Thokoza gogo ngicela ukubuza uma uphupha ubaba wami ongasekho kuleli engishisela ama candles kushoni.its was a white,yellow,blue,green and red and he took the wax mixed it but the red was on top when I asked him athi ngikucelela kwabadala.
Thokoza gogo,I worked at a service station for 9 years kwa Phela 2009, manje ngiphupha almost every week ngisasebenza khona and leyo garage ivaliwe ne owner ya khona ishonile
umuntu owavali impilo yakho emsebenzini usebunzimeni la ekhona akukho okuzomuhambela khona. That person can use your luckies or akuthwebule that's why uziphupha ukhona .
Thokoza khehla nami ngicela uke uthinte ngokuphupha uhamba ngezinyawo next time coz these days lithanda ukubuya njalo lifana naleli lokuNdiza that one i dream of since i was young.
Ngiphupa my mom is still alive naked sometimes with the tenant talking saying I never see them I'n dreams I'm saying ngasho ukuthi niyaganga niyathakatha
Thokoza Mkhulu When you dream of buying a house actually bought it, even talking about renovating it and in this dream there is was my spiritual guidance Gogo, Mood was happy mode
Mina ngfuna wena plz plz ngyaqela gogo nhyakdinga empilweni yam ,gygumntu waphupho* zonle zinto oskhulumayo zeya emzeka kum,plz I mid yo help,khuluma nam ngyaqela b4 is 2 late, thokoza gogo,❤❤❤❤
Thokoza gogo I have just came across your videos about an hour ago and this is the 4th video I've seen of yours and the 3videos of the signs that show that you have a sertain calling all relate to me and in all honesty I need guidance because we didn't grow up being taught about amathongo or izithunywa even amadlozi nezinyanga and I always get sick or weak when I have to go to church and when I do go to church at the top of my stomach in the middle I feel like something is being forcefully pulled that it would just pop out and it would be very painful and I would just dose in and out of sleep and yarn through out the service and everytime I seek out help or plan on going to seek out for help something comes up and I end up not going please help with some enlightenment
Mkhulu thokoza mawuphupha abelungu...
Amathongo angaphandle amakhulu eza nomcebo kuwe
Thokoza mkhulu 👏🏾👏🏾👏🏾 ukuphupha ulwa nebhubesi uligwaze ngomkhonto iklwa life ulibulale ngelinye ilanga uliphuphe nilwa nibambene ngezandla nibhudulisana nilwa niphushana kodwa ube namandla kulo
I dreamed about my father being very sick but he is dead I don't understand why coz we buried him on 2021
Thokoza gogo ukuphupha ugwaza umuntu ..kunqondeni😢
Ukuphuma kwamaziyo kuchaza ukulahlekelwa kuphela
Ngiyabonga gogo ngiphedulekile kumaphupho ami okunye sekwenzeka njengoko ngangphuphile .thokoza👏👏👏
Gogo ngicela ukubuza mawuphupha umuntu odumile uhleli naye uxoxa kushukuthini 👋👋
IDlozi lakho liseduze nawe futhi liyakuphephisa
Thokoza Gogo ❤
Ndiyabonga🎉ngengcazelo
Maningi aqondane nam kula
Ndibonge kakhulu mkhulu
I love you millions can't help it
Bayede 💯🔥
Thokoza Makhosi. Mina I always have a dream about cows running and they Soo big nje with horns and they always Brown. Thokoza ❤
Amadlozi ekubo kababa akhona akuhlengile ngobuningi bawo
Thokoza mkhulu ndiphupha imbhuzi imi egerini kukho u mntu ongurata ecaleni kwayo.
Thokoza gogo ngiphuphe ngisesontweni langaphetha khona umoya ngikhala umntwanami alahlekile mangimthola uphuma ngaphakathi kwamanzi anqholile ngamgona ngase ngithi kuye mtanami ngeke bakwenzelutho an ngeke ushone sigadwe unkulunkulu ngaphaphama pls ngiqela inqazelo
Thonkoza Mkhulu ukuphupha idlu engaphelile
Thokoza min ngiphuph indlu ineth bt amanz emahle
mina nginophupha indlovu eziningi zihamba nje zingena msindo noma uhlame,,kucazana na
Amen
Amen gogo.. Kambe kushon kudlez uphupha umbila, lokanye womile noma nenzimbasha
Thokoza gogo I dreamed police chesing me what does that mean
Awusemuhle wegogo✅✅✅
Thokoza gogo i dreamed going to fly to airplane
Thokoza mkhulu cel ukbuza ukuthy kusho ukuthin ukuphupha inkomo imithi amawele PLC help mi👏👏👏
Thokoza mina ngihlezi ngiphupha ngisesikolweni ngapha kuphinde kubonakale amanzi khona lapho.
Ngicela incazelo
Thokoza
Wow Thokoza waze wachaza kahle i need more plz, ukuphupha ugeza eshaweni kuchazani
Thokoza gogo ❤kushoni njalo ngiphupha nginabakithi abashona kusekhaya kungathi kunomsebenzi nje kuyaphithizela kodwa nje iskhathi esiningi kujatjuliwe. And akwenzeki kuphele iviki kungekho engimphuphako kulabasekhaya abashona
Yhoooo Thokoza gogo ngiyabonga ukungicazela I was so worried yhoooo ngiphume ngimithi nasemabheleni kuphuma ubusi yhooooo😢bekungathi ngimithi gempela yhooo thank u gogo inkosi namadlozi akubusise thank u
Amen mntanami ngibonga kakhulu kuNkulunkulu ngokusipha umntwana wemimoya onjengawe siyakhanyiseleka kakhulukazi mina ngingumama obesebenza ngesithunywa kakhulu kwavele kwashabalala kuyakhombisa ukuthi kukhona lapho kumosheke khona
Bayede Gogo . Zama ukucela okuhle kwakho edlozini kubuye inhlanhla zakho kubantu .
Zama ukubuyisa inhlanhla zakho kubantu ....amadlozi akho adede izinhlanhla zabo kuwe
Thokoza gogo,ngiphuphe abantu abaningi basina bedansa bangcoke izingubo zaba fundisi zePostoli ko dwa bagqoke amapulapula( gown) yamabalabala ahlukahlukene , basina baqonde ngakumina phakathi kwabo ku khona u Auntie owashona esayidini lakababa wasekha umyeni wami ,lo aunti iphethe induku yesiliva enesiphambano umana elhomba mina ngayo makulpko kusina lesixuku sabantu kodwa amadoda labantu belu wuye yedwa owesifazana phakathi kwalabo baba abangcoke amapulapula, Ngicela ungichazele lona gogo Thokoza🙏
Ukuphupha ukhulekela abantu ungafuni ukuthi bakuhlule ephupheni baze bawe phansi omunye uthi umqubule phansi umphonse phezulu umkhulekela ashintshe Abe yingane kuchazani gogo usazongiphendula angibonge🙏🏻🙏🏻
Good afternoon Mkhulu.Ngicela ukubuza ngoba mina njalo Uma ngiphupha Abantu bangithi abangasekho njalo,nomuntu engiphila nawe,uba khona.Izolo ngibaphuphile kwabe ngibona lobaba esehlaselwa amabhubezi,emhlikiliza kepha akamlimazanga.
Mine ngiphupha Babe wami uwashona Kudala silungiselela umsebenzi wakhe wokungcwatjwa.everytime kubuya lona Angazi lisho kuthini
Mina Gogo ngiphupha abazali bakho bangibiza ngomkhwenyana wabo🤗
Gogo ngi ne phupho ilingi hluphayo iminyaka lingi hlupha ngi hlezi ngi phupha ngi ndisa
Thankyou Gogo Ive been worried dreaming about me having baby twins now I know God bless you
It's a sign that your gift you dreamt of....ayihambi yodwa kunemimoya onayo .
Thokoza gogo 👏mina ngafisa khuluma nawe caleni ngoba kuningi engicela kwazi ngam...mntomdala👏
Thokoza gogo 🙏ngaphupha ngisela ipilisi emnyama okanye ngidla kuyimanje ngizacile,okwesibili ngaphupha nileqwa ligundane elikhulu ngiyothenga iTekkie ngabaleka angabisathenga naloteku ngakhala
One thing I love about your content is that u don't have long exhausting greeting. U go straight to the point awchazi iscefe
🤣😂😅🤣😅.....That's true . I don’t wanna waste even my time . I only talk .
Ngiphupha ngakhile umuti LOMUHLE ....ngibone senginalelinye likhaya futsi
Gogo ngiphuphe ngiphuma amazing awu two
Thokoza gogo ukuphi phupha u baba wantwana sengathi une ntombo kodwa nilwe,bese uphuphe u baba watwana ethi kuwe kumele niyohlola kusho ukuthini❤❤❤❤
Kumele....ubhakisise inkinga zazekhaya ezinenza ukuthi ningezwani . Ngoba phela inkulu indaba efihlakele ngezimpilo zenu .
Shuthi kumele uthole akwenzayo azicebe futhi akhulume iqiniso
Kunjan ngicela ukubuza uma uphupha ubona izintothwani ezinkulu zingaphanzi komncamelo uthi suyabona ubone inyosi phabzi kuchaza ukuthini
Amen becela ubuza uphupha umuntu wakini ongasekho ephakela ukudla
Thokoza gogo mawuphupha izindlovu zikujaha uze ugibele izihlahla zikulandele kodwa zingakutholi ngabe kuchazani 👏👏👏
Amadlozi amabi ayaphakama kuwe but awakwazi ukumosha impilo yakho .
@@mkhuluodlangonyezi6775 thokoza khehla 💝
Ngiyabonga Mkhulu 🙏🏾🙏🏾
Thokoza gogo ngicela ukubuza uma uphupha ubaba wami ongasekho kuleli engishisela ama candles kushoni.its was a white,yellow,blue,green and red and he took the wax mixed it but the red was on top when I asked him athi ngikucelela kwabadala.
You need to use them as well , always. Uzokulekelela in life he was spiritual as well .
Umuhle i love you makhosi
Thokoza Gogo 🙏cela ukubuza kuchazana ukuphupha usemakhaya kini ngathi uyovakasha kodwa kuphinda phinda
Thokoza gogo ngiyi ngane bengsa cela ubuza masewu phupha use kloleni ingaba kuchaza ukuthini loko.👋👋
Awumuhle nje gogo uyahlola❤
Ngicela ukubuza ukuthi mawuphupha njalo izinto zenzeke nom kokwasemzini yabantu nom kwenzeke kudala mhlambe sekudlule I'm imyaka
Ukuphupha umuntu wakho ese ngozini yemoto imoto ilimale yena aphile
Makhosi siyabonga ngokusichazela kwa sithwele kanzima from thobelani majozi ulundi
Emakhosi ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha ubona uthingo lenkosazane ❓👏
Inhlanhla zakho zahlukahlukene , neziphiwo eziningi
Thokoza gogo
Sacela ukubuza ukuphupha ujahwa yinkomo ebomvu uvele undize ekugcineni
Thokoza gogo syabonga kakhulu👏👏👏
Sawubona gogo ngiphuphe ngingena egumbini elinetiye lesganga elinye lomile elinye liseluhlaza bese kwaba ne voice ethi kimi angiphuze letiye... Bengicela incazelo
Thokoza gogo ndiphupha ubaba wami no mama sebashona kudala abakhulumi luthosiyaxoxa kahle nje kumnandi njemgenjwayelo kusho ukuthini
Gogo siza shuwa ngaphinde ngaphu amadonki angu5 edidwa yawo yancana omunye wefemili yami waphuza lowo mncano siza gogo
Thokoza gogo mina ngiphuphe nginikwa I 🌊 🐚 ngumuntu owubaba angimbona ngahle useless izandla kuphela ngicela ungicacisela..thokoza
Ngiphuphe gogo wam simgeza ekhaya bhokisi lomncwabo nomzimba wakhe sesilala wavuka ngatshel mama ngabalek😢😢kusho thini cel nisize thokoza gogo😢
Thokoza gogo ngiphuphe izinyoka ezimbili czinde ngathi ziphuma phansi kwama.dwala zazihambela kude nami😊
Siyabonga gogo ukusichazela ❤
Thokoza gogo ngicela ukubuza iphupho leli.ngihlala ngiphupha ngigijima ngibaleka kodwa ekungcineni ngibona sengindiza always
Izitha zakho ngenke zikuthole , izithunywa zakho zikuhlengile.
Gogo mina ndandihleli pandle ekhaya emini kwavele ngthi kukho nkanyamba yomoya. Omkhulu ngthi kukhala nyosi ngthi lomoya uyeza kum wafika wadlula
Ngyabonga gogo nginakho ukphupha ngikhala😢😢😢
Ngiyathoba Ngonyama 👏🏽👏🏽👏🏽sibonga kakhulu ngolwazi osicobelela ngalo. Mina Mkhulu bengihlushwa iphupho la bengihamba ezintabeni ngedwa, ngize ngihlwelwe kuze kube ngathi umhlaba usuyaphela but bese ngiqhamukela la kmele ngiwele khona umfula, uma nje ngiqeda ukuwela bese kumele ngikhuphuke intaba enkulu but uma ngiyiqeda nje ngiqhamukela ngakagogo ozala uma wami. selingihluphe iminyaka ngithi ewu 3 leliphupho. Lingikhombisaini Mkhulu?
You have iSithunywa seNtaba. Kuningi omele udlule kuko spiritual ukuza amadlozi akho akwazi ukufinyelela kuwena
@@mkhuluodlangonyezi6775 Ngiyabonga kakhulu, kuhlangene nedlozi yini mkhulu? iloko nje engifisa ukukwazi ukuze ngazi kumele ngithathe yiphi indlela🙌🏽 .. Bayede Ngonyama
Amen Mkhulu ngisaphinda ngiyathoba dlozi, ngisacela kuloku engangikubuzile la ngenhla. Ungadinwa mkhulu ngihluphekile nami angazi yini engenza ngiloku inhliziyo yami ihlezi kuwe. Bayede Ngonyama🙌🏼
@@mafikichili6942 you have isithunywa Mkhulu , siphakeme kuwena. Inkinga asihambi sodwa khona namathongo
@@mkhuluodlangonyezi6775 Ngiyabonga kakhulu Mkhulu. Nkulunkulu akukhulise njalo udlondlobale Thongo.
Amen....Ndlovukazi ❤
Thokoza Gogo. Ngine phupho lapho engaz'bona ngise bantwin abaphethe inyoka ziningi zinge mibala nemibala futhi kunodaka olugcwele zona lezinyoka. Leliphupho lide ngyafisa ukwaz incazelo ngyesaba nje impela
Siyabonga ngelosi yezulu. Ukuphupha imato uyithenga eblue
Lichaze ukuthi zonke ifiso zakho mazifezwe ....ungagcini ngomucabango
Amen Makhosi sithembe niphilile, nginomntwan omncane nginokumphupha ekhula aze avele amazinyo? sekube izikhath zamingan.
Umntwana onamandla onenhlanhla efihlakele eyophakama semdala
Amen Ngyabonga ngokungiphendula. Ngiyafisa ukuth siqhumane ngingakuthola kanjan?
Thokoza Gogo
Kusho ukuthini uphupha ucindezeleka, noma uzwe sengathi khona umuntu okubambayo mase uphelelwa umoya
Thokoza gogo siyabonga kakhulu 👏👏
Siyabonga bantwabaDala ngosixazululela iinkinga camagu
Hi, nginenkinga yalama phupho and ngiwaphupha njalo njalo. Please assist
1. Ngino kuphupha ngifunda or ngimbala uMetric nginga gqokile or nginqunu
2. Nginokuphupha amaBhubesi eduza kwasekhaya ejaha or ecuthele imfuyo (Imbuzi or inkomo) noma izingane ezincane zasekhaya
Thokoza gogo,I worked at a service station for 9 years kwa Phela 2009, manje ngiphupha almost every week ngisasebenza khona and leyo garage ivaliwe ne owner ya khona ishonile
umuntu owavali impilo yakho emsebenzini usebunzimeni la ekhona akukho okuzomuhambela khona. That person can use your luckies or akuthwebule that's why uziphupha ukhona .
Hawu 😢gogo nami ngaphupha ngisedakeni, thixo
Thokoza khehla nami ngicela uke uthinte ngokuphupha uhamba ngezinyawo next time coz these days lithanda ukubuya njalo lifana naleli lokuNdiza that one i dream of since i was young.
Thokoza gogo ngihlezi ngiphupha ngihlala endlini enkulu enama gumbi amaningi inkulu impela indlu alipheli iviki ngingaliphuphanga....ingabe lichazani gogo
Sjyabonga gogo ngamaphupho❤
Khohlwa nga maphupho mina ngithanda wena yilo iphupho lami lelo sondela
😂😂😂😂😂
Thokoza 👏yoh ngaze ngakuthanda
Thokoza Mkhulu siyabonga kakhulu ngizwa nenyoni on your background ziyavuma ❤
Looool inyoni ziyaxoxa impela
Nginokuphupha mkhulu wengane yam usoshonile ngithoza naye inkuni angakhulumi.ngalesinye sikhatsi ngimphuphe angibingelela
Thokoza Makhosi mina ngu Qiniso from Byo Zim ..ngiphupha ngidlala I bola too much ,kufanele ngiphakamiseni? Plz elaborate
Thokoza gogo ngihlutshwa liphupho elilodwa njalo.. ngiphupha sihlala emanxiweni.. LA esathutha khona ngibone izindlu ziphelele..
I always dream about something and it happens in real life
Thokoza gogo ngicel ukubuz ukuth mephupha kube khona mama othi ukhulelwe okunye ukuphupha ingane engazazi zilunya izinja mase kuvela abantu engibaziyo kulelo phupho
Camagu ndiphupha ndilele no mama bt umama ulele bheke zantsi mna bheke phezulu siphambe ebhedeni kuvele kuqhamke inyoka enkulu emnyama phakathi kwethu ivele ivuse ntloko xaseyi qondene nam ndiphakame
Embhedeni wele phantsi ndibaleka umama avuke ayibethe ngobhushu yafa cela kubuza Kuchazani
Camagu 🙏
Thokoza gogo mina ngihlala ngiphupha umfula omkhulu but ngiyehluleka ukucapha kungabe kuthoni umfula omkhulu kakhulu
Gogo ngiphuphe ngisestolo ngifuna ukuyothenga izimpahla kodwa ngigcine ngingazithenganga
Halo ngonyama yabalozi ngicela ukubuza uhlala kuphi ngifuna ukuza kuwena ngoba wonke lamaphupho owachaza lapha ayangihlupha... ngifuna ukuza kuwena please
Wamuhle we gogo
Thokoza gogo mina ngiphuphe ngisentabeni kwase kuthiwa yintaba yase Sinai kodwa futhi kade ngizama ukucisha intuthu ebibonakala kuyo
Manje Mkhulu mangiphupha ngodadewethu owashona ngiphuphe engaphansi kombede elele ebheke phuzulu wavula amehlo 👁️ sekenamaviki amabili besizo kwenza umsebenzi wokugeza sihlambulula nezingani Kusho ukuthini ngoba wayegibhekile engibuka .
Ngiphupa my mom is still alive naked sometimes with the tenant talking saying I never see them I'n dreams I'm saying ngasho ukuthi niyaganga niyathakatha
Gogo ngiphuphe ne 🦎 lizard ikhona ebaleni umama wayibulala esebondeni lasekhaya kodwa umama angisazi uyishangani leyonto 🦎yafela ebondeni kodwa ibingibekile yhoooo 😢
Ngiyakhohlwa ngesinye isikhathi ukuthi ngi phupheni
Thokoza gogo ngicela ukubuza ukuthi mawuphupha imnfino ikabishi kusuke kunjani ngiyabonga
Thokoza Mkhulu
When you dream of buying a house actually bought it, even talking about renovating it and in this dream there is was my spiritual guidance Gogo,
Mood was happy mode
Yes .... you need to do that . Bese uyawubika Kuma ancestors
Mina ngfuna wena plz plz ngyaqela gogo nhyakdinga empilweni yam ,gygumntu waphupho* zonle zinto oskhulumayo zeya emzeka kum,plz I mid yo help,khuluma nam ngyaqela b4 is 2 late, thokoza gogo,❤❤❤❤
Ngiyabingelela makhosi. Nginokuphupha ngihamba namaphara. Ngihamba nawo Ema renki, ezinkompolo, ezigangeni. Sekunesikhathi eside ngiba naleliphupho. Kwesinye isikhathi ngiphuphe ngihamba ngedwa ngingazi ngiyaphi
Thokoza gogo Mina ngaphupha amantombazane awu 4 ephuma emanzini emfuleni wakithi, nokuphupha ngidingwa yi 🧜♀️but ngibaleka, nokuphupha ugogo wami owashonayo ehlakula ensimini yangakithi, nokuphupha ngidobha ama coins silver negold, nokuphupha ngingu mprofethi esontweni plz help into zami azihambi kahle. What should l do??
Thokoza gogo
Nyaka odlule ngaphupha ngingenwa ikati elimnyama namanje ngisazi buza ukuthi lichaza ukuthini
gogo Mina phuphe ubisi lisekhathini emhlophe lukw container ngaphupha futhi bona ngime sendleni emanzi litha phambi kwami yinkungu, kwelinye ngime emfuleni amanzi a clean ayahamba
Thokoza gogo I have just came across your videos about an hour ago and this is the 4th video I've seen of yours and the 3videos of the signs that show that you have a sertain calling all relate to me and in all honesty I need guidance because we didn't grow up being taught about amathongo or izithunywa even amadlozi nezinyanga and I always get sick or weak when I have to go to church and when I do go to church at the top of my stomach in the middle I feel like something is being forcefully pulled that it would just pop out and it would be very painful and I would just dose in and out of sleep and yarn through out the service and everytime I seek out help or plan on going to seek out for help something comes up and I end up not going please help with some enlightenment
Thokoza mkhulu, nicely uncedo nge phupho ngi dliswa ipapa ne gravy, mara mangithi ngiyadla ngibone ibungu ezimhlope, Uma ngithi ngiya checka ngizibona ziphuma enyaweni zam ngizi pressa from my anckle. Please assist. Camaku
thokoza gogo. ngphuphe umama wezingani zabhuti wam egcoke inzolo emnyama ephephele?
Thokoza gogo ngicela ukubuza uma uphupha umuntu ongasekho ekhala ngimsula izinyembezi kuchaza ukuthini
Angibingelele mina ngiphuphe amakhowe ayimfumbe angavulekile
Thokoza gogo i can relate with most dreams, thank u manje sengicacelwe ukuthi wats de msg behind those dreams. Camagu
Siyabulela Mkhulu I have just subscribed on your channel Ngifunda okuninzi kuwe already Ngiyabonga
Bayede ngonyama 🥰🧼