomkenenezo okhala ngemuva
Menzist waze wangithusa, yo itende kufe mina?
Kunjalo 😢
Wayibeka Ntshosho kuzwakale kahle kunensizwa ekade sikulalele nayo lapha ize yakhala ngokuthi iwumuntu wesilisa ukube iyintombazane ngabe ikufakisa isandla ngendlela ekukhonze ngayo😂😂
Death is certain my sister
Kanti lomsakazi uwena bhuti ubulubexe, saphuthwa ke ngabe sikulalela mihla le emsakazweni ukulinda amaVideo kuyayidonsisa
Ngyabonga mft uyasikhulisa
Kubalulekike ukuxolisa kahle kahle kumuntu ukuze uzokwazi ukundlula kuleyonkinga obhekene nayo noma ikucacisele ukuthi umikuphi kahle kahle, kanti nokuthi mangabe ubona kubi ubaleke alikho ihlazo lokuphephisa impilo yakho.
Njengobani ongavuma ukuxhaphazeka ehamba nentombi😢
Death Is Certain
Usizi uMsakazi odumile ecishe efa? Ubani lowomsakazi
Never mind 😂
Ngath bathi wayesakaza ngapha eMtuba😂😂😂
Lol yazi ngithuli ngisalindile ukuthi kazi ubani loyo msakazi ekukhulunywa ngaye.
@@ntokozompinga8380 😂😂😂😂
Mina ngisola ukuthi umnikazi wemonto eyakushayisa ukuth uyena lomsakazi, wena nensizwa ezazize kuwe nacishe namthinta😂😂