Kunephupho othi uma uvukenalo kudideke wonke umuntu omxoxelayo, On Indaba Yesintu, we have solutions to inkinga yephupho lakho! Get incazelo on iphupho lakho, nokwelulekwa ngokwesintu.
Alex please consider this topic. Ancestors chosing a partner for you. And how does one go about it or handle it. I would love to hear this from experts . Thank you
Alex please consider this topic. Ancestors chosing a partner for you. And how does one go about it or handle it. I would love to hear this from experts . Thank you
That will be much interesting 🤍
I'd love to hear too🥺😭
And also ama ancestors omuntu choosing you for their son/daughter
🎉mawuphupha inkomo inigijimia ekhaya
ngi phupha ngikhala ngathi ngivuka yidlozi.ngimanzi nte
Umfisela ngisho ukufa
Sbingelele Alex cha nje ngith angdlulise ukubonga abalaleli beGagasi bayanda eMagabheni, asbonge 🙏
Ukuphupha umkhulu ongamazi ethi iphi intonga yami
Ngiphupha ingane iwele emanzini ngayidonsa ingahambi namanzi
Cha uMyadu ukuchaza kwakhe amaphupho indlela yamaphupho akudala. Uyahluleka ukuchaza kahle ngoba incazelo eziningi azikho kahle.
Cha ngiyakuphikisa lapho
Ayi Cha yena u Baba umyadi ukhulum impela... Nakhu ebabekela abalaleli amaphupho njengoba enjalo
Syabonga
Is it from 7 am 19 pm
Sanibona estudio baba Myadu kanye noMthiyane cela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha abantu bakini abangasekho bese kubakhona nabantu balapho othanda khona(emzini ngamanyamazwi) kodwa labo bona basaphila.Labantu bavakashile ekhaya kodwa awazi ukuthi kumayelana nani kulokuvakasha kwabo. Ngiyabonga Thandeka eColenso
Ngibingelele uma uphupha uphethe imali yamaphepha eningi ngiyinikwe umama sewashona
Bab Mnyadi🙏🙏
Can indaba yesilwane be a topic sometime cause abantu abaningi abazi ukuthi silashwa kanjani and sidalwa yini
Ukuphupha izinkomo ezintathu ezibomvu enye kuzo inkonyane bezilwa manje ngadobha itshe ngazijikijela kodwa I konyane ibaleke yezakimi mina Uma ngizibheka nginqunu angigqokanga lutho
Ukuphupha umuntu wakho ethuthile lapho ehlala khona?
Salibonani abuye aze nomkhulu athi iphi intonga yakhe eqwayelekile
Ngiphupha ngifuna izimpahla zikasisi wami ongasekho
Ngicela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha ungenwe yilamacimbi abomvu phakathi ephentini uthi uyakhipha kube nzima kodwa ugcine ukhiphile
Ngicela ukubuza la, kuyenzeka yini ulahle islwane kodwa kuthi kungakapheli sonto uphinde futhi ulibele uphupha ulala nabantu ongabazi uphinde same time uphuphe ulala nomawengane yakho?
Ndicele ubuza kuthetha ukuthini xa phupha abantu abacela amanzi ephupheni
Ukuphupha umuntu ongasekho ebhoda duze lendlu yakhe kodwa engangeni endlini
can it happen maybe by any chance that you provide us with subtitles?🙏
34
Kusho ukuthini ukuphupha utinyelwa inyosi esandleni??
Uphupha uhlatywa theta uthini
Lomuntu ohlola kuye why engaboni kuthi kucashwe ngomunye
Abantu bayadukisana la 👐🏾
Wena wenzani?
How so? Please elaborate ....
Sowubona Alex
Kutsho ukuthini mase uphupha driver imoto then uzibona Sewu lahleka use hlathini or esigageni sewu buza amadirection kumntu olapha ehlathini ngathi kumuntu olungisa indlela, indlela yona ndayibona kodwa ayiyi kule ndawo ndibhekisa khona mna cela usizo
Ngiyabadabukela abathatha inumber yaMnyadi baye kuyena. Uyabiza kodwa ulwazi lwakhe logcina ngokukhuluma. Akakwazi ukwenza lutho. Kodwa imali ayifunayo lapho😳 uyasisebenzela isihogo shame.